sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ukuze sazi lokho uNkulunkulu ngokwakhe akucabangayo, kumelwe sibe nokwambulelwa okuvela kuye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yendawo elinganiselwe, kuyongenwa ngamathikithi kuphela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihlahla som - alimondi "esinye sezihlahla zokuqala eziqhakaza entwasahlobo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe eminyakeni engu - 2 000 edlule, uJesu Kristu wabikezela ukuthi 'isiphelo sesimiso sezinto,' phakathi kokunye, sasiyophawulwa "ukuswelakala kokudla nokuzamazama komhlaba ezindaweni ngezindawo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uma befuna ukuhlanganiswa, futhi ngokuvamile bayafuna, kumelwe bamukelwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wafundisa ukuthi amaKristu eqiniso ayeyobonakala ngothando analo phakathi kwawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile iphuzwa noshukela ofakwa enkomishini ngokushesha ngemva kokuyenza - ukunambitheka okuqabulayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esikhathini esithile esidlule ngibe nelungelo lokuba umfundisi eSikoleni SeNkonzo YoMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJobe wasendulo wabuzwa: "Nguwe yini owamemezela imithetho elawula amazulu, noma owanquma imithetho yemvelo emhlabeni?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, singaqiniseka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ibhaluni lokuqala elikhulu lalenziwe ngephepha nendwangu labe seligcwaliswa umusi onephunga elibi wekloba lomlilo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ubeke ibandla ezandleni zikaJesu, oye wamisa "umphathi othembekile" ukuba akhiphe ukudla okungokomoya ngesikhathi esifanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, amaKristu eqiniso agwema noma ikuphi ukuhileleka ekukhulekeleni kwamanga, kuhlanganise nanoma yiluphi uhlobo lobuthakathi. - 2 Korinte 6: 15 - 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, ngenxa yokuthi imishini yokudlala ama - CD isebenza njenge - computer, eminingi ingahlelwa ukuba idlale izingxenye ze - CD nganoma yikuphi ukulandelana okukhethwayo noma iziphinde.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Encwadini yesAmbulo, izigijimi ezinamandla zesahlulelo zifanekiswa 'nesichotho esikhulu itshe ngalinye laso elinesisindo esicishe sibe ngangethalenta.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ziyalandelana njengonombolo 79 no - 80.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye indaba oFakazi abaphikiswa kuyo eyegazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaIsrayeli ayefuya izilwane, njengezimvu nezinkomo, ezazingase zihlatshwe ukuze zidliwe uma efisa inyama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omunye ubab 'omncane wathatha zonke izincwadi zethu kanye neBhayibheli wazithungela ngomlilo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Gwema ukubenza abakho wedwa, okungaholela esikhweleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bese ngithi ake ngifunde yona yodwa nje.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NjengoMsunguli womshado, uJehova unelungelo nekhono lokubeka izindinganiso zelungiselelo lomshado.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwenye inqubo enomphumela ofanayo, izintaba - mlilo ezisekujuleni kolwandle zikhiphela indathane yamadwala ashisayo olwandle, lapho la madwala ekhipha khona amakhemikhali bese ewafaka emanzini .
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayengeyena umIsrayeli, kodwa wayezwile ngendlela uJehova akhulula ngayo abantu bakhe eGibhithe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akuthathi sikhathi eside ukuba ngibone ukuthi umqondisi wami uthanda izinyoka ngendlela abanye abazithanda ngayo izinja noma opholi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Intatheli ethile, lapho ikhulumela amazwi kaKarl Barth okuthi isonto lingamalungu alo, waphetha ngokunengqondo: "Amalungu esonto... anomthwalo wemfanelo walokho isonto elikushoyo nelikwenzayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akekho owaziyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMose "wagxilisa amehlo ekukhokhweni komvuzo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abavame ukugula yilabo abanenkinga yamaphaphu, njengesifuba somoya; abantu abanomzimba ongezwani nezinto ezithile, abangezwani namakhemikhali, noma abanesimiso esibuthaka sokuzivikela ezifweni; kanye nezisebenzi zasemapulazini ezingase zisebenze ngezinto eziningi ezinesikhunta.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, singazibuza: 'Kusukela ngabhapathizwa ingokomoya lami liye lathuthuka kangakanani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwehla Kwezinga Lokuzala EYurophu
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imikhumbi elibangise eJerusalema miningi kangangokuba ungathi umhlambi wamajuba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izindlela engingathuthukisa ngazo amakhono ami okukhulumisana?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje, ngemva kweminyaka, usekhonza njengomdala nesikhonzi sesikhathi esigcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INDLELA IBHAYIBHELI ELAKUSHINTSHA NGAYO UKUPHILA KWAMI: Ngemva kokuba sengiqale ukufunda iBhayibheli ngenza isinqumo esiqinile sokuyeka utshwala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ulandisa lokho okwenzeka ngemva kokunye ukuqhuma okukhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Ngaphezu kwalokho, ukuhlangana okunjalo akunalo uthando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesifunda sasisukela esiGodini saseJordani siye emathafeni anamanzi namagquma ayindilinga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyondlela uJobe wabhekana 'nokuncokolozwa,' okwakubangelwa ukuvumela kwakhe "ukubhuda" 'ngengebhe' eyayikhathaza ingqondo yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, isizwe sakwa - Israyeli satshelwa: "Awuyikulandela [isixuku, NW] ukuyokwenza okubi, ungafakazi ecaleni ngokulandela [isixuku, NW], uphendukezele isahlulelo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke ukubukeka okufunayo kungase kube okuvamile nokho okuhlanzekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe injongo yokuzindla kwethu ngezimangaliso zikaJehova imane iwukusihlaba umxhwele, ukuze sikubuke konke lokhu bese inkukhu inqunywa umlomo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singabonisana kanjani naye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabaprofethi bakhe, uNkulunkulu wayethembise ukubakhulula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokweSwiss Federal Statistics Office, ngonyaka ka - 2000, ngamaphesenti angu - 16 kuphela ezakhamuzi zaseGeneva ayesonta eSontweni iReformed (inkolo kaCalvin), futhi maningi amaKatolika kunabantu abasonta esontweni likaCalvin kulelo dolobha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indawo ejabulisayo ezungezile, kuhlanganise nengadi enezinyoni okuthiwa amablue jay, amajuba, izinyoni okuthiwa amahummingbird, kwazenza zazizwa ziseduze ngisho nangokwengeziwe kuMdali wazo oMkhulu, uJehova uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakudingekile yini ukuveza uMsindisi wethu obethelwe ehlukene phakathi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuwukulwisana nobushiqela, ukubandlululwa nokucwaswa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, edolobheni laseSiberia, i - Usol'ye - Sibirskoye, amakhulu oFakazi ahlangana emigwaqweni ngemva kokugamanxa kwehora lesihlanu ekuseni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho lapho sikhonza uJehova, ngokuzenzakalelayo siyakujabulela ukuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungavumeli lutho lukuphuce injabulo enkonzweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaKristu asendulo ayelubonakalisa ngokuphelele uthando lwawo komunye nomunye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iningi lethu lathweswa icala lokuba ngamalungu enhlangano yeWerwolf, okungekho noyedwa kithina owake wezwa ngisho nokuzwa ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NJENGOBA ILANDISWA UMERCY UWASI, WASENIGERIA
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phonsani Konke Ukukhathazeka Kwenu KuJehova, 11 / 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
6, 7. (a) Yini ebangela abantu abakhathazekile namuhla ukuba 'bakhale'?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akekho ongasho izwi elihlabayo kimi ekhona! "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Se kunesikhathi eside lokhu kuyingxenye yendalo kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubabuza kwakhe ukuthi babeyolibalekela kanjani iGehena kwakubonisa ukuthi njengeqembu, labo baholi benkolo babefanelwe ukubhujiswa okuphakade. - Math.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwe - Post - Courier yasePapua New Guinea, lokho "kushiya izilimi ezingu - 867 kuphela kulelizwe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke akufanele nanini sicabange ukuthi isigijimi soMbuso asinakubafinyelela abantu abathile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga futhi nangesibonelo somphostoli uPawulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, abaningi abathandi ukubizwa ngokuthi bangamalungu "eNkathi Entsha" ngenxa nje yokuthi bakholelwa kweminye yemiqondo yomzabalazo weNkathi Entsha noma ukuthi bajabulela okunye kwalokho okuthiwa ubuciko noma umculo weNkathi Entsha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
▪ Cishe uyavumelana nokuthi inyoka eyayikhuluma no - Eva yayinguSathane njengoba kuchazwe ekhasini 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Ines wase - Austria ubhekana nezimo ezinjalo ngokugxila ezimfanelweni ezinhle zabantu bendawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba wonke umuntu ocelayo uyamukela, futhi wonke umuntu ofunayo uyathola, futhi wonke umuntu ongqongqozayo uyovulelwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, kwakulula ukuvimbela labo ababengavumelani nenkolo kunokuthola ukuthi bawusongo ngempela yini eMbusweni noma enkolweni eqashelwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ngesikhathi isizwe sakwa - Israyeli sibhekene nobunzima, iBhayibheli lithi ngoNkulunkulu: "Phakathi nakho konke ukucindezeleka kwabo wayecindezelekile naye."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgoMay 1935, ngaba khona emhlanganweni waseWashington, D.C., lapho kwagcizelelwa khona ubuphayona (inkonzo yesikhathi esigcwele).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, umphostoli uJohane wavuma: "ULizwi waba inyama futhi wahlala phakathi kwethu, futhi sayibona inkazimulo yakhe, inkazimulo enjengeyendodana ezelwe yodwa kuyise; futhi wayegcwele umusa ongafanelwe neqiniso." - Johane 1: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, siye sabona isibuko sokwehlukana phakathi kwamaKristu, umfanekiso weBabele. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, ukuqeqesha okunjalo kwabazali kulungiselela abantwana isikhathi lapho beyodumisa khona uJehova njengabamemezeli. - Mathewu 21: 15, 16; qhathanisa nencwadi ethi Ukuhlelelwa Ukufeza Inkonzo Yethu, amakhasi 99, 100.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ezinye izabelo ezamukelwa amaphayona angashadile zingase zibe nzima kwashadile noma anabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bayaziwa emlandweni ngokuba nesibindi, ukuhlakanipha, nesandla ekuphatheni izihambi, nangokuthanda kwabo ukuhleka nothando ngokuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufunda nokushumayela kwethu kwasisiza ukuba sihlale siqinile ngokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, abathobekile kuphela, ingcosana esintwini, abazimisele ukuzithoba esiqondisweni sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi esifanayo, ukukhungatheka kwamholela ekubeni akhale kuJehova: "Impela uyakuba - ngamanzi aphuthayo kimi, amanzi angathembekile," njengawomfudlana asheshe ome.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufanele sibahloniphe abadala abamisiwe abaholayo ebandleni, ukuze bangabubuli ngenxa yokucindezeleka okubangelwa ukuntula kwethu ukubambisana nabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho lo mshado ungasasizi ngalutho kwezombusazwe, kwenziwa izaba zokuwuqeda, uLucrezia washadiswa nelungu lohlanga lwamakhosi oluyizitha, u - Alfonso wase - Aragon.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokukhumbuza inkosi ezidlayo ukuthi izihlakaniphi zayo azikwazanga ukuyitshela imfihlo yephupho layo nencazo yalo, uDaniyeli wathi: "Kepha kukhona uNkulunkulu ezulwini owambula izimfihlakalo; wazisile inkosi uNebukadinesari okuyakubakhona ngezinsuku ezizayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
The Dawn of Civilization and Life in the Ancient East (Uhlelo lwango - 1940), nguR.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubaluleke nakakhulu, sizibonakalisa singabalingisi bakaNkulunkulu, othethelela izoni eziphendukayo ngokukhululekile nolindele ukuba senze okufanayo. - Marku 11: 25; Efesu 4: 32; 5: 1.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho oFakazi bendawo befika ekhaya lalo mbhangqwana phakathi nesikhathi sendlala bephethe ukudla, le ndoda yahlabeka umxhwele kangangokuba yakhetha ukwenza okuthile eyayifunge ukuthi ayisoze yakwenza - ukuya emhlanganweni eHholo LoMbuso lendawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngeke avumele ukuba ukuqhosha noma inkani kumenze angalungisi noma ahoxise isinqumo sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izigidi, ngisho izinkulungwane zezigidi zabantu ezilidinga ngokuphuthumayo ithemba azinalo, kuyilapho litholakala kalula khona kanye emaBhayibhelini azo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, kungase kudingeke ukuprakthiza okukhulu nesineke ukuze ukwazi ukusebenzisa kahle udondolo, isitho somzimba sokufakelwa noma insiza - kuzwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IEconomist, ngaphansi kwesihloko esithi "Ukuncipha Kwamabutho Ezelamani," iphawula ukuthi amalungu enyunyana yezisebenzi yaseBrithani ehla "okungenani ngezigidi ezimbili" eminyakeni emihlanu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe Zazintathu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amadoda akholwayo ammbela uStefanu, amkhalela isililo esikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenezinkinga zomshado ezinkulu kangangokuba umkakhe wamshiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbono KaNkulunkulu Ngenkolo Yezwe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abangane beqiniso bananesibindi sokukukhuza uma bebona ukuthi wenza ngobuwula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye indlela esingabonisa ngayo ukubonga 'ngokwazi uNkulunkulu' iwukufeza umyalo wokwenza abafundi beNdodana yakhe, uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babuyisela izikebhe ezweni, futhi bashiya konke bamlandela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye bomdabu babonisa abafuduki indlela yokuvundisa inhlabathi nokutshala izilimo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuzayo lapho ulingeka ukuba utshele umntanakho ukuthi, "Ayilona iqiniso le nto oyishoyo" noma "Awukwazi nje ukucabanga kanjalo," khumbula umthetho kaJesu odumile: "Leyo ndlela enifuna abantu benze ngayo kini, yenzani kanjalo nani kubo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngacabanga, 'Uma bengingafa ngisemncane, bengingeke ngithande ukuzisola ngenxa yokuthi angizange ngikhonze uJehova ngamandla ami onke!'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Niyowubona umehluko phakathi kolungileyo nomubi.' - MAL.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma usuka emthonjeni wawo eBlack Forest eJalimane, umfula iDanube ugwingciza ushone ngasempumalanga amakhilomitha angaba ngu - 2 850 uyongena oLwandle Olumnyama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenethemba ikakhulukazi ngenxa yokuvakasha okwakusondela kukadokotela onguchwepheshe ekwelapheni uhlobo lomdlavuza ayenalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn