sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngenxa yalengcebo enkulu, iHollywood ikhiqizela umhlaba okokuzijabulisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ezimweni eziningi akudingekile, ngoba "uthando lumboza izono eziningi." - 1 Petru 4: 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungakuvumeli Ukugula Kukuphuce Injabulo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezweni kuvamile ngabazali ukuqongelelela izingane zabo imali yemfundo yesikhathi esizayo nokushada ukuze bazenzele isiqalo esihle ekuphileni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyamthanda uJehova futhi ungaqiniseka ngokuthi usakukhathalela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ISydney Harbour Bridge, e - Australia (elisakhothamo) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, ukufinyelela "zonke izinhlobo zabantu" ngezindaba ezinhle kunomqondo okhethekile ngoFakazi BakaJehova eBelgium. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi emazweni amaningi, kuye kwadingeka ukuba kwandiswe izakhiwo zegatsha noma kutholakale ezinkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPrincip, wabulala inkosikazi yenkosana ngephutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha, kwacaca ukuthi abesifazane bangalithola igciwane ngobulili obuvamile nokuthi basengozini ngokukhethekile yokulithola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isenzo sejaji sasinomphumela ofanayo njengezwi lesivikelo lesikhashana, ngoba noma nini lapho uDuplessis ezama ukusebenzisa lo mthetho, wayeyovinjwa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasisithanda lesisabelo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Base bekhululiwe eBhabhiloni ngemva kweminyaka engu - 70 bethunjiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanjalo isheshela ekuxhakathisweni ukufa njengenyoni iyongena ogibeni! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubikwa ukuthi isazi sefilosofi saseGrisi yasendulo, u - Epicurus, sasikholelwa ukuthi 'onkulunkulu bakude kakhulu ukuthi bangalimaza noma basize abantu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa, enye ihamba ngoba ingazi ukuthi ifuna ukwenzani lapho iqeda esikoleni, bese ifuna ukuchitha isikhathi ikwelinye izwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Imicabango yokhutheleyo isenzuzweni, kepha eyabo bonke abaphangisayo isekusweleni kuphela." - izAga 21: 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, uJesu akazange alokothe asebenzise amandla angaphezu kwawemvelo ngokwenzuzo yakhe siqu. - Qhathanisa noMathewu 4: 2 - 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifiso esingalinganiseli sokuba nemali siye sabangela abantu ukuba baphendukezele ubulungisa, bakhaphele abangane babo, basonte iqiniso, futhi babulale | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokhu okwaletha izimo ezenza kubonakale sengathi ukuphila akunanjongo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ungaxoxi ngalezizinto nabantwana bakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwesaba uJehova okusekelwe olwazini olunembile ngaye nangezindlela zakhe kusize abaningi bahlukana nethonya lezidakamizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uye wafunda ukukwamukela futhi manje ubheka lendawo njengekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isangoma sokuqala sanginika itapoes, noma okokuvimbela amademoni, kodwa isigaxa sasala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ufanelwa isijeziso esinzima futhi uyasithola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasona leso sikhathi wathokoza ngoMoya oNgcwele, wathi: "Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokho kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane; yebo, Baba, ngokuba kwaba kuhle phambi kwakho ukuba kube njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngimhlonipha kakhulu futhi nginomuzwa wokuthi lezihloko ziyosiza wonke amadoda angamaKristu ukuba akuqaphele ngisho nangokwengeziwe ukubaluleka komkethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Sineminyaka engu - 12 nje kuphela ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwakuwufanele umzamo, uma kucatshangelwa izinzuzo ezingokomoya ezazitholwa abazalwane basePortugal. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zimisele ukuhlukana ngokuphelele nabangane abangasihloniphi isinqumo sakho sokulawula utshwala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kunokuningi ngokwengeziwe kulezihlahla kunobukhulu bazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke isinqumo somuntu siqu singenziwa ngokucabangela leyomibhalo kanye nemininingwane yesimo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikhophi yalo myalo, eseBritish Library, ifundeka kanje: "Njengoba sesifikile isikhathi sokubala abantu endlini ngendlu, kuyafaneleka ukucindezela bonke abangahlali [ezifundazweni] zasemakubo ngenxa yanoma yiziphi izizathu ukuba babuyele emakubo, ukuze babalwe ngendlela evamile, futhi babe nengxenye egcwele ekulimeni amasimu ayisabelo semikhaya yabo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, njengoGayu, ngandlela thile nathi singasiza futhi sikhuthaze labo abasihambelayo, njengababonisi besigodi nomkabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nezinto ezibonakala zephuza cishe ngeke zisidumaze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesanda kuphothula esikoleni samabanga aphakeme, ethole amamaki aphakeme ukwedlula zonke izingane zekilasi lakhe futhi manje izihlobo nothisha babemgqugquzela ukuba aphishekele imfundo ephakeme. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UHalley wabonisa izinga ububi babo obedlulele obase bulifinyelele, ngoba kwenye yezindawo eziningi ezinjalo, abavubukuli "bathola inqwaba yezitsha ezinezinsalela zabantwana ababenziwe umhlatshelo kuBali." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusibonisa indlela izindinganiso zikaJehova ezilungile ezingavikela ngayo inhliziyo yethu engokomfanekiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iqiniso liwukuthi esikhathini esingamahora angu - 24 ukufundile ukwaziswa, cishe okungamaphesenti angu - 80 ungabe usukukhohliwe, okungenani okwesikhashana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, amaKristu eqiniso akufanele neze abe nesimo sengqondo sokunganaki uma kuziwa enkulumweni ehlambalazayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva washada, futhi umkakhe ukhonza njengephayona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela Inyosi Ehlala Ngayo Entweni Endizela Kuyo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba Abelusi Nabafundisi Ngaso Sonke Isikhathi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngalokhu: Nakuba singenza noma yini esemandleni ethu, asinakukubalekela ukufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ingase icele ingane efunda nayo esikoleni ukuba ifunde ibhokisi elisekhasini 21 encwajaneni ethi Origin of Life. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhomo i - "humpback" usahlab 'ikhefu njengoba ulibangise e - Antarctica | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Usilika wawubiza kakhulu, kungenzeka wawuza nabathengisi abavela eMpumalanga Ekude. - IsAmbulo 18: 11, 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Usuku lokuqala lwaphetha ngenkulumo ethi "Ukuhambisana Nenhlangano KaJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyoceba ngokomoya uma sibonisa uthando lomphefumulo wonke ngoNkulunkulu futhi sifeza ukuzinikezela kwethu kuye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokwengeziwe ekwenzeni abafundi bakaKristu kunokuqhuba isifundo seBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, lapho sekusele nje amafindo amathathu kuphela, sadikila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasekuqaleni kwaleli khulu leminyaka, izazi zezombangazwe nosomabhizinisi baseFlorida babebheka i - Everglades njengexhaphozi elinezinto ezingathandeki okwakufanele lisuswe ukuze kutholakale umhlaba, kwandiswe amadolobha, futhi kuthuthukiswe ezolimo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Banginika enye yezincwadi zokufunda iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekulondolozeni impilo engokomoya, kubaluleke kangakanani ukungenisa "ukudla ngesikhathi sakho" nokuhlanganyela njalo emisebenzini yobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma umzali esahlala yedwa, qikelelani ukuthi abantu abamnakekelayo enibethembayo banezikhiye zasendlini ukuze bakwazi ukungena noma nini uma lowo osekhulile edinga usizo oluphuthumayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akungabazeki ukuthi abafundi bekilasi le - 103 bathandwa kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, kudingeka isikhathi ukuze izinwele ezimpunga zikhule (cishe ngamasentimitha angu - 1,25 ngenyanga) bese zivela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babasekela kakhulu ngokomzwelo, ngokomoya nangezinto ezibonakalayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphambene nalokho, iZwi lakhe liyasinxusa: "Ningakhathazeki ngalutho, kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngomthandazo nangokunxusa kanye nokubonga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba lo mdala ongumKristu ayeseyilo kakade 'isosha elihle likaKristu Jesu,' uPawulu wamnxusa ukuba enze konke okusemandleni ukuze 'aphathe izwi leqiniso ngokufanele.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mnike inkululeko yokubhekana nosizi lwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nalo lonke uhambo lwezinsuku ezingu - 20, ukuphela kokudla esasinakho kwakungamazambane ambalwa aluhlaza namanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni emibili kamuva umama nodadewethu wokutholwa bathuthela eCanada, ngakho iminyaka emithathu eyalandela ngangihlala nobaba, nogogo nobabekazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulandisa kuthi: "UKrispu... wakholwa yiNkosi, nendlu yakhe yonke yakholwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha baqala ukusebenzisa inhlabamkhosi elula neyingqayizivele enamachashazi amathathu, odwi abathathu namanye amachashazi amathathu, amelela izinhlamvu ezithi SOS. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, uyikhumbula phakade uma nje sihlala sithembekile kuye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - 1914 - Unyaka Wenguquko | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EBhayibhelini, isiqondiso njalo sihlotshaniswa nothando nobumnene, hhayi nentukuthelo nonya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibangela umoya wokungenisa izihambi futhi isenza sibe ngabacabangelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlaselwa Kobuchopho Ngama - electron | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani uhlonishwa kangaka uMthandazo WeNkosi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphila kukaDelphine * kwakuhamba kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, liyoba khona ipharadesi lembulunga yonke elingenazo nhlobo izinkathazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangiyiqabuka le ncwadi, yinhle kakhulu. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphelelwa yinjabulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Corriere della Sera ithi: "Iqiniso liwukuthi kuba neziphuzo eziphindwe izikhathi ezingaphezu kweziyishumi ematafuleni okudla kuwo ababhishobhi, abefundisi nabapristi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho kulesikhathi akekho kithi oyokwenza izinto ngendlela ephelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsindo ololozelayo wamagagasi udonsa abaningi abathuthelekela ogwini ukuze bathole ukuphumula nokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingane ezinjalo zizizwa zinganakiwe futhi azikutholi ukulondeka ezikufisayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweminyaka eminingi basivuma isono sabo, bathi komunye nomunye: "Ngokungangabazeki sinecala ngomfowethu, ngoba salubona usizi lomphefumulo wakhe lapho enxusa ububele kithi, kodwa asilalelanga." - Gen. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba qotho kuNkulunkulu kungasisiza kanjani sikwazi ukubhekana nezinkinga zomndeni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba abe umpristi ngoyise ongumuntu owayengumpristi ngokwakhe, uJesu 'wabizwa nguNkulunkulu ngokuthi umpristi omkhulu ngokokuma kukaMelkisedeki.' - Heberu 5: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu okuqala awugcina lowomthetho onqabelayo waphezulu: Siphawula ngalokho, isazi saseBrithani uJoseph Benson sathi: "Lomthetho onqabela ukudla igazi, owanikezwa uNowa nakuyo yonke inzalo yakhe, futhi owaphindwa kumaIsrayeli... awukaze uhoxiswe, kodwa, ngokuphambene uye waqinisekiswa ngaphansi kweTestamente Elisha, IzEnzo xv.; futhi ngaleyondlela uye waba isibopho esihlala njalo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
3 Ukulingisa Imiklamo Yokuphila Emangalisayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayehlale ahlale ahambe ayovakashela ubaba isonto noma ngaphezulu, kodwa waqiniseka ukuthi siyakufunda ukupheka, ukubhaka nokwenza imisebenzi yasekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwamukela lo mbono kungakusiza uthole ukuthula kwangaphakathi, nakuba unesitho somzimba ongasithandi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangibhala kunoma yini engiyitholayo, ngisho nasemacembeni okhova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye walaba bameleli walahlekelwa umakhalekhukhwini phakathi nesimiso somhlangano, futhi abazalwane bamsiza ukuba awuthole eMnyangweni Wokulahlekile Kwabuye Kwatholakala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abagcini bobuqotho esizweni sikaJehova esilungileyo bayofinyelela ukuphila okuphakade bephelele | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umenzi womshini uyazi kahle indlela osebenza ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke 'zinamandla amakhulu, zifeza izwi likaNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu angaphila cishe inyanga engadli, kodwa angafa cishe ngemva kwesonto elilodwa ngaphandle kwamanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sahlala amahora sijabulela ingxoxo eshubile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
koka - October 15, 1992, umagazini INqabayokulinda, amakhasi 20 - 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yila mahhovisi, izindawo zamabhizinisi, namabhange enza leli dolobha libe yisimanje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngemithwalo yemfanelo abelusi abangokoqobo ababenayo ngezikhathi zeBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlakanipha kuqhubeka kuthi: "UJehova wangidala ngingukuqala kwendlela yakhe ngaphambi kwemisebenzi yamandulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha amaViking aseDenmark nawaseNorway afika eBrithani, engasewona amaqembu aphangayo kodwa esengamabutho ahamba ngamaviyo emikhumbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphostoli uPetru wanxusa amaKristu ayekanye nawo: "Nezelani okholweni lwenu ubuhle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho bufakazi bokuthi abafundi bazama ukuba nenkulumo - mpikiswano noSawulu phambi komphakathi lapho esaziphatha ngaleyo ndlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.