sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ziyokuhlomela kahle ukusebenza nabaqashi nezinye izisebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakubuhlungu ukuyeka, kodwa kwakufanele sinakekele umama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu babegcwele yonke indawo - bewasha, bepheka, behluba ubhotshisi beshanela amabala phambi kwamatende abo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi, wafaka izihloko ze - Nqabayokulinda phakathi kwamanye amasoseji. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umcwaningi wabuza: "Singalicacisa kanjani iqiniso lokuthi into efiswa abantu abaningi kangaka, nabakholelwa ukuthi iyikhambi lakho konke, lapho isitholakele iba nemiphumela engafani esukela ekudumazekeni kuya ebuhlungwini?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sisasanda kuvulwa lesi sikole wayedlala ibhola, kodwa kamuva wayeka ngoba esaba ukuthi uzolimala abese engakwazi ukuya emihlanganweni yesigodi eyayiba sehlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ilanga linobukhulu obuphindwe izikhathi ezingu - 400 kunenyanga, liphinde libe kude kunenyanga izikhathi ezingu - 400 ukusuka emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi likaNkulunkulu lisisiza ukuba sinqobe ukuqhosha ngokusifundisa ukuba sicabange ngendlela efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungathanda yini ukugibela okuhamba "emgodini ongaphansi"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uJehova ubenzela okuthile okuphawulekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela esemncane, eneminyaka engu - 8, "wenza okulungileyo emehlweni kaJehova... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgeSonto kunesihloko esithi "Ukusebenzisa Inkululeko Yethu Ngokuvumelana Nomoya KaNkulunkulu," esisekelwe kweyesi - 2 Korinte 3: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ababelethisi bayajabula njalo lapho umuntu ebelethe kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yathi kuye: "Ngiyajabula ngokukwazi ukukutshela izindaba ezithile ezibalulekile: Sengibuyele eqinisweni.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyanezela: "Babheka iBhayibheli njengeliwukuphela komthombo wabo wenkolelo nomthetho wokuziphatha." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwenza bajabule ukuthi ukuphila kwabo kugxile ekupheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokho nje engikufunayo - ukugijima ethafeni elivulekile okwesikhashana ukuze ngibone ukuthi amaphaphu ami asebenza kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibuzo ephansi emakhasini iyakukhuthaza ukufunda, futhi nemifanekiso yayikhanga kimi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo abaphila ne - Tourette syndrome babhekana nenselele nsuku zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Liyinto eyigugu kakhulu isintu esinayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wande kangakanani umuzwa wokuthi 'abanye abakuqondi' ukukhathazeka, izinkinga, nokucindezeleka esibhekana nakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe singasho ukuthi ietiquette 'ithikithi' lokungena emphakathini ohloniphayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Futhi kungumqondo omuhle kakhulu," kwenezela i'Teen, "ukuvakashela udokotela akuhlole ukuze asuse izifo zomzimba okungenzeka ziwumsuka wokucindezeleka kwakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikakhulukazi eshumini elilodwa noma amabili eminyaka adlule, labomagazini bethu baye bakhanga abantu ngenxa yesinye isizathu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinyembezi Muva nje ngiye emngcwabeni womKristu othembekile obekhonza njengomdala ebandleni lethu iminyaka eminingi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi ngokuhamba kwesikhathi izono zakho ezifihlekile ziyokwembuleka nakwabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, siyini isivikelo esinikezwa yinhlangano kaNkulunkulu namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, kukhona ukuhluleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emashumini amabili eminyaka ngemva kokusungulwa kobuKristu, ibandla laseJerusalema lalisenkingeni enkulu ngokwezimali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lolu lwelwesi luvikela amehlo ngaphandle kokuwavala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaqiniseka ukuthi bonke abangane bami bezombangazwe babezojabula kakhulu ngokuzwa ngesigijimi sethemba engangisanda kusithola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Watshelwa izingelosi ezimbili ezazimvakashele ukuthi uNkulunkulu wayesezolibhubhisa iSodoma neGomora. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngaphezu kwalokho, sifunda izimiso zokuhlonipha uNkulunkulu ezisifundisa indlela yokuphila ngendlela uNkulunkulu afuna siphile ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IHubo 115: 16, lithi ngoNkulunkulu: "Umhlaba uwuniké abantwana babantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bebeyothukuthela bagane unwabu ukuba babekwazi lokho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuze kube umkhuba bese kuhlwanyeleka imbewu ye - anorexia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngavelelwa ingozi yebhayisikili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
kubuza umagazini i - Psychology Today. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwahlelwa umhlangano endaweni yokuvivinya umzimba ePacaembu eDolobheni laseSão Paulo, futhi ngakhonza njengomhumusheli wabazalwane ababevakashile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wabeka umthetho onokwethenjelwa wokubonakalisa lokho okuyiqiniso noma amanga ngokuphathelene nenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Dumisa uJehova ngempahla yakho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngifika ehhovisi legatsha eBern, ngathola ukuthi abazalwane balapho yibona ababehlele ukuba ngeqe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusebenzelana ngothando nabantu abadala akuzenzakaleli kanjalo ngaso sonke isikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ingumdala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, ngoba womabili lamadoda ayesenesikhathi eside afa futhi ayelele othulini elindele uvuko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho singabonga ngokuthi umgawuli wezingodo omdala usasebenza! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, wabukhuthazelela ubuhlungu ukuze ube nempilo engcono esikhathini esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuphenywa kwenza kwaba sobala kimi ukuthi othile oyimpimpi wayebe khona kwesinye sezifundo zami zeBhayibheli futhi wabika imisebenzi yami yokushumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Utshwala bungenza umuntu angakwazi ukusebenzisa ukwahlulela okuhle futhi benze umbhangqwana wenze ngendlela oyozisola ngayo kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - SPANISH AERO CAR YASENIAGARA | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkolelo - ze 1: Ukufa kuyisiphetho esingokwemvelo sokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nganginxuswa ukuba ngivule imizila eyengeziwe yomsebenzi, futhi ngangazi ukuthi ngangingasoze ngaphayona uma ngithatha lowo msebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EmBhalweni, lemibuso yezwe ifanekiselwa yizilwane zasendle, futhi phakathi namakhulu eminyaka, iBhayibheli liveza eyisithupha yayo eyaba nethonya elinamandla kubantu bakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngokusobala babona ukuthi ngizithanda ngempela izinto ezimayelana neBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku olulandelayo ekuseni, ngithukile, ngaya kuthisha wami ngaphambi kwekilasi ukuze ngithole isibindi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Israyeli kaNkulunkulu nabangane bakhe bangakufeza kanjani ukufakaza kwabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, iradon iyabola ibe imikhiqizo ekhipha imisebe eyaziwa ngokuthi abantwana bayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INCAZELO YOKUTHULA | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Xoxa ngale ndaba nabazali bakho noma nothile ovuthiwe ebandleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwabo ngibona abantu ababhekene nezinkinga kodwa abasakhonza uNkulunkulu ngokwethembeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umdlwenguli, owadedelwa eminyakeni emine ngaphambi kokuba kuphele isigwebo sakhe seminyaka eyishumi, wahlasela owesifazane ngokobulili futhi wambulala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko osithumele siyathakazelisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ngo - 1966, wathuthela eMombasa, eKenya, lapho avuselela khona ukufunda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ufuna ukwazi ngezinkolelo nezinto ezenziwa oFakazi BakaJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngithola inxanxathela yemigwaqo emincane eyehlelayo emagwincigwinci, izindlu ezimbelwe phansi, izitolo zamawayini, amakati nezinja ezilahlekile, amathilomu nezinqola eziqhutshwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umnyango uvulekile kancane, nakuba ubuwushiye uvalwe ngcí. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izihlubuki nabaholi bokukhulekela kwamanga basonta izimfundiso ezicacile zikaJesu bazenze isinyokotho senkohliso yenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi emhlabeni bayokhohliswa amathemba ayize phakathi nesimemezelo esizayo esithi "Ukuthula nokulondeka!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho lapho zombili lezinqubo zokuthola ubulili nokukhishwa kwezisu zitholakala kalula khona, imibungu yesifazane ibulawa ngokukhishwa kwezisu ngamanani amakhulu, okwenza isilinganiso sokuzalwa kwabesilisa nabesifazane singalingani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungafunda kanjani ukuphatha imali yakho ngendlela engcono? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umnikazi wenja kumelwe aqiniseke ukuthi angayilawula inja yakhe ezimweni ezibucayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani iNguquko YamaProstestani ingazange iphawule ukubuyela ekukhulekeleni kweqiniso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusebenza komoya ongcwele kaNkulunkulu, njengamafutha ezibanini, kukhanyisa iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlando Omubi Wobugqila (eSenegal), 2 / 22 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba asilethanga - lutho ezweni; kusobala ukuthi singemuke nalutho futhi; kepha uma sinokudla nezambatho, asaneliswe yikho. '- 1 Thimothewu 6: 6 - 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJona waphila ekhulwini lesi - 9 B.C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Ngiye ngizame ukuhlale ngikulungele ukududuza umkami uma esosizini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi sefilosofi esingumRoma, uSeneca, sathi ngabantu besikhathi saso: "Abantu bayashikashikeka embangweni omkhulu wobubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, uKatherine usejabulela ukukhonza njengephayona elikhethekile esiqhingini sase - Kosrae esisePacific. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasekupheleni kwekhulu lokuqala kuya kwelesithathu C.E. kwakukhona ababethanda i - codex nababethanda umqulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kubaphoqelela ukuba basho amagama ngokuvamile abebengawagwema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele sisabele kanjani ezenzweni zikaNkulunkulu zamandla zokusindisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphansi kwebhodwe kuqhumaqhuma umlilo omncane, obaselwe ngezinkuni ezintathu eziqatha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwazijwayelanisa nezimfundiso zoFakazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wabhala: "Yena lowoMoya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwanda kokungabi namthetho - Mathewu 24: 12, NW | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungangabazeki zizizwa zilondekile ekunakekeleni kukaMalusi Omkhulu, uJehova uNkulunkulu, noMalusi Omuhle, uJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukhanya KukaNkulunkulu Kuxosha Ubumnyama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba imikhomo iyivela - kancane eMedithera, abadobi bemikhomo bake bamisa imikhumbi eJopha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKUSONGELA kwenuzi - kungakhathaliseki ukuthi okwamabhomu amaphekula noma izingozi ezikhungweni zenuzi - kusisongela sonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuyobahlomisa ngokwengeziwe labo abakhona ukuba bafakaze ngokuphumelelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikathekizimu Entsha YamaKatolika | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazalwane baseNingizimu Afrika basabela ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangibonisa indlela yokumthanda futhi bangitshela ngenjabulo yokumkhonza isikhathi esigcwele. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UAna, okukhulunywe ngaye ekuqaleni, wasizwa ukuba asimame ngemva kwenhlekelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyavunywa, labo abenza izithombe bangase banikeze umsebenzi wezandla zabo ukuphila namandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lobu ubufakazi bokuthi uMbuso kaNkulunkulu uyabusa nokuthi maduze uzolethela abantu izibusiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uze athi sinezisusa ezimbi, esho ehubhuza amanga! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi yeka injabulo okuyiyo ukudumisa uJehova ngezingoma emihlanganweni yamaKristu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, umusa uthinta inhliziyo, ukhulume nayo, futhi ezikhathini eziningi, unamandla kunamazwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.