sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Lapho umphostoli uPawulu ese - Athene, eGrisi, waphawula ukuthi kunezithixo eziningi nokuthi abantu babekholelwa ukuthi onkulunkulu babo ababebanike ukuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokungazelelwe, kwaqhamuka oFakazi baseCojutepeque. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimiso sangeSonto ekuseni siyophetha ngenkulumo eshukumisayo ethi "Lisho Ukuthini Ifa Lethu Eliyigugu Kuwe?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khuluma noJehova ngaleyo ndaba bese uyishiya ezandleni zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba umshado kaLouise wahlala iminyaka eyisikhombisa yosizi, izinkinga ezingathi sina zavela phakathi namasonto ambalwa beshadile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kungakhathaliseki uhlobo lwazo, noma ngabe ziwumculo othandwa kakhulu wejazz, womzwangedwa, wepop, noma werock, zithandwa kakhulu abevé eshumini elinambili leminyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lufika usizo, kuhle, kodwa ungalulindeli noma ulucele ngoba ukucela usizo kungase kube ukuzidonsela amanzi ngomsele. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cha, ngokuqinisekile zazikhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IsiHeberu sasesishabalele njengolimi oluphilayo, lwesizwe, futhi amaJuda amaningi ayengasasijwayele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungafani naleyo nganekwane yaseBabiloni, ukunemba kweBhayibheli ngeSikhukhula kuqinisa ukuthembela kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho uTom uye walwisana nentukuthelo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwaba usizo kakhulu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - May 9, 1975, lolu - ogani loqalo lwase lulungele ikhonsathi yokwethulwa kwalo emphakathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba abantu abaningi kangaka besebenzisa ulimi olungcolile - futhi kubonakala sengathi kubhekwa ngendlela engafani kuye ngobudala bomuntu - ungase uzibuze kufanele, "Yini embi kangaka ngenhlamba?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uJesu Kristu esemhlabeni, amakhophi emiBhalo YesiHeberu (uGenesise kuya kuMalaki) ayekhona hhayi nje kuphela eJerusalema kodwa futhi ngokusobala nasemasinagogeni aseGalile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, uyoba mncane kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuthobeka, yakha futhi ulondoloze intshiseko ekudumiseni uJehova nasekwaziseni abanye ngezinjongo zakhe ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ayezalwe ngo - 1931, uJohn wayezwile ngobunzima obulethwa impi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa kaJehova, akekho owafa, okuyinto eyamangalisa amasosha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhuphula izinga lokwakheka kwezicubu zomzimba, kwandise izicubu, kukhuphule nezinga lamaenzyme asebenzisa amacalorie emisipheni, kwandise nokushiswa kwamafutha.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lowo mhlangano wagcizelela ukuthi injabulo enkulu itholakala ngokukhonza uJehova! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenzekani Ezikoleni Namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uzipho lukhula lusuka endaweni encane yesicubu esiphilayo lapho kuqala khona i - nail plate, ebizwa ngokuthi i - matrix. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhlala engesabi, amaKristu ayolondoloza ubuhlobo obuhle noJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye baze bathi uJesu akayena umuntu owaphila ngokoqobo emlandweni! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokungazelelwe, umphathi wekamu wema efasiteleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulokhu kwenanana okuhlasimulisayo, ukufa okunjalo kungase kube ukuphindisela ngenxa yobudlova obuthile noma uhlobo oluthile "lokuhlanzwa kohlanga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamanye amazwi, hlala eduze nalabo abakhuluma ukungcola, futhi ungamangali uma ukungcola kuqala ukuphuma emlonyeni wakho! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KwakunguFulgencio de Jesus, u - Esperanza de Jesus noNatividad Santos, esasimbiza ngokuthi uNaty. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isizathu esiyinhloko sokuyiloba kwakuwukuvikela amaKristu ekuhlubukeni nokuwasiza ukuba aqhubeke ehamba ekukhanyeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, asizange sizibone lezo zimangaliso zaphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abamhlophe abaningi baye bashiya amasonto amakhulu futhi baye bangenela izinhlangano zokuzalwa ngokusha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuntuleka kokwesaba igunya okunempilo kuhlangene ngokuqondile nokuntula kwentsha ingokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, insali yabagcotshiwe iye yajoyinwa "isixuku esikhulu," leso ngokufanayo esihalalisela ubuhle bukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cishe abazali bakho bayomangaliswa ukwazi ukuthi uzizwa ngalendlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kungenjalo, ungase ufune ukusebenzela ekubeni ummemezeli ongabhapathiziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngase ngiphila ngokubhema insangu futhi ngaba unkom 'idla yodwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Aaron uthanda ukudlala igalofu nogogo wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenza umzamo ongalungile 'wokukhipha ebandleni' labo ababefisa ukubamukela ngezandla ezifudumele abazalwane abahambela amabandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bebhekisela kulokho bona nezithunywa zevangeli abakanye nazo ababhekana nakho, babonisa ukuthi izinkinga nokukhathazeka kungasingathwa ngokuphumelelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'SENZIWE NGOKUMANGALISAYO' UMDALI OHLAKANIPHILE NONOTHANDO | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPawulu uthi: "Ukhona yini umuntu kini, uma enendaba nomunye, onesibindi sokumangala kwabangalungile, kungabi - kwabangcwele, na?... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sigcine ama - hormone ahlobene nokugayeka kokudla kanye nesisindo somzimba esezingeni elikahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayiyincane kakhulu intuthuko ekuqaleni, futhi umsebenzi wachazwa ngokuthi "uyenyukela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ulondoloze amandla obuchopho njengoba uguga, khetha imisebenzi yokuzilibazisa evivinya ingqondo, funda ulimi olusha, funda ukudlala insimbi yomculo, noma uhileleke ezingxoxweni ezakhayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abesifazane abaningi baye bashaywa, bahlukunyezwa, bahanjiswa benqunu, bahlaziswa ngendlela enonya kakhulu futhi baxoshwa emizini yakubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli linikeza ubufakazi bokuthi amaIsrayeli ayengabantu abafundile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, amaIsrayeli abonisa umusa wothando ngokumlondoloza yena nabendlu yakhe lapho ebhubhisa umuzi waseJeriko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umthetho ophathelene nokukhothoza wawungachazi ukuthi abalimi kufanele babashiyele ukudla okungakanani abampofu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhuluma ngobupristi baseBabiloni lasendulo, uProfesa S. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, abesifazane abangamaKristu kumanje abakhotha amanxeba angokomzwelo ngenxa yokuhlaselwa umdlwenguli bangaqiniseka ukuthi uJehova uyiqonda ngokugcwele imizwa ebuhlungu abanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenzani imisebenzi yasendlini ndawonye, futhi njengoba nisebenza, xoxani - futhi ulalele lapho zikhuluma! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungakugcina kanjani ukuthula emkhayeni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wabeka isibonelo esiphelele sokuthanda uJehova ngayo yonke ingqondo, inhliziyo, umphefumulo namandla akhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho malungiselelo ayokwenziwa okuxhuma umhlangano waminyaka yonke ngezingcingo nezinye izindawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - arteriosclerosis, noma "ukuqina kwemithambo yegazi," kuyimbangela eyinhloko yokufa emazweni amaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Abel, esifunde indaba yakhe ngaphambili kulesi sihloko, uchaza imizwa yakhe ngale ndlela: "Ngangiqala ngqa ukuzwa ngethemba lokuphila phakade emhlabeni oyipharadesi, futhi ngikulindele ngokulangazela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mayelana nokubaluleka kwesiqondiso esihle nokunaka kwabazali, uDavid uthi: "Njalo ebusuku, umama wayesifundela izindaba ezisencwadini ethi Ukusuka EPharadesi Elilahlekile Ukuya EPharadesi Elizuziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho uLars akufunda kwamqhubela ekubhapathizweni - ngoMarch 1940. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba umsebenzi wawuntuleka, ngazibuza ukuthi kwakuzokwenzekani ngokuhlela kwami ukuphayona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi abadla kakhulu bakhetha amacarbohydrate kunezinye izinhlobo zokudla hhayi ngoba behahela amaswidi kodwa futhi ngenxa yokuthi bathanda isinkwa nezinto zokusigcoba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yababaza: "Le ncwadi isindise umshado wami!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singabona ukuthi wonke umuntu kumelwe ukuba wayezizwa ekhululekile - futhi epholile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emkhayeni okukhulunywe ngawo ngenhla, esinye sezizathu ezanikezwa abazali zokuba umbhangqwana osemusha uyeke isifundo sawo seBhayibheli sasiwukuthi babengafuni ukuba abantwana babo babhekwe njengabahlukile noma badingiswe emisebenzini yomphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi uJesu watshela umphostoli uPetru, lapho uPetru ephakamisa isikhali ukuze amvikele: "Buyisela inkemba yakho endaweni yayo, ngokuba bonke abaphatha inkemba bayakubhubha ngenkemba." - Mathewu 26: 52. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyazi ukuthi isibusiso sikaJehova sikhulu emkhayeni wethu ngenxa yokukhonza kwakhe, futhi angikhonondi ngalokho anikela ngakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Umusa kaNkulunkulu wothando wabonakaliswa kanjani kuJosefa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda uzwe ukuthi uJesu wayesho ukuthini lapho ethi kufanele sithande uJehova ngayo yonke inhliziyo yethu, umphefumulo nengqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
inikeza ulwazi ngezihloko eziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngamazwi athi "bagajwa yinjabulo enkulu" nathi "bakhazimulisa uNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Isithombe ekhasini 15]] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho uJesu akhuthaza abalandeli bakhe ukuba bathandaze, nakuba uYise ezazi kahle izidingo zethu eziyisisekelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yezingozi, lo mbiko utusa okulandelayo: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi uJehova akazishintshi izimiso zakhe, siyazi ukuthi kumelwe senzeni ukuze simjabulise. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uhlala endaweni ekhungethwe umalaleveva noma uke waya kuyo, ungazishalazeli lezi zimpawu zawo... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kufika umuntu kini engalethi lokho kufundisa, ningamamukeli endlini yenu, ningambingeleli; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni yamuva nje kuye kwakhulunywa kakhulu ngendaba yamafutha asekudleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngibuyela esikoleni, ngamangala ukubona wonke amakilasi emi egcekeni eduze kwesigxobo sefulegi, cishe izingane ezingu - 800. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyini incazelo yomfanekiso kaJesu wendodana yolahleko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Isaya wayeqiniseka ukuthi ngokusekelwa uJehova, wayeyokwazi ukubhekana nanoma iyiphi inselele ngokuphumelelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, "okuncane kanye nokumesaba uJehova kungcono kunengcebo eningi kanye nokukhathazeka." - IzAga 15: 16. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esihlokweni esandulelayo, sicabangele izici zobumpumputhe obungokoqobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enhlanganweni yezinceku zikaNkulunkulu namuhla, ingxenye ebalulekile ifezwa "amadoda amadala," abadala, abaholayo emabandleni, benikela enjabulweni yabantu bakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IzAga 31: 11 zithi ngowesifazane okhuthele nothembekile: "Inhliziyo yendoda yakhe iyethemba kuye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba bekungelula, kodwa ikhona inqubekela phambili. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi abanalesi sifo baba nalokho okuthiwa ukuziphatha okuzenzakalelayo, lapho bebonakala khona bephile kahle kodwa bangaboni ukuthi side kangakanani isikhathi esesidlulile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, ukudla okuthandwa abantu bakwelinye izwe kungase kungathandeki kubantu bakwelinye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) UmKristu ngamunye kufanele enze izinqumo zakhe ngasiphi isisekelo, eqaphela liphi iqiniso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaMennonite namaqembu ahlobene nawo asuka emazweni angaseMfuleni iRhine eYurophu alibangisa khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabe wenza izinto eziningi ezinhle khona. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, kukhona isimo sengqondo sokungabi nanhlonipho, sokubhuqa, abaningi abasamukelayo ekuphileni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile, kumelwe akhulume nabadala ababili abasingatha ukona kwakhe noma abanye ababili abakhethwa indikimba yabadala ukuba babukeze leyondaba uma acela ukuba kwenziwe kanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyaqhubeka: "Yiqiniso, ziyangifikela izikhathi zokudangala, kodwa kungani wonke umuntu kufanele adangale uma mina ngidangele?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abacwaningi bayakwazi ukuthola noma yiluphi ushintsho ezingeni lokuhlanzeka kwamanzi ngokuhlola izimbaza minyaka yonke ukuze babone amakhemikhali anqwabelene ngaphakathi kuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokunikeza usizo olunjalo olungokoqobo, amalungu ebandla asiza 'ekuthwalisaneni imithwalo yomunye nomunye' futhi ngokwenzenjalo agcwalisa "umthetho kaKristu." - Gal. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ekhophini yawo yesiNgisi kaMay 15, 1897, lomagazini wakhulumela uJakobe 3: 1 - 13 wase uthi ngabadala ngokukhethekile: "Uma benolimi oluqephuzayo lungaba umzila wesibusiso esikhulu, luyisa abaningi eNkosini, iqiniso nendlela yokulunga; noma, ngakolunye uhlangothi, uma lonakaliswe iphutha, ulimi lungenza... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwo, okwakuyobonisa ukuthi isimiso samaJuda kumelwe siphele maduze nje kwakuyizenzakalo, hhayi ukubala izikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uFaro ayenamandla, eqhosha futhi enenkani, wayengakujwayele ukutshelwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impendulo yaba ukuthi: "OFakazi BakaJehova, bazongifundisa iBhayibheli." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwasho umagazini iSeventeen wathi: "Sonke sizibeka icala kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.