sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kamuva, uPawulu wabhala ukuthi wonke amaKristu adinga 'ukuqhubeka esebenzela insindiso yawo ngokwesaba nangokuthuthumela.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yilokho okubonakala kwenzeka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lencwadi inikeza ubufakazi obungokweBhayibheli nobungokomlando bokuthi ngo - 1914, uMbuso kaNkulunkulu waqala ukubusa kwawo okwakulindelwe isikhathi eside ezulwini - kanye nomphumela wokuthi ukuthula kwembulunga yonke kuyofika ngaphambi kokuba kudlule isizukulwane sangalesosikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sihlakaniphile uma sigwema ngisho nomcabango wokulalela izihlubuki.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngathola Injongo Engcono Ekuphileni
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imisebenzi Nemithombo Yokwaziswa Ye - Internet
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufunda nokuzindla ngeZwi likaNkulunkulu nsuku zonke kuzosiza uJoshuwa ukuba akwazi ukubhekana ngokuphumelelayo nezingqinamba asazohlangabezana nazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngasekuqaleni kwawo - 1960, indlunkulu yoFakazi BakaJehova yenza amalungiselelo okuba uJohn Marks wase - Albania owayesethuthele e - United States, ahambele iTiranë ukuze asize ekuhleleni umsebenzi wobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukugqilazwa kwabantu, ngokuvamile okubangelwa impi, kwakwenziwa emhlabeni wonke kusukela ezikhathini zasendulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Hlakulela Uthando NgoNkulunkulu Enganeni, 9 / 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ziye zahlala ewayinini ngoba liyindawo ekahle yokuzalana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezokwelapha ziyathuthuka eTatarstan, futhi ukuhlinzwa ngaphandle kwegazi sekuyinto evamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani igama likaNkulunkulu weBhayibheli, elithi Jehova libhalwe ethempelini lamaGibhithe angamaqaba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inhlanzi ingase izamule lapho ijabule noma lapho ibona isitha noma ibona ukudla, ngazo zonke izikhathi lapho kudingeka isenzo esisheshayo. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(Funda eyoku - 1 Thesalonika 5: 14.)
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungase ngisho kubangele ukwesaba ngokuphathelene nawe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngezinye izikhathi kubonakala sengathi uyabheda uma uthi unomuzwa wokuthi amaphoyisa asivikele, ikakhulukazi uma kuzwakala imibiko yokukhohlakala kwamaphoyisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba kunjalo, ukusebenzisa umoya kuthiwa kungenye yezindlela ezishesha kakhulu, ezishibhe kakhulu zokuphehla amandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UMika uprofetha ukuthi naphezu kwezimo ezingenabulungisa, ubulungisa buyofinyelela zonke izinhlobo zabantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye abazali bazama ukugada izingane zabo ngokweqile, baqaphe yonke into eziyenzayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
2 / 15 Lapho Ingane Ivukela, 1 / 15
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthobeka ngokwako kungase kungahlangani ngalutho nemfundo yomuntu noma isikhundla anaso ekuphileni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi ezinye zezinto ezingacekela phansi umshado?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphambi kokuba ngifunde lesisihloko, nganginomkhuba omubi wokubeka izibuko zami ngizibhekise phansi ngama - lens.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, izikole eziningi nezindawo zokuvivinya umzimba eBudapest nasePrague zasebenza njengezindawo zokuhlala.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Iduna ngalinye likhipha lo msindo osakuhlabelela, ohlukile kowamanye amaduna," futhi "lapho i - loon lilikhulu, iphimbo liyandonda."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, abaphathi benkundla ababakhokhisanga imali eyayizokhokhela izindleko zokuhlanza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuxazulula lezinkinga kwakudinga ulwazi olukhulu lwesayensi yezibalo futhi kwakubonisa ukuba khona kwamakhono athile angokwesayensi ahlobene nesayensi yezibalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
njengokulotshiweyo ukuthi: "Ngikumisile ube nguyise wezizwe eziningi" phambi kwalowo Nkulunkulu akholwa nguye, yena ophilisa abafileyo nobiza okungekho ngokungathi kukhona,
