sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Lombuzo waphakanyiswa iphephabhuku lamaJesuit lase - Italy (I - Civiltà Cattolica), elinyatheliswa "ngaphansi kokuqondisa kweHhovisi Likanobhala WoMbuso [Wase - Vatican]" futhi ngenxa yalokho elibhekwa njengelinegunya ezindaweni zamaKatolika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umfana othile owakhulelisa intombi yakhe uthi: "Ngamane ngamtshela ukuthi, 'Sekuphelile okwethu.'"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ngeke Yini Kukhungathekise Izingane?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mane uchaze indlela ozizwa ngayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sekulungiselelwe isidlo esiphekwe emgodini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva lapho sebejabulela isidlo, umphathi wale mboni wamnika imvilophu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Edumisa uNkulunkulu, "uSomandla," uDavide waphakamisa izwi lakhe ukuze ahlabelele: "Wena wenyukela phezulu, wathumba izithunjwa, wamukela izipho kubantu ['wathatha izipho ezingabantu,' NW]."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka isihloko esihle kakhulu!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ekholekile, u - Israyeli wayebuqaphela ubukhosi bukaJehova futhi wayemamukela njengeNkosi yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, ningenza okuningi ukuze nizisize.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJohane wancoma uGayu ngokwamukela abazalwane ngisho noma ayengabazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, okubi nakakhulu ukuthi abantu bavame ukuzithethelela ngokuthi abababi kangako, ngoba bayazifunda izincwadi zeBhayibheli noma nini lapho bengakwazi khona futhi bayakwazi ukuya kweminye yemihlangano yamaKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amakha akho anuka kamnandi angase aphanjaniswe nokudla kwayo okulandelayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Globe and Mail yaseCanada ithi: "Imali engamaphepha igcwele amagciwane."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uyamlalela uNkulunkulu ngokufunda nangokusebenzisa iZwi lakhe elilotshiwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe iningi lethu akukho lutho elingakwenza ukuze lisungule ubuchwepheshe obusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ukwenza into elungile akulula ngazo zonke izikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi amanye alawomaqaba ayejabulile ngalomkhosi, nokho lolusuku lokuzalwa lwaluhlangene nokunqunywa ikhanda kwenduna yabaphekizinkwa bakaFaro. - Genesise 40: 1 - 22.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, lokho kugcotshwa kuwubonakaliswa okuyingqayizivele komoya kaNkulunkulu emhlanjini omncane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akungatshazwa ukuthi uJehova, uBaba wethu wasezulwini onozwela ungumthombo wenduduzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuvumelana kwayo yonke le mininingwane kuyamangalisa, nokho kusobala ukuthi kwakungahlosiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Onesimu wayeyisigqila esinenkani eseqa emzini kaFilemoni eKolose saya eRoma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imizwa yokuzidla nokubangisa uNkulunkulu yakhula ngaphakathi kulesi sidalwa somoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mhlawumbe izinkinga ezithile zakho siqu ngokufanayo ziye zakushukumisela ukuba ngezinye izikhathi uye kuNkulunkulu njengesiphephelo sokugcina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphambene nalokho, uBoyle wayishicilela yonke imininingwane ephathelene nomsebenzi wakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bobabili bakhala izinyembezi zenjabulo futhi bangana njengabantu bandawonye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgoJuly 1, 1937, ababhishobhi baseSpain bakhipha incwadi eyiqoqo eyayihlela isimo samaKatolika empini yangaphakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kungani idangele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amade kunawo wonke kulamaza okukhanya abomvu, futhi amafishane kakhulu aluhlaza noma abukhwebezane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EPantanal kunemihlambi eminingi yezinkomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zithi okuningi okubhalwe encwadini kaGenesise akuvumelani nomlando noma isayensi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiprofetho sika - Isaya 61: 5, 6 sibubikezela kanjani ubuhlobo obuphakathi kwezinye izimvu no - Israyeli ongokomoya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abakhi bezimoto abathengisa izimoto ezinamandla ezikwazi ukugijima kalula ngejubane elingamakhilomitha angu - 150 ngehora bamelene nakho, njengoba kunjalo nangabashayeli abaningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babenendodana eyodwa futhi bengasazitholi ezinye izingane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akazange avumele inhliziyo yakhe ukuba ibe nezifiso ezimbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqaphela ukubaluleka kokulalela ngokuzithandela - isifiso sokudlulela ngalé kokuhlangabezana nezimfuneko - abazali banganikeza abantwana babo isilinganiso esithile sokuzihlonipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umshado uyilungiselelo likaJehova elingcwele, futhi sonke kumelwe siqondiswe yilokho akushoyo ngawo eZwini lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, uJesu unguMahluleli omiswe uNkulunkulu, futhi singaqiniseka ukuthi uyokwahlulela ngendlela engenzeleli nenothando. - Funda u - Isaya 11: 2 - 4.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Elinye ithuba 'lokwanula inhliziyo' lingokuhambela abagulayo, ukubathumelela amazwi ambalwa esikhuthazo, noma ukubashayela ucingo - noma yini yokubazisa ukuthi uyakhathalela!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, uPawulu wayengondli ingqondo yakhe njalo ngamafilosofi ezimbongi zamaGreki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngibonga kakhulu ngothando olufudumele engaluboniswa umkhaya waseBethel nebandla lakhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Toffler waphetha: "Yiqiniso, akekho ongase 'azi' isikhathi esizayo ngomqondo ophelele."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngalezo zinsuku kwakuhlala amaJalimane amaningi kuleyo ndawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa lapho sigcina ukuziphatha kwethu kuhlanzekile, siyamdumisa uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani sivubukula ukuze sithole izimpendulo zemibuzo ephathelene nesayensi yemivubukulo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinhliziyo zezingane zazingathinteki lapho zilalele isimiso esingokomoya eHholo LoMbuso ngenxa yokuthi zazingaluqondi ngokugcwele ulimi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enkonzweni yakhe, uJesu wayevame ukusebenzisa enye indlela yokufundisa ephumelelayo - ihaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma siyazi imvelaphi yomuntu singaqonda ukuthi kungani uNkulunkulu evumele ukuhlupheka nokuthi iyini injongo yakhe ngekusasa lomuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye abantu bakholelwa ukuthi abakwazi ukuzinqumela ukuthi ikusasa labo lizoba njani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwalokho, isihambi esishukwe isimo sezulu 'sasizofikela phakathi kwamaNdiya angamaqaba, angadumile ngokunye ngaphandle konya... [futhi sasizohlala] isikhathi eside ngaphansi kwesimo sendlala. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi uyaxolisa, kodwa usewululazile umshado wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Aziqapheli ukuthi kukhona imithwalo ethile yemfanelo futhi azikhathazeki ngayo; ubuntwana buyisikhathi sokuphila lapho cishe yonke into imane nje iyinjabulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uNkulunkulu uyosilahla ngempela uma siyishaya indiva imiyalo "emincane"?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
LABO abahlanganyela njalo esifundweni seBhayibheli sebandla ngosizo lwalomagazini bayakuqaphela ukubaluleka kokuthula uNkulunkulu akunikezayo, futhi bafuna lokho kuthula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakungelula ukunquma ukushintsha ibandla, kodwa kithi, kwaba ukuhlakanipha. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa "ngekhulu lesibili B.C. [
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ekuhlubukeni kwase - Edene, sonke isintu besilokhu sihlukanisiwe noma sidediselwe kude noJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkantolo yamacala adlulisiwe yathi: "Izinkantolo kufanele zinamathele esimisweni sokungakhethi phakathi kwezinkolo, futhi kufanele zingenele kulesi sici esibucayi futhi esivikelwe umthetho kuphela lapho kunobufakazi obucacile nobuqinisekile bokulimala kwabantwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngicabanga ukuthi sonke sinalokho kuthambekela ngokwemvelo, "kusho uKelly.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bazobona ukuthi kungakhathaliseki ukuthi abantu sebeshade isikhathi eside kangakanani, kumelwe babonisane uthando futhi babe nobunye. - Thithu 2: 3 - 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Qhathanisa nezAga 23: 26.)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akashongo ukuthi uvuko lwase lwenzeka kakade kodwa wathi "[l] uyakuba - khona" esikhathini esizayo - ngaphansi kokubusa koMbuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isizwe sashaqeka kakhulu lapho sizwa ngokufa kwakhe, kodwa ngabo lobo busuku sase sijabulela ukubekwa kwenkosi entsha ngezimbuthuma nemicimbi eyayenzelwa emigwaqweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni yafakwa amakhulukhulu ezibani nesikhoselo sokucashela amabhomu esingamamitha angu - 90 ngaphansi komhlaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yilwa ukulwa okuhle kokukholwa, ubambelele ekuphileni okuphakade owabizelwa kukho. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile imibono yazo isekelwe ezisekelweni ezintengantengayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka Yini Ukuba UNkulunkulu Wothando Alwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaRoma 15: 4 athi: "Zonke izinto ezalotshwa esikhathini esingaphambili zalotshelwa ukuba kufundiswe thina, ukuze kuthi ngokukhuthazela kwethu nangenduduzo evela emiBhalweni sibe nethemba."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sazi kanjani ukuthi uNkulunkulu ngeke ababhubhise abantu abangenacala? - 1 Johane 4: 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbonisi ojikelezayo nomkakhe bangikhuthaza kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uyokwamukelwa ngokufudumele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ilungu ngalinye lomkhaya labelwa isilwane esithile futhi lacelwa ukuba lifune ukwaziswa ngaso ezincwadini ezinjengethi Insight on the Scriptures nemiqulu ye - Watchtower ne - Awake!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi simangaliso naso senziwa bekhona abafundi bakaJesu kanye nezitha zakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuvivinya umzimba okufanele nokudla ukudla okunomsoco kuthuthukisa impilo yemithambo yegazi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NGAZALWA ngo - 1976 eqhugwaneni elingagandayiwe elisezintabeni zase - East Timor, ngaleso sikhathi eyayiyingxenye ye - Indonesia.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma umuntu 'esebale izindleko,' akukho lutho olubi ngokuzinikezela njengomuntu omusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izingane zona kuzizuzisa kanjani ukuphishekela inkonzo yesikhathi esigcwele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mphakathi wokuphila ubizwa ngokuthi i - biosphere, futhi abantu bayingxenye eyinhloko yawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kungafanele sikhathazeke ngokweqile ngoDeveli?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Indoda Enekhono
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phela, kubonakala sengathi ikhambi lezinkinga zesintu eziningi kangaka liwukuphumelela nokuchuma ngokwezinto ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugcwaliseka kosuku lwanamuhla kwasho okufanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba inkululeko engokwenkolo ibhekwa njengelungelo eliyisisekelo e - United States, igagasi lobudlova bezixuku ezimelene noFakazi BakaJehova ladlanga kulelizwe ngawo - 1940
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakhathaliseki ukuthi abadala bazama kanzima kangakanani ukwenza okuhle nokusizayo, basayolokhu behluleka ukufinyelela ezingeni leNdodana kaNkulunkulu ephelele nenozwela lothando, uJesu Kristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kudingeka sihlanganyele ngokungagodli naleyonhlangano futhi sibe nengxenye emisebenzini yayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje, eminyakeni engu - 65 yobudala, ngingabheka emuva ekukhuleni okumangalisayo kwenhlangano kaJehova e - Afrika eseningizimu, futhi ngibonga kakhulu ngelungelo lokukhula kanye nayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinyangeni ezimbalwa ngaphambi kwalokho, oFakazi BakaJehova babecele ukuqhubela umama isifundo seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Qikelela ukuthi wonke amafomu agcwaliswe kahle
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sanikezwa inombolo yesiqinti sendawo nenombolo yomgwaqo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, umuntu owake wakhonza njengomdala angaphinde awuthwale lowo mthwalo wemfanelo futhi athole injabulo yokuqinisa akholwa nabo ngokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KUNGANI kwenziwa umehluko phakathi kwezisulu nabafel 'ukholo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umfana wachaza ukuthi wayevunyelwa ukuba aphume ekilasini ngoba ungomunye woFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kubonisa ukuthi uMarku wayese - Efesu ngaleso sikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akuve kulula ukucasulwa ukungapheleli kwabafowethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokhu, kuyi - Commonweal ka - May 5, 1995, umlobi uJohn Garvey wathi: "Inkolelo yamaKristu amaningi [endabeni yokuphila ngemva kokufa] ibonakala isondelene kakhulu neFilosofi KaPlato Yakamuva kunanoma yini ewubuKristu ngempela, futhi ayisekeliwe eBhayibhelini."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AbAhluleli USamuweli KwaIsrayeli c. ngo - 1100 c. u - 1450 -
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyinjongo kaJehova uNkulunkulu ukuba iNdodana yakhe yenziwe 'iphelele ngezinhlupheko.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uSathane unezinye futhi izindlela zokonakalisa unembeza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini Engalungile Ngokusebenzelana Nemimoya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinto eziningi zomlando ezingaqondakali ziyosicacela lapho labo abaye babhekana nalezo zinto besinikeza imininingwane esiyidingayo futhi bephendula imibuzo yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn