sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
UJehova angase futhi asebenzise esikholwa nabo ukuze asisize siwasebenzise ngokugcwele amakhono ethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wachaza: "Noma yiziphi izinto [uYise] azenzayo Yena, neNdodana iyazenza lezizinto ngendlela efanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekhulwini le - 19 leminyaka, uRobert Owen waseWales, umFulentshi uÉtienne Cabet noPierre - Joseph Proudhon, nabanye abasekeli benguquko yezenhlalo abaningi, phakathi kwabo kunabefundisi abavelele, bafundisa ukuthi isimiso sokusebenzela uhulumeni sasimane siwubuKristu obubizwa ngelinye igama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - July 1998, umyeni wami othandekayo washona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezinye izikhathi esiprofethweni seBhayibheli, usuku lumelela unyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kusho ukuthi kumelwe sizihlole.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthuthuka kusho "ukuba nenqubekela - phambili, ukushintsha ube umuntu ongcono."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungikhathaza ukuthi abaqeqeshi babeshoshozelela amadoda ukuba alwe empini ngokumelene namalungu ezinhlangano zawo zenkolo angasohlangothini oluphikisayo, kodwa njalo bezisholo ukuthi uNkulunkulu wayesekela uhlangothi lwabo lwempi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, yona kanye inkonzo yethu yobuKristu idinga ukuba sibe nesithakazelo esiqotho kubantu, sibanikeze isithunzi futhi sibahloniphe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inzalo yamanye amadodana ka - Abrahama ayizange isetshenziswe ekubusiseni isintu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kuthiwani ngezinkulungwane zezigidi zabantu esezafa kakade?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
URuth, oneminyaka engu - 18 ubudala, waqala ukuphayona eneminyaka engu - 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMSEBENZI WEZANDLA - abaningi bawubheka njengoyisicefe, ongcolisayo futhi ongathandeki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umshado wabo wawususengcupheni, futhi kwabaphatha kabi kakhulu lokho oMacarena nezingane zakubo ezimelamayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa njengoba uMdali engabonakali futhi enamandla ngokwesabekayo, singamazi kanjani kangcono?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMbuso kaNkulunkulu uzoqeda ububi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okunye esasikwenza imisebenzi enjengokwakha umfuziselo womkhumbi kaNowa noma sibhale ishadi elibonisa izikhathi zezenzakalo zeBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthando "aluzikhukhumezi," kodwa umqondo womuntu ongenaluthando ungase ugcwale ukuzikhukhumeza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ISIHLOKO esiphambili se - Times yaseLondon sathi: "UBugs Bunny Usolwa Ngenxa Yezimpi Zasesikoleni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowo othi: "Ngiyamazi," engagcini imiyalo yakhe, ungumqambimanga, iqiniso alikho kuye;
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Maqondana nesintu, ukufa nokuguga kuyimiphumela yokuhlubuka komuntu wokuqala kuNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izincwadi ezimbili izigidi zabazali emhlabeni wonke ezikujabulelayo ukuzifundela izingane zazo yincwadi ethi Funda KuMfundisi Omkhulu nethi INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli, zombili ezinyatheliswa oFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokukaJakobe, ukucabangela obani okuwuphawu lokukhulekela kweqiniso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amagatsha anyathelisayo athumela izincwadi emabandleni aseduze nakude.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuvuna Ilayisi Emasimini Amanzi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayegcinwe esitokisini, mhlawumbe eboshelwe kumqaphi wakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakunabesifazane abasebasha emabandleni ababenenkinga yokulawula "izinkanuko zabo zobulili" noma ababebe 'imiphefumulo ecindezelekile.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isikhulu sathi amabanga amade nokuminyana kwezimoto kungalinga abashayeli ukuba basisebenzise "ngokunenzuzo" isikhathi esichitheka emotweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngaphambi kokuba ngihambe, ngathi noma ubani kuleliqembu owayefuna ukukhuluma nami eyedwa, ngangingatholakala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, ukusebenzelana nemimoya kusiza amademoni afinyelele lokho abadobi abakwenza ngesicupho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"UEliya sewafika," kuphendula uJesu, "abamazanga nokho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Omunye owaba nengxenye kulolu hlelo kwakunguJean - François Baron, ophethe umnyango wemithi ebulala izinzwa negumbi lababangwa nezibi eSibhedlela SaseBroussais, eParis, eFrance.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, eBhayibhelini uJesu ubizwa ngokuthi "uLogos," okusho ukuthi "uLizwi" kaNkulunkulu, noma uMkhulumeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngadumala lapho ngibona ukuthi izimfundiso eziningi zeSonto Lobu - Orthodox azivumelani nemiBhalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, ukuba lusizi ngezono zakhe kwamqeda amandla, njengoba nje ukushisa kwasehlobo okungenamhwamuko komisa isihlahla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izisulu zokusetshenziswa kwezidakamizwa ezingekho emthethweni, okungenani lezo ezaziwayo, ziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EPharadesi uyothola ukuthi umhlatshelo waseNtabeni iMoriya wawufanekisela into enkulu nakakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubonakala kanjani ukuthi ukupha kuletha injabulo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngasenyakatho yalo muzi wasendulo kunoMbhoshongo Wenyanga, onesiqongo esingamamitha angu - 40 ukuphakama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Unembeza kaZakewu wawuqeqeshiwe, futhi wayewulalela enza lokho omtshela kona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lithi uNkulunkulu wenza umhlaba wethu ukuba uhlale phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, akufanele sigomele ezintweni ezinjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokweCourier Mail yaseBrisbane, umkhulumeli weSonto Elihlanganisayo eAustralia "wavumelana nezimiso eziyisisekelo zalowombiko."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokushesha ngaphambi kosuku lokukhishwa kwazo, amahhovisi eposi athola incwadi yocingo eyayiwayaleza ukuba abuyisele isitokwe sawo salesitembu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esikoleni sasifunda ngamatilosi, futhi sacelwa ukuba sibhale indatshana ngalesifundo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho cabangisisa ngaphambi kokwenza yonke into kanyekanye; kungenzeka ungafezi lutho!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula, "uNkulunkulu akakhethi, kodwa ezizweni zonke umuntu omesabayo futhi enze ukulunga uyamukeleka kuye."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - chloroquine ngokushesha yaba isikhali esikhulu sokulwa nomalaleveva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wathi: "Akekho umuntu ongeza kimi ngaphandle kokuba uBaba ongithumileyo emdonsa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwase kuyiminyaka eyishumi uMichael, umfowabo kaJeremy, 'eyiphayona,' okuyigama elisetshenziswa oFakazi BakaJehova ukuze bachaze abashumayeli babo besikhathi esigcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yisiphi iseluleko esiphefumlelwe okufanele sisilalele ngokucophelela, futhi ngani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa emazweni aseNtshonalanga, lapho ukudla kuvame ukutholakala kalula khona, ngokuvamile ukukhuluphala akubhekwa njengento efiselekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, lokhu kwakungabangela indoda (noma owesifazane oyintombi) ukuba imelane nesilingo sokuhlanganyela ekuhlobongeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi abantu bathambekele ekudleni kakhulu ukudla okunamafutha amancane noma okungenawo nhlobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuchuma okungokwezimali ngeke kuqinisekise ukusinda, naphezu kwalokho izazi zezinkanyezi ezingase zikubikezele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiphi isithembiso esingokwesiprofetho esanikezwa abathenwa abesaba uNkulunkulu kwaIsrayeli wasendulo, futhi kungani lokhu kungase kubonakale kuyinqaba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala iHadadi - Rimoni kwakuyindawo esechibini laseMegido, lapho abulawa khona elwa noFaro - Nekho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifanakalo, njengoba sincishiswe ngendlela esincishiswe ngayo, siwulimi olunesimiso salo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake sibone ezinye zezici ezenza umshado ube ojabulisayo nophumelelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okufinyelela kude kakhulu, kodwa okungavamile emlandweni, ama - tsunami - amaza olwandle amakhulukazi abangelwa ukuqhuma olwandle noma ukugidlika komhlaba ngaphansi kolwandle eduze nentaba - mlilo equbukayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kodwendwe, kwakuhlatshwa izinkabi futhi cishe abathunjwa abaningi babebulawa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani Umthetho Wewashi Engiwubekelwe Uqine Kangaka? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngolunye usuku, wabuya esikoleni echichima injabulo ngoba emhlanganweni othile nothisha abaningana, wakwazi ukuphendula imibuzo yabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, kuyafaneleka ukuthi ezikhathini zanamuhla abagcotshiwe baye bahola ekukhulekeleni okuhlanzekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPawulu usikhuthaza ukuba sihambe 'ngokuthobeka kwengqondo okuphelele nobumnene, ngokubhekakade, sibekezelelana ngothando, sizama ngenkuthalo ukugcina ubunye bomoya esibophweni esihlanganisayo sokuthula.' - Efesu 4: 1 - 3.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugcizelela uthando olungenabugovu kwenza ukukhulekela kukaJehova okumsulwa kuhluke kuzo zonke ezinye izinhlobo zokukhulekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ayeyindoda enethonya, akuzange kube nzima ngoKora ukuba azitholele abacabanga njengaye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abesifazane Babe Yizikhonzi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Ngena ku - jw.org / zu, ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE > YIBA UMNGANE KAJEHOVA)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali bakwazi ukusiza izingane zabo ngokomoya futhi bathola ukuthi imikhaya yabo iyaqina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuye kwabizwa ngokuthi "ukuzikhumbuza ngokuqhubekayo ngemva kwezikhathi ezithile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, phakathi kwezinye izinto, ukudumisa umuntu kusho ukukhuluma kahle ngaye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Funda ngezindlela zokusetshenziswa kwalesimangaliso sobuchwepheshe, futhi ubone indlela ongazuza ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ilanga elikhanya kakhulu, eliphakeme elihlaba othwetshulwayo phezu kwekhanda (noma ngokuqondile ngemuva) lingaveza amathunzi amabi ngaphansi kwamehlo akhe, ikhala, nesilevu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu wacela uJehova ukuba avikele abafundi bakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphostoli uPetru wayengumdala owaziwa kakhulu ebandleni lobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okokuqala, nakuba ngokwengxenye kwaba nokugcwaliseka kokuqala lapho kubhujiswa iJerusalema nethempeli lalo, akungabazeki ukuthi amazwi kaJesu ayekhomba esikhathini esizayo sangemva kwalolo suku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abacwaningi base - University of Maryland, e - United States, kanye ne - International Centre for Diarrhoeal Disease Research, eDacca, eBangladesh, bathola ukuthi amagciwane abanga ikholera ahlala emathunjini ama - copepod, izilwanyana ezincane ezisegobolondweni ezihlala emanzini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwahlelwa nemihlangano emikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uhambo lwabo luhlanganisa izwe eliseNtshonalanga Australia, ingxenye yezwe laseQueensland, kanye neSifundazwe saseNyakatho, indawo engaphezu kwamakhilomitha - skwele ayizigidi ezingu - 4,7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiye ngaphoqeleka ukuba ngiphile nobuhlungu bokukhuliswa umlutha wokugembula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(March 22, 1995) Ngiyazisa kakhulu iKomiti Yokubonisana Nezibhedlela (Hospital Liaison Committee).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma... benqoba,... ukulwa kobudlova cishe kuyoqhubekela kwelinye ikhulu leminyaka. "- IThe New York Times, kaNovember 15, 1986.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi eneminyaka emibili ubudala, wayengasakhulumi nhlobo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akulona uthando lwabo ngabafowabo kuphela, kodwa okukhulu kunakho konke, uthando lwabo oluqotho ngoJehova nangeNdodana yakhe. - 1 Pet.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingase ishiswe njengesivuthela - mlilo ezindaweni ezintsha zamandla kagesi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokho kuhambela kwathatha amahora amathathu, futhi kwahanjiswa incwajana kulombhangqwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kwakungelona iqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa nakuba kwenzeka ukuba oshaka bahlasele, akuvamile kakhulu njengoba abasunguli bamabhayisikobho athusayo bengakwenza ukholelwe kanjalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbiko we - Australian Institute of Health and Welfare wembula ukuthi amaphesenti angaba yishumi odokotela ayesebenza amahora angaphezu kwangu - 65 ngesonto, amaphesenti angu - 17 odokotela abangochwepheshe bezifo ezithile ayesebenza amahora angaphezu kwalawo, kanti amaphesenti amahlanu "odokotela abasha" ayesebenza am...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ningizimu Pacific
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye inguquko ethakazelisayo ihilela ukukhula koboya emilenzeni yakho, esifubeni, ebusweni, nasemakhwapheni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyini isithiyo esiyisisekelo ekubekweni phansi kwezikhali?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuncibilikisa izinguzunga zeqhwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nawa amanye amazwi okwazisa atholwa yihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova lase - Ukraine:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, izinkanyezi zakheka phakathi kwenebula lapho izinto ezisakazekayo zidonswa amandla adonsela phansi ziyiswa ezindaweni ezinegesi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, badala sheshani ukuzwa nephuze ukufika eziphethweni ningakawutholi wonke umqondo wendaba. - IzAga 18: 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi amaGestapo ayehlale esezithendeni zami, ngangingahlali endaweni eyodwa isikhathi esingaphezu kwamahora ambalwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngendlela efanayo siyakujabulela ukulinda uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amangqamuzana akha i - DNA (i - deoxyribonucleic acid) kababa nomama ayahlangana akhe umuntu owayengekho ngaphambili.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn