sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Nakuba uJehova enguMninimandla onke futhi ehlala ezulwini, uyamnaka 'ohluphekile nodabukile emoyeni nothuthumelayo ngezwi laKhe.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ama - kayak anamuhla ngokuvamile enziwa nge - fiberglass nezinye izinto zokwenziwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Injabulo elahlekile ingabuye itholakale.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho nenza ukukhulekela komkhaya noma lapho uwedwa, zama lokhu: Khetha ingoma oyithandayo eculweni lethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabe sengiqala ukufunda INqabayokulinda ne - Phaphama!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiqondiso sasikhathi sonke esivela eZwini likaNkulunkulu siyowulondoloza unembeza wakho
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwanda Kwemifanekiso
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nabanye abangavumelani nemibono yalelo qembu bangase bakhangwe yileso sitayela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
USathane wayeyobe "ethukuthele kakhulu" ngalesi sikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa okuheha ngokuyinhloko ngokwezazi zezokudla amaprotheni akuyiquinoa - amaphesenti angu - 50 ngaphezu kwalawo akukolweni, kuyioats, kuyibhali, noma irayisi futhi angawohlobo oluphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Irekhodi lomlando liye labonisa ukunemba kwencwadi kaJeremiya isahluko 10, amavesi 23 no - 24, ethi: "Akukuyo indoda ukuba ihambe, iqondise izinyathelo zayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwezinye izimo ungase udinge usizo lochwepheshe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunoma yikuphi, ukukhuluma kukaJeremiya ngokulilela kukaRaheli amadodana akhe kwakuyisiprofetho salokho okwenzeka emakhulwini eminyaka kamuva ngesikhathi ukuphila komntwana uJesu kusengozini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa wayengiyeka ngizitholele izimpendulo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Likokelezele bese ubeka ichashazi lapho wena uhlala khona futhi ubone ukuthi ukude kangakanani neRwanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe UNkulunkulu Uyayinikeza Imivuzo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uJesu wayifundisa into enjalo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, omunye angase abuze, 'Imiphi imithandazo eyamukelekayo kuNkulunkulu?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMaimonides wabuye waphikisana kanzima nomunye umkhuba: "[Orabi] baye bazifunela izimali kubantu ngabanye nasemiphakathini futhi babangela ukuba abantu bacabange, ngobuwula obuphelele, ukuthi kuyimfuneko futhi kufanelekile...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwalabo abathi basathembekile ebuKristwini bambalwa abayithatha ngokungathi sína inkolo yabo....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithi yasiza ekunciphiseni lesi simo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1986, kusaphele izinyanga ezimbalwa beseGeorgetown, uMark noKathi bacelwa ukuba basale sebehlala babe amalungu ezisebenzi zegatsha laseCanada.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe ikhona imizamo yamanje ephumelelayo yokuvimbela ukuqothulwa kwezinhlobo zezitshalo nezilwane?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze sifinyelela lowo mgomo, singacabanga ngezibonelo zabantu basendulo ababonisa isibindi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwababekhona, umbhishobhi omkhulu ucashunwa ethi: "Bengilokhu ngicabanga ukuthi lendawo kufanele ibe ihholo lezenzakalo zokuzijabulisa nezobungane."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubuphekula - Liyini Ikhambi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Leyo mizwa yayingidla ngiphila. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani UNkulunkulu Ekuvumele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuntuleka kokuziphatha okuhle kubaholi kwaqokonyiswa izimpi zezwe ezimbili ezenza eLobukholwa incithakalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho noma wena uphakathi kwabantu abangenalo leli khono, ungakwazi ukufunda indlela yokuveza okucabangayo ngendlela enomusa, ukwazi ukukhulumisana nomuntu futhi kube nemiphumela emihle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, izindaba zingasakazeka ngokushesha, kungakhathaliseki ukuthi ziyiqiniso noma zingamanga, ziwusizo noma cha, ziyingozi noma cha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, kufanele sizitholele lokho okulungile emehlweni kaNkulunkulu bese sikhetha ukukwenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe nawe unokuhlangenwe nakho okuthile ongakulandisa okubonisa ukubaluleka kokubonisa ubuhle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, ingane encane ingalufunda ulimi ngokumane ibe sendaweni olukhulunywa kuyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifiso sokuthandana nothile kodwa ungakabulungeli ubuhlobo obungathi sina singalimaza idumela lakho - thola ukuthi kanjani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela, ukulengisa esigxotsheni noma emthini isidumbu salowo muntu obulewe kwakuyisixwayiso kwabanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni embalwa edlule inkomo yothile ajwayelene naye yaphephuka ngokuphelele edlelweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kwakho konke ukuqapha, abantwana basengangenwa izifo nayizilo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku lapho ngiphuma ekhonsathini ye - rock nabangane abathile, ngazihlukanisa neqembu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa omunye angase azibuze: 'Kungani uNkulunkulu efuna "imbali esaqhakaza" lapho, ngokwenkolelo ethandwayo, esenazo kakade eziningi kangaka?