sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Uma "ulalelisisa," ucabanga ukuthi yayiveza muphi umuzwa indlela uJesu akhuluma ngayo emavesini alandelayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwamanye amazwe ungakwazi ukunikela usebenzisa ingosi ethi jw.org noma enye ingosi efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sifika e - Italy, kwakunabamemezeli abangu - 490 kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu waqala ngokuthi: "Umuntu othile wayehla evela eJerusalema eya eJeriko futhi wazithela phakathi kwabaphangi, labo kokubili abamhlubula futhi bamshaya amagalelo, bahamba, bamshiya kusele umndondo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umcibisholo awufiki ngengozi lapho ucitshelwe khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukungakhethi koMdali kubonakala ngokuthi abantu babo bonke ubulili, uhlanga, isizwe noma ulimi bangaba nethemba loMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho nganquma ukuba yisithunywa sevangeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, uJesu nabafundi bakhe kwakufanele bakunikeze indawo yokuqala ukufundisa abanye ngalemfundiso ebalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalendlela, ngeke nje kuphela uqede ukwakha amaphupho kakhulu kodwa 'uyobambisisa ukuphila okuyikho.' - 1 Thimothewu 6: 19. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Niyoba Yizinto Zokuzondwa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko sesibili sibonisa lokho okungase kwenziwe ukuze kunqotshwe izithiyo ekukhulumisaneni phakathi kwabazali nezingane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kuwukuhlakanipha ukugwema ukuzigaxa ezindabeni zabanye abantu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, lapho abakhi bengasebenzisi izinto zokwakha ezanele, imiphumela ngokuvamile iba yinhlekelele, ngisho nebulalayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, "wabathobela.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikuphi ukubonakaliswa kwamandla okukhulu uSamsoni akwenza emzini waseGaza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 4: 13 zithi: "Bamba isiyalo; ungasidedeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayehambelana nobani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abaningi abacindezelekile baye bathola induduzo ngokufunda iBhayibheli nokusondela kuNkulunkulu ngomthandazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe Nikwenze Nakanjani | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umfundisi wavuma ukuthi izinto ayezifundisa kwakungezona ayezikholelwa ngempela kodwa ekwenza ngoba engafuni ukuphelelwa umsebenzi wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze baphumelele kulo msebenzi osindisa ukuphila, uJesu ugcizelela izinto ezintathu ezidingeka kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, awukhuthazeki yini lapho ubona umzali ongayedwa ofika njalo eHholo LoMbuso elandelwa izingane zakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifiso sawo esiyinhloko sasiwukuba, uma engakwazi, aqhubeke nokuphila kwawo kobuKristu futhi asebenze ngendlela ethulile, ezothile nenokuthula. - Roma 12: 17 - 19; 1 Thimothewu 2: 1, 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, kusho ukuthi uJakobe noJesu babeyizihlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, ukuklanywa komzimba kuthonywa kakhulu imithetho engokwemvelo ehlobene nomgwaqo nokumelana nomoya, ukuzinza, nesilinganiso sesisindo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho jabula emsebenzini wakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abantu bakaJehova bethembekile, uyabanakekela, abenze bathele futhi abavikele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngendlela efanayo, imithandazo yomkhaya neyebandla kufanele igqugquzele uthando futhi ifune ukunqoba ukungezwani phakathi kwabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uzovumela izinto zakho siqu zidle wonke amandla nomfutho wobusha bakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucindezela kwangaphakathi nakho kukwenza kube nzima ukuhlala umsulwa ekuziphatheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayaziwa ngokuthi "uMfundisi," hhayi ngokuthi "uMphilisi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Washiyelwa izincwadi ezichaza isigijimi seBhayibheii, futhi enye ngokukhethekile ethi, Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka - Kuvela Kumuphi Umthombo?, ayizange ikhohlakale. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UIsaya uyaqhubeka esitshela: "Nalabo [okungukuthi, abapristi nabaprofethi baseJerusalema] baduka ngewayini; ngophuzo olunamandla bayatengezela; abapristi nabaprofethi bayaduka ngophuzo olunamandla." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubikwa ukuthi iNew York, iNew Jersey, nePennsylvania zithuthela kwamanye amazwe amathani ayizigidi eziyisishiyagalombili zemfucumfucu ngonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindinganiso zokuziphatha elizisekelayo azinakulinganiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abekho ababusi abangabantu abangalungiselela lokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindleko zempahla esetshenziswa lapho ziphakeme kakhulu, futhi umuntu onomthwalo wemfanelo wokwenza izinqumo wayengenazo iziqondiso zokuthi enzenjani ngesiguli esinokulinganiselwa okunjengokwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Obani abakha 'isizukulwane' sanamuhla uJesu abhekisela kuso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Xoxa nabantu abavuthiwe ebandleni ukuze bakusize. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi umfazi angakuthethelela kanjani ukuncintisana kwakhe nomyeni wakhe ngobunhloko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'UMGOMO WAMI,' kuvuma uJulian wasePhilippines, 'wawuwukuthi lapho ngineminyaka engama - 45 ngibe sengiwusozimali.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuzokusiza usondele kuNkulunkulu, naye asondele kuwe. - Jak. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe 'Wahlulela Ngokwahlulela Okulungileyo'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDickens uyaphawula: "Ukuphila okulula kukaJesu Kristu nabaPhostoli kwakuphambene ngokuxakayo nesimiso sikahulumeni sokubusa ngegunya elikhulu nengcindezelo, ingcebo enkulu nokuxhashazwa kwezakhiwo ezinhle zeSonto lakamuva lenkathi ephakathi neNkathi Yempucuko." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayikho indlela yokubalekela ukushunyayelwa koMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kokunye, ezinye zezincwadi zezihlubuki ziveza amanga 'ngamazwi amnandi' 'nangamazwi obuqili.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umfana uchitha ubisi, umfowabo omdala uyamhleka, kodwa ubaba ngokuqonda uyamduduza | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kule nkulumo wakhuluma ngemidlalo ye - computer ekhuthaza ubudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyo yonke iUnited States, izindlu zokuhlangana nezindawo zokugquma zongqingili eziningi zavalwa ngokulandelana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1799 amasosha aseFrance eGibithe athola isibhebhe setshe elimnyama lebasalt manje elibizwa ngokuthi yiRosetta. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngibabona njalo ngonyaka abantu bakini futhi ngaso sonke isikhathi ngihlabeka umxhwele ngokuziphatha kahle kwabantwana benu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sesibonile, ezinye azikaze zenzeke kunoma yisiphi isizukulwane sangaphambili, futhi zazingeke zenzeke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha uMary waba nothando ngomsebenzi wokushumayela ngoMbuso ayengakaze abe nokuhlangenwe nakho kwawo ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi lapho kuziwa ekungathathini - hlangothi okungokwenkolo, okuyimpikiswano ukuvikela ukholo lwedlanzana lomphakathi ngokumelene neningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ungakubo, futhi ngaleyondlela bayoba nenjabulo yokubona zonke izitha ezinjalo ezimelene nobuKristu noJehova uNkulunkulu okhulekelwa oFakazi ngokungachezuki eziqeda ziphele nyá. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho umzenzisi ongamkhohlisa; alikho ithunzi elimnyama noma elijulile esingacasha kulo elifihlekile emehlweni kaJehova obona ekujuleni kwenhliziyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindinganiso zokuziphatha inkolo eyaziqamba futhi yazisingatha amakhulukhulu eminyaka zingasiza emsebenzini wokuvuselela nasezweni lethu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugula kuyinsakavukela esintwini esingaphelele, esifayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lolulwandle lwalungamakhulu amakhilomitha ububanzi, kusukela kuArctic Ocean yanamuhla kuya eMexico. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kukhona okwakungenziwa ukuze lolu - ogani lubuyiselwe ezingeni lokusebenza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Engazi, uSathane wasola ubuqotho bakhe, ethi ukhonza uNkulunkulu ngezizathu zobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abapristi baseGibithe abenza imilingo bosuku lukaMose babekwazi ukwenza izinto ezimangalisayo, kodwa ngokuqinisekile babengavunyelwa uNkulunkulu. - Eksodusi 7: 8 - 22. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiseyintombazanyana, zazivame ukuhamba nami futhi zingivumele ukuba ngidlale futhi ngigijime enqabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungabiza malini ukunciphisa amagesi abamba ukushisa ngonyaka ka - 2010 abe amaphesenti ayishumi ngaphansi kwezinga lango - 1990? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbhalo wamaJuda owaziwa ngokuthi i - Wisdom of Sirach noma i - Ecclesiasticus, (23: 11) nawo uveza umqondo ofanayo uthi: "Umuntu ofungiswayo usuke engumqambimanga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikhathini esithile esidlule, izihambi zaseNdiya zabonisa abantu baseThailand indlela yokusebenzisa ukhari uma bepheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakhumbula ukuthi uJesu waboshwa phakathi kwamabili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube babekwazi lokho, ngabe akekho owayigibela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sitshelwa ukuthi zicula ukuze zigcine izindawo zokuhlala futhi zithole ezizoshelana nazo, kodwa futhi kungenzeka ukuthi zimane ziyakujabulela ukucula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isaga seBhayibheli sikubeka ngalendlela: "Uma udangala ngosuku lukuhlupheka, amandla akho mancane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ukholo alulona olwabo bonke abantu." - 2 THESALONIKA 3: 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
