sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Ngokugxila kuleyomicabango engaqondile, lokhu kwakhula ngamandla, futhi ngagcina sengisesibhedlela ngenxa yokucindezeleka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kolunye uhlangothi, imiBhalo ithi iwayini liyisipho esivela kuJehova uNkulunkulu 'esijabulisa inhliziyo yomuntu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - titan arum imane ingesinye sezibonelo ezibonisa ubuqiniso benkulumo yomhubi: "Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo,... akukho okungafaniswa nawe." - IHubo 40: 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke umama wapakisha izinto okuwukuphela kwazo esasinazo, izingubo zethu, futhi enami kanye nodadewethu abathathu sathuthela eSydney.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu weqiniso wayivusa iNdodana yakhe ayithandayo, eyabe isinika uYise inani legazi layo elachitheka, elaliyoba isihlengo esisindisa izoni eziphendukayo ekufeni kwaphakade. - Funda amaHebheru 9: 14, 24.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EMAZWENI amaningi namuhla, igama elithi Jehova lihlotshaniswa kakhulu nenhlangano yanamuhla yoFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungangabazi ukucela uBaba wakho wasezulwini ukuba akusize lapho izimo ziba zimbi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ukuphila kwababusi nezikhonzi zalo Mbuso kugxile kuNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ukulondoloza izindinganiso zempilo akulula ngaso sonke isikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1952 sashada.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"UBen osegugile" angase angabi khona isikhathi eside.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
□ Izindleko ezingokwempilo kuhlanganise nokulahlekelwa okungokomnotho [eUnited States] kusukela emaRandini ayizigidi eziyizinkulungwane ezingama - 99 kuya emaRandini ayizigidi eziyizinkulungwane ezingama - 247, noma kusukela ku - R3,25 kuya ku - R8,20 ngephakethe ngalinye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ningabuyiseli muntu okubi ngokubi." - Roma 12: 17.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ayichazanga nje lesi sifo kuphela kodwa iye yanikeza nokusikisela okuwusizo kokuthi labo abaphethwe yiso bangawuboniswa kanjani umusa, uthando nozwela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Akee Isihloko senu esithi "I - akee - Isidlo Sesizwe SaseJamaica" (October 22, 1996) sasisihle kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Noma kunjalo, ngangifuna ukulalela isiqondiso engangisinikiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lifundisa ukuzikhuza, ukuhluzeka kwengqondo, ukuzihlonipha nokuhlonipha abanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi ngilapho, ngoJanuary 1942, uJoseph Rutherford washona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukubaluleka kwako kwakungenxa yokuthi uClovis wakhetha ubuKatolika, hhayi ubu - Arian.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bafuna ukuxoxa ngoNkulunkulu nangeZwi lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abafundi bakaJesu abagcotshiwe baye bakhonza kanjani njengoMose no - Eliya, futhi kwaba namuphi umphumela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokucacile, uNkulunkulu uyabazonda labo abakhuthaza ubudlova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanakekeli kudingeka bafunde indlela yokusingatha ukuziphatha okubangela amahloni kwabathandekayo babo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye babesebenza njengababazi, abakhandi bensimbi, abenzi bamawashi, abakhi bezibhamu, namatilosi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu angabizwa ngokuthi uyiSithunywa Sevangeli esikhulu kunazo zonke ngoba esinye sezizathu zokuthunyelwa kwakhe emhlabeni 'kwakuwukufakazela iqiniso.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukube ubungakwenza ngokuqhubekayo lokhu, izinga lalawo makhophi belizokwehla aze agcine engasafundeki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, uthando uBill noRose ababenalo ngomunye nomunye lapho behlangana ngo - September 1945 lusavutha bhé nanamuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbono Ugxile Osukwini Lwethu Uqobo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi wathi: "Ukuwe [Jehova] umthombo wokuphila."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Listener iqhubeka ithi: "Ukuthambekela okwandayo kokuhlaziya ukubaluleka kokuba khona kwethu kungase kubonise ukuthi sikhathazeke ngokwengeziwe manje kunalokho esasiyikho ngawo - , kunciphile ukuqiniseka ngesiqondiso."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kuyakuba khona ukuvuka kwabafileyo, okwabalungile nokwabangalungile," kuqinisekisa iBhayibheli. - IzEnzo 24: 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu 'uyokuza kubantu bakhe ngenjongo yokwahlulela' futhi uyoba ufakazi osheshayo ngokumelene nabo bonke abenzi bokubi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Welulela inyakatho endaweni engenalutho, alengise umhlaba phezu kweze." - Jobe 26: 7, amazwi ashiwo cishe ngo - 1613 B.C.E.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, isamba semali esitholakala ngokukhangisa ngogwayi singase singalahleki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho namanje sijabulela izibusiso eziningi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi Yami Encane Ebomvana
