sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ingozi isisondeza eduze kukaBaba wethu onothando, uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kunzima ukukuqonda, njengoba ngokwesazi esingumJesuit uHerbert Thurston, izingqapheli zekhulu le - 15 nele - 16 "zichaza ukuthi imifanekiso esendwangwini yayinemibala ecace kangangokuba kungenzeka yayisanda kwenziwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Ubani okufanele ahlanganyele ecaleni ngalesivuno esilusizi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yimuphi umyalo owawubaluleke kakhulu eMthethweni, futhi wawunikezwe obani ngokuyinhloko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singalubonisa kanjani uthando lomzwelo lobuzalwane kubafowethu nodadewethu abagulayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Embikweni wakhe othi "Inkinga Yasemaphandleni Ase - Australia," uGeoffrey Lawrence ubhala ukuthi e - Australia, "ukungasebenzi, umsebenzi ophansi namazinga obuphofu kuphakeme kakhulu emaphandleni kunasemadolobheni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Shintshani indlela yenu yokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Banquma ukulandela iziyalezo zikaKristu, ezilotshwe kuMathewu isahluko 18, amavesi 15 kuya ku - 17, zokuba baxazulule noma ikuphi ukungaboni ngaso linye ababengase babe nakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma amazwe amabili elwa, bese kumenyezelwa ukuthi sekunokuthula ngoba elinye izwe linqotshiwe noma ngoba womabili la mazwe awasaboni nzuzo ekulweni, luhlobo luni lokuthula lolo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini u - Isaya ayibikezela ngoMesiya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angase azame nokubonisa umntwana izithombe ezingcolile ukuze enze ukuziphatha okunjalo kubonakale kuyinto evamile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye zibonakala ziphikelela ekubeni nethemba, futhi abangane bazo benza kahle ngokuziqinisa idolo. - Qhathanisa namaRoma 12: 12 - 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sonke siyafuna ukujabula nokuphumelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho izAga 11: 9 zithi: "Kepha abalungileyo bayakhululwa ngokwazi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi, umfelwa othile wayezizwa enesizungu futhi ecindezeleke kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emuva ngo - 1938 INqabayokulinda yaphawula ukuthi amaJonadaba noma ezinye izimvu, "kumelwe zifunde ukuthi ukwahlukaniselwa [ukuzinikezela] nokungcweliswa kudingekile kumuntu ngamunye ozoba ingxenye yesixuku esikhulu aphile emhlabeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kudinga umzamo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ifunda nokuba nozwela nesidingo sokulalela umbono womkayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nganquma ukuwenza njalo lo msebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyini isici sesihlanu semfihlakalo engcwele, futhi imuphi umsebenzi owasenza sabonakala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekuphele isonto ngemva kokuzamazama komhlaba, izakhamuzi ezithile zaseSanta Cruz County eziyizinkulungwane ezingamashumi zazingakakwazi ukushayela izimoto zazo ziye emakhaya azo ngenxa yesihlabathi esigugulekile esasivale imigwaqo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe zonke izinto ezimbi emhlabeni zizophela ngempela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, uzomkhonza manje! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Makuthi ngabanye senze konke okusemandleni ethu ukuze simelane nayo yonke imibono uSathane ayikhuthazayo kulelizwe elidala elifayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ekhuluma nabafundi bakhe, wathi: "Nina senihlanzekile ngezwi engilikhulumé kini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Saba yini "isiphetho" senkambo yabo yokuvukela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Qiniseka ukuthi noma isiphi isitolo sokudla odla kuso sihambisana nezindinganiso zempilo ezidingwa umthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakulungiselelwa kanjani ukukhuluma kanjalo? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esakhuluma nabo babewujabulela umyalezo esasibaphathele wona futhi babesiphatha ngenhlonipho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakukumuntu ngamunye ukuba enze ukukhanya kwakhe kukhanye futhi kanjalo ahlanganyele mathupha ekufakazeni ngeqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa... umusa [kaNkulunkulu] ongafanelwe ngakimi awuzange ube yize, kodwa ngashikashikeka ukubadlula bonke [abanye abaphostoli]. "- 1 Korinte 15: 9, 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunembe kangakanani ukubikezela kwabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Namuhla nginelungelo lokwazi uJehova, futhi ngimthanda ngenhliziyo yami yonke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KUSOBALA ukuthi uMarta wayengowesifazane okhuthele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
kubhala udade othile ongumKristu okhulisa izingane ezintathu enomyeni wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umoya ongcwele wasiza uJesu namanye amadoda okholo ukuba bashumayele izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu futhi benze izimangaliso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini Oyaziyo NgoMahluleli UGideyoni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye bangase bacabange ukuthi abanalo ulwazi olwanele ukuba banganikezela ukuphila kwabo kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNKULUNKULU WENZA IZITSHALO NEZILWANE "NGEZINHLOBO ZAZO." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngesibonelo sikaKhayini, izibulo lika - Adamu no - Eva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Encke's Comet | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho labo abasengozini yokutubeka bashikashikela imigomo nezinhloso eziphakeme. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokothisha abafundisa ubuCabala, incazelo elula yombhalo weBhayibheli awukona lokho okushiwoyo ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ingani ubethé "zinike isikhathi"!' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma isondela kuyo ngokushesha, nayo iba nkulu ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bekungakhiwa izinkulungwane zezibhedlela, izikole nemigwaqo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abathembekile ezinsukwini zikaNehemiya benqaba ukuthenga ngeSabatha, ngisho noma babengase bathole amanani aphansi ngalezozinsuku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunezizathu eziningi zokuba sizizwe njengomhubi lapho athi: "UJehova uyiNkosi; umhlaba mawethabe, zijabule iziqhingi eziningi." - IHubo 97: 1. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akusindanga ngisho noyedwa webutho lesitha kuleyo mpi! - 2 IziKr. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho senza ukuhlola, sathola ukuthi yayingenakumfanela umKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzithola Uphakathi Nendawo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sibaluleke ngani lesicucwana? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
1980 Ukusha kwesibindi kohlobo D (Delta) E - Italy | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sikuphaphamela ukuqaphela esikholwa nabo abadangele, singase "sikwazi ukududuza labo abakunoma iluphi uhlobo losizi ngenduduzo nathi ngokwethu esiduduzwa ngayo uNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangizizwa ngizenyeza ngifisa sengathi ngabe angikho lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosizo lukaJesu, sesiye saqonda uBaba wethu ukwedlula iningi labantu namuhla, akunjalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke lezi zazi - mlando zihlola izinkinga zikahulumeni, ukwanda kobugebengu nokungalaleli komphakathi embulungeni yonke, ukuwohloka kokuphila komkhaya, ukuhluleka kwesayensi nobuchwepheshe ukuxazulula izinkinga zomphakathi, izinkinga zegunya, ukuntengantenga kokuziphatha nezinkinga zenkolo emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingelosi futhi zinendawo kumaIslam, njengoba ukukholelwa ezingelosini kungesinye sezihloko zokholo kusayensi yezenkolo yamaSulumane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi simo asihlukile kangako emazweni amaningi omhlaba namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuvame ukusithatha isikhathi eside kangakanani ukudlulisa izinto? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababebukele bahlabeka umxhwele, bathi: 'Laba bantu banothando ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Jornal da Tarde ibika ukuthi "izingxenye ezimbili kwezintathu zamahlathi aleplanethi sezibhujisiwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyokwandisa ulwazi lwethu lwezici nezibusiso zalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje, lokhu akusho ukuthi njengosemusha ongumKristu awunakuyijabulela imidlalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
3: Ukuhlobanisa okuthandayo nezinto eziza kuqala ezingenakushintsha | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga nangesibonelo somphostoli uPetru. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINGOMA: 51, 58 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isho ukuthini inkulumo kaPawulu ekweyabaseRoma 8: 20, 21? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhlele ukujima namuhla, kodwa ukubheka izicathulo zakho zokugijima kukodwa nje kubukeka kuwumsebenzi omkhulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngamazwi alandelayo aveza isihawu sikaJehova ngabahluphekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iphephandaba i - Australian liyabika: "Ubuchwepheshe bamabhetri obungase bushintshe ibhizinisi lezimoto emhlabeni wonke sebuyatholakala." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba amahhashi abagibeli egabavula, izimo zezwe ziya ziba zimbi kakhulu (Bheka izigaba 4, 5) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushumayela futhi kunginikeza ithuba lokubonisa uthando ngomakhelwane bami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha okuphuma emlonyeni kuvela enhliziyweni; lokho - ke kuyamngcolisa umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova akakukhohlwa lokho abakwenzile enkonzweni yakhe futhi nabafowabo abakukhohlwa. - Funda uMalaki 3: 16; amaHebheru 6: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inzalamizi uJakobe, ukhokho wesizwe sakwa - Israyeli wakwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ofakazi abagcotshiwe nalabasizi baqhubekela phambili ndawonye njengebutho labagibele amahhashi elingenakubalwa, "angukuphindwa kabili kwezinkulungwane eziyishumi ziphindwe kazinkulungwane eziyishumi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala abangamaKristu kufanele banakekele abagulayo ngokomoya futhi babasize ukuze ukuphila kwabo kuvumelane nezimiso zokulunga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Basha, ningalingisi isimo sengqondo esibi okungenzeka niye nasibona esikoleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha uyoqeda konke ukucindezeleka nokuhlupheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba akhe imithetho, umphostoli uPawulu wabhala ngokuphefumulelwa: "Ngifisa ukuba abesifazane bazihlobise ngezingubo ezilungiswe kahle, ngesizotha nangokuhluzeka kwengqondo, hhayi ngezitayela zokwaluka izinwele nangegolide noma amaparele noma ngemvunulo ebiza kakhulu, kodwa ngendlela efanele abesifazane abathi bahlonipha uNkulunkulu, okuwukuthi, ngemisebenzi emihle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Athi: "Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi Basasingabaza | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le nkulumo iyoba ngesinye isenzakalo esivelele somhlaba wonke sokufinyelela bonke abathanda iqiniso nabafuna ukufunda okwengeziwe ngoJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nixoxa ngendaba, inike ithuba lokuzitholela isisombululo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo abaphikelela ekulandeleni onkulunkulu bamanga bavelelwa yinhlekelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okungenani yilokho okuvezwa yiphephabhuku i - Perceptual and Motor Skills. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiye ngaphuphunyelwa isisu izikhathi ezine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uwabuka ngamehlo angenanhlansi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) U - Abrahama wayigxilisa kuphi ingqondo yakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bamukela Abafileyo Babo Ngovuko | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ingathandeki kwabanye, uma igijima ngendlela efanele, lenja iwusizo kumqondisi wayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhlungu benhliziyo futhi bungase bubangelwe wukukhathalela ngokweqile ukuthi abanye basibheka kanjani, ukufuna ukuphelela, intukuthelo engabhodlwanga, ukucasuka, izingxabano nabanye ezingaxazululwanga, nomuzwa wokuba necala (ngokoqobo noma owenziwe ihaba.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni engaba mihlanu ngemva kokuba ebhale lawomazwi, waloba incwadi yakhe eya ebandleni lase - Efesu achaza kabanzi kuyo izinzuzo zokuzihlanganisa nalelolungiselelo lasemhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungangabazeki, ungupapa ohamba kakhulu kunabo bonke emlandweni weSonto LamaRoma Katolika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho izikhonzi ezingamaphayona namuhla azizona nje izitolo ezihambayo zezincwadi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangazi ukuthi uJehova uzodumala uma ngihamba, kodwa ngesaba ukudumaza lo makhelwane onomusa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, kuyinjongo yakhe ukuqeda isono nokungapheleli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha laba bayahlambalaza konke abangakwaziyo, nalokho abakwaziyo ngemvelo njengezidalwa ezingenangqondo babhubha ngakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sinamathela esinqumweni sethu sokukhulekela uJehova, sisekele uMbuso ngokushumayela izindaba ezinhle, siyolondeka singawi kule nkathi yokuvivinywa yamanje, 'ihora lokuvivinywa.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.