sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ngokwesibonelo, iMishnah (Keritot 1: 7) inomlando wokwenzeka ngekhulu lokuqala, lapho inani lamajuba amabili okwenza umhlatshelo laphakama laba udanariyu wegolide.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbiko wathi: "Ingculaza iye yaba umbulali ohamba phambili kwabesifazane abaphakathi kweminyaka engama - 25 kuya kwengama - 34 eDolobheni laseNew York."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wakukhuthazelela lokho nokunye ukuhlukunyezwa, ngakho bamkhulula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waqale wagcizelela isidingo somsebenzi wokushumayela futhi wabakhuthaza ukuba bawuthandazele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe sizizwe sithambekele ekuyiseni kuye imithwalo esisindayo, sinethemba lokuthi uzosisekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ukunqoba uSathane - umthombo wobubi - kuhlobene ngokuqondile nokushumayela isigijimi soMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo lababantu babewumthwalo kuJehova, futhi wayezobasusa bangabe besaba umthwalo kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthintana nazo noma ukuvumela ukuthonywa yizo akufanele kuthathwe kalula, ngoba, njengomholi wazo, uSathane uDeveli, zingathanda ukusishwabadela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho okushiwo imiBhalo mayelana nokugqoka nokuzilungisa kwenza singangabazi ukuthi uMbusi wendawo yonke unezimiso eziphakeme zokugqoka zabakhulekeli bakhe beqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, uDeveli ufuna ukusizakala ngezifiso zenyama ezingokwemvelo zezinceku zikaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakunezinye izinkinga esontweni ezazimphatha kabi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphazima kweso, yayisimngqimuze yamlahla phansi uyise ngokugadla okukodwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ingwejeje ivuka kulokhu kulala kwasebusika, ubuchopho bayo buqala ukusebenza ngendlela evamile ngemva nje kwamahora angaba mabili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, ukutholakala kwamanzi anele nahlanzekile - nakuba kubalulekile - akukona kodwa okudingekayo ukuze sijabulele ukuphila okunempilo nokujabulisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"... ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke owakhiwe." - MATHEWU 24: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umongo okuthathwe kuwo la mazwi utshela amadoda indlela okufanele abusebenzise ngayo ubunhloko bawo - ngendlela noKristu asebenzisa ngayo igunya lakhe phezu kwendoda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova balandela iseluleko somphostoli uPawulu, owabhala: "Ngakho - ke okokuqala kukho konke, ngikhuthaza ukuba ukunxusa, imithandazo, ukuncengela, ukubonga, kwenziwe ngokuphathelene nazo zonke izinhlobo zabantu, ngokuphathelene namakhosi nabo bonke labo abasesikhundleni esiphakeme; ukuze siqhubeke siphila ...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa njengoba ibacteria incane ngesilinganiso inkulu ngokwamanani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kwakungase kube nzima kulawo ma - Israyeli ukwenza isinqumo esihlakaniphile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ikhuluma ngoYise wasezulwini, iNdodana yathi: "Izwi lakho liyiqiniso."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impilo Ebuthakathaka Nokudumazeka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukunciphisa Ukuthengiswa Kwazo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuba amasimu endawo esevuniwe, umalusi wayefaka izimvu zakhe emasimini ukuze zidle okusanhlamvu okwakusele ezinhlangeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Makaqhubeke ecabangela - njengoba enza ngoMay odlule - ukuthi ukudamba okukhona kwemibango yezombangazwe kuyimpendulo kaNkulunkulu yemithandazo "yobuKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
yini ayebhekisele kuyo lapho ethi "kwalezi"?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiphazamiso Sanamuhla Esithé Chithi Saka
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, uJan, manje ongubaba wezingane ezimbili esezikhulile, uyakhumbula: "Ngangizethemba kakhulu ekuqaleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iningi lamasosha ayesesikhundleni esilingana nesami ayekujabulela ukubuyela emakhaya futhi agweme ukuchitheka okukhulu kwegazi okwakuzokwenzeka kule ndawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(July 8 no - July 22, 1992) Muva nje siye sahlala nogogo womkami, futhi lokhu kuye kwasilethela izinselele zangempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuhamba kwesikhathi, ngafunda ukuzifundela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulalela uJesu kuhilela 'ukugxilisa amehlo ethu kuye, sicabangisise ngesibonelo sakhe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ososayensi abakazi ngezici eziyinkimbinkimbi zokusebenza kwezakhi zofuzo, zendawo esizungezile, nezenhlalo ezinomthelela ekuphazamisekeni kobuchopho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lombiko uphawula ukuthi ngisho noma bematasa kanjani, abantu abanomusa bayakujabulela ukuhlangana nabanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"IBrazil inamahlathi emvula aphindwe kathathu kunanoma iliphi elinye izwe, ihamba phambili emhlabeni ngezinto eziphilayo ezinhlobonhlobo, futhi isenezinhlobo eziningi zezilwane ezincelisayo, izinhlobo ezingu - 460, endaweni yayo," kusho iphephandaba i - Estado de S.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaJuda kwakufanele ahlale eyisizwe esinendawo yaso, ithempeli, abapristi nombusi waso, kuze kufike uMesiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungabuzi nokubuza ukuthi kunesithukuthezi kanjani!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INGABE likhona ithemba ngezigidi zezisulu ezafa ekuQothulweni Kwesizwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubazi kahle ubuhlungu ababhekana nabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqhubeka nenqubo kuzoshintsha lo shukela ongacolisiwe kuwenze ushukela omhlophe ojwayelekile abaningi abawuthandayo lapho bedla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe ngeke yenze izinto ezizoyilahlekisela ngomusa kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu amaningi okuzisholo akholelwa ukuthi kunezulu nesihogo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, umphostoli uPetru wamemezela: "Siyalindela ngesithembiso sakhe [sikaJehova uNkulunkulu] amazulu amasha nomhlaba omusha okukhona kuwo ukulunga."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
B., eUnited States
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayingazifundi nhlobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nguye oqale lonke lolu thuthuva. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akufanele nanini sinike uDeveli indawo ebandleni lobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyadabukisa ukusho ukuthi, lapho sebebadala, abaningi bayazisola ngokuphishekela imigomo engalungile lapho besebasha noma bayacindezeleka lapho becabanga ukuthi abazange babe nemigomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi kuyoba elinjani izwe lokwethembana nokuthula!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ngisho nalapho zingawuboni umehluko phakathi kwemibala ethile, zingase zikwazi ukubona umehluko ekugqameni kwayo futhi ziwuhlobanise namagama imibala ebizwa ngawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Opa kwadingeka ukuba asebenze kanzima amahora amaningi ukuze anakekele umkhaya wakhe futhi awakhele umuzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphandle kokuzimisela okwengeziwe kwezizwe ezimpofu kakhudlwana ukuthuthukisa imfundo, kwakukhona futhi ukuphawuleka okwandayo kokungafundi emazweni athuthukile, manje okulinganiselwa phakathi kwamaphesenti angu - 10 nangu - 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kunengqondo ukuphetha ngokuthi izinceku zikaNkulunkulu emhlabeni nazo zaziyohlelwa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu waphendula wathi: "Anginademoni, kepha ngidumisa uBaba; nina-ke niyangidumaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imisebenzi ka - Abrahama yahlanganisa nokukhulula izihlobo zakhe, ukubonisa umoya wokungenisa izihambi, ukulungiselela ukwenza umhlatshelo ngo - Isaka, 'nokuvuma obala' ukholo olungenakunyakaziswa esithembisweni sikaNkulunkulu 'somuzi onezisekelo zangempela,' uMbuso wobuMesiya wesikhathi esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ka - September 8, 1980.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuba uYise uyayithanda iNdodana, uyikhombisa konke akwenzayo yena. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abesifazane baxoxa ngosizi lwabo ngokuphindaphindiwe, kodwa amadoda ayozama ukuphinde ashade kunokuba abhekane nosizi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imininingwane ingase ihluke kuye ngenkolo, kodwa ngokuyisisekelo ithemba liyafana - ukuphila ngenjabulo endaweni enhle kungasekho ukwesaba ukufa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuzuzisa ngisho nemizimba yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka abantu babemklolodela u - Enoke, futhi kamuva noNowa, kodwa bonke abahleki bosulu abanjalo baminza kuZamcolo wembulunga yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba sasingayikhohliwe imigomo yethu, ngomusa sayibonga yonke le misebenzi. - 2 Thimothewu 2: 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzizwisa ubuhlungu okungako emgomweni obalulekile wokuzithanda ngokweqile kufuna, ngokuqondene nalokhu, uhlobo lokushiseka okungokwenkolo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinhlu ezimbili zozalo ngaphambi nangemva kokulandisa kukaZamcolo - ezahlukweni 5 no - 10 - zihlobanisa lonke uhlanga lwesintu nomuntu wokuqala, u - Adamu, ngamadodana kaNowa amathathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singase sidumale ngenxa yokuzisola ngokuthi asikenzi okwengeziwe enkonzweni kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa iyini ngempela imisebenzi efile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyomthatha isikhathi umkakho ukuba azizwe elondekile ngaphansi kobunhloko bakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wavuma ukuthi u - Adamu no - Eva bake baba khona
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OKWENZA ABANYE BANGAHLUKANISI
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Skinner, waba induna yepulazi likakotini lakwaSkinner, futhi washada no - Ellen Howard.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umfundi uJakobe wabhala: "Babusisiwe abakhuthazelayo; nizwile ngokukhuthazela kukaJobe, nibonile impetho yeNkosi ukuthi iNkosi inesihe esikhulu nesihawu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sinamadodana ethu amabili okuqala uBola noKola ngo - 1976
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Kungani Ngingakwazi Ukuqeda Engikuqalayo?' "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe kwaphela iminyaka emihlanu ngisebenzisa enye 'yalezimoto,' iveni evulekile ehlonyiswe kahle eyayaziwa yonke indawo ngokuthi "iRed Terror."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinwele zibaliwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ULloyd Barry noAdrian Thompson, izithunywa zevangeli zeWatch Tower Society, ziphambi kwesiKhumbuzo Sokuthula SaseHiroshima ngo - 1950
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ungenzi Lutho Oluwubuwula" (L.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukukhwehlela: Ukukhipha umoya ngokungazelele, kukhipha emaphashini izinto eziyingozi lapho ulwebu lomgudu wokuphefumula lucanuleka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho masihlale siqotho kubafowethu nodadewethu lapho besidumaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi zihlala zikhonza uJehova uNkulunkulu, "[zi] lalela ukukhuluma kwezwi lakhe" ukuze zilifeze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kweMpi Yezwe II, iBucharest, eyayibuswa amaKhomanisi, yashintsha kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe owesifazane ubengaba nomuzwa wokuthi kuwukulunga uma umntwana wakhe ezalwa ekhubazekile noma efile, kuyilapho abanye besifazane abaseduze begone izinsana ezinempilo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sazi kanjani ukuthi ngomqondo othile wonke amaKristu angabaphathi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba iasidi emanzini yenyuka, inani lezinhlobo ezihlukene zezinhlanzi kulelichibi laqala ukuncipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba adala abantu ngomfanekiso wakhe, uJehova uye wabanika ikhono negunya lokulawula indalo yakhe esemhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho Umngane Womshado Engathembekile, 4 / 22
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kudingeka ugalele kaningana ngocelemba endaweni efanele ukuze ukhiphe amantongomane ngaphandle kokuwalimaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe iminyaka emibili, kuze kube sekufeni kwaso, isikhulu sikahulumeni waseRoma esase sikhulile, uCato, sasiphetha zonke izinkulumo zaso phambi kweSigele ngesiqubulo esithi: "Delenda est Carthago!," esisho ukuthi "iCarthage kumelwe ichithwe!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasibathanda abafowethu bamaPutukezi, iningi labo elalike laboshwa futhi lashaywa ngenxa yokulondoloza ukungathathi hlangothi kobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuhlola okwenziwa cishe eminyakeni engu - 30 edlule kwembula ukuthi lapho amangqamuzana omuntu akahle athathwe embungwini enakekelwa ngaphansi kwezimo ezinhle kakhulu, ukufa kweza ngemva kokuphindeka kwawo izikhathi ezingaba ngu - 50.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Adamu no - Eva babehlala epharadesi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wathi: "Hamba, uthengise lokho onakho uphe abampofu, khona - ke uyoba nengcebo ezulwini, bese uza ube ngumlandeli wami."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kuthiwani uma ukukhulumisana kungekuhle futhi kunzima ukuba nezingxoxo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
masisondele ngenhliziyo eqinisileyo ngokwethemba okupheleleyo kokukholwa, zifafaziwe izinhliziyo zethu kungasekho valo lokubi, umzimba wethu ugeziwe ngamanzi acwebileyo;
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imfundo Yokuthula
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga ngakho: ESoviet Union, akukaze kuqhutshwe imihlangano enjalo yesigodi ngaphambili!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayiyisiqinisekiso sani imibono uJohane ayibona futhi wayiloba kusAmbulo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, uJesu akazange athi abafundi bakhe babengeke babe nezinkinga, noma athi babeyoba nokuphila okunokuthula bangaphazanyiswa yilutho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) UPawulu wasilandela kanjani isimiso esikuzEnzo 20: 35?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kungase kube okubaluleke kakhulu ukusabela kwabazali bakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn