sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Maduze uzolethela abantu abesaba igama likaNkulunkulu impumuzo ephelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, oFakazi BakaJehova sekuyisikhathi eside bekhuthaza imikhaya yamaKristu ukuba ibe nesifundo seBhayibheli samasonto onke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngithola ucingo lokuba ngiye ehhovisi legatsha laseLondon ngiyokhuluma no - Albert D. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusho Ukuthini Ukuba UmKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuye kwashintsha nendlela umuntu abheka ngayo ukuguga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugcwaliseka kosuku lwanamuhla kwalesigijimi kwenza abantu bakaNkulunkulu bajabule kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasifuna ukulingisa izibonelo esasibekelwe zona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uJesu ngokwakhe wabonisa ukuthi lo msebenzi wawuyoqhubeka kuze kube sesikhathini sokuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Lokhu kusho ukuphila okuphakade, ukungenisa kwabo ulwazi ngowukuphela kukaNkulunkulu weqiniso.' - JOHANE 17: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngendlela engokoqobo, yini lawomaKristu ayeyoyenza ekuzimiseleni kwawo 'ukuzilonda egazini'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Noma yini enezingelosi ihamba phambili," kusho umninisitolo obambisene nomunye e - United States. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Xoxa Nabazali Bakho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba umuntu okhohlisayo engase ngobuqili abakhohlise abanye abantu okwesikhashana, ukuba kukaJehova uMninimandla onke nokuba kwakhe olungile kuyisiqinisekiso sokuthi "omboza izeqo zakhe ngeke aphumelele." - IzAga 28: 13; funda eyoku - 1 Thimothewu 5: 24; Hebheru 4: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma wamukeleka kuye, akukho okungakuvimbela ukuba uthole umklomelo wokuphila. - Roma 8: 38, 39. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyakhumbula: "Ikamu lalihlala lihlanzekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwasidida ngoba babevame ukusesha imoto nezimpahla zethu befuna izidakamizwa noma impahla eyebiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho becabanga ngencwadi abangase bayifunde, abafundi abaningi bafuna ukwazi okuthile ngomlobi wayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakungo - 1936 lapho izimbewu zezindaba ezinhle zoMbuso zilethwa okokuqala eVenezuela amaphayona amabili, noma izikhonzi zesikhathi esigcwele, zaseTexas, eU.S.A. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, uthisha - nhloko wesikole uDan ayefunda kuso wayekhona eHholo LoMbuso eze emngcwabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - March 1944, ngabuyiselwa e - Adelgunden, lapho sasichitha cishe sonke isikhathi sethu, ubusuku nemini, sisendaweni yokukhosela ekuhlaselweni yizindiza ngenxa yamabhomu ayeshaya ephindelela eMunich. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lowomuzwa ophambene obangwa ukungapheleli kobuntu unganqotshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1933, esemdala impela, u - Anne Haav wathola indondo yokutuswa ekhethekile yenkosi yaseNorway ngalomkhiqizo awusungula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akufanele simahlulele ngamawala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, amanye amadoda ayothatha izinyathelo ezingafanele ngisho nalapho owesifazane eziphatha kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu ngokwakhe unomusa kubo bonke, ngisho nakubantu ababi abangabongi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi ugesi awukho lapha, sonke savele saququbala emlilweni exhibeni ngemva kokushona kwelanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ikhuluma ngezinyathelo esingazithatha ukuze sicashele ingozi futhi sinciphise amathuba okuthola izifo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda uHezekeli 37: 5 - 10.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akufaneleki yini ukuthi isiGreki sasiwulimi okwalotshwa ngalo isigijimi sobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini ongase ubhale ngayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihlokwana esithi "I - Morse Code Esineminyaka Engu - 150 Ikhona Isengcupheni Yokuphela," esasingaphansi kwesihloko esithi "Ukubuka Okwezwe," singanikeza umbono oyiphutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UTerry uyachaza ukuthi imishini yokulingisa izindiza isilingana nezindiza zoqobo, inazo zonke izinto ezisendizeni, ifana nsé namagumbi ezindiza ezihlukahlukene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angiqondi kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Qaphelisisa; ungasithathi kalula isimo sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IUNFPA (UN Fund for Population Activities) ihlela ukunciphisa lokhu kwanda - ikakhulukazi eAfrika lapho, ngokwesilinganiso, owesifazane ngamunye ezala abantwana abangu - 6,2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mina nomkami sahlukana kathathu futhi besesihlela ukudivosa. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULyova Margaryan lapho kuqulwa icala lakhe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ethola ikhophi yakhe, wayifunda ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokho okwakuyintando kaNkulunkulu ngaye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Walandela ukubhujiswa kukaFaro namabutho akhe oLwandle Olubomvu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimpahla eziwubudlabha, eziwukunganaki ngokweqile, noma ezimpintshayo azifanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kunokuba ulandele zonke izimfashini noma izitayela ezifikayo, yima uqinile, ungavumi 'ukulolongwa ufane nalesisimiso sezinto.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sifuna ukuzinikela kuJehova kuphela, yini okumelwe siyiqaphe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, inani lamaKatolika eJapane lingamaphesenti angu - 0,3 kuphela abantu baseJapane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngatholwa umuntu mumbe owayehamba ngebhayisikili futhi ngokushesha nje wenza amalungiselelo okuba ngiyiswe esibhedlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okufanele sicabange ngayo lapho siwubheka phakathi nawo wonke unyaka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sikugoga futhi sikukhubaza kabuhlungu, lesi sifo singakushiya uyisimungulu, sishintshashintshe imizwelo yakho, sishintshe ubuntu bakho namandla okucabanga, futhi sikubangele umshikashika obonakala ungenaso isiphelo wokuzama ukuvuselela ukuphila owawukujabulela nomkhaya wakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhokhela umgcinindlu yezihambi futhi wathi uzobuya azokhokhela ezinye izindleko. - Luka 10: 30 - 37. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izilaleli zikaJesu 'zazingaqhubeka kanjani zikhulula'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Khona - ke, empeleni i - biotechnology ivumela abantu ukuba babhidlize udonga lwezakhi oluhlukanisa izinto ezinhlobonhlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waze wavusa ngisho nabantu abaningana ababefile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho lendoda ingena eqinisweni eminyakeni eyi - 12 edlule, ukuphikisa okubuhlungu komkayo kwamholela ekubeni enze idivosi engokomthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bangamlingisa kanjani uJehova lapho beqhuba isifundo somkhaya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi lesi sikebhe saseGalile sasingahlangene nakancane noJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe abangane bakho baye babonakala bengabantu abangathembekile, abangenakwethenjelwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha nakancane, ngoba inkambo yobuKristu yokuzidela ivuza ngendlela emangalisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lobu bunye benza ukuphila kwethu kucebe kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ngishiya eminye imisebenzi yokunakekelwa kwendlu ukuba yenziwe uJack. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Wall Street Journal iphawula ukuthi eminyakeni edlule ugesi wawubonakala ushibhile kakhulu ukuba ungantshontshwa, kodwa izindleko zikagesi ziye zenyuka kakhulu eminyakeni yamuva, okwenza ukwebiwa kukagesi kwande. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani, esikhathini sethu, 'abakhanda izinkemba zabo zibe - ngamakhuba'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayequnge isibindi sokubacela ukuba abajoyine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abaningi bazibuza ukuthi kungani uNkulunkulu oluthando uqobo lwalo engabulala futhi abhubhise iningi lesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola kukaGallup intsha eneminyaka engu - 16 kuya kwengu - 24 ubudala, kuveza ukuthi igebe elikhulayo phakathi kwabacebile nabampofu, amanani andayo emikhaya enomzali oyedwa, ukwanda kokusetshenziswa kwezibhamu, ukuhlukunyezwa kwezingane "nokungabi nethemba ngekusasa" okwandile kungezinye izimbangela zokuzibulala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ukuposa kwakuthatha amasonto amabili, ukufunda ngeposi kwakubonakala kuhamba kancane. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuba benikwe ilungelo lokuhola phakathi kwabantu bakaJehova, bayolandisa kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENgilandi cishe ingxenye eyodwa kwezisishiyagalombili zamasonto aseSheshi aye avalwa phakathi neminyaka engu - 30 edlule ngenxa yokungasetshenziswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unyaka ka - 1985 waqalisa ikhasi elisha emlandweni wamaWatch Tower Publications Index. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu uyaphendula: "Nani - boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abasekeli bemfundiso yenkolo yenkululeko bengaba nezinhloso ezinhle, izinguquko ezidingekile azenzeki kalula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo lukaRahabi lwamshukumisela esenzweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke kungase kutuswe ukuhlolwa futhi uma lokuhlola kwenziwa ngokushesha ngemva kokuba kunokwenzeka ukuthi uye waba sengozini yokungenwa yigciwane lengculaza. - ED. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa phakathi neminyaka eyisihlanu eyalandela, kwacaca ukuthi ukuze kwaneliswe isidingo, kwakuyodingeka ukuba sakhe amahholo engeziwe - ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha abaphambukayo bayakubhujiswa bonke. "- IHubo 37: 10, 11, 28, 29, 37, 38; bheka futhi nezAga 2: 21, 22; Mathewu 5: 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sixoxe ngezici ezithile zikaDeveli okungafanele sizilingise. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayamukela amazwi kaJesu athi nguJehova kuphela okufanele akhulekelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, lapho ekhuluma ngomsebenzi abafundi bakhe ababeyowenza emhlabeni lapho ebuya enegunya lobukhosi, uJesu wathi: "Lelivangeli lombuso liyakushunyayelwa ezweni lonke, kube - ngubufakazi ezizweni zonke, andukuba kufike ukuphela." - Mathewu 24: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya wakubo wawucashiswe ekamelweni elingaphansi kophahla e - Amsterdam iminyaka engaphezu kwemibili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe ngaso leso sikhathi, ngo - 1989 - ngezwa ukuthi eBolivia kwakuzovakasha ilungu leNdikimba Ebusayo yoFakazi BakaJehova elivela eNew York linikeze inkulumo enkundleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanjalo abatholi lutho kuNkulunkulu ngoba banhliziyo - mbili; 'bayaguquguquka' emthandazweni nasezindleleni zabo zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi babezingelwa njengezinyamazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi, cabanga ngothando iNdodana yakhe uJesu eyalubonakalisa ngokufa ukufa okubuhlungu ukuze sizuze ukuphila okuphakade! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaphephandaba Aserussia Adumisa OFakazi BakaJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, isimiso sokusebenza sesipholisa - moya sesimanje siyefana naleso sesiqandisi sasekhaya esisetshenziselwa ukugcina ukudla kubanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngonyaka ka - 2000, la mazwe amathathu ewodwa ayesenabamemezeli boMbuso kaNkulunkulu abashumayelayo abacela ku - 500 000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, uNkulunkulu ukwenza kube nokwenzeka ngabantu ukuba bafunde futhi bakhulume okuwukuphela kolimi oluhlanzekileyo emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ukubukeka kwabo beyimiqemane kwafihla ukuthi babengagonyiwe ekungenweni yizifo ezivela eMpumalanga Nenkabazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kancane kancane, uJehova uye wenza izinguquko engxenyeni esemhlabeni yenhlangano yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengenhlabathi enhle, inhlabathi esemeveni iyayivumela imbewu ukuba imile izimpande futhi ihlume. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imikhaya Enomzali Oyedwa Iyanda | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMbuso wobuMesiya uyogcwalisa nesinye isithembiso sikaNkulunkulu, ngoba uPetru wabhala: "Siyalindela ngesithembiso sakhe amazulu amasha nomhlaba omusha okukhona kuwo ukulunga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva ngalobobusuku bashayela lowomkhaya ucingo bengazichazi, bewunxusa ukuba uzithathele lowomntwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani laba abasand 'ukufika, futhi yiziphi ezinye iziprofetho ezikhuluma ngokuvela kwabo phakathi "nezinsuku ezizayo"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifundo esigcizeleleka kakhulu ezingqondweni zezivakashi eziningi ukuthi akuyona ingcebo ngempela into eyenza abantu bajabule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuqeqeshwa kwethu eGileyadi, mina noGeorge sathola isabelo sezithunywa zevangeli sokuya eMauritius, isiqhingi esise - Indian Ocean. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomoya wobugovu usashukumisela izizwe ukuba zilawule, ngangokunokwenzeka, izinqubo ezingokombangazwe nezingokomnotho zamanye amazwe ngokwenzuzo yazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Kungani inkonzo kumelwe ibaluleke kakhulu ekuphileni kwethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Saze safika ngesikhathi bo lesi seluleko! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho mnonjana oyoshiywa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo esisha sobuphekula sihlanganisa izenzo namacebo okungase kube nzima ukuwavimbela noma ukulwa nawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwe kubonakala sengathi banamandla acindezelayo ekuphileni kwakho futhi abakez 'ukukudedela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.