sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Kakade, ubani osazi kangcono kunaye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonke abazalwane asebekhulile abangamaKristu obaziyo - abadala, amaphayona, ababonisi besifunda nesigodi sakini - bake baba abantwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uMarta kufanele enze okwenziwa "yizo zonke izingane" ukuze aqiniseke ukuthi uphumelela ngamalengiso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, uma sinomuzwa wokuthi umuntu esimethembayo usidumazile, kuhle sibheke ukuthi lokho esibona sengathi kuwukusidumaza kuwubufakazi bokuthi ungumuntu ongathembekile yini noma bobuthaka besikhashana benyama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UmShumayeli 12: 11 uthi: "Amazwi abahlakaniphileyo anjengezinkandi, futhi njengezipikili ezishayelelwe, banjalo abazitika ngamaqoqo emisho; anikezwe evela kumalusi munye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kungenzeka ikakhulukazi lapho kunguwe omdala ezinganeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma omunye eyinuku futhi omunye eyinono bangaxabana njalo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyingxenye yezinto 'ezadalelwa emhlabeni.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolunye usuku ngaya ehhovisi lommeli elisedolobheni elincane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda uJeremiya 1: 19.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kunjalo ngokwamaqiniso aziwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ijikeleza umhlaba i - Hubble Space Telescope yabonisa lokhu kushayisana ngamaza okukhanya okubonakalayo noku - ultraviolet. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunjalo ukuthula nokulondeka kuseduze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ikhono lakhe lokuhlela lenziwe laba sesilinganisweni ngenjabulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho izingane zinendawo efanele ekukhulekeleni uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imihlangano yobuKristu yakha ukholo lwethu, isisize sakhe ukulangazelela iZwi likaNkulunkulu, futhi isiqeqeshele ukuba sibe abamemezeli abashisekayo bezindaba ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ukukhathazeka ngokufa kwakhe okwase kusondele noma ukulangazelela umvuzo awuthenjisiwe akuzange kumphazamise uJesu ekunakekeleni izidingo zabaphostoli bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanjalo babeyizisulu kunokuba abahlanganyeli esonweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga kahle ngalokho okugqokayo nokuphathayo, ikakhulukazi uma izinto onazo zingase zidonse amehlo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngikhumbula ngesikhathi ngibona isicabucacu okokuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwenza izinto zibe zimbi kakhulu, igazi likaWyndham liyaphuza ukoma uma opha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma leligciwane elisontekile lihlala ebuchosheni, kungase kuphumele ekuqhakanyekeni komzimba, ukukhubazeka okuvamile, ngisho nasekusanganeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, yeka indlela esiyazisa ngayo inkonzo yabo lapho sibhekene naleso simo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayefuna uPetru nabanye abafundi ababenaye bacabange ngezinto ezimangalisayo ababeyozenza esikhathini esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KuMesiya weqiniso, uJesu Kristu, kwagcwaliseka ngokoqobo iziprofetho eziningi zeBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthi uJesu wayengewona umoya ngokwengxenye ngenkathi esemhlabeni kufakazelwa amazwi kaPetru athi uKristu 'wabulawa enyameni kepha waphiliswa emoyeni.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isibonelo semibhalo enjalo sitholakala kuMathewu 28: 19, 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke siyoba sesimweni sokuthatha isinyathelo esifanele, kuye ngokwesidingo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Uyobona okuhle' emshikashikeni wakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenye indawo uJesu wahlobanisa ukukhala nokugedla amazinyo okunjalo nokuba ngaphandle koMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Isiphi iseluleko uJesu asinikeza mayelana nokwesaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokhu, uMark Noumair, omunye umfundisi waseGileyadi, wengamela ingxoxo enomdlandla nabafundi abambalwa bekilasi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho ayengakusho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ucabanga ngezingane zakho, abazukulu bakho nabezingane zakho sebebuka lo mfanekiso ngeqholo elikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNowa wayenokholo lokuthi lokho uJehova ayekubikezele kwakuyofezeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khipha kuqala ugongolo kwelakho iso, khona - ke uyobona ngokucacile ukuthi ungawukhipha kanjani umucwana esweni lomfowenu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abantu bengase batshale futhi banisele, udumo lwani oluya kuNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Arthur, uthisha waseNairobi, eKenya, watshela i - Phaphama!: "Njengoba umnotho uwa, akulula ukuphila kwami njengothisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esokuqala siwukuthintana ngokuqondile nabantu okuwumphumela wenkonzo yendlu ngendlu nokufakaza ngokwethukela, kuhlanganise nelungiselelo lesifundo seBhayibheli sasekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufunda yonke into etholakalayo ngesiGreenland nangokulalela amatape oFakazi abakhuluma isiGreenland belandisa okuhlangenwe nakho kwabo, uAne Marie uye walimelela iqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, kwaba nengxabano phakathi kwabelusi balamadoda amabili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu koMthetho Wegolide, uJesu wanikeza esinye isiqondiso esiyokusiza ekukhetheni ngokuhlakanipha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimila Nezilwane | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liyaphendula: "UNowa wenza njengakho konke uNkulunkulu ayemyale ngakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani abafowabo bakaJosefa babengakwazi ukukhuluma naye ngokuthula? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi liyakwenqabela "ukuntela okuyichilo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu waba kanjani ngumuntu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye, ngemva kokunquma ukuhlala nomfazi oyedwa futhi bakhulule abanye, bashintsha izingqondo zabo futhi banquma ukuthi babefuna ukubuyisa omunye walaba abanye abafazi futhi bakhulule labo ababebagcinile ngaphambili! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwaphela iminyaka engamakhulu angu - 15 ebheka isizwe sakwa - Israyeli, esiyinzalo ka - Abrahama, njengesizwe sakhe asikhethile, 'impahla yakhe ekhethekile.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbala wezinto zokuhlobisa ozikhethile nawo ubalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe kukhona okukuvimbela ukuba ubhapathizwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sibhekana nobunzima, yini eyosisiza ukuba sikhuthazele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi uJehova akayiguquli injongo yakhe ayimisile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zikhangiso ziveza abantu abadumile noma abakhangayo besebenzisa noma betusa umkhiqizo umkhangisi afuna ukuba siwuthenge. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba cishe njalo ayeba matasa kusukela ekuseni kuze kube sebusuku, wayebekela eceleni isikhathi sokukhuluma noYise wasezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kucatshangwa ngezigidi eziningi zabantu ezithi zingamaKristu namuhla, umhlaba ubungeke yini uchichime uthando? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KuNkulunkulu weqiniso, umuntu onjani "ovumelana nenhliziyo yakhe"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uNkulunkulu embathisa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, ngomuso buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezikhathini eziningi abazali bayokwenza umzamo wangempela wokushintsha lapho inkinga isiye yalethwa ekunakekeleni kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu Kristu uyisibonelo somuntu okumelwe abatshazwe ngenxa yemizwelo yakhe ayeyilawula ngokuphelele elingisa izimfanelo zikaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singaqiniseka kanjani ukuthi sikulindele okuzokwenzeka maduze? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labefundisi baba nethemba lokuthi lesinqumo sasiyoba yizwi lecilongo eliqondakalayo eliholela esenzweni, lushukumisele esiqalweni esisha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULloyd Barry noJohn Barr lapho kukhululwa i - "Insight on the Scriptures" ngo - 1988 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubonakaliswa kobudlova ngezindlela eziningi - ngokudlwengula, ukulala nesihlobo, ukushaya amakhosikazi nokunukubeza ngokobulili - kusho ukuthi ngokuvamile ubulili buyaphoqelelwa, okuyisici esiyingozi esisakaza i - HIV. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isinqumo sikaNkulunkulu siwukuthi igazi limelela ukuphila ngakho - ke lingcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ubuza abanye ukuthi kufanele wenzeni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuze kufike lesosikhathi, yeka ukunambithwa okumangalisayo kwalokho okuzokwenzeka ngokushesha okunikezwa ngezimangaliso zikaJesu Kristu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngase ngineminyaka engu - 20 ubudala, futhi ngaqala ukukhathazwa imibuzo engikhulume ngayo ekuqaleni kwalesi sihloko ngokuphathelene nokutholwa kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengabo bonke abaholi boMdabu baseMelika, le nduna yama - Apache yaphoqelelwa ukuba ivume ukuphila ezimweni ezinzima zasemajele nezasezabelweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze sihambe noJehova, kumelwe abe ngokoqobo kithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi bangobani noma bazama ukuhlalaphi, iningi labafuduki libhekana nenqubo ebuhlungu yokululama ekufudukeni okubuhlungu nokwakha izibopho ezintsha zesikhathi esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanye ala mathafa anotshani angase abizwe ngezingadi zezimbali zaseSiberia ngenxa yobuningi bezimbali zasendle ezinhlobonhlobo ezitholakala lapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubona Kalufifi Kwesicabucabu Esigxumayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha ukulalela kwakhe kwavuzwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labazalwane abathandekayo ngempela 'bayanqoba nokunqoba ngowasithandayo.' - Roma 8: 37. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ebuya futhi ebuza amadodana akhe, umkakhe wathi: "Uma ububolekwe amagugu athandekayo futhi watshelwa ukuthi ubungawajabulela uma nje esalokhu ekuwe, ingabe ubungenqaba yini uma okubolekile esewafuna?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Awazi yini ukuthi uNkulunkulu uyaluzonda unya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuzuzisa ngani ukubhala phansi imibuzo esifikelayo nokuyicwaninga kamuva? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Iyini inhliziyo yethu engokomfanekiso, futhi kungani kubalulekile ukuba siyinakekele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Lapho ngiyisho ngokuqonde ngokwengeziwe imithandazo yami," kusho uBernhard, umKristu waseJalimane, "izimpendulo ziba ezicace kakhudlwana." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kwakungenxa yokuthi imiBhalo yayitholakala ngolimi lwaleso sizwe kuphela, isiHeberu sokuqala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ukulungele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zezomnotho ziqaphela ingxenye ebalulekile labafuduki abanayo emazweni abafudukele kuwo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayebeke amathemba awo kuMesiya othenjisiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lapha eziQhingini zaseComoro, eziphakathi kwe - Afrika neMadagascar, futhi ikakhulukazi esiqhingini saseMayotte, isimo sezulu sikulungele kahle ukukhiqizwa koketshezi lwamakha lohlobo oluphambili - abanye abathi ludl'ubhedu emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi imisebe yelanga yadabula emkhathini futhi ukukhanya kwayo kwabonakala emhlabeni okokuqala ngqá. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Konke lokhu kubonisa ilungiselelo elihlakaniphile uJehova alisebenzisayo ukuze anakekele abaswele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNahamani wakhipha izipho eziyigugu, lezo u - Elisha azenqaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo ngaphandle kwemisebenzi yokulusekela lufile futhi aluphumeli ekwamukelweni kwaphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kubantu bakaJehova, kunesimo sengqondo esihlukile ngokusolwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umyeni wakhe wathi ufuna ukuhlola izinkolelo zethu, futhi ngokushesha ngemva kwalokho wasazisa ukuthi wayememe uMnu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube izinkolo zeLobukholwa bezilalela lawo mazwi, bezingeke zizihlanganise nezombusazwe, zivumele impi zibusise namasosha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingadi zasePheresiya nezaseGibithe zazikhanga kangangokuba lapho amabutho anqobayo ka - Alexander Omkhulu ebuyela eGreece ngekhulu lesine B.C.E., abuya ephethe izimbewu, izitshalo nemiqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "IBhayibheli liyincwadi eyinhloko yokufundisa eGileyadi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela yethu yokucabanga iyothonyeka ngezindlela ezilandelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke umhlaba awusayikuba indawo engabukeki kumasefari, amakherubi, nasezingelosini zezulu ezikhazimulayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abacwaningi abasebenza e - Amboseli National Park eKenya baye bathola ukuthi esinye sezihluthulelo zokusinda komhlambi wezindlovu yinkumbulo yendlovukazi endala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyaqhubeka: "Imiphumela yawo kubantu ingaba yizifo ezidalwa ukuchayeka emisebeni yenuzi, kuye ekufeni kancane kancane okubuhlungu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa babengakayinqobi impi, futhi kwakusadingeka balwe namasosha angu - 15 000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulindeleke ukuba abafundi batadishe futhi benze umsebenzi wabo ukuze baphumelele ezivivinyweni zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.