sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Cabanga ngalokhu: Lesi sicabucabu sakhela ubulwembu baso odongeni, ophahleni noma entweni efana naleyo ngokweluka imicu enamathela ngamandla futhi enamandla ngokwanele ukuba imelane nesinambuzane esindizayo lapho sizishayisa kubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ubuhlobo bobulili nomngane wesithathu wesithembu buyongcolisa lelolungiselelo laphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Vumela ubuhle bugxile... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi lencwadi yamsindisa engozini enkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amabutho kaGogi ayobhujiswa ngokuphelele. - Hezekeli 39: 3, 4, 17 - 19; IsAmbulo 19: 17 - 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngimfundela uhlu lwami, waphendula wathi: "Yisimo esivamile lesi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Uyohlala Uhlanzekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi American Values: Opposing Viewpoints ithi: "Kuyo yonke impucuko eyaziwayo, abantu babekholelwa emazweni amabili: elalingase libonwe, nelalingabonakali.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkampani yakwa - Anheuser Busch yanikela ngamanzi okuphuza agcwele iloli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucwaninga okusha kusikisela ukuthi ukudla ngokweqile, ukungawuvivinyi umzimba, nezici zofuzo kuyizizathu eziyinhloko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ufuna uMbuso kaNkulunkulu kuqala ngokushumayela izindaba ezinhle nangokusekela lowomsebenzi ngempahla yakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthando lwashukumisela uJehova ukuba athumele iNdodana yakhe ethandekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho wamnikeza esinye salezi zikhafuthini ayezitholile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esibonga ngayo kufanele, futhi kufanele sizimisele ukwenzani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nabo bayahlanganyela kulo msebenzi wokushumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yenhlekelele yokuqothulwa kwezinto eziphilayo embulungeni yonke, kuye kwavela isici esisha futhi ebesingalindelekile esilwela izilwane - ama - zoo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
12 USIZO LOMNDENI | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikweni lamaSulumane iKaaba yokuqala yanyamalala ngoZamcolo kaNowa, kodwa iTshe Elimnyama lalondolozwa futhi kamuva ingelosi uGabriyeli yalinikeza u - Abrahama, okwathi ngemva kwalokho u - Abrahama wakha kabusha iKaaba futhi leliTshe Elimnyama walibuyisela endaweni yalo efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu sekuphikiswana ngaye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela obekuyocasula ngayo uma abazali bakhe bebesabela ngokumphatha njengomntwana omncane futhi benqaba ukumnikeza inkululeko eyengeziwe ezenzweni zakhe! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, abaningi abakwazi ukuthola ama - video nezihloko ezitholakala kuphela engosini yethu ethi jw.org. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, thina ngabanye asinakulindela isivikelo saphezulu kulokho okubizwa ngokuthi izinhlekelele ezingokwemvelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama lakhe nguJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eshonelwe ngabazali lapho eneminyaka engu - 13, wayebonakala enolaka kanti wayenomusa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphefumulo ocindezelekile udinga 'ukuthokoziswa' kunokuba usolwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ngokunengqondo kungase kulindeleke ukuba sithethelele futhi sikhohlwe ngezinga elingakanani lapho abanye besona? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe umoya kaNkulunkulu waba nesandla kulokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanjalo bangakhamuluka ngenjabulo bathi: "Uyongilonda ekucindezelekeni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangihlala noPaul Andreou, uFakazi ongumGreki waseCyprus, edolobhaneni laseKarakoumi, empumalanga yeKyrenia ogwini olusenyakatho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela yokuphila engayilandela kamuva nayo yangenza ngangavikeleka emathonyeni amaningi amabi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombiko owawukumagazini i - Newsweek, umbhishobhi omkhulu waseCologne, eJalimane, muva nje wathi "emphakathini wethu, akusakhulunywa ngoNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali bangafunda kulokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, uJesu wafundisa abalandeli bakhe ukuba benze ukungcweliswa kwegama likaJehova kube into eza kuqala ekuphileni kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphambene ngokuphelele nalokho, iBhayibheli likhuluma 'ngehlelo labaFarisi' 'nehlelo labaSadusi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abesimame babengaxoxi