input
stringlengths
1
130k
“Zonke izindlu okwakulinganiswa ngazo zazingenawo amanzi nogesi kodwa abanikezwa zona sebawuthola ngoba sezabhaliswa ngabo, lena asikwazanga ukubhalisa kuyo lo mndeni ngoba ayikho esimeni, yingakho ungakwazi ukuthola amanzi. UMbatha uyena ebengihlale ngikhuluma naye ngisho kunemihlangano ubesukuma asho ukuthi akanawo a...
“Zonke izingoma engizenze nobhuti Robbie zinomlando ngoba bengithi noma ngizibhalele ingoma kodwa yena akwazi ukuyichaza kangcono kunami.
“Zonke izingqinamba abebebhekene nazo balwe nazo baphumelela. Ukubuka indodakazi yami iya esikoleni iyobhala izivivinyo ngesikhathi iCovid-19 ithe chithi saka, ibuye ingitshele ukuthi inethemba njengoba ibhale kahle futhi iyazethemba kungenze ngabona ukuthi sikhulisa intsha engamaqhawe nengabaholi. Izinga lokuphasa kul...
Zonke izinguquko ezenzeka esikhumbeni sakho umsuka wazo kungaba yindlela ophila ngayo, yindlela odla ngayo, indawo ohlala kuyo nokudaleka kwakho njengomuntu.
“Zonke izinhlaka, isifunda, isifundazwe nozwelonke zikhona kule nto, inhloso enkulu ukwenza uhlangothi lukaZuma lube buthaka manje indlela okuliwa ngayo ukuthi siboshwe,” kusho uNojiyeza.
“Zonke izinhlaka zingene kulezi zingoxo ngenhloso yokuqh-amuka nesisombululo kodwa ngeshwa kugcine kumile emuva kokuthi inyunyana ingavumelani nesiphakamiso senkampani,” kusho uNkk Persadh.
“Zonke izinhlaka zokuphepha zizobe ziqinisiwe enkundleni iMoses Mabhida ukuze wonke umuntu ozobe ehambele lo mdlalo aphephe. Sibe nemihlangano eminingi nazo zonke izinhlaka zezokuphepha ne-PSL ukwenza isiqiniseko ukuthi ngempela ezokuphepha zihamba ngendlela,” kusho uZwane. Uthe ukuzimisela kwabo ngezokuphepha kulo mdl...
Zonke izinhlangano eziklelisa amazwe ngokomnotho zibeke iNingizimu Afrika esigabeni sokulengela kwinzikamnotho kodwa iMoody’s kuphela ethe isimo sizoba ngcono uma uhulumeni elwa nezikweletu.
“Zonke izinhlangano ezisebenza ngaphansi kweKZNCCPA elwa nobugebengu, ziyaye zixhumane nezinduna, amakhansela kanjalo namaphoyisa. Asizithatheli izinqumo ngaphandle kokuxhumana nobuholi bendawo nabomthetho. Ngakho- ke kuyiphutha okwenziwe yilabo bantu,” kusho uZuma.
Zonke izinhlangothi kuleli cala zizozikhokhela izindleko eNkantolo yoMthethosisekelo. Isinqumo, esibhalwe yiPhini leJaji elisabambile, uSisi Khampepe noMehluleli uChris Jafta, esivumelana nokuthi le mpi yomthetho beyisinesasasa nokugxekwa emphakathini futhi bese kunenhlese yepolitiki.
Zonke izinhlangothi ziyavumelana ngokuthi alisetshenziswa nelilodwa iculo enkonzweni ngaphandle kwasesihlabelelweni samaNazaretha esaqoshwa wuMqaliwendlela.
“Zonke izinhlelo ezingaphansi kukaSABC sibheka ukuthi izinombolo zababukeli zihamba kanjani, izindleko ezichithwa kulowo mdlalo zimi kanjani nokuthi ngabe usakazelwa abantu abahambisana nawo yini.
“Zonke izinhlelo zihamba kahle. Ngisho sesibuyela kweyeligi sizobe siphumule kahle silunge ngokwanele ukuqhubeka ngomgqigqo ofanayo nakwiDStv Premiership,” kuphetha uBuchanan.
