sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngokwesibonelo, wathi babenikezwe amandla okuphulukisa ngokuyisimangaliso, okukhipha amademoni, ngisho nawokuvusa abafile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho kufanele ukuba umzimba wakhe wawubonisa ukuthi wayeyindoda enamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kunomzali ongayedwa ozama kanzima ukukhulisa izingane zakhe endleleni yeqiniso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yini okufanele siyenze uma sikuthola kunzima ukukhumbula izenzo ezinhle uJehova asenzele zona? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho izingane zinamathela esiyalweni esinjalo, kungasho ukuphila kuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi kaKirsten asikhumbuza ukuthi asinakulindela ukujabula ngokuphelele kulesi simiso sezinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosizo lwakhe, ngafunda ukuthi yini okwakufanele ngiyenze nokungafanele ngiyenze, okwangisiza kakhulu, kwenza ngahlala ngijabule enkonzweni. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singazuza kanjani namuhla kulesi sixwayiso esinothando? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sithenjiswa Hlobo Luni Lwengcebo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi semivubukulo esingumNtaliyane uPaolo Matthiae sithi: "Uhambo luka - Abrahama olusuka e - Uri luya eJerusalema [eKhanani] lwenzeka ngesikhathi iMari isekhona." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, abantwana abakwazi ukuthola izimpendulo zemibuzo enjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, mina nomkami siyasenza isikhathi sokukhuluma nokuthululelana izifuba. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amagxathu ambalwa okumelwe uwathathe uya endaweni yesikhulumi abonakala engangekhilomitha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imithi Kadokotela, 5 / 09 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nathi namuhla sibhekene nenselele efanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bangalungiselela izingane zabo umshado ngokuzisiza ukuba ziqonde ukubaluleka kokulandela isiqondiso saphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngemva kokuphuza nokudlala, abelusi babekhuphuka ngamunye ngamunye, besuka esigodini, ngamunye enze umsindo wakhe ohlukile; bese izimvu zakhe zimonyuka emhlambini ziye kumalusi wazo, yonke imihlambi ihambe ngokuhleleka eyayifike ngakho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalokho ingwe ivinjwa yizimila zehlathi eziminyene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho inikeza ikhambi elinamandla kunawo wonke lobumsulwa bokuziphatha, iNkosi uSolomoni ithi: "Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaNkulunkulu; uyenza yonke imikhondo yakhe ukuba ilingane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo ndlela, uma amasosha esihlasela ngezinqola zempi, kuzobulawa oFakazi kuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwangikhumbuza futhi ukuthi lesikhungo sezinto zasemkhathini sakhiwe phakathi nendawo enkulu kazwelonke yezilwane zasendle enezinhlobo eziningi zezinyoni, izilwane, nohlobo lwezilwane ezihuquzelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Azi konke lokho, amaKristu eqiniso namuhla azithoba eMbusweni kaNkulunkulu, futhi alandela iseluleko sikaJesu 'sokuqhubeka efuna kuqala umbuso nokulunga kukaNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INtshumayelo yakhe yaseNtabeni iyincazelo enamandla yendlela ubulungisa nokulunga kwangempela okufanele kwenziwe ngayo. - Mathewu, izahluko 5 - 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
njengalokho asikhethela kuye ngothando ngaphambi kokusekelwa kwezwe ukuba sibe ngcwele, singabi nakusolwa phambi kwakhe; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IJapane Ifuna Abantu Bayeke Ukubhema | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bhala izimpendulo zakho ngezansi kwale ndaba, futhi uziqhathanise nebhokisi elithi "Izimpendulo" elisekugcineni kwalesi sihloko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
13, 14. (a) Lezi "zikhathi ezibucayi" zingakubangela kanjani ukuhlupheka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lokhu kwaziswa kusekelwe eqinisweni, kusho ukuthi uJakobe, indodana ka - Alfewu, owayengomunye wabaphostoli abangu - 12, naye wayengumzala kaJesu. - Mathewu 10: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ishadi elithi "Uhlelo Lokumelana Nokucindezela Kontanga" elisemakhasini 132 no - 133 linokusikisela okuhle futhi linika ingane yakho ithuba lokubhala izimpendulo eyokhululeka ukuzisebenzisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukukwazi ukufunda lesi sihloko kuwubufakazi bokuthi unekhono lokufunda, kodwa kufanele ulisebenzise kanjani lelo khono? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, kunenselele yokufinyelela zonke izingxenye zezwe ngezindaba ezinhle njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi siyizingcweti noma cha, singafunda ukubona ngokucacile, ukuqaphela ubuhle obusizungezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezansi: Amadada, aseQuebec, eCanada | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa oFakazi BakaJehova abaliyeki igazi ngenxa yokuthi alinampilo kodwa ngenxa yokuthi ukulamukela akungcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ziziningi kangaka izinkolo ezithi zingezobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lesihloko sangenza ngacabanga ngokujulile ngokusekela okunamandla uJehova uNkulunkulu akunikezayo nanokuthi ulunikeza kanjani njalo usizo lapho ludingeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma umninikhaya ematasa kakhulu, singathi: "Uma lesi kungesona isikhathi esihle kakhulu sokukhuluma nawe, ngingakubona ekuhambeleni kwethu okulandelayo emva kwesonto noma ngaphezulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenye ende ephezulu yohlanga iyingxenye yobuduna, okuthiwa intshakaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengomqondisi jikelele wale nkampani, kwakulindeleke ukuba 'ngenze isivumelwano' nomeluleki wezentela ngokumfumbathisa ukuze azishalazelele lezi zenzo zokukhwabanisa zenkampani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Sazi kanjani ukuthi kunamandla angabonakali omoya, ezindabeni zabantu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiphendule, Jehova, ngiphendule, ukuze lesi sizwe sazi ukuthi wena, Jehova, unguNkulunkulu weqiniso futhi wena ngokwakho ubuyisé inhliziyo yabo. "- 1 AmaKhosi 18: 30 - 37. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungafani nasemazweni aseNtshonalanga, umkhuba waseJapane uwukuba kube abesifazane abathengela amadoda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphenduka ngambona ebishe odakeni olumnyama, lufika emadolweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uJohane osekhulile wakubonisa lokhu lapho ebhala: "Anginaso isizathu esikhulu sokubonga kunalezizinto, ukuba ngizwe ukuthi abantwana bami baqhubeka behamba eqinisweni." - 3 Johane 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abesifazane babenendima ebalulekile, nakuba ingeyona eyinhloko, ekusakazekeni kobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ephekwa ngemibuzo, wakhuluma ngesibindi etshela labo baklolodeli: "Ngiyicabange kahle le ndaba, futhi ngincamela ukuhlala ejele nginobuhlobo obuhle noNkulunkulu kunokudedelwa bese ngilahlekelwa umusa wakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengokuba enjalo owayengowenhlabathi, banjalo nalabo abangabenhlabathi; nanjengokuba enjalo ongowasezulwini, banjalo nabo abangabasezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Endabeni yakhe yokuphila, uMfoweth 'uKarl Klein, owayeyilungu leNdikimba Ebusayo, wathi wake wathola iseluleko esingagunci sivela kuMfoweth' uJ. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka isibonelo esihle abantu abadala abangasilingisa! - Kolose 3: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshikashika wokuzama ukuziphilisa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uPatteson wangempela efika, wazithela esixukwini esasithukuthele kufanele, futhi wabulawa ngephutha abantu ababeziphindiselela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ake sixoxe ngendaba ehlobene nalezi, ebalulekile kumaKristu namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Injongo yalokhu iwukuba lona omunye umuntu alungise isimo ngamazwi okuncoma owesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa abagxeki bathi: 'Konke esikwaziyo ngempela ngoJesu kutholakala eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi baseSan Jose bangikhokhela ibheyili ukuze ngidedelwe ngaphambi kokuqulwa kwecala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ungase ube nenkinga yangempela yokukhuluphala futhi kufanele unciphe hhayi nje ukuze ubukeke kangcono kodwa ngenxa yezizathu zempilo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi kwakunamabandla angu - 7 esiKirghiz nangaphezu kuka - 30 esiRashiya kuleli zwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengomdala, lalela isiyalo sikaPawulu: "Shumayela izwi, uqinise, noma kuyisikhathi noma kungesiso; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibiko yababonisi besigodi ingibuyisela emuva ezindaweni zokuhlangana nasemaHholo Emihlangano kanye nawo wonke umoya womhlangano wesifunda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sacabanga ukuthi mhlawumbe siqale ngokubeka imali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okuphawuleka nakakhulu inani elincane lemisebe yokukhanya ye - ultraviolet efinyelela emhlabeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengiqeqesha uJehova ngenhlangano yakhe. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indoda yakhe yayiphikisa kakhulu futhi yasongela ngokumxosha ekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlolwa kwezilwane okungokwesayensi, kuhlanganise nendlela eziphila ngayo ezindaweni ezingokwemvelo, kubalulekile ekuzalanisweni kwezilwane ezivalelwe futhi yikhona okukhuthaza imibukiso "yendawo efanelekayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nje iBhayibheli lisho, 'kunesikhathi sokukhala' kanye 'nesikhathi sokubangalasa.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INkosi EnguMbusi uJehova kufanele ilalelwe lapho ikhipha isinqumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola kwafinyelela kulesiphetho: "Lapho sebekuqonda lokho okungenakugwenywa, [abantu] bafuna ukufa ngesizotha, bengaxhunyiwe ochungechungeni lwemishini egumbini labembulwa bembeswa njengento yokuhlola embozwe ngengilazi endlini yokuhlola yezesayensi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi Staying Connected to Your Teenager, iyaxwayisa: "Lapha yilapho izingane ziphila khona ukuphila okumbaxa - mbili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi uLori Hope, owahlaselwa umdlavuza kodwa wasinda, uthi: "Ngaphambi kokunikeza umuntu onomdlavuza noma osinde kuwo izihloko zomagazini nezincwadi ezikhuluma ngezifo, kuhle ukuthola kuqala ukuthi angazijabulela yini izindaba ezinjalo, kungenjalo ungase umlimaze umngane wakho ungaqondile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithembisa ukuthi uJehova "uyosula zonke izinyembezi emehlweni [abo], futhi ukufa ngeke kusaba khona, noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyobasekela ekulingweni ngeZwi lakhe, umoya wakhe ongcwele nangebandla lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanye amagama kulesi sihloko aye ashintshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ngo - May 1932, ngabhapathizwa futhi ngaba omunye woFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake sicabangele izibonelo ezimbalwa, sibone ukuthi yini esingayifunda kuye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sathi: "Umbono owamukelwa kabanzi owokuthi leli holidi lenziwa ngamabomu laba 'elobuKristu' lisuselwa emkhosini kaSaturnalia neminye imikhosi yobuqaba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USathane namanxusa akhe benza konke abangakwenza ukuze bagqwalise ukubonakalisa kwethu inkazimulo kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isahluko 18: Ngingabhekana Kanjani Nokucindezeleka Esikoleni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Utshalwa Kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziphi izimfanelo eziyosisiza ukuba sibambisane nabafowethu abanobuthaka obungefani nobethu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadobi ababemangele bacabanga ukuthi kwakuyizintaba - mlilo ezintantayo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emabandleni angaphezu kuka - 100 000, abadala balusa ngayinye yezimvu zikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba sithatheke ngenxa yokubukeka kwangaphandle noma sahlulele abanye ngokuphamazela, kumelwe sizame ukubabheka ngendlela uJehova ababheka ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, akekho umuntu okufanele asolwe ngokwenza isinqumo esiqondiswa unembeza esingangqubuzani nezimiso zeBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhulwini lesihlanu C.E., umlisa owayezibiza ngoMose wakholisa amaJuda asesiqhingini saseKrethe ukuthi wayengumesiya futhi wayezowakhulula ekucindezelweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le ndoda yathuthuka ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso ukuthi uma ngikhathele kungaba lula ukuvele ngizishalazele izenzo ezingafanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli libonisa ukuthi "owesifazane kufanele abe nophawu lwegunya ekhanda lakhe ngenxa yezingelosi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho esewumfana, wayefunda esikoleni sendawo esasiphethwe umuntu owayephendukele kubuProthestani lapho busaqala, futhi lokhu kwakuthonya kakhulu ukuthambekela kwakhe kwezenkolo kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zazise njengegolide izimfanelo eziyigugu njengokuhlakanipha kokwesaba uNkulunkulu, ukupha, ukuqonda, ukwesaba uNkulunkulu, imfudumalo, ukwazisa nokuthanda imithetho kaNkulunkulu kanye nokholo lwangempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakusijabulisa ukubona indodakazi yethu ihleli egumbini lokuphumula futhi ikhipha izinto 'esikhwameni sayo sezindaba zeBhayibheli.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba adala umuntu wokuqala ngothuli lomhlabathi, uyakwazi futhi ukuphinde amdale umuntu ofile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UWolsey wasebenzisa amandla akhe amakhulu esikhundla nawesonto ukuba aqongelele ingcebo edlulwa kuphela eyeNkosi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laba yizakhamuzi zasemhlabeni zalo Mbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ucabanga ngomhlangano abebe nawo nenkosi muva nje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengamaKristu okuqala, singabonisa uthando lwethu ngoJesu ngokulalela iseluleko sakhe esiphathelene nomthandazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwangathi lokho kungaba okuhlangenwe nakho kwakho njengomuntu oqhubeka elandela uJehova ngokugcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isithakazelo esikhulayo sokufunda phakathi kwentsha yaseBrazil singase sibonakale ekwandeni ngamaphesenti angu - 40 kwenani labafundi abebekhona embukisweni wamuva nje wezincwadi eRio de Janeiro. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umhlangano uyophetha ngokunxusa okuqotho okuthi "Qhubeka Uhamba Ekukhanyeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusihlwa unina wayethatha uMaria amyise ehhotela elincane lapho babethola khona abantu besilisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile, iSikole SaseGileyadi sasikhiqiza abadobi besilisa nabesifazane abanesibindi, ababezimisele ukuya emazweni anezizinda zempucuko abangazazi futhi bazijwayelanise namanzi amasha okudoba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.