namadoda emphakathini ngaphandle uma behlobene, futhi kwakuqabukela ubathole befundisa amadoda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho lesiqhingi sibuyiselwa ezweni laseChina ngemva kwempi, kwadingeka ukuba bafunde ulimi lwesiShayina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakho lokhu kuhlobene nezilinganiso zobukhulu bomkhumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziphi izindaba ezikahle esingaxoxa ngazo engxoxweni eyakhayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Kapi na kuzuvha," kuphawula umuntu othile olusa izimbuzi okhuluma isiKwangali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye izingqapheli zomphakathi ziyakhathazeka ngokuthi indlela yokubhala ama - SMS eshintsha ukupelwa kwamagama nohlelo lolimi ilimaza amakhono ezingane olimi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanjalo bangase bacabange: 'Bangabantu abangaphelele njengathi nje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, uVelia wayeya emihlanganweni, ngokuvamile ephuma ekhala ngenxa yokumchapha kwami ngamazwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe wayeyisidlakela futhi eyigeza, noma wayebuthaka ebukeka sengathi uyagula, njengoba imidwebo yabadwebi abahlukahlukene iye yamveza enjalo emakhulwini eminyaka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amasu ayakukulinda, ukuqonda kukugcine. "- IzAga 2: 6, 10, 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi izimo ezintsha ezenza kwadingeka isiqondiso esisha esivela kuNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthola Lapho Ngazalelwa Khona | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMarku waqhubeka ematasa enkonzweni kaJehova, futhi uJehova wambusisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esifundeni saseCreuse izihlahla zikaphayini zaziphuka njengezinti zikamentshisi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uyozibonga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha, uFelicia naye wabhapathizwa waba omunye woFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakho uJesu abuye waqinisekisa leselelesi ngokwethula isithembiso sakhe ngalamazwi: "Ngiqinisile ngiyakutshela namuhla, Uyoba nami ePharadesi." - Luka 23: 42, 43, NW. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqiniseka kuyanda lapho kusekelwe olwazini olunembile, ngakho kumelwe senze isifundo seBhayibheli somuntu siqu, ukufunda kokubili iBhayibheli nezincwadi ezichaza iBhayibheli, kube ingxenye yenqubo yethu yansuku zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukungashadi, 2 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, siza ugcwalise bese uthumela ikhuphoni elingezansi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULuther wathi uCampanus ungumnyundeli nesitha seNdodana kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Muva nje i - Health and Welfare Ministry yaseJapane icele izibhedlela ukuba zilethe imibiko ngokwanda kwezingozi zegazi eline - HIV ezihilela izisebenzi zezokwelapha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyo yonke leyondawo, isintu kwakumelwe sibuse izilwane ngokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wabadala benesipho esiyigugu senkululeko yokuzikhethela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
LAPHO abazali bethu bokuqala bona ensimini yase - Edene, balahlekisela abantwana babo ifa elikhazimulayo - ukukhululeka esonweni nokubhubha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, abacindezelekile kufanele bagxile ezintweni abazenza kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nanamuhla, ngokukamagazini i - World Health, "ubudlova kwabesifazane benzeka kuwo wonke amazwe nakuzo zonke izigaba ezingokwenhlalo nezingokwezomnotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwase kufika kuye abathile babaSadusi abathi akukho ukuvuka kwabafileyo; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Osemusha Owayeka Ulaka | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyakhumbula: "Ngangilinda umkami ahambe aye emsebenzini, ngivuke masinyane bese ngichitha amahora amaningi phambi kwe - computer." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ufake uqhwishi empendulweni yesibili noma yesithathu, imuphi umgomo ongazibekela wona kule ndaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesifazane oneminyaka engu - 35 ubudala uyachaza: "Ngangisanda kubhekana nokukhulelwa kanye nokubeletha okusabekayo, kanti nganginezinkinga ezinkulu ngokwezimali nasekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uJehova akasiphoqi ukuba simkhulekele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze siqonde incazelo egcwele yegama likaNkulunkulu, kumelwe futhi simazi uJehova njengoMvuzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umlobi weBhayibheli wakubeka ngalendlela: "Yonke imibhalo iphefumlelwe uNkulunkulu futhi iyinzuzo ekufundiseni ukholo nokulungisa amaphutha, ekuqondiseni kahle umkhondo wokuphila komuntu nokumqeqesha ekuphileni okuhle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, kunengqondo ukuphetha ngokuthi akajabuli uma esibona sihlupheka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba ucasuke, landela isibonelo sikaPetru. - UmSh. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama lesiGreki elihunyushwe ngokuthi "niluqinisekise" liyigama lomthetho elisho "ukwenza kusebenze." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyoba yini 'isabelo' sikaDaniyeli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kuboniswe esigabeni sokuqala, lapho ngaphinde ngahlangana nobaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Asitshela ukuthi sakhelwe izindlu ezinhle nokuthi azosisiza ngezinto zokuhamba siye lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye izingane ezimbili - uPenny noJoanna - nomyeni wakhe uNick, balele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angikwazi ukuchaza indlela engizizwa kabi ngayo lapho abanye besikhomba futhi bethi, "Kodwa bona kwabalungela." ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye babafundi balandisa lokho ababehlangabezane nakho lapho beshumayela endlini ngendlu, ezitolo nasemigwaqweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi siyaqaphela yini noma cha, isiko lethu lisithonya ngokujulile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abamaziyo uJehova bayazi ukuthi akukho ntshiseko yomzuzu wokugcina eyomhlaba umxhwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Kuyintando kaJehova ukuba wonke amaKristu akhulume naye njalo ngomthandazo, ethulula izinhliziyo zawo kuye futhi lokho ekwenza ngegama leNdodana yakhe ethandekayo, uJesu Kristu. - Johane 14: 6, 13, 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakumelwe lisetshenziswe ngenxa yabantu ababeyokwenza umsebenzi oletha udumo kuLowo uJesu alwela ukumdumisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abeluleki babazali abangabodwa batusa ukuba uqonde imizwa engxoxweni yansuku zonke yezingane zakho, njengalokho ezikushoyo ngabangane bazo basesikoleni noma lokho ezihlela ukukwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singamcela uJehova ukuba asenze sifune ukwamukela amalungelo enkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGEMVA kokuhlubuka e - Edene, eminyakeni engaba izinkulungwane eziyisithupha edlule, futhi nangemva kukaZamcolo wosuku lukaNowa, isintu sahlukana saba amaqembu amabili, noma izinhlangano, enye yakhiwa yilabo ababezama ukukhonza uJehova, enye kungeyalabo ababelandela uSathane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngendlela eqondile nenamandla, uMalaki wadalula labobaholi benkolo abazenzisayo futhi waxwayisa ngokuthi iNkosi yeqiniso yayizokwahlulela. - Malaki 1: 6 - 8; 2: 6 - 9; 3: 1. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezizwa eyize futhi ekhungathekile, wabashiya abangane bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi ezibonela ngawakhe izimangaliso zikaJesu, wayentshontsha imali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani singase sithi ukungaboni ngaso linye phakathi kukaPawulu, uBarnaba noMarku kwalungiswa ngokuthula? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingenye yamastarfish amakhulu kakhulu emhlabeni, afinyelela kumasentimitha angu - 70 ububanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngokudabukisayo abaningi kubabusi bakwa - Israyeli abamlalelanga uNkulunkulu, bazilethela bona nabantu babo usizi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ukusebenzisa imibuzo kuyindlela ephumelelayo yokufundisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela umuntu acabanga ngayo ishintsha kanjani lapho egcotshwa ngomoya ongcwele, futhi yini ebangela lolu shintsho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengeke athumele umuntu kodwa amandla ayisiphekupheku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho - ke umlobi waseJalimane uWerner Heider ethi: "Awukho omunye umfula waseYurophu obaluleke njengeDanube emlandweni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yimuphi umbuzo okabili owabuzwa abafundi bakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Embusweni wakwa - Israyeli wezizwe eziyishumi zasenyakatho kwaqalwa ukukhulekela ithole, ukuze abantu balowo mbuso bangayi kwaJuda ukuyokhulekela uJehova ethempelini lakhe eJerusalema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indodana kaMercator uRumold yaqedela amabalazwe amahlanu ayengakapheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waqhubeka ehumusha esusela ngokuqondile esiHeberwini, futhi ngonyaka ka - 405 C.E., wayeseliqedile iBhayibheli lakhe lesiLatini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwaleyo mpi, imibuso yawa, kwashushiswa nemiphakathi yezinhlanga ezincane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.