sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
▪ Njengoba iBhayibheli lithi uNkulunkulu "wadala zonke izinto," abanye baye bafika esiphethweni sokuthi kumelwe ukuba nguye owadala uDeveli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sabeka amaKristu icala lokuthi afunza "abantu abakhohliseka kalula ngezimfundiso ezithile," ebenza "bakholwe ngaphandle kokucabanga ngendlela ehluzekile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, kulelidolobha elahlelwa kusengaphambili, ukwenza imilingo, amaqembu enza amasiko ngasese, namahlelo kuye kwaqhakaza kakhulu kunanoma iyiphi enye indawo - okuyindlela abantu abasabela ngayo ebuzeni nasesizungwini. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Kungani ukuxolisa kungaba nzima? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuxoxa kwethu ngesiprofetho sikaHoseya kufanele kusisize ukuba siqhubeke sihamba noNkulunkulu sinombono wokuphila okuphakade ezweni elisha alithembisile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo ndlela sona lesi siprofetho esisesahlukweni 35 sigcwaliseka ngokuphawulekayo esikhathini sethu, njengoba kubuyiselwa insali ka - Israyeli ongokomoya ekuchumeni nasempilweni epharadesi elingokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhlungu nezinhlupheko ezicindezela isintu ngokwazo ziyingxenye yobufakazi bokuthi izimo ezingcono sezisondele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okushiwo lapha ukuthi: "Abangane abaningi" babantu abacebile, basuke bengebona abangane balabo bantu ngokwabo, kodwa basuke bengabangane bengcebo yabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akusona Isigwebo Sokufa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingasiza ngamunye wethu ukuba alungise umbono wakhe ekuphileni nalokho agxile kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babekulungele ukulwa uma kwenzeka isitha sihlasela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho umphostoli uPawulu ese - Athene, washumayela izindaba ezinhle esixukwini esasihlanganisa nezazi zefilosofi ezithile ezingamaGreki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkinga Ngokwenziwa Kwezivumelwano | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, kwavela amanye amagciwane abulalayo - amagciwane odokotela ababengawazi ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje uJehova wathi kuMose: 'Yelula isandla uyibambe ngomsila.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Lesi sifundo sikusize ukuba ube nasiphi isimo sengqondo ngenkonzo yakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli alikulahli ukuziphatha kobusha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Into okuyiyona ebangela lesi sifo igciwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa inkinga yayingelona izinga lesivuno uKayini anikela ngaso, ngoba ukulandisa kuthi uJehova wenamela "u - Abela nomnikelo wakhe," kodwa akamenamelanga "uKayini nomnikelo wakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo abaqondiswa umoya ongcwele kaJehova, noma amandla ayisiphekupheku, babonisa isithelo sawo somusa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, "imfuyo" eyizinhlanzi ibeka izinselele eziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenzekani ngemva kokuba iqhude likhale okwesibili? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zokudla eziningi zitusa ukunciphisa isilinganiso senyama ebomvu, inhlanzi nenyama yenkukhu ngosuku kungabi ngaphezu kwamagremu angu - 170. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
24 Imfihlakalo Enkulu Engokwesayensi Yembuliwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho lutho olubi uma umKristu ethola usizo olunjalo - uma elufanelekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ababaleki bangase babe sengozini lapho bebaleka noma besemakamu ababaleki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani UNkulunkulu Evumela Lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uzoyiletha nini imvula? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kokuvikeleka akuthola emhlambini, ibandla lobuKristu, uchayeke kakhulu ekuhlaseleni kukaDeveli, 'ohambahamba njengengonyama ebhongayo, efuna engamshwabadela.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, asikwenze kucace ukuthi akuyona yonke imidlalo ye - video noma ye - computer engathandeki noma enobudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho ngathiyeka kaningi ukuza kini; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, yinye kuphela into eqhama njengesenzakalo esibaluleke kakhulu esikhathini sethu, futhi ngaphandle kwayo zonke ezinye izinto ziyafiphala zibe yize. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPellico wabhala ukuthi ejele wayehlala enesichazamazwi neBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda ukujabulela ukuba nezikhathi ezithile zokungabibikho komsindo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, ukuhluka okuncane ekulandiseni kwamaVangeli kufakazela ukuthi kwakungekho kuvumelana kwangasese. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho owayefuna ukuba umhlangano uphele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPawulu uyaphendula: "Lalelani labo abaholayo phakathi kwenu futhi nizithobe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, kumelwe siwaqonde kanjani amazwi kaJesu 'ngalesi sizukulwane'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AbaShisekeli BeNguquko abangamaProthestani behluleka ukukhipha eziningi zezimfundiso zamanga zabantu nezamasiko ezazingcolisa ukholo lwamaRoma Katolika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayelandisa lendaba ngaphandle kwemizwa yecala, ngoba wayeboshwe ngokungafanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinhlobo eziningi zensimbi ziyathomba ngokwemvelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UHana wayengomunye owasifeza ngokwethembeka isifungo ayesenze kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yisiphi isibonelo sokwethembela kuJehova ngesibindi esanikezwa uMahluleli uGideyoni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo ndlela, akuve kukuhle ukuzijwayeza umkhuba wokufunda iZwi likaNkulunkulu nezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini njalo, sizitadishe futhi sizindle ngalokho esikufundile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, ubhala ukuthi okuningi kwalokhu kumpontshelwa "kungalimaza kakhulu kunokuba kusize cishe kuzo zonke izimo ngaphandle kwalapho umuntu elimele," okwandisa "ingozi yokungenwa i - pneumonia, amagciwane, ukumelwa inhliziyo nokushaywa unhlangothi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yimiphi imibuzo ephakanyiswayo ngomuthi weHubo 1: 3, futhi ikuphi ukukhanyiselwa uIsaya 44: 4 akunikezayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Odokotela baye basabela kanjani kukho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesiprofetho sichaza impi eqhubekayo phakathi kwemibuso emibili emikhulu, "inkosi yasenyakatho" "nenkosi yaseningizimu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuyikhono elalivame ukufundwa ematilosini angomakad 'ebona, mhlawumbe kukaputeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kunzima. "- UDkt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwezivakashi kwakunezikhulu ezithile zikahulumeni, ezakuncoma ezakubona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungayiphi indlela uAbrahama adunyiswa ngayo kakhulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kufanele kube nesikhala phakathi kokudla okushisayo nokunye ukudla esiqandisini ukuze kube nomoya owanele ozopholisa leso sitsha ngokushesha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengalindele ukukhushulelwa isikhundla ezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Lapho kungekho zinkuni umlilo uyacima." - IzAga 26: 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufundiswa komphakathi nocwaningo lwezesayensi, ikakhulukazi ngokuzalaniswa kwezilwane zivalelwe, kubalulekile kulomkhakha omusha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sibonile ukuthi uSathane wabusebenzisa kanjani ubuqili ku - Eva ukuze onakalise ukucabanga kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINGOMA: 224, 217 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho umthandazo wami kuNkulunkulu ngaso sonke isikhathi uye waba ukuthi: 'Ungase unganginiki indawo ePharadesi, kodwa okungenani ngicela ungivumele ngihlale enhlanganweni yakho ngize ngife.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Asikho isidingo sokuba uJehova uNkulunkulu ahlale emkhathini awudala njengoba nje nombazi engahlali ekhabetheni alikhandile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Isizathu esiyinhloko ukuntuleka kokulungiselela," kusho umlobi wencwadi ekhuluma ngesikhathi sokuthandana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa nomShumayeli 7: 7.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uzizwa kanjani ngesibonelo esihle esibekwa yintsha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafuni ukuba nesibopho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babesisiza nasekungeniseni izincwadi zeBhayibheli ejele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, abantu abahlolwa bazwiswa umsindo omkhulu batshelwa ukuthi babengafunda ukuwuthulisa ngokucindezela izinkinobho ezithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu waqhubeka wathi: "Wozani kimi, nina nonke enikhandlekayo nenisindwayo, ngizonenza niqabuleke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyasiza uDaniyeli ukuba ahlakulele ukuthobeka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Edersheim uphawula ukuthi ngaphandle kwamagama asho indodana nendodakazi, amaHeberu asendulo ayenamagama angu - 9 ayesetshenziswa kubantwana, ngalinye lisebenza esigabeni esihlukile sokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINTABA zaseHimalaya! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokomnotho, izinto azilula e - Ukraine. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lelo Zwe Lesithembiso lachazwa 'njengezwe elihle nelibanzi, eligeleza ubisi noju.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye izazi zezenhlalo zize ngisho ziphikise ngokuthi ezizweni zomhlaba ezicebe kakhulu, umphakathi manje usekelwe ekubeni nesikhathi sokuphumula, njengoba inkolo ingomunye umsebenzi owenziwa ngesikhathi sokuphumula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyoba nenkululeko ekucindezelweni ezombangazwe, ezomnotho, nenkolo yamanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo: Uma sicabanga njengoKristu, sishukumiseleka ukuba simelane nesifiso sokuziphindiselela. - 1 Petru 2: 21 - 23. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengo - Ezra, kudingeka silungiselele izinhliziyo zethu ukufunda nokutadisha iZwi likaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi BakaJehova bayakujabula ukunikeza usizo kulabo abafisa ukukhula olwazini lweBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izikhathi eziningi, uma uwenza kahle umsebenzi wakho uzuzisa nabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba sazi ukuthi kubaluleke kangakanani ukuqhubeka sibheke kuJehova, ngezinye izikhathi singaphazamiseka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
A Short History of Christianity, kaMartin E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lisiyala lithi: "Masenze okuhle kubo bonke." - Galathiya 6: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unganakile, uye uzithole ubheke phambili ekuboneni lowo muntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Odokotela abaningi kakhulu bathola amadumela okuba abanesithakazelo kakhulu ezimalini ezinkulu kunasezigulini - futhi eziningi zeziguli zabo zihlela izindlela zokubamangalela ngokuziphatha ngokungafanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlala ngendlela engafanele kungenza ukuba umntanakho angatholi ubisi olwanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Benza kanjalo ngoba lowoMbuso osumisiwe awukawulawuli ngokuphelele umhlaba kodwa uye wavumela imibuso yalelizwe ukuba iqhubeke isebenzisa amandla negunya layo phezu kwazo zonke izizwe nezinhlanga zesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ngokwesiko ayengahlanzekile futhi kanjalo eqé imininingwane yoMthetho KaMose ngokuba phakathi kwesixuku, ukholo lwakhe lwalufanelwe ukuvuzwa. - Levitikusi 15: 25 - 27; qhathanisa namaRoma 9: 30 - 33. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Efingqa izinga ubuKristu bezihlubuki obathonywa ngalo yinkolo yamaGreki yobuqaba, umcwaningi womlando uphawula ukuthi: "Ngokuvamile isisekelo esinobuqaba senkolo yamaKristu asishintshi ezinkolelweni ezithandwayo, kanjalo kufakazele ukuthi isiko lihlala isikhathi eside." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siye sahlala isikhathi eside kangakanani isiBamum? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Safika ngesikhathi esifanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwe - Estado de S. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, abantu bakuleli dolobha bayaphana futhi banomusa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshado uyisibopho sokuphila konke esidinga ukuhlelelwa ngokucophelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babechitha amahora amaningi bexoxa ngokukhulelwa kukaTheresa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusongelwa Kwesihlahla Se - Mahogany | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, mina ngangisebenza emayini yamalahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angisaphuzi, angisabhemi, angisazisebenzisi nezidakamizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uDavies akafinyeleli esiphethweni sokuthi kunoMklami, uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo msebenzi onzima wamthatha iminyaka engu - 8 kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zincishwa uthando, imfundo, isikhathi sokudlala nethuba lokujabulela ubudlelwane nomphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(November 22, 1999) Sasikhuluma ngomkhaya wakwaMajor nendodakazi yabo enhle uJoAnn. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.