PHAKATHI nezinyanga ezintathu zokukhululwa kwawo eGibithe ngo - 1513 B.C.E., amaIsrayeli akanisa ehlane phambi kweNtaba yaseSinayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunabantu abaningi ababehlala eNineve ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithembisa ukuthi "abalungile bayokudla ifa lomhlaba, futhi bayohlala kuwo kuze kube phakade." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ungaqiniseki ngoNkulunkulu noma ungakholelwa kuYe, khona - ke wenza lokho okufunayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngalezi zimo, futhi ubonise ukuthi uyawudumisa umshado wakho nomngane wakho womshado ngokusebenza ngobuqotho ekuthuthukiseni ubuhlobo benu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyenza uRuthe waba nedumela lokuba "owesifazane ovelele"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eziningi zalezi zingozi zingase zivinjelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuma uqonde kwembula ukukhathazeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangineminyaka engu - 11 nje kuphela lapho mina nomama sinqamula izintaba silibangise entshonalanga siya emhlanganweni wethu wesigodi wokuqala eRome ngo - 1955. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma Isiko Livimbela Intuthuko Engokomoya | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke siphile ngenjabulo manje kuphela kodwa sinombono wokuphila ngayo phakade. - IHubo 26: 4, 5; IzAga 13: 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini abazali abangayenza ukuze bazinikeze isiqo - ndiso esihle? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imivuzo Yokuphikelela, 8 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, ngemva kwezinyanga ezine, odokotela bathatha ama - X - ray ukuze babone ukuthi ikuphi inhlamvu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ukuqondisisa Komuntu Ngokuqinisekile Kubambezela Intukuthelo Yakhe" 12 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze asisize sihlale sinjengobumba oluthambile, uNkulunkulu usinikeze iZwi lakhe, ibandla lobuKristu nenkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengasekugcwalisekeni kwasendulo - ukubuyela kwamaJuda ezweni lawo - ukugcwaliseka kwamanje kweyesi - 2 Petru 3: 13 kuhilela abantu abazithobayo ekubuseni kwala mazulu amasha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyakuthatha indebe yensindiso, ngibize igama likaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye sezizathu ukuthi ingathinta abantu abanonembeza ohlukile kowethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uHerode egubha usuku lokuzalwa kwakhe wayenza ngokuvumelana nesiko lalabo abaguqulwe iSimiso Sokuguqulela Abantu EbuGrekini; abukho ubufakazi obubonisa ukugujwa kwezinsuku zokuzalwa kwa - Israyeli ngezikhathi zangaphambi kwenkathi yokuGuqulela Abantu EbuGrekini. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi yeBhayibheli yesAmbulo ichaza indlela "iNkosi yamakhosi noMbusi wababusi," iNkosi yethu yasezulwini, uJesu Kristu, ngaleso sikhathi eyogabavula ngayo iya empini e - Armagedoni, ibhubhisa abezombangazwe nabezentengiselwano besimiso sikaSathane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwa - Israyeli wasendulo "abaningi kwakudingeka babe abapristi ngokulandelana ngenxa yokuvinjelwa ukufa ukuba baqhubeke beyibo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, ngaphansi kombuso wamaqaba kwakungenakwenzeka ukuba umJuda owesaba uNkulunkulu azigcine zonke izimfuneko zoMthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho njengezilwane ezifuyiwe, izimbila "ngokuzenzekelayo ziyafunda ukusebenzisa indlu encane," kuchaza uFourie. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusengenzeka futhi ukuthi wazindla ngamazwi kaJehova enyokeni ensimini yase - Edene: "Ngizobeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda eyesi - 2 Korinte 4: 1, 7.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibono yenu ngoBaba Ongcwele iyaqabula, futhi nginesithakazelo sokufunda okwengeziwe, kodwa angiqiniseki ukuthi ngiphendukele kuphi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkulumo enikezwa eHholo LoMbuso esenza sizihlole noma isihloko esishukumisa ingqondo esikwenye yezincwadi zethu kungase kwembule ubuthaka obukhulu esinabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo esibucayi singenza inhliziyo iveze izinto okungakaze kucatshangwe ukuthi zikhona. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.