Zonke izinhlobo zifika ne-service plan yeminyaka emihlanu noma u-75 000km, i-warranty yeminyaka eyisikhombisa noma u-200 000km neRoadside assistance yeminyaka eyisikhombisa noma u-150 000km.
Zonke izinhlobo zifika neservice plan yeminyaka emine noma u-60 000kkm, newarranty yeminyaka emihlanu ehlanganisa neRoadside Assistance.
Zonke izinhlobo zifika neservice plan yeminyaka eyisithupha noma u-90 000km newarranty yeminyaka eyisithupha noma u-150 000km.
Zonke izinhlobo ziphuma namasevisi amane amahhala noma u-60 000km newarranty yeminyaka emithathu noma u-100 000km.
Zonke izinhlobo ziphuma ne-service plan yeminyaka emithathu engakaliwe amakhilomitha, i-warranty yeminyaka emithathu neRoadside Assistance nayo yeminyaka emithathu.
“Zonke izinkampani zonogada zizoqashwa ngeso lokhozi, ukuthi ziwenza ngokufanele yini umsebenzi wazo. Uma kunezikhalo sizoziphenya, sibamise okufanele bamiswe. Banalo ilungelo lokuphikisa izinqumo zethu kodwa umsebenzi sizowuqapha,” kusho uChauke.
“Zonke izinkantolo kumele zisebenze ngokujwayelekile kodwa kulandelwe imithetho yophethe amajaji nokulandela imithetho yezempilo. Kuzoba nohlu lwamacala amqoka ezobugebengu okumele asheshe enziwe, ngokubonisana nabashushisi iNational Prosecuting Authority (NPA) nabameli besihle iLegal Aid South Africa,” kusho uLamola.
“Zonke izinkontileka kuhlanganisa nalezo zamanzi nokuqoqwa kwenyubathi, zenganyelwa futhi zahlulelwe ngabasebenzi bakamsipala emakomitini afanele iBid Adjudication Committee neBid Evaluation Commiittee,” kusho uMayisela.
“Zonke izinkontileka ziyaphenywa kukhona asebehamba amacala ngalokhu, kwamiswa abanye abasolwayo. Angisho nje ukuthi le nkohlakalo ayenzekanga kuphela kuleli kodwa nakwamanye amazwe yenzekile, kuwona kuze kuthinteke nongqongqoshe.”
Zonke izinkundla ebesidlalela kuzona bezehlukile. Bengingakulindele lokho kodwa inkundla ngayinye ibinobunzima bayo, ’’ kusho uMarkram. “Zonke izinqumo ezithinta ibhola zithathwa yithina sobabili kuphela,” usho kanje uDavids ngemuva kokushaywa yiSundowns kwiDStv Premiership ngoMgqibelo e-Orlando Stadium. “Zonke izinq...
“Zonke izinsuku ngivuka nginenjabulo enhliziyweni yami. Ngikhulisa izingane engiziqhenyayo ukuzibiza ngamadodana ami. Nginobudlelwane obuhle nabantu abaningi ekhaya, emphakathini nasemsebenzini. Zombili izinsizwa engake ngashada nazo sinobudlelwane obuhle, anginendaba ukuthi abantu bathini,” kuchaza yena.
“Zonke izinto engingazitholanga ngesikhathi phambilini ngenxa yezinto zasemhlabeni, ziyeza manje. Kuningi okuzayo kodwa angifuni ukusheshe ngikhulumele eziko. Uma uke waxoxa ngento abantu banezinhliziyo ezimbi, bayakwazi ukukufisela okubi. Nalokhu kuhlonishwa kade ngaziswa ngakho kodwa bengithule.”
“Zonke izinyunyana ezingaphansi kweCosatu kumele zenze izinhlelo zokuthi i-ANC iwine ukhetho. Sifuna ukuthi izikhalo zabasebenzi zibe yingxenye yosomqulu wokhetho,” kusho uNtshalintshali.
Zonke iziphathimandla zezikole bekulindeleke ukuthi zibuyele emsebenzini izolo njengokwesimemezelo somnyango. Ngesikhathi sokushicilela uMthethwa uthe bebesaqoqa imibiko ezifundeni ezehlukene ukuqinisekisa ukuthi uhlelo luhambe ngendlela.
“Zonke izitshudeni ezihlala esikhungweni ziyalelwe ukuthi ziphume ngoMsombuluko engakashayi * -3 ntambana ngenxa yokungaphephi kwesikhungo. Izitshudeni ziyaxwayiswa ukuthi isikhungo ngeke sizihlanganise nanoma yini eyenzeka ngenxa yokungawulaleli umyalelo. Kuyadumaza nokho ukuthi umbhikisho onodlame ususwe ngabayingcos...
“Zonke izitshudeni nabasebenzi abaneminyaka engu-18 kuya phezulu bayamenywa ukuba basivakashele lesi sikhungo ukuze bagome. Ukugoma kuzoqala ngo-8 ekuseni kuze kugamanxe ihora lesithathu ntambama nsuku zonke,” kusho uKhan.
“Zonke izitshudeni nabasebenzi bagqugquzelwa ukuthi baqikelele balandele imigomo yezempilo nokulandela eyokugwema ukubhebhetheka kweCovid-19 njengoba izwe livula yonke iminxa yomnotho,” usho kanje.
Zonke izitshudeni zinxuswa ukuthi ziqhubeke nokuba nesimilo, ziqhubeke nokwenza umsebenzi wesikole ngalesi sikhathi. Kwenziwa yonke imizamo ukuthi kuphothulwe isu lokufundisa nokufunda nge-internet. Kepha siyazazi izinto ezidinga ukukhunjulwa: (1) kunezitshudeni ezenza unyaka wokuqala eziningi ezinjengokuthola ama-lapt...
Zonke izivivinyo zahlulelwe ngokulingana kuwonkewonke futhi abebebhekelela ukulolongwa kwakhe bathi usebenze ngokuthembeka.
Zonke lezikhathi ebengihlezi ngithi ngizwa ubuhlungu, bengizwa okuncane. Abukho ubuhlungu obungaqhathaniswa nalobu angibuzwayo. Ngiphelelwa umoya kanti nenhliziyo yami iyesinda, kubhala uKhanya.
Zonke lezingoma zika-Amahle ziyatholakala kwi-internet uma downloads kanti nevideo yengoma eqokiwe ikhona kuYoutube neziteshi zethelevishini ziyayidlala kanjalo nemisakazo.
Zonke lezi yizinhlelo ezinomculo ongasoze wabuna ezingena ngeSonto. UMsizi uthi liyakhula isasasa leLove Movement njengoba bethola izimemo eziningi ezindaweni zobumnandi becelwa ukuba bezodlala ndawonye.
“Zonke lezi zikhungo zizocwaninga izinhlobo ezehlukene zensangu ngenhloso yokuthola lezo ezivumayo esifundeni ngasinye. Lokhu kuzodala ukuthi sitshale insangu ezindaweni lapho ivuma khona ezindaweni zaseMkhanyakude, King Cetshwayo, Harry Gwala, uMgungundlovu noThukela.
Zonke lezi zindlela zokuthumela izicelo zisebenza mahhala, azikhokhelwa.
Zonke lezi zinhlangano zithe zimbhalele uhulumeni ukuzwakalisa ukukhathazeka kwazo, zamcela ukuthi angaqhubeki nalesi sigaba.
Zonke lezi zinhlelo uMbalula ufuna zibe sezifezekile ngoDisemba 31.
Zonke lezi zinkakha uma ungabuka umlando wazo, azinawo amava adlula akaRadebe. URhoo ubengukaputeni weBafana Bafana kwiNdebe yoMhlaba yango-1998 eFrance nakweyoMhlaba eyayiseKorea naseJapan ngo-2002.
Zonke lezi zinkulumo angizifakanga enhliziyweni kodwa ngizithathe njengezinkulumo ezingigqugquzelayo ukuthi ngisebenze kanzima.
“Zonke lezi zinkulumo zigcine sezidala ukuthi ngesikhathi ngiyohlanganisa iminyaka engu-25 ngaba nokhwantalala. Abangani bami bebeshada, abanye bethenjiswa umshado kuthi abanye bethola izingane,” kuchaza uNksz Shozana.
“Zonke lezi zinto engisolwa ngazo azinasisekelo, njengoba kukhulunywa ngethenda okuthiwa akuzange kulandelwe imigudu ngesikhathi ikhishwa. Leyo thenda okukhulunywa ngayo yakhishwa mina ngingakabi ngisho imeya,” kusho uNkk Gumede.
Zonke lezi zintokazi zithwelwe ngeqoma ukuba ziliphephezelise ifulegi lezwe emazweni.
Zonke lezi zinto zingaphela uma singenza isiqiniseko sokuthi izingane zethu zithola imfundo. Yingakho ngithi imfundo ibaluleke kakhulu, kusho uDkt Dlamini-Zuma.
“Zonke lezi zitshudeni ezithola uxhaso ebesezivele zisemanyuvesi nasemakolishi, uma zenze kahle zizoqhubeka ziluthole. Imigudu ejwayelekile izoqhubeka nokulandelwa nalapho izikhungo zemfundo ephakeme kulindeleke zedlulisele imininingwane yokubhaliswa kwezitshudeni kwa-NSFAS, ukuze lesi sikhwama siqinisekise uhlu lwezit...
Zonke lezo zinto zivele zingithuse ngoba ngisuke ngicabanga ukuthi uma unesibindi sokwenza ubulwane kumuntu wakwenu, ngamhla uvelelwa inkinga uyobikela bani?
Zonke nje izingane zika-Wendy zisezincane ukuba singazichazela ukuthi unina wabulawa ubani, wambulala kanjani,” kusho uDlamini.
Zonke zifika namaLED headlamps, ama-airbag omshayeli, abagibeli, awasedolweni kumshayeli, awaseceleni, Head-Up Display, MZD Connect infotainment system, Apple CarPlay/Android Auto nokunye.
Zonke zifika neservice plan yeminyaka emibili noma u-30 000km newarranty yeminyaka emihlanu noma u-200 000km.
Zonke zifika ne-warranty yeminyaka eyisikhombisa noma u-105 000km ne-maintenance plan.
Zonke zifika no-gearbox ozishintshayo oyi-7 speed bese kuthi kwiJCW kube oyi-8 speed.
Zonke zinamabhreki e-ABS ne-Electronic Brake Force. Kuphinde kubekhona ne-Electronic Stability Programme (ESP), Traction Control (TCS), Roll Stability Control (RCS), Hill Descent Control (HDC) neHill Assist.
Zonke zinenjini eyodwa engu-1.5 litre enamandla angu-77kW netorque engu-138Nm, kukhona igearbox ewu-5 speed manual newu 4-speed auto. Kuphethroli bathi idla amalitha angu-6.2 ngo-100km. Ngiyishayele kancane izwakala ikahle emgwaqweni, ayinamsindo wenjini ngaphakathi.
Zonke zino-gearbox oyi-8 speed Steptronic. Yize ngingazishayelanga zonke kodwa i-xDrive20d engiyizwile amandla iwathumela kahle emasondweni akukho lapho ixakeka khona. Amagiya iwashintsha ngesikhathi futhi uze ukhohlwe ukuthi udizili ngoba ithule. Ebengihamba ngayo yi-M sport obekwenza ubuye uwuzwe umgwaqo ukuthi unjan...
Zontathu lezi zindondo zamukelwe umfowabo kaConnie, uSam Davis, nophinde abe omunye wophrojusa balo mdlalo.
Zulu With Some Power – Nasty C
Zuma was never poisoned. He just wanted to kick his wife out. This man! https://t.co/0cjAPUrRyV pic.twitter.com/FXSNcX9rgI
ZWELINI MKHIZE is the Minister of Health