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1985 izinkampane zikagwayi zachitha izigidi eziyi - 8,4 zamaRandi ekukhangiseni kuyiEbony iyodwa. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usho ukuthini "umusa" okukhulunywe ngawo kuMika 6: 8?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, abanye bangase bazibuze: 'Ikhona yini imithi yokwelapha engiyisebenzisayo ethonya imizwelo yami?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaphethwe yiso bazwela kakhulu kumakhemikhali amaningi enziwe umuntu nezinto ezingcolisa umoya, ezisukela entuthwini kagwayi kuya kuyinki osekhasini elibhaliwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakudumaza ekuqaleni, kodwa abangane bami nabantu ngokuvamile babenomusa kakhulu futhi benothando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwangathi ngamunye wethu angazimisela ukulingisa ukholo luka - Abrahama.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaso sonke isikhathi uWells wayegomela ngokuthi akakaze abe nalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe wake wazizwa ngendlela umphostoli uPawulu azizwa ngayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IZwi likaNkulunkulu linamandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuphikelela esimisweni sokutadisha, ukuzindla, nokusebenzisa izimiso zeBhayibheli, singahlala siqiniseka ngethemba lethu njengoJoshuwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Yini ezodingidwa esihlokweni esilandelayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke, ngokunengqondo iBhayibheli likhomba enhliziyweni njengomthombo wenkinga lapho umuntu eqala ukuchezuka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNatasha, ocashunwe ekuqaleni, uthi: "Ngithole ukuthi uma ngilwa nabazali bami, ngiye ngiphucwe amalungelo amaningana ezinto engifuna ukuzenza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufunda ngokuzwakalayo imiBhalo ekhethwe kahle engathinta izinhliziyo zalabo abasilalelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kudumisa iNkosi yokuvuna, kulethe injabulo nasezinhliziyweni zethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufuna kwakhe iqiniso leBhayibheli kwavuzwa, futhi wabonakalisa ukuzinikezela kwakhe kuNkulunkulu weqiniso, uJehova, ngobhapathizo lwamanzi ekuqaleni kwawo - 1920.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi oyedwa wenu noma nobabili niye nangawunaka ngezinga elithile umshado wenu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuguqukela Kuyi - vaudeville
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enguqulweni yakhe, u - Erasmus wayenemininingwane echazayo futhi ehumushele imiBhalo YamaKristu YesiGreki esiLatinini ngendlela ehlukile kweye - Vulgate.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngentwasahlobo elandelayo, ihhovisi legatsha lasicela ukuba sithathe uhambo lokushumayela kuyo yonke iNhlonhlo YaseGaspé, egudla ugu olusempumalanga yeCanada.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, ngemva kwamazwi esethulo, isikhulumi singase sisebenzise imibuzo ukuze siveze amaphuzu ayinhloko okuzoxoxwa ngawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ISANGO LESIGODI
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* "Ngagxilisa ukunakekela kwami ekwazisweni okungaphansi kwesihlokwana esithi 'Abakhalayo, Ababeleselayo'!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyasizwa ngokuqhubekayo ukuba ngibe nolwazi lweBhayibheli olunembe kakhudlwana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, kungcono kakhulu ukuzenza ngengqondo ehluzekile izinqumo mayelana nalokho esiyokwenza lapho kuvela izilingo, kusenokuthula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
MANJE, kunamaphephandaba ansuku zonke angaba ngu - 9 000 asakazwa emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngakusasa, ngathola umsebenzi omusha owawukhokhela ngisho neholo elingcono.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yeka ukuthi kujabulisa kanjani ukubona ngisho nasebegugile bamukela iqiniso futhi bezinikezela kuJehova!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Eqinisweni, umbuso ongakwazi ukwenza imithetho yawo isebenze, awunamandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani lokhu kunukubezwa kwakwenzeka? "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubuhlobo babo buye babizwa ngokuthi "ukuhlangana kokuvuthwa nobusha, komfundi nomfundisi," okwenza uJoshuwa waba "yindoda egxilile, enokwethenjelwa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UToru: "Lapho ngifika emsebenzini, ngaqala ukucabanga kabili kathathu ngedivosi, ngakho ngaphuthumela ekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lawo madoda nemikhaya yawo anikela kakhulu ekuthuthukisweni kokukhulekela kweqiniso ngokufeza ingxenye yawo emsebenzini wokulungisa engasekhaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, umfowabo uJuan indaba yakhe ihlukile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kanjalo," kusho ukulandisa okuphefumulelwe, "uJehova wabahlakazela emhlabeni wonke, bephuma lapho; bayeka ukwakha umuzi." - Genesise 11: 7, 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Enye yathi: "Ngizokulandela, Nkosi; kodwa ngivumele kuqala ngiyovalelisa kwabendlu yami."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wasiza nomlobi weHubo 73 owacishe wayeka ukumkhonza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusishaya Indiva Isono
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuphikiswa Phakathi Nosizi Lwempi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UIrenaeus wakhuluma ngesibindi ngokumelene nemfundiso eyiphutha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubani ngempela owinayo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyobanjani ukujabulela ubuhlobo noNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, waphelelwa umsebenzi futhi waboshwa izikhathi eziningana, sezizonke zaba iminyaka emihlanu nengxenye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwenyanga eyodwa ngiqulekile, ngavuka ngingezwa lutho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma silondoloza ubuqotho bethu kuNkulunkulu phakathi nokulingwa, lokhu kuyosilethela injabulo ehlala njalo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, imithetho evimbelayo yakudala inyamalele yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi: "Ngangingabonisi ngaso sonke isikhathi ukuthi ngangikujabulela ukubabona, kodwa babekhuthazela beza futhi bexoxa nami, ngaqala ukubona ukuthi uMbuso kaNkulunkulu uyoqeda konke ukungabi nabulungisa kwezombangazwe nokwezenhlalo engangilwela ukukuqeda." - IHubo 37: 10, 11; 72: 12 - 14.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Kungani singase sithi lesi akusona isikhathi sokuphulukiswa okungokoqobo ngokuyisimangaliso?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
[INkosi yobuMesiya kaNkulunkulu emisiwe] iyakukhulula umphefumulo wabo okhahlweni nasendluzuleni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yena nomyeni wakhe babephakathi koFakazi bokuqala ePrague ekupheleni kwawo - 1920.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kunokuba ligcwalise lesosidingo, isonto linamathela esimisweni senkonzo sakudala. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sifo, esaziwa ngokuthi i - ciguatera fish poisoning (CFP), sitholakala ezindaweni ezinamahlathi emvula nezishisayo e - Indian nasePacific Ocean, kanye naseCaribbean.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IDenmark yakhiwa iziqhingi ezingu - 483 nenhlonhlo ephumela olwandle isuka ezwekazini laseYurophu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwanelisa Izidingo Zentsha Yanamuhla 3 - 9
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Shushanik the Queen, cishe eyabhalwa ngasekupheleni kwekhulu lesihlanu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amabhayisikobho, 5 / 8
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Laba balizwa iqiniso emazwini kaPawulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho kwenziwa impindelo, kwaqalwa isifundo seBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amazwi nezenzo zikaJesu nako kwembula okuningi ngoNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimpendulo zakho kule mibuzo zingase zikusize ubone ukuthi sesifikile yini isikhathi sokuthenga umbhede omusha noma cha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke ivesi 17 lithi: "IWundlu [uJesu]... liyakubelusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila; noNkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungaba kuhle ukuba ungakhulumi ngezinselele oye wabhekana nazo kuphela kodwa nangezinto ozijabulele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imithi emide, emi yodwa ingaba ingozi ngokufanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Siyobe simelana futhi sidabukisa noJehova, uMthombo womoya ongcwele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umbiko wezindaba we - Worldwatch Institute uthi "ngo - 1998, isilinganiso sezinga lokushisa eMhlabeni saqopha umlando."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma abafileyo bengavuki, 'sisesezonweni zethu,' futhi kuphelile ngalabo abafileyo abasebunyeni noKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, ungayifundisa ingqondo yakho ukuba iwushaye indiva lomsindo, iwubheke njengento okungafanele iyinake.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJESU KRISTU nabafundi bakhe babesendleleni beya eJerusalema.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe akunakwenzeka?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi namasonto ambalwa ngidedelwe, ngahlangana no - Eva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNYAKA AZALWA NGAWO: 1971
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn