sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngemva kwalokho, baqhubeka nohambo lwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwenza kanjalo kuyosiza ekuqinisekiseni ukuthi 'lapho esekhulile, akayikusuka kuyo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyoba ithuba lokubonakalisa uthando lwethu ngoJehova nokusekela abagcotshiweyo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga indlela loFakazi amangala ngayo lapho lomuntu efika kubo eGaroua ezomazisa ukuthi abantu abayishumi kuleli dolobhana babelindele ukuthi avakashe! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudinga isibindi ukumelela izindinganiso zikaNkulunkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyayibekwe eNgcwelengcwele, futhi ukuba khona kukaNkulunkulu kwakumelelwe kanjani lapho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova waphinde wamelana noSathane, waxwayisa uJosefa ngengelosi ukuba abalekele eGibithe ukuze alondeke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wasondela - hhayi ukuze angene esixukwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulandelayo kunikezwa umyalo wokuthembela kuJehova njengoMsizi nesiHlangu esivikelayo sikaIsrayeli, sendlu ka - Aroni yobupristi, nesabo bonke abesaba uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Uyawafuna Amagugu Afihliweyo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJonathan wayehlanza isitofu nekhishi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amehlo eNkosi uDavide ayiholela ukuba iphinge noBati - Sheba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngoba ngenxa yokuthi yena ngokwakhe uye wahlupheka lapho efakwa ovivinyweni, uyakwazi ukusiza labo abafakwa ovivinyweni. "- Heberu 2: 17, 18; 13: 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nopapa, ongalokothi aphuthelwe ukuba khona phakathi kwezixuku zabantu, wavakashela "ithempeli" leNdebe Yomhlaba, iNkundla Yemidlalo YeOlympic evuselelwe eRoma, futhi wayibusisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvumelana neZwi lakhe elingokwesiprofetho, uJehova walinda isikhathi eside ngokunengqondo ngaphambi kokuba asidlulisele kwabangemaJuda isipho sokuba abahlanganyeli esivumelwaneni esisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Chaza indlela yokusebenzisa amapheshana ekuqaleni izifundo zeBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Idela ubudlelwano obubalulekile nabanye kanye nemikhaya ukuze isebenzise izidakamizwa, futhi ihlushwa imiphumela yokugqashula kuleyo mikhuba uma ingazidlanga izidakamizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
4, 5. (a) Iyiphi impi amaKristu anayo ngokuphathelene nolimi olungcolile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa amagciwane ayaqhubeka esakazeka emzimbeni wonke kuze kube yilapho sekuvela izimpawu zesibili: ukuqubuka esikhunjeni, umphimbo obuhlungu, amalungu abuhlungu, ukuqothuka kwezinwele, izilonda, nokuvuvuka kwamehlo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalo lolo suku, yena nendlu yakhe baba amakholwa. - IzEnzo 16: 13, 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Austad uchaza ukuguga ngokuthi "ukuwohloka okuqhubekayo cishe kwawo wonke umzimba ngokuhamba kwesikhathi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: 'Namuhla emsebenzini bathe angikhethe phakathi kokushintsha indawo yomsebenzi nokuxoshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esingayifunda esibonelweni sikaDavide? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwabe sekuphendula izwi: "Ngilikhazimulisile futhi ngizophinde ngilikhazimulise." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, esebenzisa ikhono lokungacasuli, uJesu waxoxela uSimoni umfanekiso womlisa owasula isikweletu esikhulu sendoda ethile nesincane kakhulu senye indoda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impendulo ibonakala isobala, kodwa abantu abayimilutha ngokungaguquki bakhetha okungafanele - hhayi ngezimoto zabo, kodwa ngokuphila kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko esilandelayo sizochaza ukuthi kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njalo ebusuku, lapho zisezincane kakhulu - lapho ingane ibamba njengesiponji konke ekufundiswayo - uClara wayezifundela indaba yeBhayibheli futhi athandaze nengane ngayinye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, lokho sikwenza ukuze sizilungiselele ukukhokha noma yini ukuba umfundi okungase kuyibize. - Luka 14: 28. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokubuza lo mbuzo, wabenza bambheka futhi kwabanika ithuba lokuzwakalisa ukholo lwabo kulokho ayengakwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULuca akagcinanga ngokuchaza izinkolelo zakhe kodwa wabonisa ikilasi lonke iwebhusayithi yethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uhulumeni: Owentando yeningi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimoto zamiswa ngokuphazima kweso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Isabella wachaza: "Ukuba wedwa nje kwanele ukukwenza uhlaselwe uvalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafundi bakhe balandela isibonelo sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zicabangele, ucabangele nabanye. - Fil. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma isidingo sethu esingokomoya saneliswa ngendlela efanele, uthando lwethu ngoJehova luyakhula futhi siba nesisekelo esihle sokujabula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lelikhehla lachaza: "Ngifuna ukuba omunye woFakazi BakaJehova futhi ngihlanganyele emsebenzini obaluleke kakhulu ngaphambi kokuphela kwezwe - umsebenzi wokushumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekubhekiseleni emfanekisweni womgijimi, uPawulu ngokuyinhloko wayekhuluma ngamathemba akhe siqu ensindiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba uJehova wenezele usizi ebuhlungwini bami, ngikhathele ukukhala, nokuthula angikufumani. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wathi, njengoba kuvezwe kweyoku - 1 Korinte 1: 19: "Ngizokwenza ukuhlakanipha kwabantu abahlakaniphile kubhubhe, nenkalipho yabantu abanengqondo ngizoyisunduzela eceleni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ningalwela ukunqoba uvalo lokushumayela ngocingo, emgwaqweni noma ezindaweni zamabhizinisi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wayekhona "zingakazalwa" izintaba futhi umhlaba ungakenziwa njengokungathi "ngemihelo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liqukethe amaqiniso angokomlando, hhayi izinganekwane ezingenakuqinisekiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Uma sisebenzisa isimiso esithi usuku lumelela unyaka, izikhathi eziyisikhombisa zizoba iminyaka engu - 2 520. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhlobene eduze nokuhlonishwa, umuzwa wokuzethemba, okuthi lapho unikezwa usho ukwaziswa okunengqondo noma ukuqondwa komuntu kanye nesilinganiso sokuqashelwa okumfanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Lungisa Inhliziyo Yakho Ukuba Uhlole IZwi LikaNkulunkulu' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyazicela ziveze uvo lwazo, ngilalelisise futhi ngibonise ukuthi ngiyazisa ngempela indlela ezizizwa ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iqiniso liwukuthi ukukhonza uNkulunkulu weqiniso kuyindlela engcono kakhulu yokuphila eningayiphishekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke singaba nethemba lokuphila okumi phakade esimisweni esisha sezinto esithenjiswe nguNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye wemiphumela emihle yokubhekana eduze nokufa kukaWyndham kwakuwumphumela okwaba nawo kwabancane ebandleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngimane ngijabulele imanje. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkululeko yethu yokuzikhethela ihlobene kanjani nokuzinikezela nokubhapathizwa kwethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zimvula ezinamandla ziphelelaphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi uPawulu eboshiwe eKhesariya, umbusi ongumRoma uFeliksi wayala ukuba 'kungabikho muntu kwabakubo kaPawulu' owenqatshelwa "ukuba amkhonze." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ukukhathazeka okungafanele ngokubukeka, idumela, noma amakhono kungaqhubeka kuzamazamisa ukuzethemba komuntu ngisho nalapho esengumuntu omdala olinganiselayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungazelelwe ngabanjwa ugesi owangiphonsa phansi ebangeni elingamamitha angu - 14, ngaquleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye wabo ungumfana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, ngokwe - Collins Atlas of World History, "amaZwe Asathuthuka ayesefuna ukuvelela emlandweni, kanjalo inkathi eyaqala emakhulwini amahlanu eminyaka ngaphambili lapho elaseYurophu landisa imingcele yalo yase iphelile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UAurelio wathethisa umngane wakhe, emtshela ukuthi leliBhayibheli lakhe lalinamanga, wamyisa ekhaya lakhe ukuze ambonise iBhayibheli "langempela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizoxoxa ngezizathu ezintathu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isisulu esinganakile siwabona sekwephuze kakhulu amehlo akhazimulayo ukuba singaphunyula ekuhlaseleni kwayo okunamandla nesu lokubulala elidumile lokuminzisa ngokugingqa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kupha kothando kuyisihluthulelo sokuya ekuphileni okwanelisayo manje 'nasemhlabeni omusha' ozayo. - Isaya 65: 17, 18. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokukamagazini wezemvelo i - Down to Earth, lokhu kwakumangaza ngenxa yomonakalo owadalwa yisivunguvungu ngo - 1999 ogwini lwesifundazwe sase - Orissa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabiza isileti, waloba ukuthi: 'NguJohane igama lakhe.' "- Luka 1: 59 - 63. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ayiyona impumelelo yangempela, njengoba inkokhelo yendlela enjalo yokuphila embi - ukungathandeki komuntu, imishado ewohlokile, ukuxhwala, nokukhungatheka okuvamile - iphakeme kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile sonke senanela amazwi ka - Isaya: "Ngiyathokoza nokuthokoza ngoJehova, umphefumulo wami wenama ngoNkulunkulu wami." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kokuqiniseka ukuthi lo mbhangqwana unedumela elihle, laba babonisi bayoqiniseka nokuthi isikhathi somshado ngeke siphazamise imihlangano evamile nezinhlelo zakulelo hholo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, lososayensi uyavuma: "Kuningi okufanele sikufunde." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kungase kubonise indlela wena, njengomngane wayo womshado, oyoyibheka ngayo ngokuhamba kwesikhathi. - Qhathanisa neyoku - 1 Samuweli 25: 3, 23 - 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi uMuntu owahlela izinto ezinjalo ungumuntu ojabulayo okujabulelayo ukwenza abanye bajabule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyavunywa, lelizwe linazo izinkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwamangalisa umahluleli ukuthi, lesigebengu salivuma icala laso enkantolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Byrd waya kahlanu e - Antarctica eyoyihlola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla amaKristu akudinga ngendlela efanayo ukuba nalawo mehlo angokomoya abukhali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, uye wenza kanjalo - ngendlela esigeza igilo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ingabe yonke imidlalo yamahlaya ayifaneleki ngoba ayizona "izinto ezinokubaluleka okungathi sína"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye ukusikisela kuhlanganisa nokuxuba ongwaqa nonkamisa oyedwa noma ababili, wakhe igama elingenangqondo kodwa eliphimiselekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa unembeza wayo oqeqeshwe ngeBhayibheli wayibangela ukuba igweme ukuba nengxenye emikhosini yasekilasini yokukhonza izithombe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
La malungiselelo ayasebenza nasemihlanganweni yesifunda neyesigodi ehunyushelwa olimini lwezandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, abaningi bakhuthazwa isigijimi 'sikaNkulunkulu onika induduzo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye balawomaKristu agcotshwe ngomoya bakuthatha lokhu njengokusho ukuthi ukuba khona kukaJesu (kanye nosuku lukaJehova lokubhubhisa ababi) kwakuza ngaso lesosikhathi, ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanani amakhulu angenela inkonzo yesikhathi esigcwele kunanini ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enye yazo ukuthobeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaDashi amabili ayethuthele eMünster - uJan Mathys, umbhaki waseHaarlem, noJan Beuckelson, owayaziwa ngelikaJohn WaseLeiden - kamuva ayezoba neqhaza ekunqumeni okwakuzokwenzeka khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngangizinikezele emsebenzini wami," siyakhumbula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abaziphatha ngendlela echazwe ngenhla babengathandeki emphakathini - uma kungekhona ukuthi babebhekwa njengabantu ababi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgeSonto isiphepho sase sidambadambile, saba ngu - 96 enkulumweni yeningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwenza Kudingeke Umuntu Ovela Ezulwini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu akazange asizwe ngokuyisimangaliso, kodwa wasithola isithembiso sokuthi umusa kaNkulunkulu ongafanelwe wawuyomlondoloza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzila kuka - Esteri ukudla, okwakwandulela uMkhosi WePhurimi, kwakungayalwanga uNkulunkulu, nakuba kubonakala sengathi ukuzila kwakhe kwamukeleka kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lisetshenziswa njengesifenqo, igama elithi "ukuzalwa" lisho "isiqalo," njengasenkulumweni ethi "ukuzalwa kwesizwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UBecky osemusha uthi: "Lapho ngisemncane, ngangivame ukucasuka ngempela lapho abanye bengigcona; bengisheshe ngizwele kukho konke ukuphila kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe siyaqhubeka sihamba ngejubane elikhulu ngenxa nje yokuthi sinelungelo elingokomthetho lokuhamba ngalelo jubane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abaqondisi sebeyicace izikhathi ezingamakhulukhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lababantwana bakuthola kunzima ukuhlonipha abazali babo noma uJehova, babe 'abangabongiyo' okukhulunywe ngabo eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayehlala nentombi yakhe, uAnn. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uma bonke abahlabelela emaHholo ethu oMbuso besithatha ngokungathi sína isiyalo lezingoma ezisiqukethe, lokhu kuyoba isikhuthazo esinamandla sokushiseka enkonzweni nokugwema izingibe zokwenza okungalungile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 22: 6 zithi: "Khulisa umntwana ngendlela eyakuba - ngeyakhe; kuyakuthi lapho esekhulile, angasuki kuyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babefuna ukuqiniseka ukuthi ngiyaqonda ukuthi isinqumo sami asiyona into encane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.