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba uPawulu abhala ngaphansi kokuphefumlelwa kwaphezulu, wayengakhulumi amazwi angalungile ngalabo besifazane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa wabe eseqala ukutadisha ngokuphila nenkonzo kaJesu, wagxila ikakhulu ebuhlotsheni ayenabo noYise osezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sengijahe ukufunda izihloko zesikhathi esizayo 'Zentsha Iyabuza'!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kusisiza ukuba sibone ukuthi akudingekile ukuba ukuphikiswa kuvimbele ukuthuthuka okungokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho eqala ukushumayeza abantu abakhuluma isiRashiya, kwakuneqembu labamemezeli abacishe babe ngu - 20 eNew York City ngo - 1993.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bheka izihloko ezithi: "Lingisa Ukholo Lwabo" kuyi - Nqabayokulinda ka - August 1, 2014; November 1, 2014; nekaFebruary 1, 2015.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nezinto upapa atusa ukuba zenziwe kuphikiswana ngazo futhi ngokuvamile ziyagxekwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IThe New York Times kaMarch 6, 1988, yabika ukuthi iVatican yayilindele isikweleti samaRandi ayizigidi eziyi - 148,3 esiyingqophamlando ohlelweni lwezimali luka - 1988.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abathumbi bahlelekile, bayahlola ukuthi ikuphi okuzobazuzisa nokuthi iziphi izisulu ezingase zibafake engozini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzibusa ngaphandle kukaNkulunkulu, njengoba kwamiswa uSathane, kuyinhlekelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekuqaleni kwawo - 1980, sezwa imibiko ngokomela ulwazi lweBhayibheli kwabantu base - Ecuador, eNingizimu Melika, futhi sazibekela umgomo wokuthuthela khona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kumane kuwukukhohlisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe sasithathelana?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi uKristu uyosebenzisa inzuzo yomhlatshelo wakhe wesihlengo, ekanye nabapristi bakhe basezulwini abangu - 144 000.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungeyona into engavamile ukuhambisa izincwadi eziyikhulu ngosuku kulabo abasebenza ezimbonini ezingazodwa ezifaka inhlanzi emathinini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izinto ongazenza eziyokujabulisa ngempela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nanamuhla, umuntu ngamunye ohluzekile unesibopho sokunquma ukuthi uyomkhonza yini uNkulunkulu futhi afinyelele izimfuneko zaKhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ningenza kanjani ukuba ningagcini senixabana lapho nixoxa?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, uPawulu ufaka nemfundiso yovuko 'emfundisweni yokuqala' yobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ngihamba ephasishini elikhanya kalufifi, elalinezithombe zomndeni wasebukhosini waseSaudi kanye nombukiso wamaslide amaningi wezici zaseSaudi Arabia, ngavakashela indawo eyayibonisa ukuphila kwesiko lama - Arabhu namaBedouin.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Azihlanganisi izinto ezimbi zaleli zwe, amaKristu okudingeka azigweme. - 1 Joh.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, okuwukuphela kwendlela elondekile yokubhekana nalokhu ukunciphisa isivinini nokuvula isikhala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imidlalo yokugembula ngamathikithi ithuthukisa uthando lwemali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Axwayiswa ukuba angenzi noma yimuphi umfanekiso ongokwenkolo - kungaba okaNkulunkulu ngokwakhe, noma owenyoni, owesilwane, owenhlanzi, noma owanoma iyiphi enye into.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ayinakulokotha imemeze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UZechariah uthi masingakhathazeki, kodwa ngesikhathi esifanayo, wethula ivolovolo lakhe emahlombe asikhiphe endleleni yezindlovu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UHeather uthi: "Udokotela wami wangitshela ukuthi ngangincishe umzimba wami izakhi eziningi kangangokuthi ukuba ngangiqhubeke nalo mkhuba wami wokudla ezinye izinyanga ezimbili, ngangizofa ngibulawe ukungondleki."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile; abalungileyo bayakuhamba ngazo, kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ama - rose angamahlumela amasha antekenteke futhi kufanele avikelwe esimweni sezulu esibi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni embalwa edlule, phakathi no - 1994 - 95, umuzwa owawukhona ezikhumbuzweni zokugujwa kweminyaka engu - 50 selokhu kwadlula i - D day (ukufika Kwamabutho Asizanayo eNormandy ngo - June 1944) futhi kwaphela impi yezwe yesibili eYurophu (ngo - May 1945) wabonisa ukuthi kofakazi abaningi bokuzibonela balezo zenza...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngabamba ngekhanda iHubo 23 no - 91 futhi ngathembela kuJehova ukuthi wayeyongivikela njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze ube iphayona eliphumelelayo, kumelwe ubathande abantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Masisebenzise wonke amathuba afanelekayo ukuze sihlwanyele imbewu yeqiniso loMbuso ngobuningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuhlukana okuphawulekayo ngokwezimfundiso ezingaphikiswa okwakulihlukanisa kakhulu isonto 'lobuKristu' kwamnika ithuba lokungenela njengomlamuli "othunywe uNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kumelwe ukhumbule ukuthi isimo ngasinye sihlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimpendulo zakhe zikhanyisa amaqiniso ebesingeke siwazi noma siwaqonde ngenye indlela. - Marku 7: 17 - 23; 9: 11 - 13; 10: 10 - 12; 12: 18 - 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphathimandla zaseFrance zabiza ngokungafanele intela engamaRandi ayizigidi ezingu - 313 (intela nesijeziso), ngenhloso esobala yokukhubaza leli qembu lamaKristu anozwela angu - 200 000 eFrance.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubuhlobo bazo nendlu kaLoti babuzinika ithuba elikhethekile lokukhululwa, kodwa kwakumelwe zithathe isinyathelo zona ngokwazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli libhekisela kulohulumeni ngokuthi "umbuso kaNkulunkulu" nangokuthi "umbuso wamazulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amakhulu Eminyaka Oqhekeko
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwakwenza lithandeke ngokukhethekile ukuthi lalelapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwelinye ikhaya, indlu yangasese kwakuwumgodi ovalwe ngezingodo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kweMpumalanga neNtshonalanga kunezwe laseYurophu, i - Albania, igama lalo ngolimi olungokomthetho, i - Shqipëria, elisho "Izwe Lokhozi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinceku zikaJehova ziye zabhekana naziphi izinselele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho sihlushwa ukugula noma sikhuthazelela ushushiso, umoya ofanayo owanika uSamsoni amandla angavamile uyosiqinisa - nokho, nakuba kungeke kube ngokuyisimangaliso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwalowo mbono, umuntu angazikhethela ukuzalwa kabusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulungiselela Uhlelo Lokusebenzisa Imali:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku ngakhumula izingubo zami zobusosha futhi ngathola izintwala zizichanasela zizalela nemicanda!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OwayenguNobhala KaHulumeni wase - U.S. uHenry Kissinger waphawula: "Yonke impucuko eyake yaba khona iye yawohloka ekugcineni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalinye lalifuna ukuthola ukuthi ngiwuhlobo luni lomKristu ekuhloleni okwakwenziwa kokuhlukanisa izimvu nezimbuzi....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ebilahlekile Yatholakala
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bengifuna nje ukuhlanganyela okuhlangenwe nakho kwami ngethemba lokuthi mhlawumbe othile endaweni ethile manje uzocabangisisa ngamanightclub.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Iziphi ezinye izinto ezibangela injabulo, futhi lokhu kuphakamisa muphi umbuzo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wayeprofethe lokhu ngokuqondene neJerusalema: "Uzofikelwa izinsuku lapho izitha zakho zizokwakha nxazonke zakho uthango ngezigxobo ezicijile zikuzungeze futhi zikucindezele nhlangothi zonke."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uJehova emyala ekuqaleni ukuba ahambise isigijimi sokwahlulela kulo muzi wase - Asiriya onamandla, uJona wagibela umkhumbi ngokushesha walibangisa kwenye indawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusidla kwawo kubonisa ukuthi awushile ngokuphathelene nezindlela zikaJehova zokulunga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Abazali ababona nje kuphela abafundisi bokugcina; kodwa futhi bayizibonelo, ngoba abantwana bethu bafunda ngokulingisa izindlela zethu," kuphawula uBeverley Feldman, umbhali wencwadi iKids Who Succeed.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wacabanga: 'Akudingeki ngize ngibonise ukuthi lokhu akulona iqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa inkulumo yeBhayibheli enesihloko esithi "Ukuvuselela Umoya Wokuzidela" yabashukumisela ukuba baphinde bayandise imizamo yokunikeza abantwana babo abane konke ukunakekela nokuqeqesha abakudingayo ukuze 'babondle ngokuyala nangokuqondisa kukaJehova.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wadonsela ukunakekela ekusindisweni kukaLoti olungile lapho iSodoma neGomora kwenziwa umlotha, njengoba sifunda kweyesi - 2 Petru 2: 6 - 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn