sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Omunye umthakathi waqala ukungabaza ngemva kokuba enqamuke umlenze engozini ethile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaningi bawubiza ngokuthi inkanyezi etshuzayo noma inkanyezi ewayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuhamba kwesikhathi, uJehova wenza isivumelwano nozalo lukaJakobe othembekile, futhi lwaba yisizwe sakhe esikhethekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Leli dolobha, elabizwa ngokuthi i - Enoke, kungenzeka laliwumuzana nje noma idolobhana elibiyelwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okwesine, oFakazi BakaJehova babazisa kakhulu ubunye babo bobuKristu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umzukulu kaSeti uLameka wetha indodana yakhe ngokuthi uNowa, okusho ukuthi "Impumuzo" noma "Induduzo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bonke babeke bezwa ngoNowa futhi lokho kwenza ukuba bakwazi ukuhambisana kahle nendaba yakhe njengoba idlala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Amandla Esimo Sendawo
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma sengikhathele ngempela ngivele ngibe nenhliziyo encane kumyeni wami, uCarlo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umagazini INqabayokulinda kaMay 1, 1954, owumngane walona wathi: "[Singase sizifumane] ngokwethu sikhubeka futhi siwa izikhathi eziningi ngomkhuba omubi othile lowo oye wangena ngokujulile kwesethu sakuqala isiboniselo sokuphila kunesasikucabanga.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Zonke izinto mazenzeke ngokufaneleyo nangohlelo." - 1 Korinte 14: 40
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lezi zimfanelo zifana nezinsika eziqinile eziphasa indlu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isimo esifudumele, esijabulisayo singalondolozwa kanjani ekhaya lomuntu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwabikezelwa futhi ukuthi alikho nelilodwa emathanjeni omzimba wakhe elalizophulwa nokuthi kwakuzokwenziwa izinkatho ngezingubo zakhe. - Qhathanisa iHubo 34: 20 noJohane 19: 36, iHubo 22: 18 noMathewu 27: 35.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ososayensi abaningi bakholelwa ukuthi lokhu kuziphatha okuyinqaba kwamagundane kumane nje kuyindlela yokusabela engokwemvelo - akubona 'ubungqingili.'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Liyingxenye ebalulekile yokukhulekela kweqiniso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Shiya ekhaya noma iziphi izinto zokuhloba, izinto eziningi ezisebenza ngogesi, kanye nemali ongeke uyisebenzise.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwakuyizincwadi ze - Watch Tower ezazishiywe oFakazi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imishado enjalo ayilondolozwa kuphela izenzo ezimbalwa ezinkulu, njengoba kuvezwa abezindaba kodwa kuba izenzo ezincane eziningi - ukwanga, amazwi amnandi, isenzo esibonisa ukucabangela, ukumomotheka okunothando noma ukubuza ngobuqotho ukuthi "belunjani usuku lwakho?"
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ibonisa indlela abaningi abacabanga ngayo, i - New Catholic Encyclopedia ithi: "Inkazimulo yasezulwini yisona sigcino uNkulunkulu asihlosele umuntu....
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuthiwa iwayini i - Tokay Aszu elinoshukela aliqondakali - kudingeka ungoti ukuze kwambulwe izimfihlo zalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Zingobani "izinto ezisemazulwini" uPawulu akhuluma ngazo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
U - Abrahama wayeqiniseka ngokugcwele ukuthi uNkulunkulu owayebangele ukuzalwa kwalendodana ngokuyisimangaliso wayengayibuyisela futhi ekuphileni ukuze kugcwaliseke ezinye izithembiso ayezenzile ngokuqondene nayo. - Heberu 11: 17 - 19.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yebo, izingelosi ziyajabula lapho zibona abesifazane abangamaKristu nazo zonke ezinye izinceku zikaNkulunkulu emhlabeni zibambisana nokuhleleka okungokwasezulwini nelungiselelo lobunhloko.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngisho nebandla lobuKristu liye lathinteka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ake ucabangele lokho okuye kwembulwa ukucwaninga kweminyaka engaba yikhulu emkhakheni wezakhi zofuzo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
* Mhlawumbe angase athole inzuzo emqondisa ngokwengeziwe ekufundeni kwabo naye eyedwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bukhona yini ubufakazi bokusekela amazwi aphawuleka kanjalo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye bangase bakuthole kuhlekisa ukwazi ukuthi "ulusana" lomkhaya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayengaqondi ukuthi liyofezeka kanjani, futhi insindiso eyayithenjisiwe ayifikanga esaphila, kodwa wajabula lapho ebona Lowo owayeyoba "indlela [kaNkulunkulu] yokusindisa." - Luka 2: 30.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
IZwi likaNkulunkulu labikezela ukuthi "isibonakaliso" sokuba khona kukaJesu sasiyohlanganisa impi yezwe, ukusweleka kokudla, izifo eziwumshayabhuqe, ukuzamazama komhlaba, nokushunyayelwa kwezindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu emhlabeni wonke. - Mathewu 24: 3 - 14; Luka 21: 11.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaholi abathathu ababevelele besonto laseKhaphadosiya bangekhulu lesine, baze bayivikela ngamandla inkolelo kaZiqu - zintathu engasekelwe emiBhalweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Badala, ningabasiza kanjani abafowenu ukuba bakhonze ngenjabulo?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwase kuthi - ke ngo - 1971, iMpumalanga Pakistan yaba iBangladesh.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, bashintsha kulesimo sabo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa, qiniseka ukuthi ngisho noma ukude, uyokhexa njengoba ubuka le nyamazane yasehlathini enkulu ngokungavamile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(UmShumayeli 12: 9 - 14)
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okwangimangaza futhi kwangithukuthelisa ukuthi, ngenhlonipho wayengiyise endlini yangasese!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
NGEMVA kokufa kukaJesu Kristu amaKristu okuqala ahlakazeka futhi ashushiswa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphezu kwalokho, kunezikhangiso zale ncwadi ezazifakwe emaphephandabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
U - Ephafra wayengowaseKolose, esinye sezikhungo ezintathu zamabandla amaKristu esigodini soMfula iLycus, e - Asia Minor.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
"Heyi," kumemeza omunye wawo, "nguyena.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kusobala ukuthi abantu abaningi abaye batshelwa ukuthi 'basindisiwe' abaphili ngendlela iBhayibheli elithi kufanele baphile ngayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwabekwa amapulangwe okugibela, futhi wonke umuntu wayekwazi ukuvakashela emikhunjini kalula, mahhala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngempela, ukukhulisa umntwana kungomunye wemisebenzi enzima kodwa eyanelisayo, futhi kungomunye wemisebenzi ekhungathekisayo kodwa enomvuzo engenziwa umuntu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Bafuna ukujabulisa uNkulunkulu kuzo zonke izinto, njengoba nje noKristu enza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngesikhathi uJesu efa, "isihenqo sendlu engcwele sadabuka saba izingxenye ezimbili, kusukela phezulu kuya phansi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba umnotho wawanda kuleli dolobha, kwakhiwa izakhiwo ezinkulu, okwenza iCalcutta yabizwa ngokuthi iDolobha Lezigodlo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
'UMthetho Ungcwele, Ulungile Futhi Muhle'
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Okokuqala, kumelwe kube khona izazi ezitadisha amakhophi emibhalo engcwele yezilimi zokuqala - isiHebheru, isi - Arabhu nesiGreki - ukuze kukhiqizwe umbhalo ocacile nonembile walezi zilimi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakhuthaza izingane ukuba zikwazi ukubona indlela ukuphila kwazo okufana ngayo nokwabantu abathembekile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, uma sibhekana namaqiniso, ukumela lokho owaziyo ukuthi kulungile ngeke kujabulise wonke umuntu ngaso sonke isikhathi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingxenye 6: OFakazi baye babhekana futhi novivinyo - olunye beluthola ngenxa yokungapheleli kobuntu, olunye lubangelwa abazalwane bamanga, kanti ngaphezu kwalokho ngenxa yokushushiswa okuqondile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ohambweni lwakhe lwesibili ngo - 1493 uColumbus wayehambisana neqembu lezindela elalikhethelwe ikakhulukazi ukuba liguqule abomdabu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Liyini iphuzu lalokhu kulandisa okubili?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho sekudingeka sihambe, lona wesifazane wasincenga: "Ngicela ningahambi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuyiqiniso ukuthi amaphuzu amathathu asanda kushiwo angezinye nje zezindlela abantu abazama ngazo ukuchaza ukuthi kungani uNkulunkulu evumela ukuhlupheka - umbuzo osekungamakhulu eminyaka uxaka abantu abacabangayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe siyasibona isifundo esingasifunda kulokhu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ibusisiwe indoda emgodla wayo ugcwele bona. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Omunye umfanyana amhlukumeza ngokumdlikiza nokumphonsa emlilweni. - Marku 9: 20 - 22.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Imibuzo enjalo ibonisa ukuthi lomfanekiso awulula neze.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekugcineni, wafakazela ubuqotho bakhe kuNkulunkulu naseMbusweni ngokunikela ngokuphila kwakhe, wafela ukholo esigxotsheni sokuhlushwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inkolo yamaKatolika, yamaLuthela, neyamaCalvin, zaqashelwa ngokulinganayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lezi zihlanganisa izindonga, amashalofu, iminyango, amaphasishi, amakhabethe ezingubo, nosilingi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma abanye ensimini yakini benqaba ukulalela umuntu ongenaziqu zaseyunivesithi noma izikhundla, ungavumeli isimo sabo sengqondo sikudikibalise.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Noma kunjalo, kufanele yini sikhathazeke 'ngokokwembatha'?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sizoshada nini?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba uJehova enawo wonke amandla, empeleni singaba abangane bakhe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ayemkhulekela ngendlela ayekhulekela ngayo onkulunkulu, ngamahubo nangezingoma. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaholi bomphakathi - ababusi, izikhulu nabahluleli - babecindezela bona kanye labo okwakulindeleke ukuba babavikele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umoya wenzondo nonya wawumubi njengokubulala emehlweni kaJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuqhutshwa isifundo seBhayibheli sasikhathi sonke namadoda angu - 12.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa wathi uNkulunkulu "akazange aphendule."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abaningi babheka lesosinqumo esingokomthetho njengesihle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
U - Isaya uthi 'wabona uJehova ehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi,' futhi "ngaphezu kwakhe kwakumi amaserafi."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokulandelayo uJesu wafundisa abafundi ukuba bathandaze bathi: "Umbuso wakho mawufike."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lelo jaji lasitshela ukuthi lalifuna ukuba silisize ukuthola ikhambi elalizobonisa inhlonipho ngesifiso sikaFakazi sokugwema igazi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Zitholakala noma yikuphi lapho kunomphakathi wezithulu khona, futhi ngalunye luwulimi oluhlukile noluphelele, olusebenzisa izici ezifanayo zolimi ezitholakala ezilimini ezikhulunywa emhlabeni wonke. "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sebuye baba "ithuluzi elingenazwela elinenjongo yokudonsela ukunaka emkhiqizweni," kusho uchwepheshe othile wezobulili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UNkulunkulu uye wabathethelela izono zabo ngesisekelo somhlatshelo kaJesu wesihlengo, uye wathi balungile, futhi uye wabamukela njengamadodana angokomoya.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngempela, ukwehluka kwezinhlanga kuncane kakhulu, njengoba kubhala uHampton L.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukugwema Ukudlwengulwa Owesifazane ocashunwe esihlokweni senu (September 8, 1989) uthi "[wa] kwazi ukugwema ukudlwengulwa ngenxa yosizo lukaJehova."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba ngokungangabazeki kukuningi lokho abantu baseTaiwan abaziqhenya ngakho, kunolunye uhlangothi lwalempumelelo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Omunye uFakazi wakhuluma ngendlela abangane nasebenza nabo abamangala ngayo lapho bebona umoya wakhe wenjabulo naphezu kokulahlekelwa kwakhe okukhulu ngokwezinto ezibonakalayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMBIKO wamuva nje we - United Nations Children's Fund (UNICEF), i - Progress of Nations, ubonisa intuthuko enkulu empilweni yabantwana emazweni amaningi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Saqala ukufuna ingokomoya elalingekho ekuphileni kwethu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba litshalwa ezindaweni ezingamaxhaphozi ezibizwa ngokuthi ama - paddy, irayisi lingokunye kokudla komhlaba okubaluleke kakhulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inkulumo ethi "ayoliswe ngosawoti" isho ukuthi kufanele senze amazwi ethu azwakale kamtoti kwabanye, ngaleyo ndlela sinciphise amathuba okubacasula.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho iningi lawo ligcina ukubona iJerusalema, lalivutha amalangabi, ugangekazi lwalo ludiliziwe, izakhiwo zalo ezinhle ziyincithakalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
ka - May 22, 1998, isihloko esithi "Izinzipho Zakho - Ingabe Uyazinakekela?"
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abazali bami nabo bangamaKristu, futhi babengavumelani nesinqumo sami sokushada.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Njengoba umngane wami omkhulu ahamba, ngizizwa sengathi akusekho muntu engingakhuluma naye!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wayeshiye inkundla yempi eBosnia esikhathini esithile ngaphambili.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kokunye ukuhlola, kulokhu ngeziguli ezazisanda kungenwa umdlavuza obulalayo imelanoma (umdlavuza wesikhumba), akukhona nje ukuthi labo ababeseqenjini elalisekelana amasonto ayisithupha babezizwa bengakhathele kakhulu, bengakhungathekile futhi bengacindezelekile kodwa "ukusebenza kwesimiso semizimba yabo sokuzivikela naso sathuthuka ngokwengeziwe ngezilinganiso ezinkulu" kunaleso seziguli ezinesifo esifanayo ezathola ukunakekelwa ngokwelashwa okuvamile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izigidi zabantu ezingenakubalwa, inani lazo elaziwa uNkulunkulu kuphela, ziyophinde ziphile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngezikhathi ezithile zonyaka, onohhemu bayabuthana bafinyelele cishe kwabangu - 30, baklabalase ngendlela okumnandi ukuyilalela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
23 Kwenzekani KuPeter Omncane?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Sinecala Legazi Ngempela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho lesi sitshalo sesivunwa, amacembe aso anameva ayasuswa kusale isigaxa esimise okukaphayinaphu okuthiwa yi - piña.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abantu abakhathalelayo balwela amalungelo abantwana noma basebenzela abangenamakhaya noma abampofu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.