sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Lokho akukhona ukuba nombono ofiphele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusiza umuntu ukuba aneliswe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ukuhaha - into egxile kangaka esintwini - kungasuswa kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kweminye imidlalo, imiphumela ishaqisa nakakhulu, njengoba kubonakala ngenani elandayo labantu abafa emidlalweni eyingozi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULuka wabhala: "Ngosuku lwesabatha saphumela ngaphandle kwesango ngasemfuleni, lapho sathi babevama ukukhuleka khona; sahlala phansi, sakhuluma kubo abesifazane ababebuthene." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyakuqonda ukuthi ubaba ongumKristu akanalo ilungelo lokuba umashiqela, esebenzisa kabi amandla akhe kumkakhe noma ezinganeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abacwaningi bakahulumeni waseBrithani bebuza izisulu zokuphazamisa komsindo indlela ezizizwa ngayo ngabantu ababanga umsindo, zathi zinenzondo, zifuna ukuziphindiselela, ngisho nokubabulala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sithi sikhuluma iqiniso ngothando, sikhulele ngakho konke kuye oyinhloko, uKristu. "- Efesu 4: 11, 12, 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - asidi Nokubola Kwamazinyo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukululama Kwami | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Inzalo" yangempela ka - Abrahama eyayizobusisa abantu bawo wonke umhlaba yayizoza ngalesizwe. - Malaki 2: 10; Eksodusi 19: 5, 6; Genesise 22: 18. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalowo nyaka, akazange ahambe no - Elkana nabanye ukuya eShilo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubuka izithombe ezibonisa ubulili - ngisho noma kungesikhathi esifushane - kuyobhebhethekisa inkanuko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, ukubaphatha ngenhlonipho abesifazane kunganikeza ubufakazi obusobala bokholo lwakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NjengoDavide, uJonathani, uNathani kanye noHushayi, kwangathi nathi singakuzwa ukwaneliseka okutholakala ngokuba qotho kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, amaKristu avuthiwe kufanele alwele ukwenza ibandla lizinze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani inkohlakalo iqhubeka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKWETHA abantwana ngamagama anencazelo ethile kungase kubonakale kuyinto engavamile kwabathile, kodwa lo mkhuba waqala endulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umagazini i - Phaphama! ka - December 22, 1998, wadingida izindlela zokugcina umuzi wakho uphephile kumakhemikhali ahlukahlukene anobuthi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ezikhathini zasendulo abantu bakaNkulunkulu baye bakhuthazwa ukuba "baphane, babelane." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu agcotshiwe aba 'abantwana' bokutholwa bakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwamukelwa uNkulunkulu kuwumgomo omkhulu kunayo yonke ongayifinyelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi wayecabangani, wayengakhumbula isiyalo sikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngo - March 1994, ayesande aba ngu - 27. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1933, u - Adolf Hitler neqembu lakhe lamaNazi baqala ukubusa eJalimane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJobe wazithoba kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EColombia, amaphayona akhethekile esikhashana aya koshumayela emaNdiyeni angamaWayuu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNancy kanye nomyeni wakhe nendodakazi uRachelle | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho iNkosi uDavide iphinga noBati - Sheba futhi kamuva izama ukukufihla ngokuhlela ukufa komyeni wakhe, uJehova wathumela umprofethi uNathani ukuba ayomsola uDavide. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UTerrell wachaza: "Ngamtshela ukuthi ngeke akushintshe osekwenzekile kodwa angakushintsha okusazokwenzeka, futhi ngamkhuthaza ukuba azinikele emaphoyiseni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngathola ukuthi lokhu kwakuyenza ihluphe nakakhulu. "- UGyeong - ok, eKorea. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
YINI engalungile ngodumo, ingcebo namandla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umzalwane angase anqume ukuba angazami ukufinyelela amalungelo enkonzo ngoba ebona sengathi ukunakekela izidingo zomhlambi kuyakhandla futhi kunzima. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNowa "wayehamba noNkulunkulu" ngokuphishekela inkambo eyayamukelwa ngophezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu wayekwenqabele kudala ukushada nabaseKhanani abangamaqaba, waze wanikeza nohlu lwezizwe ezithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lezo zinsuku zokuthula nokukhululeka zaba mfushane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombono wami, ukukhiqiza okuhilela ubulili obuhlukene kububonisa ngokucacile ubuhlakani bukaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isibopho somshado sibahlanganisa kakhulu kangangokuba uPawulu wathi: "Amadoda kufanele athande omkawo njengemizimba yawo siqu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omiyane abaningi akubadonsi lokhu kukhanya futhi lapho befuna ukudla, abayizinsikazi - okuyibona abalumayo - bafuna i - ammonia, isikhutha, ukushisa nezinye izinto ezikhishwa isikhumba lama - zapper ezinambuzane angenazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ukugula nokudla okungenamsoco kungaba izici ezandulelayo, ngokuvamile ukukhathala kuyimbangela eyinhloko. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NginguJehova uNkulunkulu wenu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inhloko - dolobha: IPanama City | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanelekayo, umphostoli uPawulu waxwayisa: "Labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni nasogibeni nasezifisweni eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu embubhisweni nasencithakalweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imfundo enjalo, mhlawumbe namuhla engafaniswa nemfundo ephakeme yaseyunivesithi, isikisela ukuthi umkhaya wakubo wawuvelele kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, amaKristu kufanele aziqhenye ngokuthi uJehova unguNkulunkulu wawo nokuthi uyawazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngase ngiwushiye ngokoqobo umsebenzi wami njengomdlali wamabhayisikobho, ngakho mina nomama kwadingeka saneliswe ukuphila ngezinga elithé ukwehla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya kube uhlanga lwesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nokuhlakanipha komuntu akunakumkhulula ebuhlungwini nasosizini lokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Sengike ngaba nezinye izinkinga zempilo esikhathini esidlule," kusho uShelly, ophethwe i - MCS, "kodwa le nkinga yimbi ngokwedlulele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amadoda nabesifazane, abadala nabancane, bonke baba matasa bethulula umthwalo wabo futhi balungela ukuqala ukwakha ngamapulangwe, usimende, izinsimbi zokwakha uphahla, nezinye izinto ezazifike eMunda ngaphambi kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze sihlale ngobunye sidinga ukuhleleka, futhi ukuhleleka kudinga inhlangano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ImiBhalo isigcizelela kanjani isidingo sokuthandana? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babefuna nokwazi ukuthi lifundisani ngempela iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INGUZA (penguin) enkulu kunazo zonke, i - emperor, ingaphezu kwemitha ukuphakama futhi inesisindo esingamakhilogremu angu - 40. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuhloleni kwakamuva, abantu abangu - 1 000 emazweni angu - 30 ahlukene babuzwa ukuthi iyiphi into abayikhethayo ukuze banciphise ukucindezeleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wadela umsebenzi ukuze agxile 'ezintweni ezibaluleke kakhulu' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwawo kukhona iHubo 86, ngenhla kwalo okunombhalo olula: "Umkhuleko kaDavide." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leliqiniso lishiwo ngokucacile eBhayibhelini, elithi: "Umphefumulo owonayo uyakufa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko wamuva engaqinisekile cishe uyizigidi ezinhlanu ngonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sona, kuba njengokungathi sizidalela isikweletu kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, iBhayibheli libonisa ukuthi icala lesizwe sakwa - Israyeli sisonke lalilikhulu kangangokuthi izizukulwane ezintathu, ezine noma ngisho nezengeziwe zachaphazeleka ngeziphambeko zoyisemkhulu, njengoba u - Eksodusi 20: 5 esho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJobe Wakhuthazela - Nathi Singakwazi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, umthandazo osuka enhliziyweni ubalulekile ukuze sigcine ubuqotho bethu kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma wenza iphutha, ungazibonisi izilaleli zakho ngokukhwantabala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke sikhohliswe yilokho! ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kamuva ngathola ukuthi ngangikhohlisekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bekungangqubuzana nezindlela zothando zikaJehova 'ukususa' umfundi kaKristu, noma ukumbheka njengongafaneleki, ngoba ehluleka ukufeza into engaphezu kwamandla akhe. - IHubo 103: 14; Kolose 3: 23; 1 Johane 5: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(March 8, 1995) Eminyakeni engu - 24 edlule, lapho ngikhulelwa ngineminyaka engu - 15 ubudala, ngaba nemizwelo ehlukahlukene amantombazane okukhulunywe ngawo kulesi sihloko abá nayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayikho into ekulesi simiso esidala engaqhathaniswa nelungelo elimangalisayo lokusebenza namadoda nabesifazane abathembekile sikhonza abantu bakaNkulunkulu emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nezinsuku eziyisikhombisa engcolile, kwakufanele agweme ukuthintana nabanye. - Numeri 19: 1 - 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye kungenzeka babengabafuni abantwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikwaziyo ukuthi wabaleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke nikwazi ukucabanga umthwalo onzima wokuba necala, ihlazo, nokuphelelwa yithemba engangikuthwele yonke leyominyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa izinzuzo ezitholakala ngokwenza kanjalo zenza kufaneleke ukuba senze umzamo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade, imilutha yomsebenzi iyizisebenzi ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nginempilo enhle kakhulu, kwangikhuthaza ukuba ngizisebenzise kangcono izinsuku zami zangoMgqibelo nezikhathi zakusihlwa emsebenzini wokushumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, njengoba sesibonile, kwakungekho ukwenza ngenye indlela elungiselelweni lokukhipha okweshumi; umIsrayeli ngamunye wayenesibopho kulokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ohulumeni babantu sebethathelwe isikhundla uhulumeni kaNkulunkulu wasezulwini, abantu ngeke baphinde babuse abanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mkhuba wami wokuzilimaza ngiwuyeke eminyakeni emine edlule, kodwa ngezinye izikhathi izinkinga zami ziba nkulu kangangokuba ngiye ngifise ukukwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owayithola wayibophela eqabungeni lesundu likakhukhunathi, ecabanga ukuthi umuntu eyayilahleke kuye lemali wayengase abuye ezoyibheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, umise iNdodana yakhe ukuba ilwe impi yobulungisa ukuze asisuse sonke lesi simiso esibi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iqiniso limbulwa kancane kancane eZwini likaNkulunkulu ngesikhathi sikaNkulunkulu, ngokuvumelana nesidingo nekhono lezinceku zakhe lokuqonda iqiniso elinjalo. - Johane 16: 12, 13; qhathanisa no - 6: 48 - 69. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Izintelezi Zenhlanhla Zingakuvikela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
kumemeza umfanyana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iqiniso lokuthi ubuhlobo babantu buyawohloka nezinkinga zezwe ziyanda libonisa ukuthi konke lokhu kujaha akubafikisi ndawo abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka ibhokisi elithi "Izinyathelo Eziphuthumayo.") | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Elinye lamakhono kaJesu avelele indlela ayekwazi ngayo ukuzibeka esimweni sabanye, azizwe ngendlela ababezizwa ngayo, futhi asabele ngezenzo eziwusizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zesayensi ziba ngochwepheshe ngokwengeziwe ekutholeni amakhono omntwana osanda kuzalwa, "okuholela ekuqapheleni ingane esanda kuzalwa 'njengosana olukhaliphile,'" kubika iTimes, iphephandaba laseLondon. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ijuba lensikazi, eliza nengobo yalo egcwele ukudla kwamaphuphu alo alambile, selenze kwazwakala ukuthi selifikile kuleli gatsha futhi selilungele ukukhulula umyeni walo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZITHOMBE zePharadesi ezifana nalesi esisesembozweni salo magazini ziyabakhanga abantu abampofu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sifuna futhi ukwethembeka ngoba ngalokho sibonisa uthando ngomakhelwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho waphindela kulemvithimvithi egaqa futhi wazama kanzima ukutakula umkakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulesi simo esithuthukile, iBhayibheli likaMakarios lanyatheliswa kancane kancane kuyi - Orthodox Review phakathi kuka - 1860 no - 1867, ngaphansi kwesihloko esithi An Experiment of Translation Into the Russian Language. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe imikhosi yokuvuna yangakini inomsuka wobuqaba noma wenkolo yamanga? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, uPetru uxwayisa 'ngokwaluka izinwele kwangaphandle nokokufaka imihlobiso yegolide.' - 1 Thimothewu 2: 9; 1 Petru 3: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abasuswa ekuhlanganyeleni yilabo abangafuni ukuphenduka - abenqaba ngenkani ukushintsha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze bavimbele lokhu, abalimi basebenzisa umquba ukuze inhlabathi ibe namaminerali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isazi seBhayibheli siyachaza: "'Ukuhamba' kuwumsebenzi wekholwa ngalinye, kungakhathaliseki ukuthi liya ngaphesheya komgwaqo noma phesheya kwezilwandle." - Mathewu 10: 7; Luka 10: 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo nzalo, abantu bazo "zonke izizwe" babeyothola izibusiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Usuku lweSidlo SeNkosi Sakusihlwa, oluqondana nalelo okwakugujwa ngalo iPhasika, luzoba ngemva kokushona kwelanga ngomhla ka - April 14, 2014. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.