sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Kwangathi singalulawula ulimi lwethu ukuze lwelaphe kunokuba lulimaze.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Udadewethu omdala wayenengubo eyayibonakala iyinhle okhalweni lwakhe olume kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngase ngineminyaka engaphezu kwengu - 20 ngilulindile lolo suku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho kunengqondo ukuphetha ngokuthi ukuvuselwa ezulwini kwamaKristu athembekile sekuqalile, nakuba kungabonakali kubantu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usikisela ukuthi enze izigijimi zawo zibe 'lula' futhi 'zishaye emhloleni.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma umbheka manje, ngeke ukholwe ukuthi le nceku ekhonzayo ethobekile yake yaba umphangi wamabhange ohlomile futhi ononya!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayenothando nobungane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KumaKristu agcotshiwe, lowo mvuzo uyoba ukuphila okungenakufa ezulwini njengababusi abakanye noJesu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho impukane enegciwane iluma umuntu, ishiya amaqhimiza esibungu (Onchocerca volvulus).
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaningi bazifuna eBhayibhelini, ngoba beqaphela ukuhlakanipha kwalo okuphakeme. - IzAga 2: 6, 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokuhamba kwesikhathi, ukubekezelelana akubange kusabhekwa ngisho nanjengobubi obuncane kunalobu obunye obubili, kodwa njengomvikeli wenkululeko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba isifo sokulala sibulala uma singalashiwe, zikhona izidakamizwa zokuselapha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwezizathu ezinikeziwe kukhona isizungu esibangwa ukungashadi abakwenziswa ngempoqo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa uJehova wenza okungaphezu kokuqaphela ukucindezeleka kwethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
kuphendula uSally, "hhayi umyeni wami!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphumela Wawo Ensimbini
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwenguqulo yanamuhla, afundeka kanje:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lichaza izinga lokwethembeka kukaJesu ngala mazwi adumile: "Kungakhathaliseki ukuthi ziningi kangakanani izithembiso zikaNkulunkulu, ziye zaba nguYebo [ngaye]."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, kamuva abashushisi babo bakhononda: "Bhekani!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkosikazi egama layo linguJune ithi, "Kunezikhathi lapho ngehlela khona ngezansi uma kunenkinga, ukuze umyeni wami ajabule, kodwa ngezinye izikhathi naye wenza okufanayo kimi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukunciphisa Inyathi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova baye bafunda ukuthi ubudlova basekhaya buyisibonelo soqobo salokho iBhayibheli elakubikezela ngalezinsuku zokugcina, lapho abaningi babeyoba "abaxhaphazayo," "abangenalo uthando lwemvelo," kanye "nabanolaka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje kucatshangwa ukuthi i - ADHD ihlobene nokuphazamiseka kwemisebenzi ethile yobuchopho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Singakubonisa kanjani ukuthi ukubhapathizwa kwethu kusho ukuqala kokuphila kokwenza inkonzo engcwele kuNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuhamba kwesikhathi, ngisho nokubamba ikamu noma isixubho kwakwenza isandla sakhe sibe buhlungu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe amaKristu angazithethelela izono?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke kwenzeka kanjalo ukuba abantu baqale ukukhumbula nokuhlola lezizenzakalo zangaphambili futhi baqale ukuphawula izinto ezifanayo eziphawulekayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho - ke, liyini ikusasa lalabo abaseShiyoli (eHayidesi) nalabo abaseGehena?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ngemva kokusabela kwabo kokuqala, cishe bayoyilawula imizwelo yabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ngicabanga ngakho konke okubi engikwenzile, ngiba nomuzwa wokuthi akekho umuntu oyoke angithande, ngisho noJehova. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isizathu Sokuba Imfundiso Yenkolo Yenkululeko Ingabi Ikhambi
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNorberto wafunda ukufunda futhi useke wanikeza ngisho nezinkulumo emihlanganweni yebandla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinsukwini ezimbalwa ngaphambi nje kwalokho, kwakugulukudele indoda ethile yadubula abantwana abangu - 16 nothisha wabo bafa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, cabanga ngombhalo odidayo okuMathewu 5: 3, othi: "Babusisiwe abampofu emoyeni."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, kwenziwa amalungiselelo akhethekile ukuze kuhlonishwe onembeza bala maHeberu amane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umgomo kwakuwukuhlasela nokubulala izimpukane ezimnyama lapho zisenganqobeka khona kalula - lapho zisesesigabeni sokuba amaqhimiza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amabutho ayedinga amahhashi anamandla ayengeke athuswe umsindo wempi nayezoba namandla okuthwala izimpahla ezisindayo endaweni emangelengele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sashaqeka lapho sizwa ukuthi sasimi phezu kwayo!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EBrithani: "Njalo ngemizuzu eyisithupha kukhona odlwengulwayo, oshaywayo noma ogwazwayo ekhaya ndawana - thile eBrithani.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - World Health Organization ifaka ukusebenzisa kabi utshwala phakathi kwezinto eziphezulu ohlwini eziyingozi empilweni emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyasiqinisekisa: "UNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga, nandodana yomuntu ukuba azisole; ushilo, angayikukwenza, na?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wabhala: "U - Aristarku isithunjwa esikanye nami uyakhonza kini, kanjalo noMarku umzala kaBarnaba, (enamukela imiyalo ngokuphathelene naye ukuba nimamukele uma kwenzeka efika kini,) kanye noJesu obizwa ngokuthi uJustu, laba bengabanye balabo abasokile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izingwe, izingulule, amankentshane nezimpisi zihlasela noma yiziphi izilwane ezisala ngemuva noma ezihlukana nomhlambi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze asize uPetru amukele leli lungiselelo, uJehova wambonisa umbono amtshela kuwo ukuthi 'ayeke ukubiza izinto uNkulunkulu azihlanzile ngokuthi zingcolile.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ezinye izindima zeBhayibheli zibonisa ukuthi akabusi yedwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumnandi ukuthi ingadi yami inginika umfutho wokuxoxa nabantu ngoMdali lapho ngichaza indlela emangalisayo izihlahla zami nezitshalo ezinhlobonhlobo eziklanywe ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabanga okwakungenzeka emhlanganweni omkhulu woFakazi BakaJehova, uma kokubili uMnyango Wokuhlanza noMnyango Wenkonzo Yokudla yayinikezwe umthwalo wemfanelo wokuhlanza izindawo zokudla, noma uma kokubili uMnyango Wabalindi noMnyango Wezokucwilisa yayabelwe ukuqondisa izibukeli phakathi nobhapathizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Linikeza imithetho yokuziphatha umuntu okufanele aphile ngayo, futhi liqondisa abantu endleleni yempumelelo nenjabulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Fest, ikhasi 285) Lomlobi waseJalimane uFest uyanezela: "Okunye kokuqhosha okunxanye kwalochwepheshe kuyavela emazwini kaHöss athi: 'Ngentando yeReichsführer yamaSS [uHeinrich Himmler], iAuschwitz yaba isikhungo sokubulala abantu esikhulu kunazo zonke ezake zaba khona,' noma lapho ekhomba ngokwaneliseka komhleli ophumelelayo ukuthi amakamelo okuhila ngegesi ekamu lakhe siqu ayenamandla aphindwe kashumi kunalawo aseTreblinka."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isihloko sesibili siqokomisa izibonelo zabantu abaye benza u - Yebo wabo washo uYebo futhi sikhuthaza amaKristu abhapathiziwe ukuba afeze u - Yebo wawo obaluleke kakhulu. - Math.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela Izimiso ZeBhayibheli
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Besebenzisa loku kulandisa kweBhayibheli, uMfoweth 'u - Evans noPaulson bagcizelela inzuzo yokubamba iqhaza kwabesifazane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - February 20, kwase kulungiswe engu - 830.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimo sengqondo esiqondile singisiza nokuba ngiphendule emihlanganweni yobuKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngithola ukuthi inhlamba iyinsakavukela phakathi kwentsha namuhla. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abanye abanovalo ngokuba phakathi kwabantu besaba cishe zonke izimo ezihilela ukuhlangana nabanye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sino - Ann sicabanga ukuthi ayikho indawo engcono kunale esasingayikhetha ukuba sikhulisele kuyo umkhaya wethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Izisulu eziningi futhi ziye zangenwa yileligciwane ngokuhlanganyela izinalithi noma imijovo, ngokuvamile ekusebenziseni kabi izidakamizwa, nomuntu onegciwane i - HIV.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubaluleke kangakanani ukulwela ukubusa kukaJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zifike ngesikhathi esifanele!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, izinzuzo zomhlatshelo wesihlengo kaKristu zitholakala ngokungakhethi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa abaningi bebengakugwema ukuba nalesifo ukuba bebegweme ukuziphatha okubi ngokobulili, ukusebenzisa kabi izinhlobo ezithile zezidakamizwa, kanye nokumpontshelwa igazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwaleli vesi, lapho uSolomoni efa, indodana yakhe uRehobowamu yaba inkosi ineminyaka engu - 41, unina "kunguNahama umAmonikazi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngentwasahlobo ka - 1945, ngemva kokuba sengisebenze kanzima iminyaka engaphezu kwemithathu njengesiboshwa sempi, amaJapane akuleyondawo anikezela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukhuni, ngokuvamile lomsedari, oluloleka kalula, luyasahwa lube yizinti eziphalwe kahle, zavulwa umsele, ezingaba ingxenye yobukhulu bepensela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khona - ke uSteven wakwazi ukunqoba isizungu sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amagama esiHeberu nawesiGreki ahunyushwe ngokuthi "ukuzinikezela" noma "ukugcotshwa" asebenza kuphi ngokuyinhloko?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Imfucumfucu Yenuzi Ebulalayo Iyanqwabelana Nakuba Kungenakhambi Elisobala Elitholakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusuka embotshaneni emise okweqanda, sifika endlebeni engaphakathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu bakaJehova banjengesizwe esikhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Qhubeka Uphishekela Ukulunga!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangikhathele ngiyingcuba, ngikhathele ngendlela engingakaze ngikhathale ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sasisanda kubona isivinini esikhulu sengulule emangalisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini engakusiza ukuba uhlaziye ikhono lakho lokushayela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sikukhuthaza ukuba uhlole izimfundiso nemikhuba yoFakazi BakaJehova ukuze uthole isizathu esenza babe nabo ngempela ubunye bomhlaba wonke. - Johane 13: 34, 35; 1 Korinte 13: 4 - 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuwumphikisi, uSathane uDeveli, owathi: "Aniyikufa nokufa."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, izazi zefilosofi ezingamaGreki zazicabanga ukuthi ukukhanya kuphuma ehlweni lomuntu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, izincwadi, ukuzijabulisa, futhi cishe yonke impucuko yesintu yonakaliswe ukungcola okungokokuziphatha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Landisa okuhlangenwe nakho okugcizelela ukubaluleka kwesivikelo esingokomoya?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Futhi njengoMdali onothando, wenza ukugcwalisa lowo myalo kwaba yinjabulo endodeni nomkayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyaqondakala - ke ukuthi kungani i - Iceland yayithinteke kakhulu futhi yalahlekelwa umphakathi ongamaphesenti angaba ngu - 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amagama nendlela yokukhuluma kungase kushintshe ngokuphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abazali baye bazitotosa izingane zabo eziyiziThulu noma besaba ukuzidedela zizihlanganise nabantu bangaphandle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Bonke abantu bayasizana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wabaxwayisa: "Bayoninikela ezinkantolo zendawo, futhi banibhaxabule emasinagogeni abo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sekuseduze ukuba kwenzeke lokho kanye. - Genesise 18: 23 - 32; Duteronomi 32: 4; IHubo 37: 9, 10, 38.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Incwadi kaJobe ngokwayo ibonisa ukuthi uJobe wayengeyena kuphela umuntu ophilayo owamukelwa uNkulunkulu njengothembekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngangisagula kakhulu, futhi odade bathola ubunzima ekungilulamiseni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Unempilo enhle ngoba uyashukuma," kwaphetha uDkt.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kubonakala sengathi ukuvivinywa kukaJobe kwenzeka esikhathini esithile phakathi nokufa kukaJosefa nalapho uMose ezibonakalisa eqotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokudonsa isigwebo sokuqala, ubaba wathola izinsuku zokuphumula ezingamasonto amabili, ezalandelwa elinye icala eliqulwa yinkantolo yezempi nezinsuku ezingu - 90 ezengeziwe esejele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Labo kithi abangenawo amalimi kufanele bawazise umzamo omkhulu owenziwa yilabo abanawo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(NgoApril) IVietnam imemezela ukuhoxiswa kwawo wonke amabutho ezempi eKampuchea ngoSeptember 30.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Singabona ukuthi kungani uPawulu abhalela amaKristu ase - Efesu amazwi anamandla kangaka uma sikhumbula ukuthi lowomuzi wawunedumela elibi ngenxa yokuziphatha kwawo okonakele nokukhulekela izithombe kobuqaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yebo, sonke isintu esilalelayo singathola isibusiso sikaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zonke izinsuku amalungu eNdikimba Ebusayo YoFakazi BakaJehova ayenikeza izinkulumo futhi kwakuba nemibiko yakwamanye amazwe eyayinandisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, endaweni yomsebenzi abafokazi ngokuvamile babandlululwa kakhulu ngenxa yokuma kwabo kokuba abezizwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lingasho ukuthini igama elithi "umoya"?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uzibone ukuthi unayo yini inkinga yobandlululo, cabanga ngalesi simo: Ake sithi uhamba wedwa emgwaqweni ebusuku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
EJapane, igama elithi "izilo" libhekisela ezidalweni ezivunyelwayo kulenkathi yonyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn