Dataset Viewer
Auto-converted to Parquet Duplicate
translation
translation
{ "en": "His solo albums in the 60s were some of the most brilliant and breathtaking beautiful sounds I've ever heard.", "zul": "Ama-albhamu akhe e-solo eminyaka yawo-60 angamanye anezingoma ezimnandi kakhulu kwengake ngazizwa." }
{ "en": "From which it follows that if you want to save the union, you should be straining every sink to make sure Britain leaves on 31 October.", "zul": "Ukusuka lapho kuzobe sekulandela ukuthi uma ufuna ukusindisa inyonyana, uzobe uphoqelela ukuthi zonke izindawo ezingamazinki zenze isiqinisekiso sokuthi iBhrithani ishiye ngomhla zingama-31 ku-Okthoba." }
{ "en": "Thirty years after St. John Paul II begged Mozambicans to end their civil war, Francis is expected to endorse the new Aug. 1 accord and urge its full implementation when he meets with government authorities on Thursday, his first full day in the region. He arrived Wednesday evening but had no public events scheduled after his brief airport welcome ceremony that featured traditional drums, dance and ululating singers.", "zul": "Ngemuva kweminyaka engamashumi amathathu u-St.John Paul II enxuse abaseMozambique ukuthi bayiqede impi yabo yombango, uFrancis kulindeleke ukuthi asisayine lesi sivumelwano esisha sangomhla lulu-1 ku-Agasti aphinde akhuthaze ukuthi sifezekiswe ngokugcwele lapho ehlangana neziphathimandla zikahulumeni ngoLwesine, okuwusuku lwakhe lokuqala olugcwele esifundeni. Ufike ngoLwesithathu kusihlwa kodwa ubengenayo imicimbi yomphakathi ebihleliwe ngemuva komcimbi wakhe omfushane wokwamukelwa esikhumulweni sezindiza lapho bekushaywa khona izigubhu zomdabu, kudanswa kukikizelwa kunjeya." }
{ "en": "Wynford yw sylfaenydd Stafell Fyw yng Nghaerdydd - canolfan sy'n helpu pobl â dibyniaeth - ac mae hefyd yn ymgynghorydd cwnsela arbenigol.", "zul": "Wynford yw sylfaenydd Stafell Fyw yng Nghaerdydd - canolfan sy'n helpu pobl â dibyniaeth - ac mae hefyd yn ymgynghorydd cwnsela arbenigol." }
{ "en": "Unai Emery's side have won just two of their last five Premier League games, and remain three points off the Champions League places.", "zul": "Iqembu lika-Unai Emery lisanqobe imidlalo emibili kuphela kwemihlanu ye-Premier League, futhi lisalelwe ngamaphuzu amathathu ukuze lingene ku-Champions League." }
{ "en": "His father was a chauffeur.", "zul": "Uyise wayengushofa." }
{ "en": "No leadership in removing the anti-Semites.", "zul": "Abukho ubuholi obungasusa abaphikisana nama-Semites." }
{ "en": "Doctors are susceptible to other diseases, such as alcoholism and addiction, so why not \"vaccine hesitancy\"?", "zul": "Odokotela bayathinteka kwezinye izifo, ezinjengokuphuza ngokweqile nokuba yimilutha, ngakho-ke kungani \"ukusetshenziswa komgomo kungatshazwa\"?" }
{ "en": "Its modern spacious suites exude a feeling of calm, with polished wooden floors, faintly Fifties-style furnishings and original artworks.", "zul": "Amakamelo esimanje avulekile nakhombisa isizotha, anamapulangwe apholishiwe phansi nanefenisha yesitayela seminyaka yawo-1950 kanye nemisebenzi yobuciko yendabuko." }
{ "en": "Mike Minor had another solid outing, allowing just one run and five hits in six innings but didn't figure into the decision. He struck out five and walked two. Calhoun's 10th homer of the season was the first hit Minor allowed after retiring the first six batters.", "zul": "UMike Minor wenze enye i-solid outing, ne-run eyodwa kanye nama-hit amahlanu kuma-innings ayisithupha kepha akazange asithole isinqumo. Washaya amahlanu wahamba amabili. I-homer likaCalhoun ye-10 yesizini kwaba yi-hit yokuqala i-Minor eyayivumela ngemuva kokuthatha umhlalaphansi kwama-batter abayisithupha okuqala." }
{ "en": "You know where you aren't with M Night Shyamalan.", "zul": "Uyazi uma ungekho no-M Night Shyamalan." }
{ "en": "The retort drew little reaction in parliament but soon was trending on social media where millennials use \"OK, Boomer\" to show resentment toward the Baby Boom generation, people today aged about 55-73.", "zul": "Impendulo enentukuthelo ayizange inakwe kakhulu ephalamende kepha emva kwesikhashana nje kube sekukhulunywa ngayo kakhulu ezinkundleni zokuxhumana lapho intsha ezalwe phakathi kuka-1980 no-1990 isebenzisa igama \"Lesidala\" ukukhombisa ukucasukela isizukulwane eyisibiza nge-Baby Boom, okungabantu abaneminyaka yobudala engama-55 kuya kwengama-73 njengamanje." }
