sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Angabona isisusa esijulile esishukumisa izipho zethu zesihe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ake sibuyele emuva, cishe ngo - 1480, lapho uFerdinand Magellan ezalwa enyakatho yePortugal, futhi sibheke lendoda ephawulekayo eyathombulula umhlaba nohambo lwayo oluyingqophamlando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiqondiso Esidlula Umzwelo Ongokwemvelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufunda uchungechunge oluthi "Ingabe Indlela Ophila Ngayo Iyakubulala?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba lezizibonelo zithinta inhliziyo, azivamile ezweni lanamuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide wake wathi: "Noma kungenzeka ubaba nomama bangishiye, yebo uJehova yena ubeyongamukela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesinye isichazamazwi seBhayibheli, igama elisetshenziswe eBhayibhelini elithi inhliziyo lisho "ingaphakathi lomuntu" futhi "ngokuyinhloko iwukuphela kwendawo uNkulunkulu ayibhekayo, okukhona kuyo ubuhlobo bomuntu naye obunquma ukuziphatha komuntu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingqapheli eziningi ziphetha ngokuthi isintu sidinga uhulumeni oyedwa wezwe lonke onebutho elinamandla ngokwanele ukuba livikele wonke umuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leli hlelo lamavukana, la maKristu ndini, ahlubuke ebuJudeni, wona awanalutho kulezi zinto! ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ebhapathizwa futhi ethandaza, kungenzeka ukuthi wayecabanga ngamazwi angokwesiprofetho akumaHubo 40: 6 - 8. - Luka 3: 21, funda amaHebheru 10: 5 - 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa imiBhalo ithi: "Wamkhohlisa." - 1 AmaKh. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini esikwazi ukuyibekezelela uma singababhekakade? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile intsha inesidingo esikhulu sokuboniswa uthando nomuzwa wokuthi iyadingeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - United States, izazi zokuhlalisana kwabantu zisafunda ngeqembu labantu ezilibiza ngokuthi "abasengcupheni yobumpofu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, wayefuna ukuqasha oFakazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Oholayo kulokhu kuvukela umbhishobhi omkhulu wamaKatolika aseFrance. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufaneleke kakhulu, leyonceku ethembekileyo neqondayo iye yabizwa ngokuthi umzila kaNkulunkulu wokuxhumana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikomiti Yezisebenzi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu wathumela uZakariya, owayeyindodana kaJehoyada, ukuba axwayise uJehowashi ngokuhlubuka kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala babebuza ukuthi isimiso samaJuda siyophela nini, kodwa impendulo kaJesu yagxila ngokuyinhloko ekutheni "amazulu nomhlaba" kwamanje kuyobhujiswa nini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka uTapper noLatomus babekhathazeke ngokuthi ibalazwe likaMercator leZwe Elingcwele, njengokuhumusha kukaTyndale iBhayibheli, kwakuzokhuthaza abantu ukuba bafunde iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uchungechunge lwezihloko ezisekuqaleni kule Phaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangizame kaningi ukuyeka ngaphambili kodwa kwaba nhlanga zimuka nomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengenhlangano enobunye, zenza intando kaNkulunkulu, njengoba umhubi esho: "Bongani uJehova nina - zingelosi zakhe, nina - maqhawe anamandla enenza okwezwi lakhe nilalela ukukhuluma kwezwi lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhlonipha abanye abashayeli, ngiyakugwema ukucindezeleka ngisize nabanye ukuba benze kanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yini okufanele siyenze uma sikhathazwa 'imicabango esincisha ukuthula' ngenxa yesono esingathí sina? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izikhali Ezincane, Izinkinga Ezinkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, ngeminikelo nezinkonzo, abantu balwela ukuba nobudlelwano obuhle nabafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ImiBhalo iyasitshela: "Izindlebe zakho ziyozwa izwi ngemva kwakho lithi: 'Nansi indlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zisithola kanjani "isikhathi esihle"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EGREECE NJENGOBA isivakashi sanamuhla sehla emagqumeni eThafa laseMarathon, amakhilomitha angu - 40 enyakatho - mpumalanga yase - Athene, eGreece, ngokushesha sigcwala ukuthula nokuzola okungenakuphazanyiswa kwalendawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwaba isishayo esikhulu kumama ngoba eqaphela ukuthi awekho amandla amakhulu ngaphezu kukaJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavid Ussishkin uyavuma: "IBhayibheli lithi uSolomoni wakha iMegido - alisho ukuthi wakha lawo masango ngokuqondile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesifazane othile okuthiwa uGloria wayehlala engxenyeni empofu kakhulu yedolobha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka Imfundo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1979, uMichael wenza isinqumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yathi: "Ukuba nganginabangane abahle abaningi ngangabantu engijwayelene nabo ngangiyolulama ngokushesha kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu anesibopho sokuba alazise igunya futhi alithobele - ngisho nakuba lokhu ekwenza ngendlela elinganiselwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okuhlangenwe nakho kwami kwangaphambili kwangifundisa indlela okungahlakaniphile ngayo ukuthembela embonweni womuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya wakwaChibisov | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunjalo, sikhona yini isizathu sokukholelwa ukuthi sasiyoxhumana noNkulunkulu noma sithole iziyalezo ezikhethekile zivela kuye ngokuqondile ngomkhulumeli ohlala kwenye iplanethi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhuluma nabaphostoli bakhe abathembekile abangu - 11, uJesu wathi: "Ningabangane bami uma nenza lokho enginiyala ngakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Besebenzisa izinsimbi zokulungisa, imidwebo, namapulani angokoqobo, abakhandi bezimoto abake basebenzela abenzi balemoto edumile babenza imikhiqizo "ephelele" yezimoto ezenziwa ngawo - 1950 nawo - 1960 bese beyithengisela abaqongeleli njengeyeqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impela iBhayibheli lithi: "Bonke bonile futhi bayasilela enkazimulweni kaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyabona ukuthi kungani bekungakwenza uzizwe kabuhlungu ngempela. ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwezifo intsha evame ukukhathazwa yizo isifuba somoya, isifo sikashukela, isifo se - sickle cell, izifo ezithelelanayo, isithuthwane, ukusangana nomdlavuza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuqaleni, angase amphathe ngomusa, aze ahloniphe nemibono yakhe engokwenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abantu baseBrithani bephuma ePalestine ngo - 1948, eAleppo kwagqashuka izibhelu ngokumelene namaJuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Nsuku zonke, ngaphambi kokuba ngiphume emnyango, ngigcoba amafutha okuthambisa isikhumba, bese kuthi ngaphezu kwawo ngigcobe umuthi ovikela isikhumba elangeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngacasha ekhoneni ngabe sengithululela inhliziyo yami kuJehova uNkulunkulu ngomthandazo, ngicela isiqondiso sakhe sokubhekana nanoma yini eyayizokwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusindiselwa Ekuphileni Okumi Phakade | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela amatshe, izihlahla ezimfushane zephayini, nezinye izitshalo okuhlelwa ngayo yenza ingadi ibe njengentaba engokwemvelo eyenziwe yaba ncane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho isazi - mlando esingumJuda uFlavius Josephus siqala ukuqamba igama lesiGreki elihunyushwa ngokuthi "ukubusa okungokwasezulwini" cishe emakhulwini angu - 19 eminyaka adlule, walisebenzisa ekubhekiseleni esizweni sakwaIsrayeli sasendulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, umzali osemusha noma umondli wekhaya kungase kudingeke abhekane nokucindezela komsebenzi, umkhaya, nokwabangane ngenxa yokukhubazeka okungase kubangelwe yizinkinga zeqolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba izinganekwane zikaZamcolo ngokuvamile zitholakala phakathi kwabantu abangazange bathintane neBhayibheli kuze kube semakhulwini amuva eminyaka, kungaba yiphutha ukuphikisa ngokuthi bathonywa ukulandisa okungokomBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuphila komKristu kuhilela ukuzidela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, lapho umngane wakhe uMariya emgcoba ikhanda nezinyawo ngamafutha abizayo, abanye babuza: "Kungani esaphazwa la mafutha anamakha?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhulela endaweni lapho abantu babekhulekela onkulunkulu nezithombe eziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ingabe amandla kaNkulunkulu angase adluliselwe kithina bantu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, wakhuluma 'ngesiqinisekiso esigcwele sokuqonda kwabo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, umsebenzi uJesu awuqala kwa - Israyeli - 'wokufakazela iqiniso' - wawuyoqhubeka, wande uze wenziwe embulungeni yonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphumela kwaba iNhlangano YeZizwe Ezihlangene, ngokuyisisekelo eyayinenjongo efana neyenhlangano eyayiyilandela - eyokulondoloza ukuthula komhlaba wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Insiza - kutadisha ethile yeBhayibheli ingase isebenzise umfanekiso onzima kumfundi othile ukuwuqonda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lendoda yahlabeka umxhwele futhi yayifuna ukwazi okwengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amasosha ayehlome ngezibhamu nezinsabula ashaya ujenga emgwaqweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho zibuze, 'Ingabe amazwi engiwakhethayo ayacasula noma ayakha?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusebenzisa izimiso zeBhayibheli ngendlela ebonisa ukuvuthwa kuyasisiza ekwenzeni izinqumo mayelana nendlela esifeza ngayo isibopho sethu 'sokondla labo abangamalungu endlu yethu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sifundile ngobuntu bakhe obukhangayo kanye nalokho okumelwe sikwenze ukuze sijabulele isibusiso sakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangingazi ukuthi ngizothathani ngihlanganise nani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukubonisa ububele kubazali bakho kungakusiza ukuba ukwenze lokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga nje ushayela imoto ehamba ngesivinini esingamakhilomitha angu - 50 ngehora bese kulokhu kuthi lelele imizuzwana eyishumi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulungisa isivuno kuqala ngokubilisa lamantongomane ebhodweni elikhulu elipheka ngesitimu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umthandazo wawunginikeza amandla futhi ungisiza ukuba ngingakhathazeki ngokweqile. "- Filipi 4: 6, 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze umuntu athole isandulela - ngculaza kungadingeka achayeke ezinhlayiyeni eziningana zaso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele akhulume nothile ngakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izahluko 8 kuya ku - 19 yizo ngokuyinhloko eziyimbangela yedumela le - Apocalypse, noma isAmbulo, lokuba yincwadi ebikezela izinhlekelele ezesabekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithini ngakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okufakazela ukujwayelana kukaTheophilus neZwi likaNkulunkulu ukusebenzisa nokubhekisela kwakhe kaningi emibhalweni yeBhayibheli yesiHeberu neyesiGreki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphakathi igcwele impahla yakhe - inqwaba yamatshe amancane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Maduze, uSathane nabalandeli bakhe bazohlasela abakhulekeli bakaJehova ngomzamo wokubaqothula ngokuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe zikhona izinguquko ezincane eningazenza ekhaya ukuze kube lula futhi kuphephe ngabo ukuhambahamba, ukugeza nokwenza ezinye izinto? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPetru wabhala ngokuphathelene namanye amaKristu: "Nibonisa ukholo [kuJesu] futhi nijabula kakhulu ngenjabulo engakhulumeki nekhazinyulisiwe, njengoba namukela isiphetho sokholo lwenu, insindiso yemiphefumulo yenu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZIBHAMU seziphinde zaqhuma ngokuphindaphindiwe kulo lonke elaseSarajevo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibonisa izimiso eziphakeme, njengezenzo ezingenabugovu ukuze usize abanye. - w17.10, k. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Ngajabula ngoba ngangibabulele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyiphi inselele esibhekene nayo, futhi isishiya namiphi imibuzo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njalo kusihlwa nganginyonyoba ngiphume endlini yethu yokulala ngiye kuMfoweth 'uLicznerski. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphendula: "Yebo kunjalo!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Baklabalasa ngenjabulo bebanga umsindo ovala izindlebe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwamenza wacindezeleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, labo abasebasha kumelwe baqaphe bangaphelelwa isineke lapho benganikwa umsebenzi owengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, amadolobha ayakhiwa izifiki aqala ukuba nezindawo zamaShayina zokuwasha izingubo, izindawo zokudla, izimakethe noma amasimu emifino. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlola kwathola ukuthi inkampane ethile ezimele yomthuthambi yayiye yathatha imiphongolo enoketshezi olunobuthi kwenye inkampane yayoyilahla endaweni eyayiyipulazi lezinkukhu ngaphambili, ngezinye izikhathi yayiyichitha le miphongolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwephephandaba laseJalimane i - Welt, "izingane eziningi zikhula zisaba umphakathi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abesifazane abakhulelwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafelwe bamema abaculi, bathenge amabhokisi kabhiya nojeke bewayini elenziwe ngesundu, futhi balungiselele inkabi noma imbuzi ezohlatshwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze zithole ukwaziswa okugcwele, zinganikezwa incwadi ethi OFakazi BakaJehova - Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu, ithuluzi elihle elikufanelekelayo ukubekwa emashalofini ezincwadi emitapo yomphakathi neyesizwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, kunoRay, oseminyakeni yama - 50 ubudala, owayendizisa ifulege kwezeMpi zaseU.S. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho sobathathu saqonda kulelo dolobha, elaliqhele ngamakhilomitha angaba ngu - 75. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokubona izisebenzi eziningi ezisebenza kanzima zikhonza uJehova ngokujabula egatsheni laseMexico, omunye osemusha ofundelwayo wahlabeka umxhwele waze wabuza: "Kufanele ngenzeni ukuze ngihlale lapha?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.