sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Siyakugwema ukungathembeki ngoba isilinganiso esiphelele noma isisindo okuyisona sona, esibonisa ukwethembeka, siyamthokozisa uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinto zesimanje ziye zashintsha indlela esizenza ngayo izinto, futhi sekulula ukwenza imisebenzi eminingi ekhandlayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ikhono lokucabanga lingasisiza sibone ukuthi sikuphi ngomqondo ongokomoya futhi siyaphi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngala mazwi uPawulu wayevuma ukuthi abazalwane baseKorinte babeqinile okholweni, hhayi ngenxa yakhe noma omunye umuntu, kodwa ngenxa yokholo lwabo siqu kuNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingani kwayena uJesu ubizwa ngokuthi "uFakazi Othembekileyo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokujabulisayo, iBhayibheli lichaza isikhathi lapho ngaphansi kokubusa koMbuso kaNkulunkulu, "umhlaba ngokuqinisekile uyogcwala ulwazi ngoJehova."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba ngiqiniseka ukuthi ubaba waphatheka kabi lapho ngimbhalela ngimtshela ngesinqumo sami, okuwukuphela kwento ayisho ukuthi wayejabula ngokuthi ngangisonta.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, imipheme enendawo ephakeme enezitebhisi ngaphambili yayenziwe ngobuciko ukuze iqondane kahle nomgwaqo okudlula kuwo udwendwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho weva eminyakeni eyishumi nambili, zaqala izinkinga zobusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sinasiphi isibopho ezizukulwaneni ezizayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mbhalo ukhuluma ngokunqoba iKhanani kukaFaro Merneptah ngo - 1210 B.C.E.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho lamazwi abhekisela ekubeni - khona kukaJesu Kristu kobukhosi njengeNkosi, kusukela ngo - 1914 nangemva kwakhe, ngemva kokubekwa kwakhe esihlalweni sobukhosi ezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yangitshela ukuthi ukutshela umuntu ukuba 'avale umlonyana wakhe' kwakubonisa ukuntula uthando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi abantu badalwa "ngomfanekiso kaNkulunkulu," yibona kuphela abakwazi ukubonisa izimfanelo zakhe ezinjengokuhlakanipha, ubulungisa nothando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngasenyakatho - ntshonalanga, uhlobo olubulalayo Iwekholera Iwabhubhisa eMali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KwakungelomIsrayeli owayengcolile ngokwesiko ngoNisan 14 noma ekude kakhulu nendawo umkhosi owawugujelwa kuyo ngokuvamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ngePentekoste lika - 33 C.E., esabela kulesosenzo, uJehova wabanikeza lokho uPetru abhekisela kukho 'njengokuzalwa kabusha ukuba babe nethemba eliphilileyo... abaligcinelwe ezulwini.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba sisaphila nemiphumela yesono, isihlengo sisinika ithemba lesikhathi esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingelinye lamazwe amabili emhlabeni azungezwe ngokuphelele amazwe angenalo ulwandle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Abantu Abagugayo BaseChina'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokujabulisayo, ngemva kokulungisa isimo sakhe, uDaniel wabona ukuthi angakwazi ukuphinde enze isabelo sakhe ngonembeza omsulwa futhi waphinde wawamukela ngokukhululekile amalungelo ebandleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifiso esihle sokufuna ukwazi ngoMdali wethu, intando yakhe, nangezinjongo zakhe singenelisa kakhulu futhi sibe yinzuzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ayikho kulezinkulumo eyayingokomBhalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
URyusuke wazikhethela ukuyosebenza esakhiweni sehholo lemfundo eliseduze neHholo Lomhlangano laseKansai.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, bonke kumelwe balandele isibonelo sikaJesu futhi bazimisele ukukhonza omunye nomunye ngaphandle kokukhetha, kungakhathaliseki ukuthi umsebenzi uyisicefe noma uphansi kangakanani. - 6 / 15, ikhasi 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ziningi ezinye izibonelo ezinganikezwa ezibonisa ukuthi ukuphila kwethu kuncike kanjani emithethweni elinganiswe ngokucophelela nezimo ezitholakala emkhathini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukutshela othile emndenini noma umngane indlela ozizwa ngayo kuyokusiza ukuba ukwazi ukubhekana nosizi futhi lesi simo singakuqedi amandla. - Isimiso seBhayibheli: IzAga 18: 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ukuzimisela kwawo ukulalela amazwi kaJesu aya emabandleni ayisikhombisa kwawabonakalisa ngaphandle kokungabaza ukuthi awukuphela kwamaKristu aphethe ukukhanya kulelizwe elisebumnyameni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe bagcizelele kakhulu ikhono lokushumayela. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wenezela: "Ungakhathazeki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho beqeda ukudla, bonke baphuthuma ezindlini zabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zichaza ukuthi leli gama lihlanganisa nokuba nezikhalazo ezihlukahlukene, njengokukhuluphala, ukukhathala, ukuqaqamba kwamalunga, isilumo, izinhlungu zekhanda, ukucunuka, amabele asheshe azwele, iziqubu zokukhala, ukuhalela ukudla, nokushintshashintsha kwemizwelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, okungavamile ukubikwa iqiniso lokuthi imfucumfucu enoshevu ichithwa njalo kuyiRhine ngokwesilinganiso esingesikhulu ngokuphawulekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - blue whale nezinyane
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, sivaleleke ngaphakathi ebhodleleni, kancane kancane senyusa izinga lomfutho womoya osezingeni lolwandle cishe izikhathi eziphindwe kasithupha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengasesikhathini esidlule, namuhla izinkolo eziningi zithuthukisa imibono namafilosofi abantu kunokuba zinamathele kulokho uNkulunkulu athi kuyiqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye banomuzwa wokuthi le nkulumo igcizelela ukuthi umuntu angavuma ukulahlekelwa isikhumba esithile uma lokho kuyosindisa ukuphila kwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, u - Ann wayefuna - futhi wayezimisele - ukuba umngane wezwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokweBhayibheli, inkinga yokubulalana kwabantu ngeke ixazululwe ngokuthi labo abahlose ukubulala baphucwe izibhamu kuphela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe kuwukuhlakanipha ukucabanga ukuthi uyomane ayizibe leyo mizwa futhi ashaye sengathi akukaze kwenzeke lutho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanzi angaphansi komhlaba manje asenyukile aba ngamamitha angu - 40 ngaphansi kweTrafalgar Square.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Onkulunkulu Bemvula Bayadumaza
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singase sizibuze: 'Ngisabela kanjani lapho ngifunda iseluleko esiseBhayibhelini noma esisezincwadini zethu mayelana nokuminza?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ephawula ngokufa kukaNksz.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengomuntu osemusha, xoxa ngezinto ezikucindezelayo nothile ozokwazi ukukusiza
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova waqaphela lowaya malusi ophansi owayenza umsebenzi ophansi eqhumbuza amakhiwane - ukudla okwakudliwa kuphela abantu abampofu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kuwukuthi sikhuluma nje uhlala nomkhaya osiswe kuwo noma nomkhaya wokutholwa, ungase uhlaselwe imicabango ephambene ngezikhathi ezithile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDe Castro wamangalela uMontano ngokonakalisa umbhalo ngefilosofi emelene noZiqu - zintathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"NGAQALA ukudlala imishini yokugembula [yokubheja] lapho ngineminyaka engu - 13," kuvuma uDavid.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova abangaphezu kwezi - 3 000 000 ngenkuthalo basakaza 'izwi likaKristu' noMbuso kaNkulunkulu emazweni angaphezu kwama - 200.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthula kuyoba into engokoqobo ngoba ukushisekela ubuzwe okuhlukanisayo kuyobe kungasekho, kuthathelwe indawo igunya elibumbene lembulunga yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyakukholisa ukuthi iBhayibheli liyiZwi likaNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyoguqula isintu asenze umkhaya owodwa onobunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
John Matthews, eKingston, e - Ontario, wathola ukuthi le nkinga kwakuwuhlobo lomdlavuza olungavamile olubizwa ngokuthi i - acute promyelocytic leukemia (APL).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba elandisa: "Kuhle ukuthi bacabanga ukuthi angidingi lusizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwemibhalo eminingi yesandla eyatholakala lapho kwakunencwadi yesehlukaniso ebhalwe ngesi - Aramu, yango - 71 noma ngo - 72 C.E.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu namuhla alwela ukulalela umyalo okuLevitikusi 19: 32 othi: "Wosukuma phambi kwempunga, uhloniphe ubuso bomuntu omdala."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye, iqiniso elibonisa ngokusobala ukususa kwabo imingcele liyindlela abaye babizwa ngayo ababusi bezombangazwe abehlukene.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uMdali wendawo yonke onamandla onke uyazehlisa abuke emhlabeni, futhi amehlo akhe abona "ophansi," "odingayo," abantu "ababubula bekhala ngazo zonke izinengiso [ezenziwayo]."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ungadubuli ngempela futhi isigebengu sikudubula, kuyingozi kakhulu ukuba nesibhamu kunokungabi naso nhlobo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yingakho ngeza eBethel.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Uyozidela Ngenxa YoMbuso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi yaseSweden iTrygg i trafiken?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, kungase kube ukuhlakanipha ukuqala ngokumbonisa ukuthi uzwelana naye ngobuqotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka indlela okuqinisekisa ngayo ukuba khona kwesandla sothile esiqinile, esisekelayo kanye nengqondo ehluzekile lapho kwenziwa amalungiselelo omngcwabo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Encyclopedia of Early Christianity ithi: "Ibandla lokuqala lalizibheka njengesintu esisodwa esisha esinamaqembu ayekade ezondana, amaJuda nabeZizwe, ayesehlala ndawonye ngokuthula."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enkathini yangaphambili abantu abakaze babonise ukuthambekela, nesifiso esikhulu kangaka sokubulala izigidi zabanye abantu ngenxa yohlanga, inkolo noma isigaba sokuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhuluma kukaMfoweth 'u - Ombeva ngokukhululekile angafihli kwasiza abaningi bakwazi ukukhuthazelela ukulingwa ngesibindi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani singaqiniseka ngokuthi uhulumeni woMbuso wobuMesiya uyoba ongcono kakhulu, futhi yini oFakazi abayitusa ngokungenamahloni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayathanda ukuhamba kuyo noma mhlawumbe ukuhlala ebhentshini bajabulele indawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengabanye abadala ebandleni lobuKristu, ababonisi abajikelezayo 'basebenza kanzima ekukhulumeni nasekufundiseni.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengoMfundisi Omkhulu, uJesu waphana ngoqobo lwakhe ngokungagodli
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowo onegunya kudingeka alawule umoya wakhe ukuze avumele incazelo enjalo, futhi lokhu kuyobonisa ukuthi unokuhlakanipha namandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngeke kwenzeke lokho uma siluthwé ugwayi. - Marku 12: 30.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho wenza kahle ngokuzamukela njengoba zinjalo ngempela, ziyiZwi likaJehova lamaqiniso aphefumulelwe alondolozwe kwaze kwaba sosukwini lwethu. - 1 Thesalonika 2: 13; 2 Thimothewu 3: 16, 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe inkonzo enjalo uyibheka njengomcebo ongenakulinganiswa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho kuwukuhlakanipha ukuba ngoqaphile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UStöppler uthi: "Kulapho ukucindezeleka sekukugabha khona, noma kungasingathwa ngendlela efanele, lapho kuvela khona imiphumela yako emibi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kunento ofuna ukuba yenziwe kahle, ingabe unomuzwa wokuthi kumelwe yenziwe nguwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - New York Times ibika ukuthi abacwaningi basanda kubukeza isilinganiso senani lezakhi zofuzo engqamuzaneni ngalinye lomuntu, bathola ukuthi zingu - 140 000.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Awukho uhulumeni womuntu oqinisekisa ngenkululeko eqinisekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ziningi izifo kulezi zinsuku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukucindezeleka kusekhona. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Owesifazane obekhathazeke kakhulu ukuphila kwakhe konke uyabhala: "Ngibonga kakhulu ngezihloko ezikhuluma ngokuxhashazwa kwabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubugebengu Buqala Kancane
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuwohloka kohlelo oludala kuye kwashiya inkundla ivulekele zonke izinhlobo zezinyathelo ezintsha, ezinye zazo zinezinxushunxushu kakhulu - futhi ubudlova budlondlobala ngaphandle kwesizathu. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umthath 'emunye noma uziqu - zintathu ongokwenkolo wayeyisici esivelele ekukhulekeleni kwaseBhabhiloni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Sadalelwa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini ezotholwa yilabo abalalela isiyalo sikaNkulunkulu nalabo abasenqabayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayesho ukuthi umuntu kufanele aligcine izwi lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa izihloko ezifundwayo ezinjengesithi "Babusisiwe Abanesibindi" (ngo - 1919) nesithi "Yibani Nesibindi" (ngo - 1921) zasiza abanye ukuba baqale lomsebenzi, bethembela kuJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwe - Journal of the American Medical Association, "iningi labaphuza ngokweqile alizibheki njengabantu abaphuzayo abanenkinga."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Umoya nomlobokazi" abasho kanye nje ukuthi, "Woza!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uprofesa ube eseqhubeka echaza ukumiswa kosuku lukaKhisimusi:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ayizipho zethu ezingabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yini ebonisa ukuthi uJesu uthola injabulo ekwenzeni intando kaYise?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengomalusi ongumakadebona, uDavide wayeyazi indlela yokuhola, yokuklabisa, neyokuvikela izimvu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi wabhala: "Amazulu ayalanda ngenkazimulo kaJehova, nomkhathi ushumayela umsebenzi wezandla zakhe." - IHubo 19: 1; Roma 1: 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
La madoda ayisikhombisa 'ayefakazelwa.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, eBelgium kunesidingo sabashumayeli boMbuso abengeziwe emasimini asebenzisa isi - Albania, isiPheresiya nesiRashiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn