sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kodwa kwathi lapho amadoda ayekanye nawo emnxusa ukuba ambulale, uDavide wathi: "Kuyinto engacabangeki, ngami, emehlweni kaJehova, ukuba ngenze le nto enkosini yami, ogcotshiweyo kaJehova, ngokwelulela isandla kuyo, ngoba ingogcotshiweyo kaJehova."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uyobe uyisakhamuzi esihle soMbuso kaNkulunkulu ngaleso sikhathi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bekezelela Ukuyalwa Uvune Isithelo Sokuthula
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba izinto ezibonakalayo ngokuqinisekile zingaba nengxenye enjabulweni yethu, aziyiqinisekisi; futhi ukunethezeka ngokomzimba akulwakhi ukholo noma kwanelise izidingo ezingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthi inkinga yokungalenzi iphutha kopapa ayinakuchazwa ngendlela enengqondo kusobala - kuyimpikiswano yokholo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni naye wanikezela ukuphila kwakhe ukuze akhonze uJehova, futhi siye sajabulela ubungane obungahlanganisa bonke abantu ndawonye ngokuthula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izenzo ezishukunyiswa umoya ongcwele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleso sikhathi, le ndawo yayigcwele intsha engamahlongandlebe, ukucekelwa phansi kwempahla nezidakamizwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ebhekene nothile waleloqembu okhuthele - noma ngisho ehlakaniphile - uphetha ngokuthi lowomuntu kumelwe ukuba "wehlukile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphila kusengozini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyo ndlela wamukela "umvuzo opheleleyo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umlando Womkhaya
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi uma ophambukile ekuthola kunzima ukuthandaza, umdala angamthandazela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezo zinsizwa ezesaba uNkulunkulu azizange zicabange ukuthi uJehova wayezozivikela ngokuyisimangaliso ukuba zingafi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akunakwenzeka ukuthi le nkulumo ibhekisela kumuntu oyedwa, ngoba nguSathane - akuyena umuntu - onegunya phezu kwesilo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Injongo yokuqomisa iwukuhlola ukuthi kungenzeka yini ukuba kushadwe nothile - akufani nomshado ngokwawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KwaIsrayeli abaholi benkolo babephambili ekwenqabeni ukukhanya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithetho oyigcizelayo "iyisenezelo sezinto ezinengqondo obulokhu uzitshela izingane zakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuthiwa njalo ngemva kweminyaka engu - 8, ososayensi baluphinda kabili ulwazi lwabo lwezokwelapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho namademoni imbala - izingelosi ezimbi - athi ngoJesu: "Wena uyiNdodana kaNkulunkulu." - Mathewu 16: 13 - 16; Luka 4: 41.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ungazami ukudla la majikijolo amnandi esithe, njengoba evame ukudaya umlomo nezindebe zomuntu zibe luhlaza okwesibhakabhaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sithanda uJehova ngenhliziyo, ingqondo, umphefumulo, nezikhwepha zaso zonke futhi sithanda umakhelwane waso njengoba sizithanda sona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova uNkulunkulu, uMthombo wokukhanya, uzisekela ngokoqobo izinkulungwane zabaphathi bokukhanya kulamazwe ngaphambili ayeyingxenye yeSoviet Union.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kungenzeka, faka izisefo emnyango nasemafasiteleni futhi usebenzise nesiphephetha - moya okungase kuxoshe omiyane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPetru, kamuva owaba umphostoli, wabonisa ukuzithoba okunjalo. - Luka 5: 4, 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kuningi okuhilelekile ekunakekeleni u - Ana," kusho unina, uSoledad.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Azisinaki isikhathi okwenzeka ngaso isimangaliso njengoba sichazwe emiBhalweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngelinye iholide lasehlobo ngiseTuskegee, ngafundisa izingane ezingu - 108, ezishiyashiyanayo ngobudala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Mina ngiyisinkwa esiphilayo esehle ezulwini; uma umuntu esidla lesi sinkwa uyophila kuze kube phakade; futhi, ngempela isinkwa engizosinikela ngenxa yokuphila kwezwe siyinyama yami. "- Johane 6: 48 - 51.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngesikhathi ezingelwa iNkosi uSawule, uDavide wayebonise ukuzibamba okuncomekayo ngokungaziphindiseleli kuleyo nkosi enomhawu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugembula, 3 / 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu Nezombangazwe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe balahle izimfundiso ezingasekelwe eBhayibhelini nezimmelela kabi uNkulunkulu nentando yakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abapristi balwa namaphoyisa
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe uMdali wayenalo ilungelo lokufuna ukuba isintu simlalele ngokuphelele?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Baqondise ngothando, mhlawumbe lapho bezama ukuqonda izinto ezingokomoya abazingabazayo. - 9 / 15, amakhasi 18 - 21.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba [uNkulunkulu] uthé: 'Angisoze ngakushiya noma ngikulahle nganoma iyiphi indlela.' "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zifaka amazinyo azo esifaceni noma emfantwini odongeni lomgede.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni, i - snorkel ngokwaso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kunezindawo eziningi eBhayibhelini lapho kukhulunywa khona ngabantu abamcasula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iqembu elalidingida udaba lokuvakasha ngenjongo yobulili lasikisela ukuba kulwiswane nakho ngemfundo ehlanganiswa ohlelweni lwezifundo lwesikole.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impendulo enegunya kule mibuzo ingatholakala kuphela kuMdali wethu - uJehova uNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Endaweni lapho izifufula zasebusika ziya khona, zibuyela khona futhi ukuze ziphinde ziphume khona. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiba Ngoqaphile Futhi Ube Ngokhuthele!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Injabulo uJehova ayinikezayo iyinqaba engadumazi kulabo abahamba endleleni yakhe njengabagcini bobuqotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1995, ngamenyelwa ekilasini leshumi leSikole Sokuqeqeshelwa Inkonzo eNigeria.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu waqhubeka: "Lapho uKristu efika njengompristi ophakeme..., akangenanga negazi lezimbuzi nelamathole eduna, cha, kodwa wangena endaweni engcwele negazi lakhe, kwaba kanye kuphela futhi wasitholela ukukhululwa okuphakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Impendulo iwukuthi isiphambano asihlonishwa nje kuphela abantu abasontayo nabathi bakholelwa eBhayibhelini, kodwa sihlonishwa nangabantu abangenandaba neBhayibheli nabasezinkolweni ezindala kakhulu kunenkolo "yobuKristu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho beseholidini, abaningi bathumela amapostcard kwababathandayo nakubangane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) UJesu wakusebenzisa kanjani ukuqeqeshwa akuthola?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ABESIFAZANE ABANGAMAQHAWE
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kaji, isekela likamongameli weBhange Lomhlaba, waxwayisa izilaleli eBangkok ngokuthi "ukutholakala kwamanzi eMpumalanga Asia kungase kube indaba eyinkinga yekhulu leminyaka elilandelayo....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi uJakobe wayemthanda uRaheli, wathembisa inani elikhulu - elilingana neholo leminyaka engu - 7!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"INDLELA engcono kakhulu yokubhekana nokushaywa unhlangothi iwukuzama ukukuvimbela," kusho uDkt.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bafowethu, anikho ebumnyameni, ukuba lolosuku lunifice njengesela. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova uye wasiletha epharadesi elingokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ngaso sonke isikhathi sinethuba lokuthandazela umoya kaNkulunkulu ukuba usisize. - Mathewu 26: 41.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Udade othile owaboshelwa ukholo lwakhe futhi wahlukaniswa namanye amaKristu iminyaka eminingi, kamuva walandisa ngalokho okwamsiza ukuba anganqotshwa ukwesaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KUNGENZEKA ukuthi awuqali ukubona umagazini ofana nalona owufunda njengamanje.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khumbula ukuthi uJesu wakhuluma ngesibonakaliso sokuba khona kwakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakuhle kube khona umhlengikazi oqeqeshiwe noma udokotela uma etholakala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanye amaHuguenot ayilahla inkolo yawo, ecabanga ukuthi ayengakwazi ukubuyela kuyo kamuva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
□ Lapho izono zabanye ziye zasilimaza ngokujulile, yini esingayenza ukuze sixazulule indaba ngokuthula?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Babegwedla ezimweni ezibanga usizi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphambene nalokho okushiwo uSathane nangokungafani no - Adamu, uJesu wabonisa ukuthi kungenzeka ukuba umuntu ahlale ethembekile kuNkulunkulu, ngisho nangaphansi kokucindezeleka okukhulu. - Jobe 2: 4, 5.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yiziphi izinzuzo ezimbili ezazinikezwa yilungiselelo lokukhothoza?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphambene, emazweni amaningi isiko lokunikeza izimbali lisakazeke kabanzi futhi libhekwa njengomusa ofanelekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eminyakeni esicishe ibe ngu - 140 kusukela ngaleso sikhathi, izinceku zikaJehova ziye zathola ulwazi olwengeziwe futhi zamthanda ngokwengeziwe uNkulunkulu neZwi lakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isiko Elibulalayo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sishukunyisiwe, esinye isihambeli sathi: "Angisoze ngasikhohlwa isimemo sokumemezela uMbuso nentshiseko yesixuku esasibuthene lapho!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - Monde yesiFulentshi ephuma nsuku zonke iyachaza: "Amakholwa amaningi azizwa ekhohlisiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukudoba izinhlanzi nezinkalankala yikona okuwumgogodla wezomnotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ILabyrinth yakhiwa ngasekuqaleni komlando waseGibithe, mhlawumbe ngisho nangaphambi kokuba amaHeberu ahlale eGibithe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Washo amazwi alengoma ezindlebeni zalo lonke ibandla lakwaIsrayeli: "Bekani indlebe nina - mazulu, ngiyakukhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NgokukaMzalwan 'uSkinner, isihluthulelo sokuphumelela njengesithunywa sevangeli sakhiwa amagama amabili: "Ukuzithoba kuyisihluthulelo!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bahlanganisa imali, osaziwayo kwezokuzijabulisa, ompetha kwezemidlalo, izinhlangano zezombusazwe, abaholi benkolo abathile ngisho namalungu omkhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugula NgoMsombuluko Ekuseni
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMark Carwardine, umlobi we - Guinness Book of Animal Records, uthi eNdiya kunendawo yokulondoloza izilwane zasendle efuye ingwenya eyiduna engamamitha angu - 7 ubude!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ngiyakhathazeka kakhulu ngokuthi angisakwazi ukwenza engangivame ukukwenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ngiqalaza, kwakunoEsther oneminyaka emine emi esihlalweni sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini Esingayifunda Eselelesini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho noma amadoda agcotshiwe ekhona, abezinye izimvu babengase basetshenziswe uma amadoda agcotshiwe engenakukwazi ukusingatha lomthwalo wemfanelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emuva ngo - 1945, lapho kuba sobala ukuthi uhulumeni wezeMisebenzi waseBrithani wawungenakuyidlulisela iPalestina kumaJuda, kwaqubuka amaqembu amaphekula, kuhlanganise ne "Irgun Zva'i Leumi (iNhlangano Yezempi Yesizwe, ebizwa ngokuthi Etzel) kanye neLohamei Herut Yisrael (Abalweli Benkululeko YakwaIsrayeli) [abaziwa fu...
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova bafundisa izinkulungwane zabantu baseKyrgyzstan iBhayibheli
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isifundo: Akekho umuntu onegunya lokwengamela ukuhlakanipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, "akukho namunye uFakazi KaJehova owaphendula isicelo sesikhulu sokulwela iJalimane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengomhubi, uyokwazi ukuthi: "Usizo lwami luvela kuJehova owenzile izulu nomhlaba." - IHubo 121: 2.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungabona ukuthi nakuba ijoka likaJesu lingelona elingenaso isisindo, linomusa ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba iBhayibheli lithembisa, 'yena uyosisekela.' - IHubo 55: 22; 1 Petru 5: 6, 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokwanda kwesixuku esikhulu nokuncipha kwesigaba esigcotshiwe njengoba abaningi baso beqeda inkambo yabo yasemhlabeni ngokufa, ezinye izimvu ezifanelekayo ziye zaba nendima eyandayo emisebenzini yobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma umIsrayeli efa ngaphambi kokuba umkakhe amzalele indodana eyayingase idle ifa, umfowabo waleyondoda kwakumelwe ashade nomfelokazi ngombono wokuba amzalele indodana. - Duteronomi 25: 5 - 10.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMose washiya ukuphila okunethezekile, okuphakeme, "ekhetha ukuphathwa kabi nabantu bakaNkulunkulu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zinhlupho zaziyizimangaliso ngempela! - Eksodusi, izahluko 7 kuya ku - 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJehova wangcwaba isidumbu sakhe
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe amaProthestani athambekele kakhulu ekufaneni nalokho uJesu akusho ngabalandeli bakhe beqiniso: 'Abasibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe'? - Johane 17: 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Muva nje, ukuvinjelwa okunonya kweminyaka engu - 50 koFakazi BakaJehova kulelizwe kuye kwahoxiswa, futhi bayakwazi ukuhlangana nabazalwane babo abavela eMpumalanga naseNtshonalanga ukuze bajabulele inkululeko yabo yokukhulekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, iMegido yaba indawo yezimpi eziwumnqamula - juqu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Insimu yase - Edene yayingelona nje ipaki elihle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Unjani lo mgodi, futhi ungazichaza kanjani izingonyama?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi ngasondelana nabanye ebandleni, ikakhulukazi abesifazane asebekhulile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn