sentence
stringlengths
1
39.4k
湯姆真的會做那件事嗎?
我出生於 1948 年 11 月 22 日。
我不是拉比。
她是一位跨性別女性。
他出櫃成為跨性別男性。
部分跨性別者選擇接受性別重置手術。
Ngilambile.
Unjani?
Ninjani?
Umbingelelo!
Sawubona!
Sawubona.
Ngizokuza.
Ngiyakuthanda.
Ngiyakuzonda.
Ngiyamthanda.
Nginguthisha.
Ngifuna ukuhlala emaphandleni.
Ngifuna ukuhlala edolobheni.
Ngifuna ukuhlala enqabeni.
Ngingudokotela.
Ngingumfundi.
Ngingumfundi enyunivesini.
Ngizise incwadi.
Ngiyafunda isiZulu.
Ucule iculo.
Sinewayini.
Ngiyagoduka.
Ngingakusiza?
Ngiyabhukuda olwandle.
Besaba ukufa.
Usebenzela isibhedlela.
Ukhuluma isiNgisi.
Emily ubhale umusho.
Ungumkami.
Ungumngane omuhle.
Ngifuna ukuthenga incwadi.
Ngithanda isinkwa.
Uya esikoleni.
ukuba namasu amahle
Ukugqugquzela abanye ngamasu amahle
Angifuni ukuya esikoleni.
Zikhona iziqhingi olwandle.
Burj Khalifa yibhilidi elide kwengca wonkhe emhlabeni.
Sobonana kusasa.
Lapha kulapho sibuka khona umabonakude.
Ungazithola zonke izincwadi zikaNiki?
Nali igumbi lokuphekela.
Sawubona. Igama lami nginguJabu.
Uyalibona ikati na?
Lesi sichazamazwi senzelwe ukusiza izingane ezineminyaka ephansi, ezisaqala ukufunda isiNgisi noma isiZulu njengolimi olwengeziwe.
Bangaki abantu abafunda iphephandaba?
Kungabe idolo lakho libuhlungu?
Likuphi ikepisi lami?
Ngizogqoka ijini.
Likuphi ikepisi likaJabu?
Lapha kulapho sihlala khona.
Likuphi isonto lamaSulumani?
Iseduzane noxhaxha lwezitolo.
Sibheke!
Ungazithola izimpawu zesonto lamaSulumani, isonto kanye nesinagogo?
Sidinga ufulawa noshukela.
Bazokhokha malini ngalezi ziphuzo ezibandayo ezimbili?
Emuva kwesikhashana uqala ukufunda ngokucophelela okukhulu bese ubona okuqondwe umbhali.
Ngifuna ukuhamba.
Nginifisela amnandi amaphupho.
Wena ukhulumisa okwesilima.
Usalele.
Sinifisela uKhisimusi omuhle nonyaka omusha omuhle.
Nina zingane ningabangi umsindo ongaka!
Ngenxa yokuthi abantu abadala abaningi sebedlule emhlabeni, abantu abasebasha ngisho nezingane imbala baphoqeleka ukuthi baphathe imizi.
Ngabe izingane zakho lezi?
Ngihlangane nomyeni wakho ezitolo.
Uma imoto yakho yephuka ngokushesha, into yokuqala oyenzayo ukungenwa ingebhe.
La masokisi awakho.
Ummese ubukhali – ungazisiki!
Ngabe le ndishi uzenzele wena?
Ngabe uhlala wedwa?
Uhulumeni kufanele abheke izidingo zentsha.
Uthe ebusheni bakhe, abantu abancane babesukumela abantu abadala ebhasini ukuze bahlale.
Umhlambi wamadube uqale ukubaleka ngesikhathi ubona kuza amabhubesi.
Imitha ibekwe eqandeni.
Izindiza azivamile ukuvunyelwa ukundiza endaweni engaphezu kwenkaba yedolobha.
Sikholwa ukuthi, njengoba kusho amaZulu, akukho ndlovu esindwa umboko wayo.
Kungani ungadli?
Imithetho yethu iqinile kakhulu.
Ngiyayithanda intombi yami.
Isisu sami sibuhlungu.
Sinamakati amathathu.
Buphi ubulungisa?
Ngizokuthanda njalo.
Wanquma ukuthuthela eBelgium.
Waphendula umbuzo.
Umculo uwukuphila kwami.