sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngaleso sikhathi, amaKristu amaningi agcotshwe ngomoya ayekhonza ebandleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho eneminyaka engu - 12, washaywa unhlangothi futhi kwatholakala ukuthi unesimila ebuchosheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunezinhlobo zeminyezane nobhabhulini ezingaphezu kuka - 350, ngokuvamile kunowodwa othakazelisayo - i - weeping willow. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yathi: "Lesi sihloko besithakazelisa kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengethuluzi elivumayo ezandleni zaphezulu, wamelana nazo zonke izilingo zokuba avumele "ikhandlela lakhe" ukuba likhanye ukwedlula ukukhanya kwaphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi ama - Israyeli asola uMose ngokuntuleka kwamanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ulwazi lweZwi likaNkulunkulu lwalugxila enhliziyweni yami, ngatshela ubaba ukuthi ngangingeke ngisahamba naye ukuyokwenza iminikelo kwabafileyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nganezela nenyama engenamafutha ekudleni kwami, njengenyama yenkukhu noma yenhlanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kule ndawo yokunyathelisa kugcinwa izincwadi ezisekelwe eBhayibhelini ngezilimi ezingaba ngu - 380. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ukuphikelela kukaFred kwaba nomvuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Petersburg, uhambo olungaba amakhilomitha angu - 6 500. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izizathu Ezine Zokubambisana Nabo Ngokuzithandela | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ngikhipha izingubo zami epotimendeni, ngathola incwadi ethi Deliverance. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe bheka ethi IBhayibheli - Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu?, enyatheliswa i - Watchtower Bible and Tract Society of New York, Inc. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angazi ukuthi ngathandaza isikhathi eside kangakanani, kodwa ngabukeza umlando wami futhi nganxusa uJehova ngokuzisola ukuba angithethelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amafilosofi kanye nezinhlangano zezombangazwe nazo ziye zafinyelela isikhundla sobumesiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Samangala lapho uthisha ebabuza ngeziNtaba ZaseSwitzerland. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokudabukisayo, iningi lenzalo ka - Adamu alizange lifane no - Abela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, izingane ziyohlala ziyizingane futhi ezinye zithambekele kokungafanele, zize ziphume nasendleleni imbala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uJehova enguNkulunkulu weqiniso, landelani yena. "- 1 AmaKhosi 18: 21. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile sahlulela kabi noma kahle ngokubukeka kwangaphandle kukodwa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunesilinganiso esingu - 5,9 esikalini sikaRichter. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babekela eceleni iminako yabo balandela uJesu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ungakhulumi ngesimo sakho emthandazweni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intsha yayibhekwa njengabantu asebekhulile futhi kwakulindelwe ukuba iziphathe njengabo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Icabangela lokhu kuhlola okuhlaziyiwe, i - British Medical Bulletin ka - 1992 yaphawula ukuthi kungenzeka ukuthi "i - oestrogen engavimbeli inzalo yandisa ingozi yokungenwa umdlavuza wamabele ngo - 30 - 50%" ngemva kokusetshenziswa isikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nenkonzo yakhe, wabonisa ngisho nangezindlela ezincane, ezingaqondile, ukuthi wayebethemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bainton ngokuqondile uthi: "Impi inozwela kakhulu lapho uNkulunkulu engahilelekile kuyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ubuhle bakhe babugcina ngaphandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phawula indlelaimivubukulo nomlandookuqinisekisa ngayo umlando weBhayibheli | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezwa senginesiyezi sekunzima nokuphefumula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengodokotela, ingabe wakuthola kunzima ukukholelwa kuMdali? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela kuleso siqalo esiphansi, uJehova uye waqhubeka ebusisa ukumenyezelwa okwandayo kwezindaba ezinhle kuleyo ngxenye yomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihlabathi esiningi kangako sisenza siyiqonde inkulumo eseBhayibhelini ethi 'isihlabathi esisogwini lolwandle.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