{ "en": "Opponents warned of economic consequences, particularly to the trucking industry, which is more sensitive to price increases per gallon of fuel.", "zul": "Abaphikisi baxwayise ngemiphumela yezomnotho, ikakhulukazi embonini yamaloli, ethinteka kakhulu lapho kukhuphuka amanani kaphethiloli ngegalane ngalinye." }
{ "en": "He added: \"The new prime minister should instead fully recognise the positive impact immigration and freedom of movement has had in London and the UK and immediately take steps to reform the immigration system in a way that enables us to unlock the potential of Londoners.", "zul": "Uphinde wathi: \"UNdunankulu omusha kumele esikhundleni salokho abone ngokugcwele umthelela omuhle wezifiki nenkululeko yokuhamba okube nawo eLondon nase-UK futhi ngokushesha athathe izinyathelo zokuguqula uhlelo lokufika kwabantu ngendlela ezokwenza sikwazi ukuthuthukisa amakhono abantu base-London." }
{ "en": "We will not gamble with peace; or put a sell-by date on reconciliation.", "zul": "Ngeke sithathe amashansi mayelana noxolo; noma sibeke usuku lomnqamula juqu mayelana nokubuyisana." }
{ "en": "Thomas Paine's aspiration for the revolutionaries of 1776 was \"to begin the world over again\" in America.", "zul": "Isifiso sikaThomas Paine mayelana nezishoshovu zango-1776 \"kwakungukuqala kabusha umhlaba\" eMelika." }
{ "en": "However, KSI - real name Olajide \"JJ\" Olatunji - isn't bothered about Biebs. In fact, the situation appears to have cracked him up.", "zul": "Yize kunjalo, u-KSI - okungu-Olajide \"JJ\" Olatunji igama lakhe langempela - akakhathazekile mayelana n-eBiebs. Empeleni, lesi simo kubonakala sengathi sibe yihlaya kuye." }
{ "en": "Speaking on stage, Mr Gyimah said his childhood in Ghana was \"characterised by adversity,\" adding that he was \"never what you would call a typical Tory.\"", "zul": "Ekhuluma esiteji, uMnu Gyimah uthe ngesikhathi esakhula eGhana \"kwakuyisikhathi esinzima kuye,\" wengeza nangokuthi \"akakaze abe yilokho angakubiza nge-Tory ejwayelekile.\"" }
{ "en": "The karate happened, but the scuba diving never did.", "zul": "Kwadlalwa ikarati, kodwa umdlalo we-scuba diving awuzange ube khona." }
{ "en": "I've been involved in tennis for more than 60 years, but when this time of year comes around I'm as excited as a little kid before Christmas. Wimbledon. The Big W. The Championships. Boy, whatever you want to call it, this is the tournament we all love.", "zul": "Sengibambe iqhaza emdlalweni wethenisi iminyaka engaphezu kwengama-60, kepha uma kufika lesi sikhathi sonyaka ngijabula njengengane encane uma sekusondele uKhisimusi. Wimbledon. The Big W. The Championships. Noma ungakubiza ngani, lo mncintiswano thina siyawuthanda sonke." }
{ "en": "The outcome will have a bearing on the sentence handed to Gueorguieva, of Holland Park, West London.", "zul": "Umphumela uzoba nomthelela kulesi sigwebo esinikezwe uGueorguieva, waseHolland Park, eWest London." }
{ "en": "\"We all reject racist attacks against him,\" she added.", "zul": "\"Sonke asikuvumi ukuhlaselwa kwakhe ngokobuhlanga,\" engeza kwakushilo." }
{ "en": "In a new paper published in Science, scientists showed that the highveld mole rat, a rodent found in South Africa, is entirely impervious to the substance.", "zul": "Ephepheni elisha elishicilelwe kwezeSayensi, ososayensi bakhombisile ukuthi lesi sidakamizwa asinawo umthelela egundwaneni eliphila enkangala, elitholakala eNingizimu Afrika." }
{ "en": "Read more: EU and MPs collaborating to block Brexit - Boris Johnson Talks to work out date for Varadkar, Johnson meeting Juncker tells UK: no-deal Brexit will hurt you the most", "zul": "Funda kabanzi: I-EU namalungu ePhalamende asebenzisana ukuvimba iBrexit - Izingxoxo zika-Boris Johnson mayelana nokuthola usuku lwe-Varadkar, uJuncker utshela i-UK mayelana nomhlangano kaJohnson: asikho isivumelwane i-Brexit ezokulimaza kakhulu" }
{ "en": "Hopper also listed the 10 places where interest had decreased the most.", "zul": "I-Hopper ibuye yenza uhlu lwezindawo eziyi-10 lapho izinga lentshisekelo lehle kakhulu." }
{ "en": "The district was 93 percent white, and Republicans vastly outnumbered Democrats.", "zul": "Isifunda besinabantu abamhlophe abangamaphesenti angama-93, kanti abenhlangano yama-Republicans abengaphezulu kakhulu kunabenhlangano yama-Democrats." }
{ "en": "Mr Namwamba did say he held bilateral talks with Somali Prime Minister Hassan Khaire on matters of \"mutual interest\" to the two countries, on the sidelines of the Forum on Tuesday evening.", "zul": "UMnu Namwamba uthe uxoxisane noNdunankulu waseSomalia, uNgongqoshe uHassan Khaire ngezinto \"ezithintekayo\" kula mazwe womabili, ngaphandle kweNgungquthela ngoLwesibili kusihlwa." }
{ "en": "MUNICH, GERMANY - FEBRUARY 15: Wolfgang Ischinger, Chairman of the Munich Security Conference, speaks during the Munich Security Conference on February 15, 2019 in Munich, Germany.", "zul": "MUNICH, GERMANY - FEBRUARY 15: UWolfgang Ischinger, onguSihlalo se-Munich Security Conference, ukhuluma ngesikhathi kuqhubeka Inkomfa ye-Munich Security Conference yomhla zingama-15 Febhuwari 2019 e-Munich, kwelaseJalimane." }
{ "en": "The match will be televised live on BT Sport 3 and BT Sport Extra 3, and can be streamed live online via the BT app and website.", "zul": "Umdlalo uzokhonjiswa bukhoma ku-BT Sport 3 naku-BT Sport Extra 3, futhi ungasakazwa bukhoma ku-inthanethi ngohlelo lwe-app lwe-BT nakuwebhusayithi yakhona." }
{ "en": "Critics of the micro-managing tendencies of middle class parents have claimed that they lead to 'defiant' children who are poorly prepared for the real world.", "zul": "Abagxeki kokuziphatha kwabazali emkhakheni omncane kwezokuphatha abaphila ngokwesigaba esiphakathi bathi lokhu kuziphatha kwenza ukuthi izingane 'zidelelele' kube yizingane ezingakulungele kahle ukuba yingxenye emhlabeni wangempela." }
{ "en": "The two brilliant objects that hit you between the eyeballs are the giant planet Jupiter (featured in our column last month), with rather fainter Saturn to its left.", "zul": "Okubili okungivule amehlo yinkanyezi yohlobo lweplanethi enkulu okunguMkhulukhulwana (Jupiter) okukhulunywe ngayo kukholamu yethu ngenyanga edlule), lapho bekukhona uNoxhama (Saturn) eceleni kwakhe ngakwesokunxele." }
{ "en": "Roy, in particular, will have to learn on the job, rather as Jos Buttler last summer.", "zul": "URoy, ikakhulukazi, kuzomele naye afunde esesemsebenzini, njengoba kwenza uJos Buttler ngehlobo eledlule." }
{ "en": "The highlight of the social calendar in Paradise is Gold Nugget Days, a fair that celebrates its 19th-century Gold Rush origins and has been held every year since 1959. This year the tradition continued, as locals paraded in wild west period dress and set up stalls selling clothes, plants and honey in a lush community park.", "zul": "Izinsuku ezigqamile ekhalendeni lezenhlalo ePharadesi yizinsuku ze-Gold Nugget, okungumbukiso we-Gold Rush okugujwa ukubakhona kwayo kusukela eminyakeni yamakhulunyaka ayisi-19 futhi ubulokhu ubanjwa minyaka yonke kusukela ngo-1959. Leli siko beliqhutshwa nakulo nyaka, njengoba abantu bendawo bebegqoke izingubo zesikhathi sakudala zaseMelika bebeke namatafula abathengisela kuwo izingubo, izitshalo noju epaki lomphakathi elihle." }
{ "en": "Trump seemed ready to bask in post-raid appreciation when he appeared at Game 5 of the World Series hours later - only to be roundly booed by the crowd in Washington, where Democrats have dominated local politics for decades.", "zul": "UTrump ubonakale ethokozile ngemuva kokuhlaselwa ngemuva kokuvela kwi-Game 5 ye-World Series emuva kwesikhashana esingamahora ambalwa - kodwa kwezwakala yisixuku eWashington, lapho amaDemocrats abusa ezombusazwe zasendaweni amashumi eminyaka." }
{ "en": "Kill all those who follow Cersei Lannister.'", "zul": "Babulaleni bonke abalandela uCersei Lannister.'" }
{ "en": "Police recommended she report the case to a civil court and argue that he was endangering the children by removing them from their secure home.", "zul": "Amaphoyisa ancoma ukuthi abike leli cala enkantolo yomphakathi futhi athi ubeka izingane engozini ngokuzisusa ekhaya lazo eliphephile." }
{ "en": "This is similar to lakes found on Earth at high elevation.", "zul": "Lokhu kufana namachibi atholakala eMhlabeni ezindaweni eziphakeme." }
{ "en": "The charity says that 15 per cent of cancer cases in the UK are caused by passive or active smoking.", "zul": "Inhlangano esiza abantulayo ithi amaphesenti ayi-15 abantu abanomdlavuza e-UK adalwa ukubhema noma ukuhogela intuthu kagwayi." }
{ "en": "On the book \"One Fish, Two Fish, Red Fish, Blue Fish,\" by Dr. Seuss: \"Those fish seem kinda racist.\"", "zul": "Encwadini i-\"One Fish, Two Fish, Red Fish, Blue Fish,\" ebhalwe ngu-Dkt. Seuss: “Lezo zinhlanzi zibonakala zingababandlululi.”" }
{ "en": "The bank recently topped the 300,000-user milestone. While that's nowhere near Revolut's more than 5 million users or Monzo's 2 million signups, HSBC's new app did hit that target in the space of a year.", "zul": "Leli bhange lisanda kwenza ingqophamlando ngokuba nabasebenzisi abangu-300 000. Yize lokho kungasondeli kubasebenzisi abangaphezu kwezigidi ezi-5 beRevolut noma abantu ababhalise kuMonzo abayizigidi ezi-2, i-app entsha ye-HSBC ikwazile ukufinyelela esibalweni esingalingana nalesi sabantu abayisebenzisayo esikhathini esingunyaka." }
{ "en": "Soccer newsletter: It's hard to say farewell to Zlatan Ibrahimovic", "zul": "Inyuziletha yebhola lezinyawo: Akumnandi ukuhamba kuka-Zlatan Ibrahimovic" }
{ "en": "She continued, “Crocodiles may be seen crossing roads, and when flooding recedes, crocodiles can turn up in unusual places such as farm dams or waterholes where they have not been seen before. Similarly, snakes are very good swimmers and they too may turn up unexpectedly.”", "zul": "Uqhube wathi, Izingwenya zingabonakala ziwela imigwaqo, bese kuthi ngokumisa kwekhukhula, zibonakale zivela ezindaweni ezingajwayelekile njengasemadanyini asepulazini noma emigodini yamanzi lapho zingakaze zibonwe khona. Ngokufanayo, nezinyoka zingababhukudi abanekhono elikhulu, nazo zingabonakala kungalindelekile." }
{ "en": "Halloween is back again and Melbourne is getting into it", "zul": "I-Halloween ibuyile futhi kanti isiqalile e-Melbourne" }
{ "en": "On Monday night, Russell Westbrook completed an unprecedented 10th consecutive triple-double, with 21 points, 14 rebounds and 11 assists as the Oklahoma City Thunder defeated the Portland Trail Blazers.", "zul": "NgoMsombuluko ebusuku, uRussell Westbrook uqedele i-triple-double ye-10 engakaze ibonwe amahlandla elandelana, ngamaphuzu angama-21, ama-rebound ayi-14 kanye nama-assist ayi-11 njengoba i-Oklahoma City Thunder yehlula iPortland Trail Blazers." }
{ "en": "Maxx Honhold had been playing the season 10 version of video game Fortnite", "zul": "U-Maxx Honhold ubedlala umdlalo wevidiyo wesizini ye-10 i-Fortnite" }
{ "en": "\"I loved being a mother, but I was fit to be tied with staying home; I hated that. Knowing how to cook and keeping a good house, oh sh*t was awful!\" Ruth Handler said in an undated interview featured in Tiny Shoulders, Rethinking Barbie.", "zul": "“Ngiyathanda ukuba ngumama, yize kunjalo bengikuzonda ukuhlala ngisekhaya. Ukwazi ukupheka nokugcina indlu ikahle, kwakungemnandi nhlobo! \" URuth Handler wathi uma ebuzwa imibuzo ngosuku olungashiwongo ku-Tiny Shoulders, Rethinking Barbie." }
{ "en": "I would hate for us to lose the ability to capture additional affordable units or to create them because we were late to the dance,\" Mayor John Mirisch said.", "zul": "Angeke ngathanda ukuthi silahlekelwe yithuba lokuthola amanye amayunithi angabizi noma ithuba lokuwenza ngenxa yokufika emva kwesikhathi emdansweni,” kusho u-John Mirisch." }
{ "en": "Recent research has shown that warmer and rainier winters are having a particularly bad effect on some of the insects, including the small tortoiseshell.", "zul": "Ucwaningo lwakamuva lukhombisile ukuthi ubusika obufudumele nobunezimvula bunomthelela omubi kakhulu kwezinye izinambuzane, kubandakanya ufudu oluncane olunegobongo.." }
{ "en": "The actual biennale was extraordinary, though.", "zul": "Yize kunjalo, umcimbi obanjwa njalo eminyakeni emibili wona bewumuhle kakhulu." }
{ "en": "That vision of universal connectivity became the world wide web.", "zul": "Inhlosombono yokuxhumana nomhlaba wonke yenza ukuthi kube khona uhlelo lwe-world wide web." }
{ "en": "We're comfortable with the path of exercises that we have scheduled in the coming months.", "zul": "Sanelisekile ngezindlela zokuzivocavoca esizihlelele lezi zinyanga ezizayo." }
{ "en": "Through a combination of Britain's weak negotiating position, the Conservative Party's lack of a parliamentary majority and her own reluctance to compromise, Mrs May is running a zombie government that has lost control of the Brexit process.", "zul": "Ngenxa yoesizathu sokwehluleka kweBrithani ezingxoxweni, nokuba yingcosana kwe-Conservative Party ephalamende kanye nokungafuni kwakhe ukuyekethisa, uNkk May uqhuba uhulumeni ongathi shu nongasakwazi ukulawula inqubo ye-Brexit." }
{ "en": "Figures obtained by the Guardian from local authorities across the country suggest there was a lack of awareness among EU citizens that they needed to notify their councils that they were going to vote in the UK and not in their home country by 7 May.", "zul": "Izibalo ezitholwe yi-Guardian kuziphathimandla zendawo ezweni lonke zikhombisa ukuthi bekungekho ukuqwashisa phakathi kwezakhamizi ze-EU obekudingeka kwaziswe imikhandlu yazo ukuthi zizovota e-UK hhayi ezweni lazo ngomhla we-7 kuMeyi." }
{ "en": "In London, Wimbledon spectators soaked up the sunshine on Murray Mound and office workers escaped to grass outside St Paul's Cathedral.", "zul": "ELondon, ababukeli beWimbledon babehleli elangeni eMurray Mound kanti abasebenzi basemahhovisi bona babezihlalele otshanini ngaphandle kwe-St Paul's Cathedral." }
{ "en": "\"Having real quality options helps, and it also helps push some other guys in some very important spots, and it allows you to fill up those innings in a better way,\" manager Rocco Baldelli said before the Twins played the Marlins.", "zul": "\"Kuyasiza ukukhetha kahle ngempela, futhi kusiza ekutheni ubeke abanye ezindaweni ezibaluleke kakhulu, futhi kukuvumela nokuthi ugcwalise lawo ma-innings ngendlela engcono,\" kusho imenenja uRocco Baldelli ngaphambi kokuthi i-Twins idlale ne-Marlins." }
{ "en": "In the main event, Raw Women's Champion Ronda Rousey, Smackdown Women's Champion Charlotte Flair and Becky Lynch faced off in a winner takes all Triple Threat Match.", "zul": "Emcimbini omkhulu, i-Raw Women's Champion Ronda Rousey, ne-Smackdown Women's Champion Charlotte Flair kanye ne-Becky Lynch ababhekene nompetha bathatha yonke i-Triple Threat Match." }
{ "en": "These well-known markers of energy substitution have been shown to accumulate during fasting.", "zul": "Lezi zinkomba ezaziwayo zalokho okufakwa esikhundleni samandla zikhombise ukuthi ziyaqongelelana ngesikhathi sokuzila ukudla." }
{ "en": "Bus passengers squeal in terror as stubborn elephant charges towards them during standoff with driver", "zul": "Abagibeli bebhasi bakhala ngokwesaba njengoba indlovu enenkani ibadumela ngesikhathi ibambene phezulu nomshayeli" }
{ "en": "\"Apple Watch has been a remarkable story, partly because it was such a slow starter,\" said Ben Stanton, a senior analyst at Canalys. \"Sales are thriving right now, and a high proportion of customers are actually buying their first ever Apple Watch.\"", "zul": "\"I-Apple Watch ibe yindaba etusekayo, njengoba iqale ngokuhamba kancane,\" kusho uBen Stanton, umhlaziyi omkhulu waseCanalys. \"Izinga lentengiso liya ngokwenyuka manje, njengoba ingxenye enkulu yamakhasimende iyithenga okokuqala ngqa le-Apple Watch.\"" }
{ "en": "\"It is clear from public polling that Tom would have easily met the 2% threshold and been on the debate stage if there had been any qualified early state polling in the last few weeks,\" Steyer campaign manager Heather Hargreaves argued on Wednesday.", "zul": "\"Kuyacaca ngokuya ngokuvota komphakathi ukuthi uTom ubezohlangabezana kalula no-2% futhi abe sesigabeni senkulumompikiswano ukube ukuvota okufanele kokuqala bekwenziwe emasontweni ambalwa edlule,\" kusho imenenja ye-Steyer uHeather Hargreaves ngoLwesithathu." }
{ "en": "In this case, they found a face to put on the story too - but not the alleged murderer's, since he is a \"white supremacist.\"", "zul": "Kulokhu, bathole nobuso obuhambisana nendaba - kodwa hhayi obomsolwa osolwa ngokumbulala, njengoba umsolwa \"kungumlungu othathwa njengomuntu omkhulu.\"" }
{ "en": "Explaining the rationale for placing the Mutanda copper and cobalt mine in the DRC on \"care and maintenance\" from the end of this year, Glencore said the mine's economic viability had deteriorated because of low cobalt prices, poor access, increased costs and higher taxes.", "zul": "Echaza ngesizathu sokubeka imayini yethusi ne-cobalt iMutanda eDRC \"mayelana nohlelo lokunakekela\" kusukela ngasekupheleni kwalo nyaka, uGlencore uthe ukusebenza komnotho wemayini kwehlile ngenxa yamanani entengo aphansi ye-cobalt, ukungatholakali kahle kwawo, ukwenyuka kwezindleko kanye namazinga entela aphakeme." }
{ "en": "James Forrest is looking forward to a \"huge\" League Cup final with Rangers. The winger has 17 winner's medals for Celtic but has never been involved in an Old Firm cup final. (Daily Record)", "zul": "UJames Forrest ulindele umdlalo wamanqamu \"omkhulu kakhulu\" weNdebe yeLigi Cup ezowudlala neRangers. Le winger inezindondo zompetha eziyi-17 eyazithola ku-Celtic kodwa ayikaze ibambe iqhaza kowamanqamu wendebe ye-Old Firm. (Irekhodi lansuku zonke)" }
{ "en": "I was beyond happy.", "zul": "Ngangijabule impela." }
{ "en": "He remains the most prolific water speed record breaker of all-time and is still the only person to set both records in the same year, achieving the feat in 1964.", "zul": "Kusenguye uminirekhodi wesivinini sasemanzini futhi kusenguye kuphela umuntu oqophe amarekhodi amabili waphinde wawephula ngawo lowo nyaka, wazuza impumelelo ngokwekhono elikhulu ngonyaka ka-1964." }
{ "en": "This year's race is no exception with mountain stages stretching from start to finish.", "zul": "Umjaho walo nyaka unazo nawo izindawo ezikhuphukelayo kusukela lapho uqala khona kuze kube sekupheleni." }
{ "en": "Elsewhere, a Reuters television crew saw a man critically wounded by a gunshot to the neck after snipers on rooftops opened fire at a crowd. Sporadic shooting could be heard in Baghdad into the late evening.", "zul": "Kokunye, iqembu labasebenza kuthelevishini iReuters libone owesilisa olimale kabi enamanxeba okudutshulwa entanyeni ngemuva kokuba abadubuli ebephezu kophahla lwezindlu bavulele ngenhlamvu esixukwini. Bekuzwakala ukudubula ngokuthe ngqwabangqwaba eBaghdad kwaze kwaba sebusuku." }
{ "en": "Westbrook had 12 rebounds and nine assists after notching his 139th triple-double in his last game to pass Magic Johnson for second-most all-time.", "zul": "IWestbrook ibe nama-rebounds ayi-12 nama-assist abayisishiyagalolunye ngemuva kokubamba i-triple double ka-139 emdlalweni wayo wokugcina ukwedlula iMagic Johnson yalokhu iqhubeke njalo ngokulala isibili." }
{ "en": "Dywedodd undeb Unite ei fod yn \"newyddion garw\" a bod goruchwylwyr yn y ffatri wedi cael eu briffio.", "zul": "Dywedodd undeb Unite ei fod yn \"newyddion garw\" a bod goruchwylwyr yn y ffatri wedi cael eu briffio." }
{ "en": "While William and Kate's children are close heirs to the throne, Meghan and Harry's children will have a less prominent position in the Royal Family.", "zul": "Njengoba izingane zikaWilliam noKate ziyizindlalifa eziseduze nesihlalo sobukhosi, izingane zikaMeghan noHarry zona zizoba nesikhundla esinganakekile kakhulu Emndenini Wasebukhosini." }
{ "en": "Which would seem to mandate that much higher-level talks be resumed, in some fashion, than has been the case since the collapse of the Hanoi summit.", "zul": "Okungabonakala njengokugunyaza ukuthi izingxoxo ezisezingeni eliphakeme ziphinde ziqale kabusha, ngandlela thile, kunokuba bekulokhu kwenzeka selokhu kwawa ingqungquthela yaseHanoi." }
{ "en": "Anne-Marie Edward, 21 - Chemical engineering student", "zul": "U-Anne-Marie Edward, 21 - isitshudeni se-Chemical engineering " }
{ "en": "There are bottles stashed all over my parents' house and garden.", "zul": "Kunamabhodlela afihliwe kuyo yonke indawo endlini yabazali bami nasegcekeni." }
{ "en": "Clearly their next push needs to be on screening for ideology - requiring prospective immigrants to watch three straight months of \"Fox and Friends,\" say, or to read the speeches of Bachmann, Sessions and Trump that Miller has penned.", "zul": "Kusobala ukuthi okulandelayo kudingeka baveze umqondonkolelo - okuzodinga ukuthi abantu abacabanga ukuyozinza njengabantu bokufika kuleli lizwe babukele uhlelo i-\"Fox and Friends,\" izinyanga ezintathu zilandelana, noma bafunde izinkulumo zikaBachmann, no-Sessions kanye noTrump ezibhalwe nguMiller." }
{ "en": "We're all praying for another downpour so definitely fingers crossed and a few rain dances to come lol.", "zul": "Sonke sithandazela enye imvula yingakho-ke simincele ukuza kwemvula embalwa." }
{ "en": "\"KREEPS WITH KIDS\" at St. George Theater (Nov. 2, 8 p.m.). The four stand-ups headlining this tour - Ron Bennington, a SiriusXM host; Jim Florentine, a \"Crank Yankers\" voice actor; Robert Kelly; and Rich Vos - have more in common than just being fathers. They found their warped sensibilities mesh well onstage, so they decided to go out on the road together. They're all based in the tristate area, but Staten Island is so far their only New York City stop on this tour.", "zul": "Uhambo lwe-\"KREEPS WITH KIDS\" e-St. George Theater (ngomhla wesi-2 kuNovemba ngehora lesi-8 ntambama). Izinhlelo eziphambili zalolu hambo - zibandakanya uRon Bennington, umphathi we-SiriusXM; UJim Florentine, umlingisi wezwi we- \"Crank Yankers\"; URobert Kelly; noRich Vos - banokuningi abafana ngako kakhulu kunokuba ngobaba. Bathole ukuthi imizwa yabo ithenteka ngokufanayo uma besesiteji, ngakho-ke banqume ukuthi bahambisane ndawonye. Bonke bahlala endaweni eyi-tristate, kepha okwamanje baseNew York City e-Stenen Island njengoba bekulolu hambo." }
{ "en": "The Witcher 3: The Wild Hunt", "zul": "I-The Witcher 3: I-The Wild Hunt" }
{ "en": "By combining texting with the film, it becomes \"less costly, and psychologically easier, to try this new thing,\" Littman says about corruption reporting.", "zul": "Ukuthumela imiyalezo ehamba nefilimu, \"akubizi kakhulu, futhi kube lula ngokwengqondo ukuzama le nto entsha,\" kusho uLittman mayelana nokubikwa kwenkohlakalo." }
{ "en": "The strict abortion ban, which has been branded a \"death sentence for women,\" would even criminalise performing abortions in cases of rape and incest.", "zul": "Ukuvinjelwa okuqinile kokuhushulwa kwezisu, obesekubizwa ngokuthi \"yisigwebo sentambo kwabesifazane,\" kuzokwenza nokuhushulwa kwesisu emva kokukhulelwa ngenxa yokudlwengulwa noma ngenxa yokuya ocansini nesihlobo sakho kube yicala." }
{ "en": "But I was sitting there having coffee and - this is how cocky we were as a group back then, myself, Roughy (Jarryd Roughead), Jordan (Lewis) - he read the article and Buddy goes, \"I'll drop eight on him tonight,\" with a smirk but being deadly serious.", "zul": "Kepha ngangihlezi lapho ngiziphuzela ikhofi futhi - le yindlela esasizithwala ngayo njengeqembu emuva ngaleso sikhathi, okwakuyimina, uRoughy (uJarryd Roughead), uJordan (Lewis) - wafunda le athikhili, uBuddy wabe esethi, \"Ngizomthola kahle namhlanje ebusuku, \"emoyizela kepha kubonakala ukuthi uqinisile ngalokhu." }
{ "en": "According to the paper, Mr Farage wants to see Tory candidates stand aside in Labour-supporting areas in the North, South Wales and the Midlands to give his party a chance to pick up votes from Brexit-supporting voters.", "zul": "Ngokusho kwaleli phepha, uMnu Farage ufuna ukubona labo abazongenela ukhetho lwaseTory bethi ukuma kancane kulezo zindawo ezeseka inhlangano i-Labour eNyakatho, eSouth Wales naseMidlands ukuze banikeze iqembu lakhe ithuba lokuthatha amavoti kubavoti abeseka i-Brexit." }
{ "en": "Amazon CEO and Washington Post owner Jeff Bezos (left); Crown Prince Mohammed bin Salman.", "zul": "I-CEO ye-Amazon nongumnikazi we-Washington Post, uJeff Bezos (ongakwesokunxele); uCrown Prince Mohammed bin Salman." }
{ "en": "Although only usable with cold drinks this bottle is a good - and environmentally-friendly - on-the-go option.", "zul": "Leli bhodlela likahle kakhulu yize lisetshenziselwa iziphuzo ezibandayo kuphela - futhi linobungani nemvelo - ikakhulukazi uma usohambeni." }
{ "en": "Investigations result in charges", "zul": "Uphenyo lunomphumela wokubekwa amacala" }
{ "en": "The game's creators have also secured funding from Creative Scotland to create a mobile version of Plaything.", "zul": "Abasunguli bomdlalo nabo bathole ukuxhaswa ngemali ku-Creative Scotland ukuze benze ukuthi lo mdlalo obizwa i-Plaything udlalwe kumaselula." }
{ "en": "Now we turn to the latest on the shooting death of grammy nominated rapper nipsey hussle.", "zul": "Manje sibheka okwakamuva mayelana nokudutshulwa kubulawe umrepha ophakanyisiwe kuma-grammy nipsey hussle." }
{ "en": "I sought out people who pay attention to pauses: from actors and artists to musicians, film makers and Zen monks.", "zul": "Ngafuna abantu abanaka amakhefu: kusukela kubalingisi namaciko kuya kubaculi, nabenzi bamafilimu nezindela zabesilisa zaseZen." }
{ "en": "However, the Judiciary failed to pay rent and parking fees, which has accrued to USD 1.2 million and Sh22.4 million respectively as at March 31, 2015, which led to the dispute spilling over to the Environment and Lands Court in 2016.", "zul": "Yize kunjalo, Amajaji ahlulekile ukukhokha imali yerenti neyokupaka izimoto, esize yafika ezigidini ezingu-USD 1.2 zemali yerenti nasezigidini ezingu-Sh22.4 zemali yokupaka izimoto kusukela ngomhla zingama-31 Mashi 2015, okwaholela ekutheni ingxabano ikapakele eNkantolo Yezemvelo Nemihlaba ngo-2016." }
{ "en": "In each of these situations, though, there are big underlying differences between the early 1970s and now. Understanding those differences is important in properly understanding the world economy in 2019 and the risks posed by this combination of events.", "zul": "Noma kunjalo, kulezi zimo ngasinye kunomehluko omkhulu okhona ofihlekile phakathi kwamanje naseminyakeni yokuqala yawo 1970. Ukuqonda mayelana nalo mehluko kubalulekile ukuthi uqonde kahle mayelana nezomnotho emhlabeni wonke ngonyaka ka-2019 kanye nezingozi ezibeka engcupheni inhlanganisela yalezi zinto." }
{ "en": "Mr Walker, who has admitted to his own mental health issues, called on the Government to act quickly. \"This has been overlooked for too long and we can't let this suffering continue,\" he said.", "zul": "UMnu Walker, ovumile mayelana nezinkinga zakhe zempilo yengqondo, unxuse uHulumeni ukuthi athathe isinyathelo ngokushesha. \"Lokhu bekulokhu kushaywa indiva isikhathi eside kakhulu futhi asikwazi ukuvumela ukuthi lokhu kuhlupheka kuqhubeke,\" kusho yena." }
{ "en": "Vineyards proliferate like a patchwork tapestry throughout the countryside and nestled in the Abbey in Eperney lie the remains of Dom Perignon - the monk who it is claimed invented the method for making Champagne.", "zul": "Izivini zanda njengesiqeshana se-patchwork tapestry kuyo yonke indawo yasemaphandleni nezakhiwe e-Abbey e-Eperney kulele amathambo kaDom Perignon - yindela lesilisa okuthiwa nguye owasungula indlela yokwenza iChampagne." }
{ "en": "Uganda has once again found herself having to deal with Ebola after the ministry of health confirmed that three people who crossed from DR Congo into the country had been tested and found to have the virus.", "zul": "I-Uganda isiphinde yazithola isibhekene ne-Ebola ngemuva kokuthi umnyango wezempilo ukuqinisekisile ukuthi abantu abathathu abasuka eDR Congo bangena kuleli lizwe sebehloliwe kwatholakala ukuthi banalo leli gciwane." }
{ "en": "It's obfuscation,\" she said.", "zul": "“Akucacile,” kusho yena." }
{ "en": "Washington has touted exports of U.S. liquefied natural gas, or LNG, to provide Europe alternatives to gas pipelined from Russia.", "zul": "IWashington yeseke ukuthunyelwa kwegesi yemvelo eyenziwe yaba wuketshezi yase-U.S., noma i-LNG, ngenhloso yokuhlinzeka i-Yurophu ngokunye okwehlukile kwigesi ephuma kwelase-Russia." }
{ "en": "Baby monkeys play on a wall of India's parliament in New Delhi.", "zul": "Izinkawu ezisencane zidlala odongeni lwasephalamende yasoNdiya eNew Delhi." }
{ "en": "Can I dodge dementia completely?", "zul": "Ngingakwazi yini ukugwema ukuba ne-dementia ngokuphelele?" }
{ "en": "After practicing singles the past few weeks, Murray felt good enough to give it a go.", "zul": "Ngemuva kokuprakthiza ukudlala ngabanye emasontweni ambalwa edlule, uMurray uzizwe esekulungele kahle ukudlala." }
{ "en": "\"\"I don't know if it's ever happened that someone just comes in and joins the final,\"\" the world No.51 said on Wednesday.", "zul": "\"Angazi noma kuyenzeka yini ukuthi umuntu avele angene nje emdlalweni wamanqamu,\" \"kusho uNombolo 51 womhlaba ngoLwesithathu." }
{ "en": "More than a dozen supporters showed up outside the court on Wednesday, some holding signs saying, \"Zero tolerance for workplace harassment in Japan.\"", "zul": "Abalandeli abangaphezu kweshumi bavele ngaphandle kwenkantolo ngoLwesithathu, abanye bephethe izimpawu ezithi, \"Phansi ngokubekezelela ukuhlukunyezwa kwabantu emsebenzini eJapan.\"" }
{ "en": "In 2015, for example, there were 7.9 practicing nurses and 2.6 practicing physicians for every 1,000 Americans, compared to the OECD medians of 9.9 nurses and 3.2 physicians.", "zul": "Ngo-2015, ngokwesibonelo, kwakunabahlengikazi abawu-7.9 kanye nodokotela abawu-2.6 kubantu abangu-1 000 baseMelika, uma kuqhathaniswa nesilinganiso se-OECD sabahlengikazi abangu-9.9 nodokotela abangu-3.2." }
End of preview. Expand in Data Studio
README.md exists but content is empty.
Downloads last month
1