sentence
stringlengths
1
39.4k
Ngabe uhlala wedwa?
Uhulumeni kufanele abheke izidingo zentsha.
Uthe ebusheni bakhe, abantu abancane babesukumela abantu abadala ebhasini ukuze bahlale.
Umhlambi wamadube uqale ukubaleka ngesikhathi ubona kuza amabhubesi.
Imitha ibekwe eqandeni.
Izindiza azivamile ukuvunyelwa ukundiza endaweni engaphezu kwenkaba yedolobha.
Sikholwa ukuthi, njengoba kusho amaZulu, akukho ndlovu esindwa umboko wayo.
Kungani ungadli?
Imithetho yethu iqinile kakhulu.
Ngiyayithanda intombi yami.
Isisu sami sibuhlungu.
Sinamakati amathathu.
Buphi ubulungisa?
Ngizokuthanda njalo.
Wanquma ukuthuthela eBelgium.
Waphendula umbuzo.
Umculo uwukuphila kwami.