LESI akusona isikole esibizayo esingesona esikahulumeni noma iyunivesithi ephakeme okungafunda kuyo abakhethiwe kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho, waphathiswa umnyango wabazobeletha eSibhedlela SaseSt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engasivimba singayitholi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - cerumen isetshenziselwa ukwakha uhlaka lwezinsika ezimile nezivundlile, ezihlanganiswe zaqina. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba nje ulimi nezithombe kuhluka isizukulwane ngesizukulwane, nendlela yokubhala iyahluka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkululeko engokwenkolo injengengxenye yesisekelo sesakhiwo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshini okopishayo, unyathelise ube yifax oqondiswa yicomputer yomuntu siqu nawo uyithemba lakusasa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abanye bangase bazibuze ukuthi uNkulunkulu unesithakazelo ngempela yini sokwenza abantu bamazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sazi, kuyintando yakhe ukuba izindaba ezinhle zishunyayelwe emhlabeni wonke ngaphambi kokuba kufike ukuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuma - bacterium angu - 4 600 asohlwini, acishe abe ngu - 300 kuphela okucatshangelwa ukuthi adala izifo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abantu abaningi baye bakhonza uJehova ngokujabula ngaphandle komngane womshado. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho lapho kuphakama izimo ezifanayo namuhla, izinhloko zemikhaya kumelwe ziqhathanise noma iziphi izinzuzo zezinto ezibonakalayo umsebenzi okude ongase uzilethe nokulimala okungokomoya nokungokomzwelo ngenxa yokuhlukana isikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMama wangisiza ukuba ngibe nesineke futhi ngingalindeli ukululama ngobusuku obubodwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Wayengowesinye Isizwe Futhi Edingisiwe' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi uHezekiya wabonisa izikhulu ezazivela eBhabhiloni "konke okwakutholakala engcebweni yakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakujabulela engakufunda koFakazi, kodwa ubuntu bami babuhluke ngokuphelele kobabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abafana nabo bangaba nothando lokuthatheka olufanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, banikela ngesikhathi nangamandla abo kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezemidlalo Ngiyabonga ngesihloko esithi "Ingabe UNkulunkulu Uthatha Uhlangothi Kwezemidlalo?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ushintsho oluncane lungase lubonakale lungasho lutho kumuntu ovamile, ukushintsha kwendinganiso ngokuphelele kungadala ukudideka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imikhuba yethu emihle ibonisa ukujula kothando lwethu ngabo. - 6 / 15, ikhasi 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Endleleni, ubona izintaba, amahlathi, izimpophoma nolwandle okukushiya ukhexile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, izinyawo zesigcilikisha zifana nezandla, futhi zibambelela zithi né ngokumangalisayo ezindaweni ezibushelelezi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuluhlobo luni lwezindlu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umculo ungakhalela phezulu kangangokuba izimenywa zingabe zisakwazi ukuxoxa ngokukhululekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi kuwukuhlakanipha ukuhlelela ikusasa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yosizo ezazilunikeza, izifutho ze - aerosol zazithandwa kakhulu - kwaze kwaba yilapho ukucwaninga okungokwesayensi kubonisa ukuthi zazinikela ekubhujisweni kongwengwezi lwe - ozone oluvikela umhlaba, eqinisweni ngokushesha kakhulu kunokuba kwakuke kwacatshangwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1919, uCharlie Chaplin, uDouglas Fairbanks, uDavid W. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Maduze nje, lowo Mbuso wasezulwini kuzoba ukuphela kwawo obusa isintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, jabula! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizani niqhubeke ninyathelisa izihloko ezinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu bazikhohlisa ngisho kwabona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanye wawancoma ngothando, ukholo, umshikashika wawo enkonzweni, ukukhuthazela nokuba qotho kwawo egameni nasezwini lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyokusiza ukuba uziphathe ngokuvumelana neseluleko sikaPetru kwabagcotshiwe: "Uma nibiza uBaba owahlulela umsebenzi womuntu ngamunye ngokungakhethi, ziphatheni ngokwesaba phakathi nesikhathi sobufokazi." - 1 Petru 1: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo somphostoli uPawulu sokuba nobungane nokwazisa samenza waba ongenekayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho intombazane ethile yasesikoleni saseNew Jersey, e - U.S.A., iphatheka kabi futhi iphuma ekilasini, othile ofunda nayo wayilandela baya endlini yangasese. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nangaphambi kwalokhu - phakathi nekhulu le - 19 - abanye abafundi beBhayibheli babeke basikisela ukuthi ngokunokwenzeka u - 1914 unyaka ophawuliwe esiprofethweni seBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kokusho amazwi ayisikhuthazo, abadala bangabakhuthaza kanjani abanye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi kwakudingeka ngisuke ngihambe ngikushiye ngokoqobo ukudla etafuleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka isibusiso lokho okungaba yiso! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubelokhu enomuzwa wokuthi uJehova ufanelwe okungcono kakhulu esingamnika kona - isimiso asisebenzisa kuye uqobo njengenceku kaNkulunkulu nanjengomama. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizama ukubonisa umoya uPawulu anxusa ababengamaKristu kanye naye osukwini lwakhe ukuba babe nawo: "Jabulani eNkosini ngaso sonke isikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1943 B.C.E., lapho u - Abrahama eneminyaka engu - 75 ubudala, wasuka eHarana waya ezweni laseKhanani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umhubi wahlabelela: "Wozani, nina madodana, ngilaleleni; ngizonifundisa ukumesaba uJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wonke umuntu uyabhekana nalokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi asemthandazweni oyisibonelo athi "ungasingenisi esilingweni" asikhumbuza okwenzeka kuJesu ngemva nje kokubhapathizwa kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ubulukhuni' lapha ngokuyisisekelo busho ukuqina, njengokungathi imbozwe uqweqwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ama - "alveolus" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imaphi amathuba amangalisayo ajatshulelwa amaKristu amaningi asemasha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu nezenzakalo kuyaguquguquka, kodwa uJehova ulokhu ebathuthukisa abantu bakhe, eqikelela ukuthi bayachuma ngokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqeqesha Unembeza | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uphahla olusandilinga nemibhoshongo ecijile yamasonto amaningi aseMalta kwembula isizinda sayo esingokwenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha nje lapho ngifika endaweni yombukiso, ngaphawula ukuthi konke kwakuklanyelwe ukwenza umphakathi uzizwe ulithanda lelizwe laseArabia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthatha iminyaka eminingi ngabaningi bethu ukufunda indlela yokulawula izifiso ezinjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Unendaba ngempela yini uJehova nokuthi uyalazi futhi uyalisebenzisa igama lakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, ngemva kwesikhashana ebhale eyoku - 1 Korinte, uPawulu waya eMakedoniya ngendlela edlula eTrowa, lapho ayilobela khona eyesi - 2 Korinte. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Uzizwa kanjani ngelungelo lokubhapathizwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, uJehova wayengathokozi ngokuba manqikanqika kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zama ukucabanga ngesimo esifanayo esithintwe eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo lwangempela nengokomoya kubalulekile ukuze uphile ukuphila okugculisayo nokujabulisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngendlela okwenzeka ngayo lokho ezintweni ezimbili okumelwe ukhethe maqondana nazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuyodingeka uqhubeke ulalela lesosiyalezo uma nje sisasebenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba Munye Nemvelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengesiguli esisesibhedlela, ososayensi besimo sezulu bazigade ngabomvu izimpawu eziyinhloko zomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa eminyakeni ethile kamuva lapho leliphayona ehngashadile nalo lishada, laqaphela indlela ukusekela kothando komfazi okubaluleke ngayo enjabulweni yomshado. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunobuhlobo bothando nenjabulo phakathi komphostoli uPawulu nombhangqwana oshadile ongamaKristu wekhulu lokuqala, u - Akwila noPriska. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.