sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Komunye umongo, uJesu wakhuluma 'ngezinto zikaNkulunkulu' - izinto umKristu angenakuzinika uKesari. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi iBhayibheli lithi lapho uMose eneminyaka engu - 120, "iso lakhe lalingafiphele, amandla akhe ayengakanciphi." - Genesise 18: 2; Joshuwa 14: 10, 11; Duteronomi 34: 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa akudingekile ukuba ubheke lesisabelo njengomthwalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNewton wagomela ngokuthi amaplanethi awazidingi izinto ezinyakazayo, eziphathekayo noma uketshezi ukuba ziwasekele ukuze ahlale phezu kwazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, uma kwakunamabandla angaphezu kwelilodwa edolobheni elithile, lawo mabandla ayebizwa ngokuthi amaqembu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile kucatshangwa ukuthi labo abakhethiwe, "ababizwe ngamagama," yilabo umphostoli uPawulu abhekisela kubo encwadini yakhe eya kwabaseRoma, ngamazwi alandelayo: "UNkulunkulu usebenza okuhle ngalabo abamthandayo, ababizelwe injongo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ukukhononda kwakwenzeka njalo eTangier nakwamanye amadolobha, ekugcineni satshelwa ukuthi sasisalelwe izinsuku ezingu - 30 kuphela zokuba siphume ezweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abantu baye bachwephesha kakhulu kuyi - Braille kangangokuthi bangafunda amagama angu - 200 ngomzuzu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama elithi 'amanyala [ukuziphatha okuxekethile, NW],' njengoba lisetshenziswe eBhayibhelini, libonisa isimo sengqondo sendelelo, sokungabi namahloni, ukudelela umthetho negunya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
2, 3. (a) UJesu wakugcizelela kanjani ukubaluleka kokwenza intando kaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka siluvumele lolo lwazi ukuba luqondise inkambo yethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UWilliam Tyndale waveza ingxenye yenkinga esanduleleni seBhayibheli lakhe lekhulu leminyaka le - 16 wathi: "Ngokuthi imiphefumulo yabafile isezulwini, esihogweni, noma esihlanzweni uchitha izizathu uKristu noPawulu abafakazela ngazo uvuko." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, uma indoda engumKristu ishaya umkayo, ingabe akwenzi ukuba yonke eminye imisebenzi yayo yobuKristu ibe yize phambi kukaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngathi ngingafika lapho, ngasebenza kanzima ngathumela imali ekhaya njengoba ngangithembisile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingaba khona uma kusenza singakwazi ukwamukela isikhathi esiphila kuso nokuzivumelanisa naso noma uma kusenza singakwazi ukwazisa lezi zikhathi esiphila kuzo namathemba esingaba nawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kwezithelo, ukudla kwazo kuhlanganisa amaqabunga, izinhlamvu neziqu zemithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubonakala sengathi intsha kumelwe ikhokhe ngokuphila kwayo ngenxa yamaphutha nezifiso zokuvelela zabantu abadala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayasetshenziswa ekwenzeni i - margarine, amakhekhe, isobho, u - ayisikhilimu, namaswidi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindaba ezinhle ziwukuthi lezizinto zingezesikhashana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi umphostoli uPawulu wakhuluma ngokuba 'nokwesaba kwangaphakathi' 'nokudana' noma 'nokuwiswa phansi' ngokomzwelo. - 2 Korinte 4: 9; 7: 5, 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wonke lomsebenzi obizayo noyingozi wabhekwa njengofanelekile ukuze kusindiswe okuwukuphela kwezindlovu zangempela zasogwadule emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inganekwane KaZamcolo Isekela Ukulandisa kweBhayibheli | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, amazinyo omuntu kufanele athi ukuhlukana kancane ngaphandle kwalapho ehlafuna noma egwinya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mbhalo wabhalwa okokuqala ngesiGreki cishe ngasekupheleni kwekhulu lesibili C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGIZOKWENZA okusemandleni ami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova usihlomisa ngokugcwele ukuba senze intando yakhe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iseluleko sakhe siwukuba uphonse kuye imithwalo yakho, uthembele ekusekeleni kwakhe ngezikhathi zokuswela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingaphandle lawo futhi liyamelana namanzi, kangangokuba ijezi elenziwe ngovolo eliswakeme ngeke likugodolise ngokuba lome ngokushesha, njengoba kungaba njalo ngolunye uhlobo lwezindwangu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ngokuzithandela uJesu wanikela ngokuphila kwakhe ngenxa yabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu kumelwe basizwe ukuba babize igama likaJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"UJehova muhle kubo bonke, isihe sakhe siphezu kwayo yonke imisebenzi yakhe." - IHUBO 145: 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intuthuko enkulu engokwesayensi yayingenakwenzeka ngaphandle kwezimiso zokubala nokulinganisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba khona kwabo kulenza libe lihle ithempeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa unezela ngokuthi kwenye indawo emhlabeni, "ezinye izinyoni zingase zihlale isikhashana uma ziphiwa ukudla." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kunguye kuphela owadalwa uNkulunkulu ngokuqondile, wayengabizwa kufanele ngokuthi 'uyiNdodana kaNkulunkulu ezelwe yodwa.' - Johane 1: 3, 14; Kolose 1: 15, 16. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenhlonipho, u - Abrama wenza uyise wavuma ukushiya i - Uri ngokuvumelana nomyalo kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba isayensi iye yasichazela eminingi yalemithetho, uGenesise kuphela osazisa uMniki - mthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye." - FILIPI 2: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
noma ukubhuqwa kwabangenacala nguHerode | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa njengoba enye intombazane eyeve eshumini ivuma: "Kunento eyodwa engibonga ngempela ngayo, ukuba nodadewethu ababili abakhuluma nami ngezinkinga zabo siqu nabangiqabulayo uma ngikudinga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuyinhloko, lama - NRG okukhulunywa ngawo i - Assemblies of God, amaSabatha, amaMormon, oFakazi BakaJehova, namalungu enkolo kaBaha'i. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ka - Isaya ichaza indlela umgcini - sivini ongumIsrayeli ayegubha ngayo isiza emthambekeni wentaba abese esusa wonke amatshe amakhulu ngaphambi kokuba atshale "umvini obomvu wekhethelo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okulandelayo, ingcweti ibuye ihlanganise izingxenye eziningana ndawonye ukuze yenze umklamo omkhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IManchester, eNgilandi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuthiwani uma singazi ukuthi kumelwe senzeni ngesilingo esithile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lawo mazwi akuJoshuwa 1: 9 aye akhethwa ukuba abe isihloko sonyaka sika - 2013. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi uDavide ayehlaselwe yilokhu, wanxusa ngomthandazo: "Thokozisa umphefumulo wenceku yakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UEd wathi: "Ngikwazisa kakhulu lapho abantu bengibheka njenganoma yimuphi umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulinganiselwa ukuthi abantu abayizigidi eziyizinkulungwane ezingu - 1,2 emhlabeni wonke abondlekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho u - Adamu no - Eva bevukela uNkulunkulu, lokhu akuzange kuyibhuntshise injongo yakhe yasekuqaleni, kodwa kwabangela isidingo sokuba izinto ezithile zihlelwe kabusha ukuze injongo yakhe ngesintu nangomhlaba igcwaliseke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba beyekelele imigqomo yobumba yamanzi emakhanda, bebelethe izingane futhi bebambe ngezandla zombili obhasikidi bezingubo eseziwashiwe, abesifazane bahamba kancane baye emakhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Iyiphi inkinga intsha eningi enayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphambene nokubashaya indiva abantu, abantwana abane - autism bangase bagxile entweni noma emsebenzini othile, bewuphishekela amahora amaningana ngesikhathi ngendlela engavamile, neyisicefe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi ayinakulokotha imcebe - kunoma ubani! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laba ngabantu nezinhlangano okuye kwabangela izinselele zekhulu lama - 21 lezo isayensi manje ebizelwa ukuba ibhekane nazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo msebenzi uyakhandla nangokomzimba, ngoba njalo uthwala izinto ezisindayo, ngezinye izikhathi ngaphansi kwezimo ezinzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantwana bakho bayizifundo zakho zeBhayibheli ezibaluleke kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuntuleka kwamandla adonsela phansi kuyinkinga eyobhekana nabaya emkhathini; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INGABE kuyakukhathaza ukuthi abafana abanaso isithakazelo kuwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi yezenzakalo "isivumela ukuba sigcine iqoqo lezenzakalo zokuphila elilandisa ngenkambo yethu siqu," kusho umlobi uChristina Baldwin. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuyisixwayiso kithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimboni ezikhiqiza ukudla, imidlalo enonya yokuqhathwa kwezilwane nokushiywa dengwane okungenazwela kwezilwane ezifuywayo kuyenezela kulesi simo esingesihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma owonile ethola usizo futhi elwamukela, angase akubonge phakade ngesibindi nangobuqotho bakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, izimpawu ezihlukahlukene ezingaba ngu - 200 zenza le ndlela yokubhala yakwazi "ukuyimelela ngempela inkulumo, nalo lonke iqoqo lamagama ayinkimbinkimbi nohlelo lolimi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Asekela ukutusa kwawo kulokho okushiwo eZwini likaNkulunkulu eliphefumulelwe, futhi umoya ongcwele uwenza akwazi ukubona ukuthi umuntu okucatshangelwa ukuba amiswe uyahlangabezana yini nezimfuneko ezingokomBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sibonisa uJehova ukuthi siyamthanda ngokushumayela ngentshiseko ngesigijimi soMbuso, ngokunikeza izimpendulo ezakhayo emihlanganweni, noma ngokusiza abafowethu nodadewethu abangamaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bobabili bajeziswa ngemizamo yabo, futhi izinguqulo zabo zabekwa enqolobaneni yemilando yesonto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini yakhe ethi A Guided Tour of the Living Cell, usosayensi owazuza uMklomelo KaNobel uChristian de Duve uyavuma: "Uma uqhathanisa ithuba lokuvela kwengqamuzana legciwane nethuba lokuba ama - athomu alo ahlangane ngokuzenzakalelayo, alisoze lakhiqiza ngisho naphakade." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Bangaki ababhapathizwa, futhi yimaphi amazwe aseshadini avelele kulesisici? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho noma ungamiswanga futhi ungathunyelwanga kwelinye izwe njengesithunywa sevangeli, ungaba nomoya wobuvangeli, ulingisa uJesu njengommemezeli oshisekayo wezindaba ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufunda - Embizeni Yamafutha 20 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunamahemuhemu okuthi kunezinye iziboshwa ezase zibulewe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lapho eseRoma waphambukela ebuKristwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[UJesu] wafundisa nsuku zonke ethempelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mbhangqwana wawuyile emhlanganweni futhi usufuna ukuvakashelwa oFakazi BakaJehova eMexico City, lapho wawuhlala khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uyaqonda ukuthi sibuthakathaka nokuthi ngisho nangemva kobhapathizo singase siwele esonweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, njengoba nje uSabine akhuthazwa, ungase uthande ukuthola izinto ngosikompilo lwabanye okuyoba inzuzo ukuzilingisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile kumelwe ukuba likhona ikhambi lezombusazwe lezingxabano zamazwe nezomhlaba wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kuyavunywa ukuthi, cishe ngeke uqale ukudabula wonke umuntu ombonayo ngenxa yokuthi lokhu kwavezwa ebhayisikobho ethile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ikhonza, kanye nomyeni wayo, kwelinye lamaHholo oMhlangano eJalimane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba nombono kaNkulunkulu ngabantu kusho nokushumayela kubo bonke, kungakhathaliseki izimo zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamanye amazwi, ukuze siqinisekise izinhliziyo zethu, kudingeka sizuze izinhliziyo zethu, sizikholise ukuthi uJehova uyasithanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izikhathi ziye zashintsha futhi kunjalo nangezimo zengqondo ngomshado. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sisondela emnyango, sezwa izwi ngaphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugqashula Emkhubeni Wokuqinela Abanye | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya wawufunda incwajana ethi God's Way Is Love. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isho ngokuzisola, "Ngiyaxolisa Mama, bese ngikhohliwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye ukuyifutha kabili ngokuqonde ngqó kwagcina kuyibulele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolunye usuku, uJehova wayala uJona ukuba asuke kwa - Israyeli aye eNineve, inhlokodolobha yoMbuso Wase - Asiriya onamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngafunda nokuthi uJehova akasishiyanga singenathemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenze icace indlela uJehova akucebise ngayo ukuphila kwakho 'ngokukufundisa ukuze uzuze.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba alandele uMthetho owadluliselwa ngezingelosi, amaKristu anokholo ensindisweni iNdodana kaNkulunkulu ephakeme kakhulu kunalezozithunywa eziyizingelosi eyaba ngeyokuqala ukukhuluma ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, wonke umuntu onengxenye emncintiswaneni uyazithiba ezintweni zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungafani nama - gyroscope avamile ashwibekayo, ama - haltere aya ngapha nangapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesethathela kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubekwa Kwemingcele | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyini 'ingcebo'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulaba, abangu - 23 basayina izivumelwano zama - dollar angaphezu kwezigidi ezintathu (amaRandi ayizigidi ezingu - 9) ngonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhulwini lama - 20 kwaba nezimpi ezimbili ezihluke ngokuphelele kwezinye izimpi kangangokuba zabizwa ngokuthi izimpi zomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.