sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
UJehova usinika ilungelo lokusekela umsebenzi omkhulu owenziwayo namuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
E - Italy, ubuKatolika abuseyona into eyodwa efanayo....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, imfundiso yabo ngendalo ilulaza iBhayibheli, ilenze libonakale lingenangqondo futhi linganembile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi nenkathi yokuzalela, intshe eyiduna yenza imicikilisho yokushela ewumbukwane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu babeyobona kanjani ukuthi isibusiso sikaNkulunkulu sasikulolushintsho ekukhulekeleni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKWETHEMBEKA kusho ukuba neqiniso nokukhululeka ekukhohliseni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba ekuqaleni abantu babephelele, "bonke bonile futhi bayasilela enkazimulweni kaNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ofuna abantu abazoqashwa embonini yama - electronic uyavuma: "Kunobugovu obukhulu laphaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Naphezu kokushushiswa, emazweni amaningi abuswa inkosi yasenyakatho, amanani oFakazi BakaJehova anda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wachaza ukholo luka - Enoke nolwabanye ofakazi lapho ebhala: "Ukholo luwukulindelwa okuqinisekisiwe kwezinto ezithenjwayo, ukuboniswa okusobala kwezinto ezingokoqobo nakuba zingabonakali."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala ukwesaba ukuhlukana nomkakhe kwakungaphezu kokholo lwakhe ekutheni uNkulunkulu wayengasilungisa leso simo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imisebenzi yokuzilibazisa - ngiyakujabulela ukulungisa izimoto nokubaza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ushintsho luyinsakavukela ekuphileni kwethu sonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabuye wathi kuye ngokwesibili: "Simoni kaJona, uyangithanda na?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bathi: "Abanye basho uJohane uMbhapathizi; abanye basho u-Eliya; abanye basho uJeremiya noma omunye wabaprofethi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithi ehlukahlukene ingaphumelela, kodwa eminye inemiphumela engemihle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyaqiniseka ukuthi uma abantu benza kanjalo, bayothola ukuthi imibiko engemihle ngoFakazi ayilona iqiniso, njengoba nemibiko efanayo ngamaKristu okuqala yayingelona iqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu usinika ithemba eliqinisekile ngekusasa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka yini ngempela ukuba abantu bathotshelwe yizo zonke izilwane futhi babe nokuthula nazo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EyabaseGalathiya 3: 19 ithi uMthetho "wadluliselwa ngezingelosi ngesandla somlamuleli."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Inani labantu abagugayo eChina landa ngokuqhubekayo," kubika umagazini i - China Today.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho indodana enkulu ibuya ensimini yezwa umsindo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi bathonyelwa ukuzama ukwenza imali eningi benethemba lokuzuza ukulondeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njalo kudingeka ukuba abafuyi bezinkomo bagawule amahlathi ukuze benze amadlelo amasha, kodwa izinyathi ziklaba emadlelweni asekhona kakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha kwabunjwa ikomiti yokunikeza usizo, kwasakazwa amathani amaningi okudla, izingubo zokugqoka nezinye izinto.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu usazi kangcono kunokuba sizazi thina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngosuku amaphayona afika ngalo eDinam kwakunomngcwabo, futhi abantu ababevela emadolobhaneni aseduze nabo babekhona ukuze bezwe okwengeziwe ngalesihogo seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaningi abacabangayo bakuthola kunengqondo ukuphetha ngokuthi imithetho yemvelo nokuxubana kwamakhemikhali kanye ne - DNA nezinto ezinhlobonhlobo ngendlela emangalisayo konke kubonisa ukuba khona koMdali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IZwi likaNkulunkulu liyala amaKristu eqiniso: "Ngakho - ke, yibani ngabalingisi bakaNkulunkulu, njengabantwana abathandekayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Othile uye wakhipha imali yokulakha noma ukukhokhela intela yalo, ukukhanyisa, ukuqondisa isimiso sezinga lokushisa, nokuligcina lisesimweni esihle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usizi ayeluthwele lwalumqeda amandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
[Bazi] ukuthi nginguJehova. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila kuphumaphi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuba senkonzweni yasensimini kusenza sijabulele ubudlelwane obakhayo kanye nabanye esikhulekela nabo uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, emazweni angu - 235, oFakazi BakaJehova abangaphezu kwezigidi eziyisithupha babonisa ukuthi bayazibona "izimfanelo [zikaNkulunkulu] ezingabonakali" ezintweni azenzile nokuthi 'babuzwile'ubufakazi indalo ebunikeza buthule.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singazincishelani injabulo yokuhlonipha uNkulunkulu ngoba nje singaziqondi zonke izinto ngokugcwele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uphakathi kwalabo abangabizwa ngempela ngokuthi amaKristu avuthiwe, noma akhule ngokugcwele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi buchichima kangakanani ubuhle bakho! "- IHubo 31: 14, 19.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Imuphi umbono abadala okufanele babe nawo ngokuphathelene nokushaya imithetho ngokubukeka komuntu siqu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDade Petridou ushone kusalungiselelwa lesi sihloko eneminyaka engu - 93.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emasontweni ambalwa nje ngemva kokuzalwa kwami, uMama wahamba nami waya enkonzweni yendlu ngendlu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNaomi uyisibonelo esihle sokusebenzisa ukusikisela okunikezwa inhlangano kaJehova ukuze sithuthukise inkonzo yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi kulula ukuba izingqondo zethu zithonyeke kabi, iBhayibheli lisiyala ukuba 'silonde ukuhlakanipha okusebenzayo kanye nekhono lokucabanga.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwethembana kuye kwabasiza ukuba babeke isisekelo esiqinile uthando lwangempela olungakhula kuso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayeshonelwe abantwana bakhe abayishumi futhi elahlekelwe yizo zonke izinto zakhe ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa liyini itsheboya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani kufanele silwele ukulingisa iNkosi uSolomoni eyayisencane?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengeparele elincane elisolwandle olushubile olumnyama bhuqe oluyisimangaliso. '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amasonto eLobukholwa okwase kungamakhulu eminyaka efundisa izimfundiso ezihlambalaza uNkulunkulu futhi engene shí eMpini Yezwe I eyabulala inqwaba yabantu, enqatshwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngithe mangikwazise. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khuluma Ngendlela Eyakhayo Njalo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EJalimane kuphela zazimbalwa izazi ezazijwayele isiGreki, futhi zazingekho izincwadi zokufunda lolo limi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, ikakhulukazi emazweni aseNtshonalanga, abaningi bakubheke ngamehlo abomvu ukuqala kwenkulungwane elandelayo yeminyaka okusondelayo njengoba kuphawulwa ikhalenda likaGregory.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingqondo yakhe ephapheme nentshiseko yakhe ngenkonzo kwaba usizo kakhulu lapho kamuva eba sekilasini lama - 26 lase - Watchtower Bible School of Gilead.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokudabukisayo, lapho abanjalo bebheka phambili, ababoni lutho ngaphandle kwethuna.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, isifiso sokusakaza izindaba ezinhle zoMbuso sasigxilisiwe enhliziyweni kaThimothewu, ngoba wasamukela isimemo sikaPawulu sokuhamba naye noSila ohambweni lwabo lwezithunywa zevangeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Economist iyabuza: "Kungakhathaliseki ukuthi ukugqunywa ejele kuyasebenza njengethuluzi lokulwa nobugebengu noma cha, iMelika iyokwazi ukuqhubeka nokubopha abantu njalo kuze kube nini?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangidabuka njalo lapho ngibona isimo sokuphelelwa ithemba ebusweni bukababa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uhulumeni wathatha isinyathelo ngokushesha sokususa lezincwadi ezitolo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, uJesu Kristu kamuva wabonisa uJohane 'njengoyilesosithunywa.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yeqiniso lokuthi izinkinga zingaba khona kunoma yimuphi umkhaya, ubani onendima eyinhloko ekugcineni umkhaya unokuthula nokuzwana?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze abonise ukuthi lawo mazwi ayiqiniso, uJesu wasondela ethuneni, wamemeza wathi: "Lazaru, phuma!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubeka isibonelo esihle yikona okwaphumelela kakhulu kunokufundisa ngomlomo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izazi zama - LDS zichaza ukuthi umbhalo omusha awukhona okungaphezu kwalokho okushiwo eBhayibhelini kodwa umane uyakucacisa noma ukuphelelise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iyiphi indlela uJesu ayokuza ngayo ezobhubhisa lesi simiso esibi sezinto?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ummeli woFakazi waphendula: "Nkosi yeNkantolo, kwaziwa kahle kamhlophe ukuthi eDolobhaneni LaseStratton oFakazi BakaJehova abazange bacele mali.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu ukhuluma ngalabo 'abanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla akho bewaphika; labo - ke wobagwema.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuzizwa usindwa noma ukhathele ukunakekela izingane ezincane njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphathimandla zathi kwakungenxa yokuvimbela isimo esithathwe abanye esontweni sokuthi ukwenqaba ngenxa kanembeza "kuwuphawu oluqiniseke" kakhulu lokuba ngumKristu kunokuhlanganyela kwezempi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu waqhubeka: "Ngakho - ke umthetho ungcwele, nomyalo ungcwele, ulungile, muhle." - Roma 7: 12.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokokunye ukuhlola, ogogo nomkhulu abanakekela abazukulu e - United States kulinganiselwa ukuthi bachitha amahora angu - 14 ngesonto bebanakekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
CISHE eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, uJesu Kristu, umuntu ongenacala, wayesecaleni elihilela ukuphila kwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umyalo weshumi - ukungafisi lutho olungolukamakhelwane wakho - wawufuna ukuba umuntu alawule imicabango yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
14, 15. (a) Yimuphi umfanekiso uJesu awenza mayelana nokuhlelela isikhathi esizayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi esifanayo, ithonya lezombangazwe lamasonto anjalo liyanda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi: "Njengephoyisa, unezindlela nesikhathi sokunikeza abantu usizo olungcono uma beza kuwe bedinga usizo ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyayenzekile eyenza ukuba uJobe ashintshe isimo sakhe sengqondo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yaleso sizathu, amadoda amaningi angamaKristu afaka uthayi lapho ehlanganyela ezicini ezibalulekile zenkonzo yawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqamba amanga kungahlanganisa ukuphendukezela iqiniso ukuze udukise okulalele, ukugodla ukwaziswa okubalulekile ukuze ukhohlise okulalele nokwenza ihaba ukuze udlulisele ukwaziswa okunganembile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kunengqondo ngoba uma umqeqeshi ezitika ngokweqile noma ephila ukuphila kokungazibambi, iyoba yini inzuzo yazo zonke izinhlungu ezingokomzimba azizwayo nokukhandleka akukhuthazelelayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Alhazen wathi ephuma kuleso sibhedlela wayesebhale ingxenye enkulu yemiqulu engu - 7 yencwadi yakhe i - Book of Optics, okuthiwa "ingenye yezincwadi ezibaluleke kunazo zonke emlandweni wesayensi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Luyini Usuku LukaJehova?, 4 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyafaneleka ukuba iZwi likaNkulunkulu lithi kithi: "Ukwesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha." - IzAga 9: 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yayinamakhasi ayegoqwa bese ehlanganiswa emgogodleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1933 iSonto LamaRoma Katolika lenza isivumelwano namaNazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kamuva uSedekiya wathuma ithimba eBabiloni okwakukhona kulo indodana kaShafani u - Eleyasa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sangena ngomnyango omncane we - ayyl, ngaphakathi kwakunephunga elimnandi lokhuni nombhobe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe othisha bayazi ukuthi ngiyayazisa imizamo yabo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amapaki ahamba phambili ezinhloko - dolobha zomhlaba
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iyazi ukuthi uNkulunkulu walungiselela umshado njengesipho ukuze afeze injongo yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uwukuzilungiselela ukuba ukwazi ukuthwala imithwalo yemfanelo yomuntu omdala ngendlela ehloniphekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okwamanje, singazama ukulondoloza isilinganiso sempilo enhle ngokukhetha ukudla okunempilo ezinhlotsheni zokudla ezikhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa unya nokuhlukunyezwa kwezigqila kwakudinga ukuzithethelela okwengeziwe kunokuzenzisa kokunikeza "izibusiso zobuKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihloko esilandelayo sizoxoxa ngezimo ezithile amaKristu aye abhekana nazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKUSHUSHUMBISA kuwukuthutha izimpahla ngomshoshaphansi zikhishwe noma zingeniswe ezweni noma endaweni ethile, ukuze kubalekelwe iziphathimandla ngoba lezo zimpahla zinqatshelwe noma ukuze kugwenywe ukuzikhokhela intela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esihlokweni esilandelayo, sizofunda indlela yokugwema ezinye izingibe ezimbili ezimsebenzelayo uDeveli ekubambeni izinceku zikaNkulunkulu ziphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Kungani silapha?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ungabaza ukuthi ukudla okuthile kusekahle noma sekonakele, kungcono ukulahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bashiya imoto yabo bayozihlanganisa nabantu abangu - 35 ababesesakhiweni esithile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwabanye, yilokho kanye okushiwo uMbuso kaNkulunkulu - ushintsho olwenzeka kumuntu ngaphakathi lapho amukela uJesu Kristu futhi eba nokholo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn