sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Njalo nje uma ngicabanga ngomama ongizalayo ngangigcwala intukuthelo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, sikhona "isikhathi sokuthula." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, abadala bayaqikelela ukuba bangafundisi imibono yabo siqu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USadako Ogata, ukhomishane we - UN ophethe ezababaleki, wathi muva nje: "Ngemva nje kweMpi Yomshoshaphansi, sasicabanga ukuthi zonke izinkinga zaziyoxazululeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukhuluma nowesifazane osemusha onenhliziyo ethobekile - uMariya, indodakazi yendoda okuthiwa u - Eli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani inkolo yahlulelwa phambi kukaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma isetshenziswa emhlabeni wonke ukuze kulawulwe izenzakalo zesifo sohudo eziyizigidi eziyinkulungwane nengxenye ezenzeka unyaka ngamunye emazweni asathuthuka, iphakeshana likasawoti we - ORS elibiza amasenti ayishumi kuphela lingasindisa ukuphila kweningi lezingane eziyizigidi ezingu - 3,2 ezibulawa izifo zohudo unya... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulwela ukulinganisela phakathi kokuqeqesha ingane, ukunakekela imithwalo engokwasezulwini nomsebenzi wokuziphilisa kwaba inselele kumdala othile ongumKristu onenkosikazi eyayiyiphayona elivamile elinesimiso esimatasa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: "Bayede, nkosi yabaJuda!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibe isitshela omncane ukuba athathe udadewabo, kanye nesilwane ngasinye seduna nesensikazi nezinhlamvu ezimbili zembewu kuzo zonke izimila, angene esikebheni sezingodo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikhasi 8 Indoda kufanele imphathe kanjani umkayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwamakhulu abantu abadingiswa lingathethwanga icala labo enkantolo kwakunenye intokazi enguFakazi egama layo uHiisi Lember. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhonzi esingumKristu singabakhonza kanjani abanye uma izandla zaso zingemsulwa, uma singeyona indoda eqotho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amatshe amakhulu aba izintaba, futhi amanzi ageleza phakathi kwamatshe, izimpophoma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangase bazame ukulingisa indlela osho futhi wenze ngayo izinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova ulindele ukuba abakhulekeli bakhe basithathe ngokungathí sina iseluleko sokuba bashade "kuphela eNkosini." - 1 Korinte 7: 39. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke akulona lodwa ufuzo olunquma ubuntu bethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhulela e - Alaotra Mangoro endaweni evundile empumalanga yeMadagascar. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ukuwela iMelville Bay - ichweba lase - Arctic elingamakhilomitha angu - 400 ububanzi - kwakuhluke ngokuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola kwesayensi okuthuthukile kuye kwathungatha futhi kwathola ukuthi lesisimangaliso sibangelwa ukuhlangana okuqondile phakathi kwalokho okwenzeka elangeni nasendimeni yomhlaba enozibuthe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala - ke ukuthi umoya ongcwele awuyena umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMaria noLucy babhapathizwa ngo - 1992, ngemva kweminyaka emibili bezwe iqiniso, umfowabo yena wabhapathizwa eminyakeni emibili ngemva kwalokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhathi elasondela ngaso kakhulu embubhisweni yenuzi - ngemizuzu emibili - kwakungo - 1953 ngemva kokuba i - United States iqhumise ibhomu lokuqala le - hydrogen. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaletha isihlamba kuJehova uma siya ekufakazeni futhi sisebenzise iBhayibheli elingcole kakhulu noma elingabukeki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, iBhayibheli alinawo umyalo ofuna ukuba amaKristu agubhe amaIsta. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, singase senze izifungo ngokuxhamazela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lab 'ondunankulu babengamadoda ayesezikhundleni kodwa angewona awasebukhosini ngokungafani nalawo asebukhosini ayenikezwa izikhundla zokuba amalungu esigele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akanabo ubuqili noma ukonakala. - 5 / 1, ikhasi 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyaqaphela ukuthi indlela esibheka ngayo izinto ingasenza sibone iphutha yize lingekho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungangabazeki uNero wayezizwa izinkulumo zokuwanyundela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenyana ye - "Koryo celadon" ebonisa umklamo ovelele | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwezinye izimo kungasho ukuphazamiseka kwamacebo noma ukulahlekelwa yizinto ezibonakalayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Insimbi Yomculo Enkulukazi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, lomphostoli waqinisekisa: "Ukuthakazela kwenhliziyo yami nokubanxusela kwami kuNkulunkulu, ngempela, kuwukuba basindiswe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkulungwane zabantu emhlabeni wonke zibona izinto eziyinqaba nje futhi ngokuvamile imibono ethusayo yekusasa. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi esifanayo, wanikwa ukuhlakanipha nesifiso esinganeliseki sokufuna ukwazi okwengeziwe ngendawo yakhe emzungezile, kuhlanganise nendawo ahlala kuyo, isibhakabhaka, nangalé kwalokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sonke sinelungelo lokumemezela izindaba ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abantu bathi kokubili ezingxenyeni zalo zesiHeberu nezesiGreki, iBhayibheli liyabacindezela abesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, ngenxa yokungafani kwamandla ashukumisa umbazi, kunomehluko omkhulu phakathi kwezifihla - buso ezisetshenziswa ekukhulekeleni kanye nezifana nazo ezibazelwa izivakashi ezibona amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusho ukuthi eTurkey ummemezeli oyedwa kufanele ashumayeze abantu abangu - 28 000 inyanga ngayinye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bazizwa kanjani ngenkinga yenani labantu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaziphi izindlela ezimbili esingalwela ngazo iqiniso loMbuso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezindaweni eziningi, umhlangano uyoqala ngoLwesihlanu ngo - 9: 30 ekuseni ngesimiso somculo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intsha engenhla ikubeka ngalendlela: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi wephephandaba ngezenkolo waphawula: "Kusukela ekuqaleni kwawo - 1970, amaKristu aqotho ezinkolweni zawo kancane kancane, aye, akholelwa ukuthi ukushisekela ezombangazwe kuyisibopho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje kunabangu - 80. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKaren, ayisizwe esikhulu kweziyisithupha eziyinhloko, ayesuka eMyanmar. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izwe Elingalokothi Lincibilike (Baffin Island), 1 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wazindla ngalokho ayekufunda eBhayibhelini futhi wazama kanzima ukwenza izinguquko ekuphileni kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, izikebhe ezimbili noma ezintathu zaziletha oFakazi abangaba ama - 30 ngobuningi ngasethekwini bevela eBandleni lasePuntarenas. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho ngokuqinisekile kuboniswa ukuchazwa kwakhe 'njengomnene kunabo bonke abantu ababesebusweni bomhlaba.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi izinganekwane zenkathi ephakathi eziphathelene nepharadesi lase - Edene zaziziningi kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungase kukuvule ingqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
nesithi "Ngingakunqoba Kanjani Ukuhlale Ngicabanga Ngokwehlisa Umzimba Wami?," kumagazini wethu ka - April 22 noka - May 22, 1999. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi kokuba sixoxe ngale mibuzo, kungaba kuhle ukufunda ukulandisa kweBhayibheli okuthiwa uMsuka kaKhisimusi usekelwe kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, wona - noma amaqanda awo - kungenzeka eza nezikhwama zokudla, amasaka amazambane noma uanyanisi, ngamabhokisi eziphuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lawo mathemba ashatshalaliswa intela emba eqolo eyafakwa lapho le mpahla idayiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bewazi yini ukuthi uma ungafunda amakhasi amane ngosuku, ungaliqeda ngonyaka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulindeleke ukuba ngonyaka ka - 2000, abantu abayisigidi abane - HIV bayobulawa i - TB unyaka ngamunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nguye uqobo onguMthombo wamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"[UJehova] uyakwahlulela phakathi kwezizwe," kwenezela umprofethi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, ukuthi kusetshenziswa maphi amagama kubaluleke nje kuphela ekuvimbeleni ukungaqondwa kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EyamaHebheru 4: 13 ithi "zonke izinto... zenekwe obala" kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafileyo bahlonishwa ngezibikezelo zemingcwabo emaphephandabeni, futhi badunyiswa ngezinkulumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ungibona ngihlezi esihlalweni sabakhubazekile, njengoba nginomzimba obuthaka onesisindo esingamakhilogremu angu - 29, ngeke usho ukuthi nginamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wakhuthaza abaseKorinte ukuba banuleke othandweni lwabo ngamanye amakholwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngemva kokuzama amashumi eminyaka, ambalwa kakhulu amasonto aye ahlangana aba yinto eyodwa futhi abantu abasontayo basahlukaniswe izimpikiswano ezinjengokuziphendukela kwemvelo, ukukhipha isisu, ubungqingili nokugcotshwa kwabesifazane njengabefundisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngacaphuna eyesi - 2 Thimothewu 2: 3 ngabe sengithi: "Sengiyilo kakade isosha likaKristu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababhukudi bayawathanda kakhulu amanzi acwebile alezixhobo zamakhorali zaseBelize, anezinga lokushisa elingaba ngu - 26 ° C. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngoba ihilela bona kanye ubuhlobo bethu noBaba wethu osezulwini, uJehova! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - UNHCR yasinika useyili esemboza ngawo uphahla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kuqhathaniswa nalapho sasivela khona, lena kwakuyindawo enhle - amakamelo amahle okulala, ipaki elihle elikhulu ngasekamelweni lami, ne - East River. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Maphakathi nawo - 1990, kwakunezingosi zokugembula cishe ezingu - 25 kuyi - Internet. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho kuziwa ophuzweni oludakayo, "umehluko" phakathi koFakazi BakaJehova nezwe kufanele uphawuleke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1948 sadlula enanini labamemezeli abayi - 1 000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 7: 00 ekuseni ngakusasa, satshelwa ukuthi asihambe ngokushesha siye endaweni yokukhosela ekwelinye idolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wabuza: "Ubani kini ofuna ukwakha umbhoshongo ongahlali phansi kuqala futhi abale izindleko?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi likaNkulunkulu linikeza isiqondiso esisebenzisekayo esingasisiza senze izinqumo ezihlakaniphile eziyodumisa uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba amasiko engase ahluke emazweni ngamazwe, lawo mazwi amane nje afakazela lokho okwashiwo umphostoli uJohane: "Konke okusezweni - isifiso senyama nesifiso samehlo nokugabisa ngalokho umuntu aziphilisa ngakho - akuveli kuBaba, kodwa kuvela ezweni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo bakaIsrayeli ongokomoya babethola ukugcwaliseka kwesithembiso esihle esilotshwe kuIsaya 54: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthiwani ngemali engangeniswa ukuzingela ngokungemthetho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akungabazeki ukuthi okwenza amakhambi akhange kakhulu umbono wokuthi ukusebenzisa imikhiqizo yemvelo nezindlela zayo zokwelapha kumnene futhi akuyona ingozi kunalezo ezisetshenziswa emkhakheni wokwelapha wodokotela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IRoma lalibuye libe isikhungo esichumayo sezentengiselwano, ngakho kwakunamathuba amaningi okuzuza ngokwezinto ezibonakalayo. - Roma 6: 21; 1 Pet. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, uma singenciki esiqondisweni esinokwethenjelwa nesingaguquki seZwi likaNkulunkulu, iBhayibheli, cishe unembeza wethu ungase ungasisizi ngalutho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngajoyina njengesosha phakathi nenkathi yokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho ukuvumelana ngokuphathelene nemininingwane yobuBuddha njengoba babukhona ngaphambi kokulotshwa komthetho wePali. "- The Encyclopedia Americana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunezizathu ezisekelwe eBhayibhelini zokukholelwa ukuthi yilokho okwenziwa ezinye izingelosi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yona lencwadi efanayo ithi: "Imfundo ephakeme noma ukufunda ngezincwadi eMesopotamiya naseGibithe kwakuyinto engokomthetho futhi kulinganiselwe esigabeni sababhali, okubonakala sengathi kwakungenjalo kwaIsrayeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* endaweni okugcinwa kuyo izimpahla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyazi yini ukuthi ubuqotho bukaJehova buyisihlangu esikhulu kanjani kithi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EyabaseRoma 8: 20 ithi: "Indalo yabekwa ngaphansi kobuze, hhayi ngentando yayo siqu kodwa ngalowo owayibeka ngaphansi kwabo, ngesisekelo sethemba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KuJobe izahluko 32 kuya ku - 37, u - Elihu ulwela uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izintambo zenziwa ngokotini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho qaphela, ujabulele ukuhamba kwakho! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isigaba somlindi, njengesikhonyane sofezela abatinyelayo, sifakwa lomoya ofanayo oqhuba uKristu ukuba 'aqhubeke ngenxa yeqiniso.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INKULISA eqondiswa kahle enezisebenzi ezinakekelayo nezinekhono inikeza umbono omuhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengombusi wamaJuda nomfundisi kwa - Israyeli, uNikodemu unolwazi oluhle lweZwi likaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nayo yafike yayala u - Eliya ukuba ahambe nayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) OFakazi BakaJehova bebelokhu beyisibonelo kanjani ekulandeleni iseluleko sikaPawulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi indawo yawo efanelekayo iye yancozulwa ngokwandayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.