sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngo - October 16, 1985, iChristian Century yabika: "Onyakeni odlule uhulumeni waseBurundi uqalisé uchungechunge lwezenzo ezijongé ukululaza ukuba khona kwesonto... ilungelo lokukhuleka obala nangasese nelokuthandaza liye lancishiswa kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqhathanisa, iBhayibheli kweyoku - 1 Korinte 6: 18 lithi: "Owenza ubufebe wona owakhe umzimba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasukuma ukuze ngitshele bonke abakhona ngombiko wamuva, ngathi, "Manje lezi zimpendulo seningazithola mahhala ngokumane nje nifunde lezi zincwadi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wanginika ubufakazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uye wazama ukukukhohlwa, kodwa akuhambi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Ivan uyavuma: "Ukuziphatha kwami kwaba nethonya elibi kumfowethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sethemba ukuthi maduze uyoshukumiseleka ukuba uzinikezele kuJehova nokuba ubuze umbuzo umTopiya awubuza uFiliphu: "Yini engivimbela ukuba ngibhapathizwe?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho Ithola Isiyalo Esiqinile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa nge - tablet noma ngomakhalekhukhwini ingane yakho ingakwazi ukungena kuyi - Internet, noma nini futhi ngaphandle kwemvume yakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqhubeka, uSolomoni uthi: "Isihe neqiniso makungakushiyi; kubophe entanyeni yakho, ukulobe esibhebheni senhliziyo yakho, ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu." - IzAga 3: 3, 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, iBhayibheli ngokwalo lisitshela ukuthi "uNkulunkulu akakhethi, kodwa ezizweni zonke umuntu omesabayo futhi asebenze ukulunga uyamukeleka kuye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - The Jewish Encyclopedia ithi: "Inkolelo yokuthi umphefumulo awufi yangena kumaJuda ngenxa yokuxhumana kwawo namaGreki nemfundiso kaPlato." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, njengoba sanda ngamanani, ingabe kancane kancane siyayeka ukwenza umsebenzi wethu omuhle? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenza okungaphezu kokulindelekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sokugeza izindlovu ziyanxenxwa ukuba zilale phansi emanzini, lapho ezisebenzisa khona imiboko yazo njengezimbobo zokuphefumula | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amabandla abalandeli bakaKristu banamuhla abusiswe ngabesifazane abafana noMarta - banesibindi futhi banesandla esivulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esekela umbono wakhe, wakhetha ukuphinde abhapathizwe futhi ngaleyondlela "enze ubhapathizo olungokweBhayibheli lokucwiliswa," kubika Iphephandaba laseJalimane iFrankfurter Allgemeine Zeitung. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho imvula ibingeke ibe khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokho, uDavide wangcwaba amathambo ala madoda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bangaphezu kwekhulu abafowethu nodadewethu abavela kwamanye amazwe abakhonza ezindaweni zaseTaiwan ezinesidingo esikhulu sabamemezeli boMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu uzokuqeda ukuhlupheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba behamba endleleni, umbhali uthi kuJesu: "Mfundisi, ngizakukulandela, noma uya ngaphi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sazi kanjani ukuthi abafundi bakaJesu babeyoqhubeka bekhula ekuqondeni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlando wopapa ubonisa okuphambene ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengumshumayeli wevangeli ophumelelayo, kodwa akazange neze azidumise yena ngalokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwanda Komsebenzi Ngemva Kwempi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ahlulela isoni, uJehova uqale abheke ukuthi kungenzeka yini asibonise isihe ngesisekelo somhlatshelo wesihlengo seNdodana yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, ukuba ongashadile kunikeza inkululeko enkudlwana yomuntu siqu nesikhathi senkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, iMainichi Daily News iphawula ukuthi naphezu kwesilinganiso nobukhulu balenkinga, "umphakathi waseJapane awuyiqapheli neze lenkinga, ucabanga iphuzu lokuthi ukubulawa kwezingane ezingafunwa zabo bobubili ubulili kanye nokudayiswa kwamadodakazi ezindaweni zezifebe kwakuyimikhuba evamile kwaze kwaba sekuqaleni kwa... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INegebi ikuphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - February 1950, ngosuku engathweswa ngalo iziqu, ngathola izincwadi ezimbili zocingo (telegram) ezangikhuthaza kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqeqesha Abanye Babe Abelusi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi Samakhemikhali Ezinto Eziphilayo (Chiozzi, P.), 1 / 13 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuthakazelisayo, abanezikhundla eziphakeme kumaKatolika, njengopapa, ababagxeki abasekeli bemfundiso yenkolo yenkululeko ngenxa yokuhileleka kwabo kwezombangazwe, njengoba isonto seliye laba nomlando omude wokuhileleka okunjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayefaka itshe esikhwanyaneni, ayiwilizise phezulu ngesivinini, bese ededela umdweshu owodwa, kuphume itshe liqonde ngqo entweni elalingase liyibulale. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esekelwa umoya ongcwele kaNkulunkulu onamandla, ngokuyisimangaliso uJesu waphulukisa abagulayo wavusa ngisho nabafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - New World Translation, ibheka ngokufanele igama elithi "Nkulunkulu" njengelingalinganiselwe kothile kuphela, kanye nangokuveza isici esiyimfanelo esiboniswa indlela yokuhlelwa kwesiGreki, isebenzisa umunci wesiNgisi ongacacile ithi: "ULizwi wayengunkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphuthuma kwezikhathi kukwenza kudingeke ngokwengeziwe kunanini ngaphambili ukusilandela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunobufakazi obuningi bokuthi lokhu kubhubhisa kuyenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKENICHI, insizwa esiqinile, waya ekhemisi eyofuna umuthi womkhuhlane ongemandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulokho, inkulumo - ze yaba isikhali sokubulala abantu abaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngingasho ngobuqotho ukuthi kwakuyilobudlelwane obangenza ngaqhubeka. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - August 1992, iRomania yafinyelela inani eliphakeme labamemezeli abangu - 24 752 emabandleni angu - 286. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yezinkinga ezinzima, njengokugula okungathi sína, ukuguga, noma ukufa kwabathandekayo, abanye bangase babe nemizwelo ephambene egxile ngokujulile engakuthinta kabi ukuphila kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwakho konke, lapho uthandaza ungathembela osizweni oluvela kuJehova nomoya wakhe ongcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OHAMBWENI lwakhe lwesibili lwezithunywa zevangeli, umphostoli uPawulu wahlala unyaka nengxenye emzini waseKorinte. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingelosi inezimpiko eziyisithupha kwesinye isithombe kodwa kwesinye inezine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungangabazeki u - Anase wafuna ukuqiniseka ukuthi umkhwenyana wakwakhe uyoba umlekeleli onokwethenjelwa kwezombangazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwalezi zinguqulo zeBhayibheli kanye nezinye kungabonakala kunjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
LO MAGAZINI wawukhuluma ngani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi Esakazwe Kabanzi Kunazo Zonke Emhlabeni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwesaba uNkulunkulu kusho ukumhlonipha, ukumethemba, ukugwema noma yini emcasulayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USathane uye wakusebenzisa kanjani ukuhlasela okuqondile njengomzamo wokwaphula ubuqotho babantu bakaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kucatshangwa ukuthi amadolobha amabili kwamathathu eChina, ngeke akwazi ukuhlangabezana nemithetho emisha kahulumeni elawula ukuhlanzeka komoya ezoqala ukusebenza ngo - 2016. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengangabazi nhlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, khumbula ukuthi uNkulunkulu wathi: 'Izwi lami eliphuma emlonyeni wami ngeke libuyele kimi lingabanga namiphumela, kodwa liyophumelela ngokuqinisekile kulokho engilithumele kona.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lelivesi Iingase libe ngokwesiprofetho futhi, ngoba owesifazane akakaze anikeze uJehova ukulalela okupheleleyo, kunalokho kuye kwaba yindoda - uJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudlula iminyaka emine futhi aqale ukuqothula inkolo yamanga kwaJuda naseJerusalema (ngo - 648 B.C.E.). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyafunda: "Ngase ngibona enye ingelosi indiza emkhathini wezulu, inevangeli eliphakade ilishumayele kwabahlezi emhlabeni, nakuzo zonke izizwe, nemindeni, nezilimi, nabantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igatsha lasePortugal, elanikezelwa ngo - 1988 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama lami nginguGabriela, ngineminyaka eyisithupha, nginoRaul oneminyaka engu - 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sanikeza nesiyalo esiwusizo ezisulwini zokulahlwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Libhekwa emhlabeni wonke njengophawu olungcwele, ngisho nangaphezu kwalokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IState of the World's Children Report 1989 yeUNICEF (United Nations Children's Fund [Isikhwama Sabantwana SeZizwe Ezihlangene]) ithi: "Ngemva kwamashumi eminyaka okuthuthuka okuqhubekayo kwezomnotho, izindawo ezinkulu zomhlaba zihlehlela emuva ebumpofwini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ungumKristu ovuthiwe, okhule ngokugcwele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuphenduka esinye isimo kwakuwukubonakaliswa kusengaphambili kwenkazimulo kaKristu noMbuso wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba engaMandla Aphakeme endaweni yonke, uJehova umema "abantwana" bakhe ukuba basondele kuyena ngenhliziyo yonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi simo siyefana nesaseGibithe lasendulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti futhi iyizwe eligcwele izintaba - mlilo, kodwa zimbalwa kuphela ezisaqhuma - njengentaba iStromboli ne - Etna. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abakhé emhlabeni "bayakukhanda izinkemba zabo zibe ngamakhuba, nemikhonto yabo ibe ngocelemba; isizwe asiyikuphakamisela isizwe inkemba, zingabe zisafunda ukulwa." - Isaya 2: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkulumo esohlelweni yokwamukela kulomhlangano wesikhombisa yanikezwa undunankulu waseAustralia, uRobert J. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Njengoba kancane kancane izinkolo ezingokwesiko zincipha, amasonto namathempeli azo encishelwa ngamalungu ngaso sonke isikhathi, oFakazi BakaJehova bathola ukwanda kwamalungu futhi bathola ngisho nezakhiwo ezazingezamasonto kanye nezinye izakhiwo ezintsha lapho beqoqela khona amalungu abo amasha." - Le Petit Journal, ... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngaqhubeka ngicindezeleka, ngicasulwa nawubala nje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweminyaka engaba amakhulu amahlanu akhe itabernakele, u - Israyeli waqala ukwakha ithempeli eJerusalema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Osukwini lwethu, ilungiselelo lokusondela kuJehova aligxilile esakhiweni esingokoqobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakubangelwa yini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababekhona baphendula, bamemeza bathi: "Yebo!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele azi; ungumqondisi wenkonzo yezokumpontshelwa igazi esibhedlela saseMassachusetts. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gwema ukufinyelela eziphethweni ngamawala zokuthi uNkulunkulu mhlawumbe ufuna ukuba sihlupheke noma ukuthi uyasivivinya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela abanye abaye basisebenzisa ngayo lesi seluleko: UMaria noMartin, abahlala eMexico, sebeshade iminyaka engu - 39. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli akagxilanga ezimfundisweni noma emlandweni weBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Qinisani isifiso sokwenza okulungile ngokubonisana ngezinzuzo eziyotholakala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwase kuyizinyanga ezimbili lenkosikazi ikhulelwe futhi yayicabanga ukusikhipha isisu, ngisho noma umyeni wayo ayengavumi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lombhangqwana, manje oseminyakeni yawo - 80, wajabula lapho kufika lencwadi futhi wahlela umcimbi omncane nabangane bawo ukuze bajabulele lesi senzakalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini emelelwa yizinqola nabagibeli bazo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Isithombe ekhasini 28, 29] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube wawulapho, ingabe wawuyosithatha isinyathelo esinjalo esiwujuqu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Essly wenza izifundo ezengeziwe ezamsiza ukuba athole umsebenzi ukuze akwazi ukuzondla njengoba ephayona, wabe esethuthela endaweni okwakudingeka kuyo abamemezeli boMbuso ngokuphuthumayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukungathembani kuye kwabangela uvalo lokuthi ngolunye usuku ayozisebenzisa izikhali zawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kunzima kangakanani ukukhuthazelela ukuhlekwa nokuphikiswa amalungu omndeni angebona oFakazi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho makangasho lowomuntu ukuthi uyakwamukeliswa utho yiNkosi, umuntu onhliziyombili oguquguqukayo ezindleleni zakhe zonke. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uJohann Strauss, Jr. eqamba ingoma ethi "The Blue Danube" ngo - 1867, kusobala ukuthi la manzi ayenombala wesibhakabhaka esiluhlaza ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kokunye, uDavide noJonathani babenezinto ezibalulekile ababefana ngazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinsuku ezingaba yishumi inkonzo yasensimini yayingasekelwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimiso ZikaNkulunkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bambeka necala lokuthi uhlola izilimi zokuqala ngenxa yesifiso sakhe sokukhiqiza inguqulo yeBhayibheli enembile - inqubo ababeyibheka njengokuhlubuka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isizathu siwukuthi, abaholi benkolo ababephakathi kwamaJuda babeyophatha abafundi bakaJesu abangamaJuda njengezihlubuki ezihlubuke ebuJudeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngekhasethi ngayinye e - odiwe, ngifake u - R6 wokuhlangabezana nezindleko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Induku iqala ukunyakaza, bese umbhuli obhula ngenduku ebala ukuthi ikwenza izikhathi ezingaki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uye Wavezani Umzamo Womuntu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.