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile isikhathi efika ngaso siyahlukahluka kusukela eminyakeni engu - 40 kuya maphakathi neminyaka yawo - 50 futhi akuvamile ukwenzeka ngaphambi kwalokho noma kamuva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ayiyikwahlulela ngokubona kwamehlo ayo, inganqumi ngokuzwa kwezindlebe zayo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umcwaningi uVitalij Ivanovich Petrenko wabhala: "Ukusetshenziswa kwezithombe nesiko lako kwaqala ngaphambili kakhulu kwenkathi yobuKristu futhi 'kwasuka ebuqabeni.'"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli linezimiso eziningi ezingakusiza ukuba wenze lokho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Le ndlela yokwelapha ihilela ukusebenzisa imithi izinyanga eziningi kanye nemishini ekhethekile yemisebe ye - ultraviolet.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
E - United States, intsha iye yabhekana noshintsho olukhulu endleleni umkhaya owakheka ngayo futhi kwaletha izinguquko ezindinganisweni zokuziphatha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaloba ingxenye ethile yeBhayibheli ngiseBhabhiloni ngesikhathi amaRoma ebusa iJerusalema.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INANI LABANTU: 46 439 000
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengezinceku zikaJehova, sibheka igama lakhe njengelingcwele futhi sigwema ukwenza noma yini engase ilethe isihlamba kulelo gama elingcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kunjalo, singase sibadumaze abanye ngalokho esikushoyo noma ngendlela esikusho ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abangane bahleka baze baqhephuke behlekiswa amahlaya akho amafushane nezinkulumo ezehlisa isithunzi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusekela Kwabanye
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaningi balabo abathuthele endaweni enendingeko enkulu eTaiwan baye bakwazi ukuzisekela njengamaphayona ngokufundisa isiNgisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungokufanayo nangokufundekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ekuqaleni bengingahlosile ukumbulala," kusho lo mfana emaphoyiseni, "kodwa kuthe lapho ngibona igazi ngavele ngavukwa usinga."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, i - National Post yaseCanada yalandisa ngomuntu owathi nakuba kunzima ukutshela othile into embi oyenzile, "akuve kukhulula ukuba nomuntu ongakulalela, akuthandazele, akutshele nalokho okufanele ukwenze."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amapulangwe futhi anezici ezinhle kakhulu zokulondoloza umswakama nokufudumala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthethelela kungacima amalangabi engxabano
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubukhosi bakhe bunobulungisa, buyohlala njalo futhi ubusa endaweni yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Funda amaRoma 8: 38, 39.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Funda uJohane 8: 12; 9: 5.)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho, kulapho savalelwa khona ngesikhathi kusalungiselelwa ukuqulwa kwecala, ngemva kokuchaza ukuthi sasingeke sihlanganyele empini ngenxa yezinkolelo zethu ezisekelwe eBhayibhelini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthando olunjalo lwaluyobashukumisela ekubeni balalele uNkulunkulu ngaphansi kwazo zonke izimo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lodade othembekile waveza imizwa yabafundi abaningi abangakwazi ukukhuluma isiNgisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabe esenyakazisa isandla engibonisa ukuthi wayezongibhalela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izibalo zibonisa ukuthi amaphesenti angu - 60 azo zonke izehlukaniso enzeka phakathi neminyaka yokuqala eyishumi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amazwi alo aphulukisayo angadambisa ubuhlungu obungokomzwelo. - Qhathanisa neHubo 107: 20; 2 Korinte 10: 4, 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Ubugebengu bobudlova e - United States' buyisenzakalo esiyingozi 'esizoqhuma eminyakeni embalwa ezayo," kusho i - New York Times ngokuqondene nombiko othile we - Council on Crime eMelika, inhlangano yabashushisi nochwepheshe bokushaywa komthetho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okuningi kokushumayela kwakugxile emalini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Silujabulele kakhulu usuku enkonzweni yasensimini, kodwa sisenemibuzo ngomsebenzi wezithunywa zevangeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba zigabavula ezimfundeni ezivulekile, ukubukeka kwazo sengathi aziqinile kwenza kubonakale sengathi zizowiswa yinto encane ziketuke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Engalokothi alethe isahlulelo ngokumelene naye ngamazwi achaphayo,' uMikayeli waxwayisa uSathane: "Kwangathi uJehova angakukhuza." - Jude 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iqiniso lokuthi babenekhono lokuzikhethela lisho ukuthi babengamlalela uJehova beshukunyiswa uthando. - Duteronomi 30: 19, 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umanqulwane Oyinkinga
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KuLuka 21: 24, uJesu wabonisa ukuthi lesisimo sasiyoqhubekela esikhathini esizayo kuze kufike isikhathi sokuba uNkulunkulu amise uMbuso kabusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwasuka impi ePersian Gulf, futhi i - Israel yahlaselwa yi - Iraq ngamabhomu acitshwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umfowethu nodadewethu abadala, uPaul no - Esther, nodadewethu omncane uLois kuphela abangazange babe oFakazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Safunda ukuthi uma sibingelela singabuzi ukuthi, "Ninjani namuhla?"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokushesha, inkosi yasenyakatho izokuba semkhankasweni wokuhlasela oyobangelwa 'imibiko eyakuyethusa evela empumalanga nasenyakatho.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi zawabuthela ndawonye endaweni ngesiHeberu ebizwa ngokuthi iHar - Magedoni. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulesosihloko, washo lamazwi ajabulisayo: "Ngiyakuthanda ukuphila futhi ngifuna abafowethu bazuze ukuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma unethemba lokusinda, kumelwe uphuze ngokujulile eZwini likaJehova elihlanzayo futhi usebenzise izindinganiso zakhe zokulunga ekuphileni kwakho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMLANDO: Ngineminyaka eminingana ngingumcwaningi emkhakheni wamangqamuzana ezinto eziphilayo nasemkhakheni wezinto ezincane eziphilayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze siphumelele kulokhu kuvivinywa, kumelwe siqaphele ukuthi ukuba nengxenye egcwele enkonzweni kuhilela okungaphezu kokushumayela nje kokugcina icala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Ngakho kakade wayesengumkhulekeli kaJehova onolwazi lwemiBhalo, kuhlanganise neziprofetho zikaMesiya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho benikwa isikhathi sokuba bathuthukise imiphakathi yabo ngokwemibono yabo, abantu babeyobonisa ngendlela engenakungatshazwa ukuthi ukuzibusa ngaphandle kukaNkulunkulu kuyoke kuphumelele yini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani Umshado Kufanele Ubhekwe Njengongcwele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Uma sicabangela isibindi sikaMose, yimiphi imibuzo engase ibuzwe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
13, 14. (a) Iyiphi enye indawo okuvela kuyo inkulumo ethi "amazulu amasha nomhlaba omusha" okufanele siyihlole?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - New Encyclopædia Britannica iyachaza: "Kusukela maphakathi nekhulu lesibili AD, amaKristu ayefundelé ifilosofi yamaGreki aqala ukubona isidingo sokuchaza ukholo lwawo ngayo, ukuze anelise izingqondo zawo futhi aguqule amaqaba afundile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma uthanda ukufunda okwengeziwe ngoFakazi BakaJehova noma uthanda ukuqhutshelwa isifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala, siza ubhalele i - Watch Tower, Private Bag X2067, Krugersdorp, 1740, noma ubhalele ekhelini elifanele kwasohlwini olusekhasini 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwaneliseka kuyimfihlo kulabo abangakaze bathathe izinyathelo zokukuthola, kodwa njengoba uPawulu asho, kungafundwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwakho konke, uJehova wanikela ngeNdodana yakhe ethandekayo, evumela ukuba ife ukuze siphile phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasisendaweni ecashile emhumeni; ngakho, kungenzeka ukuthi abase - Asiriya babengazi ukuthi sikhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa umongo wendaba yiwona oyokusiza uthole incazelo eqondile yalelo gama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJokebedi wabe esefaka usana lwakhe phakathi kuleli bhokisi futhi walibeka phakathi komhlanga ngasogwini loMfula iNayile. - Eksodusi 2: 3.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Amose wayesechazile ukuthi kungani kungekho muntu emhlabeni ongamyekisa ukukhuluma - futhi leli yiphuzu lesithathu esizoxoxa ngalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakhumbula: "Ngatshelwa ukuthi kwakungekhona okungalungile noma okuyicala ukukwenza emasontweni ayisithupha kuphela okukhulelwa, njengoba ngalesosikhathi umntwana wayengakakheki, uma nje kwakungakabi yizinyanga ezintathu noma ngaphezulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umprofethi u - Isaya wathi "engxenyeni yokugcina yezinsuku," abantu bazo zonke izizwe babeyokhulekela uJehova ndawonye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthandazela ukuba intando kaJehova yenziwe emhlabeni kuyisicelo sokuba afeze izinjongo zakhe kulembulunga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, kungani kunezingozi nezinhlekelele ezingokwemvelo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
27 OFata Abangabaphostoli - Ingabe Abakubhala Kwakuvumelana Nezimfundiso Zabaphostoli?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Singamsiza kanjani umuntu esimfundelayo ukuba azibonele ubuhle bukaJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba uSolomoni ekhuluma ngezakhiwo ezithile azakha, cishe wabhala incwadi yomShumayeli ngemva kokuba ziqediwe, ngaphambi kokuphambuka kwakhe ekukhulekeleni kweqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn