sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Okwafika kuqala ukuba sihlehlise umhlangano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zilwela ukuba zijabulise, zivelele, zihlekise, zidide ingqondo, noma zithinte imizwelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Lokhu kushintshwa kwemikhosi emidala ukuba ibe isenzakalo somkhaya esisodwa esifushane, esihloniphekayo kwaqala ngawo - 1830... futhi cishe kwaphela ngawo - 1870, okuyisikhathi okwaqala ngaso ukwaziwa komuntu othiwa uSanta Claus eBrithani," kusho iChristmas Past. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, uJehova welusa izinceku zakhe zasemhlabeni ngababonisi abangamaKristu, noma abadala, abaqondiswa iNdodana yakhe, uJesu Kristu, "umalusi omkhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Nakuphakama nakujula" akuluthiyi uthando lukaNkulunkulu, njengoba kwagcizelela uPawulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukufunda noma yiluphi ulimi olusha akulula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile u - Abigayl omncane usikhumbuza intombazanyana yakwa - Israyeli eyasiza uNahamani ukuba azi uNkulunkulu weqiniso, uJehova. - 2 AmaKhosi 5: 2 - 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ama - Bible Student ayekholelwa ukuthi uMthandazo WeNkosi wawusuzophenduleka: "Baba wethu osemazulwini, malingcweliswe igama lakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Kulo lonke lolosuku olude olushisayo," kunezela uvan der Post, "umqondo wami wawubuyela embonweni waleyanyamazane encane enhle emi ingaphazamisekile phakathi kokuqhuma okuningi kwesibhamu sami." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Muva nje, uPhilip uye wamukela isimemo sokuba akhonze njengesisebenzi sokuzithandela ehhovisi legatsha loFakazi BakaJehova eMacedonia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iminyaka engu - 32 edlule, u - Ulysses Glass uye waba uthisha waseGileyadi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwemiphumela yokucwaninga eyanyatheliswa i - Corriere Salute, kubikwa ukuthi iqembu lochwepheshe base - United States lathi: "Lapho ogogo nomkhulu nabazukulu bejabulela ubuhlobo obufudumele bothando lomzwelo, akuzuzi izingane kuphela kodwa kuzuza wonke umkhaya." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, muva nje iye yabonakala olwandle ngasempumalanga ephakathi yeSardinia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singasilingisa kanjani isimo sengqondo sikaPawulu njengoba silungiselela ukuyoxoxa ngeqiniso 'nabantu bazo zonke izinhlobo' abasensimini yethu? - 1 Thim. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sinyuka sidlula lapho kuphelela khona izihlahla, sizithola sisemgwaqweni owumqansa nowubhuqu obucayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkulungwane ziphila ngendlela efanayo kulo lonke idolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokufa kwakhe, abaphostoli bakhe bahola ekusabalaliseni umsebenzi wokushumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphaka kwayo, kuzelwe izinkanyezi ezintsha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimvu zithembela kumalusi wazo ukuze zithole ukudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, lo mndeni waba nesandla ekumisweni kwebandla lesiPutukezi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wanezela: "Ngaziqongelelela nesiliva negolide, nempahla engeyamakhosi kuphela nezifunda zombuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze wonke umuntu obonisa ukholo kuyo angabhubhi kodwa abe nokuphila okuphakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, umqondisi wezinja akasigibeli isihlibhi isikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi bakhetha ukunakekelwa lapho besaphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokukamagazini i - Hepatology, izakhamuzi zaseFrance ezilinganiselwa ku - 500 000 kuya ku - 650 000 zinalo leli gciwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UProfesa Nathan Clumek wachaza izinyathelo manje ezithathwayo zokulwa nalomashayabhuqe oyingculaza ngokuthi "ukusebenzela emuva okwenkukhu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu ngabanye bangase babe abanganaki, abangenasithakazelo, noma abaphikisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyaqiniseka ukuthi ngalesosikhathi wonke umuntu waqaphela ukuthi sinobuzalwane obuhle kangakanani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, inselele ebhekene nabahumushi abafuna ukunemba iwukuba bathole umbhalo onembile odlulisela lokho okwakubhalwe ekuqaleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akubamangazi abafundi beBhayibheli ukuthi abantu banesidingo abazalwa naso sokwanelisa izidingo ezingalé kwemizimba yabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho iqiniso elikhulula abantu yiqiniso eliphathelene noJesu Kristu, iNdodana kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, owesifazane ogama lakhe linguNancy uyalandisa: "Kusukela ngaqala ukufunda nokuzindla ngeBhayibheli nsuku zonke ekuseni, ngizizwa ngikulungele ukubhekana nanoma yini engase ivele osukwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakufanele afune ukuligcina lisesimweni esihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, amazwi kaJesu aphathelene nesono esingenakuthethelelwa, ukona umoya ongcwele kaNkulunkulu, ngokucacile ayengabhekiseli emicabangweni yokuphamazela, eyimidlinzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Yilowo nalowo anikele njengalokho azikhethele khona enhliziyweni, kungabi - ngokudabuka nangokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikelayo [ophayo," NW "] ethokoza." - 2 KORINTE 9: 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanjalo uyobona ukuthi isithinta kanjani namuhla futhi uyoba olalelayo njengoba "umlindi" kaJehova ekhuluma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo mnakwabo wayefundisa ifilosofi enyuvesi, futhi ubaba wayesebenzela iKomiti Yokuphepha Yezwe, eyaziwa ngokuthi i - KGB. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akumangazi ukuthi abantu abaningi banomuzwa wokuthi bangajabula ngaphandle kwenkolo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngoLeslie, intombazane eneminyaka engu - 13 yase - United States. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ukhuluma nofunda nabo futhi uphila ngokuvumelana nezindinganiso zeBhayibheli, izimpendulo zale mibuzo ziyoba sobala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho singakwenza ngokuthatha isinyathelo esiqondile ngokuzithandela ukuze sisize ikakhulu labo abaswele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingane ezidayisa emgwaqweni zisebenzela imali encane engamasenti angu - 40 ngosuku | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanye amaKristu aye ona ngokungathí sina ngokuwela ekuziphatheni okubi kobulili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela esebenzayo iwukukhuluma njalo nezingane zakho ngocansi nokukhumbula ukuthi umuthi ugotshwa usemanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IVatican II - Iyisibusiso Noma Iyisiqalekiso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngazithanda izincazelo, izithombe, nemiqondo ehlanganiswe kahle - engenaphutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ngokungazelele, ubuhlobo buyafa, buphumele ekuthukutheleni okukhulu - noma buphelele ezinyembezini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngase ngizwa kuculwa ingoma yoMbuso kwenye yezindlu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuye kwaba sobala ngokukhethekile endleleni yamuva yokwakhiwa kwamaHholo oMbuso ngokuvamile ebizwa ngokuthi ukwakhiwa kwamaHholo oMbuso ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nabanye oFakazi baye bazichaya kulokhu kwaziswa okulimazayo bengahlosile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yimuphi umthwalo wemfanelo bonke abazi inkolo yeqiniso abanawo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uNkulunkulu, uMdali wakho konke okuphilayo, nguye ophakeme. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe sizizwa sidangele, sidumazekile, noma sigula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lafezeka iphupho lakhe lapho umyeni wakhe ekugcineni evuma ukutadisha iBhayibheli futhi ebhapathizwa njengomunye woFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova unibheka kanjalo nina basha enimdumisa ngokwethembeka kulezi zikhathi ezibucayi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bekhutshwe ukufundisa kwakhe, abaningi ngalesosikhathi bamshiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Thina esikhonza uNkulunkulu kumelwe siqaphe singathonywa ukucabanga okubi kwabanye abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba lusizi ngenxa yalezo zinto kungase kusikhungathekise ngokwengeziwe futhi kusiphuce injabulo enkulu ehlobene nokukhulekela kweqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okwakufanele ayenze ukuze aphinde azitholele umusa kaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, yini ehlanganiswe 'ekunikeni' abezizwe nabafokazi 'iminyaka yethu, amandla ethu, nomshikashika wethu'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unosikisiki lokufuna ukwazi izimfihlakalo zothando, ungase kalula ukhangwe izingoma ezikhuluma ngezinjabulo nobuhlungu bokuphola nokwehlukana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
URay osekuyisikhathi eside engumdala uyaphawula, "Ngezinye izikhathi, siyazikhohlwa izinto ezinhle esizenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungaba kanjani lokho phakathi kwakho? " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbhali wesayensi uDavid Bodanis wathi: "Umzuzwana ngamunye ilanga likhiqiza amandla alingana nokuqhuma kwamabhomu [e - athomu ayizigidigidi]." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba omunye umcubunguli esho: "Nokho, lokho izibalo ezingakutsheli khona ukuthi abantu ababili abade ngokulinganayo nabanesisindo esilinganayo bangahluka kakhulu ngezinga lokuba kwabo namafutha nangesimo somzimba wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inhlabathi eseceleni kwendlela edabula ensimini igqingqwa ukuhamba kwabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ngezinye izikhathi uzithola wamukela isimo sengqondo sokungagqizi qakala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zenzakalo zasendulo zanikeza isibonakaliso sokunqoba okusazoza kukaJehova okukhulu kunakho konke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma uyosuswa emhlabeni lapho isimiso sikaSathane siqedwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka uMathewu, isahluko 24; uLuka, isahluko 21; noMarku, isahluko 13.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho kunalokho ngijabulela ukuzibonga ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKristu ahlale phezu kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwazisa ukukhanya kweqiniso ngokusuka enhliziyweni kubalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wagcina esejele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lapha liveza ithemba elihle - lokuthi kukhona umuntu oyokhokha isihlengo esiyosikhulula ekugugeni! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ngifeze okuthé xaxa, ngiye ngazama ukushukunyiswa yisimiso esithi, 'Ukunqikaza kuyisela lesikhathi; ukuzindela kuwuzakwabo.' " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa yazumeka yabe isiwela phansi isuka esitezi sesithathu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, eziningi zezinkambiso noma imikhuba evamile emazweni athuthukile, ziyingozi empilweni engokomoya yamaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Aqaphela ukuthi ayebhekene nengozi enkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa, ngokungafani nenye inzalo ka - Adamu, uJesu wazalwa ngomoya ongcwele, ngakho wayengenabo ubuthakathaka obabungamenza awele esilingweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Abezinye izimvu bababheka kanjani abafowabo abangamaKristu agcotshiwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, ubuthi obukhishwa yisikhunta ngeke bubulawe ukupheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siye sahlola imibono eminingi yezazi ezigxekayo kanye nokwaziswa kweBhayibheli uqobo, ubufakazi bomlando obuseceleni nombono kaJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi njengoba nje kukuncane okungenziwa amatilosi akulezo zikejana ukushintsha leyo misinga enamandla, kuncane kabi okungenziwa osombusazwe ukushintsha ithonya laleli butho lemimoya enamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni iyimfundiso yobuqaba ebonakala sengathi ingeyobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuhlanganisa ukuba abathembekile 'encekwini ethembekileyo neqondayo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Itostada yitortilla eklamuzelayo nethosiwe ofaka kuyo ubhontshisi othosiwe, ulandelise ngenkukhu esikwe izicucu noma enye inyama, nezindilinga zika - anyanisi, bese uthela isauce phezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni yena nababekanye naye abangaba ngu - 600 bathola indawo yokuphephela ehlane lasePharanu, eningizimu yakwaJuda ngasehlane laseSinayi. - 1 Samuweli 23: 13; 25: 1. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lapho ubabonisa okuthile eBhayibhelini bayalalelisisa. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngineminyaka eyishumi, umzala wagula washona, ngakho abazali bami bathi angiyohlala nogogo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngemva kokwabela abafowethu nemikhaya yabo, saba ukudla kwabafundelwa iBhayibheli, izihlobo zabo nomakhelwane boFakazi BakaJehova. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPawulu waluleka amaKristu ayehlala enhloko - dolobha yoMbuso waseRoma: "Nikezani bonke okubafaneleyo,... lowo ofuna udumo, udumo olunjalo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, oFakazi BakaJehova bakukhuthaza ukuba ugxile ekufundeni iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umkhaya woFakazi wanquma ukuthi okungenani ungalondoloza isiqandisi sawo kanye nomshini wokuwasha ukuze kusetshenziswe esikhungweni sokunikeza usizo esiseHholo LoMbuso lendawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - May nango - June, ngezinye izikhathi singathola izinhlobonhlobo zawo lapha, phakathi kwawo okukhona namahle kakhulu ama - Orchis militaris ne - Orchis ustulata. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unyawo lowesifazane alukujwayeli kahle ukulinyazwa elikutholayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isilinganiso seminyaka besenkonzweni yesikhathi esigcwele: 13,5 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikushoyo ngokuvamile kuveza lokho esiyikho ngaphakathi nendlela esibabheka ngayo abanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kwenzeka eminyakeni engama - 28 edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe ngo - 170 C.E., kwenziwa uhlu lwezincwadi 'zeTestamente Elisha' oludala kakhulu olwaziwayo, okuthiwa uCezu LukaMuratori. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ubugovu nokuhaha kwanda, uthando ngoNkulunkulu luyancipha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.