sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Wahlabelela: "Uyajabula umuntu... [onjabulo] yakhe isemthethweni kaJehova, futhi ufunda umthetho wakhe ngezwi eliphansi imini nobusuku." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, ukulandisa kweBhayibheli kusitshela ukuthi kwakunomunye umuntu owayemiselwe ukuba "umqondisi wedili." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ochwepheshe abaningi bathi ukunyathelisa ngomshini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
8, 9. (a) Ukwahlulela kwaqala kanjani "ngendlu kaNkulunkulu"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela engangimangele ngayo ngenjabulo ngokubona isixuku esikhulu kangaka sabantu abahlanzekile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke singase sizikhohlise ngokuzithethelela - ngokusungula izizathu zokuthola izaba zezinkolelo eziyiphutha nezidukisa ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze sibone indlela esingakwenza ngayo lokhu, singaqhathanisa ukuphila kweNkosi u - Asa nokweNkosi u - Amaziya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizizwa kanjani lapho sinconywa ngobuqotho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba ngakhuliswa ngothando olukhulu nawumkhaya okhathalelayo, angikaze ngizizwe ngifanelwe ukuphila, ingasaphathwa eyokufanelekela ukukhonza uJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emasontweni ambalwa kamuva, impi yaphela sabe sesigoduka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi ekuqaleni yayibizwa kanjani, isayensi yaba nomsuka wayo ensimini yase - Edene ngokushesha nje lapho abantu beqala ukuhlola izwe elalibazungezile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nganginomuzwa wokuthi le mbulunga iyindalo enhle nemangalisayo, pho kungani uNkulunkulu ezoyibhubhisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi silwane ngeke sidele inkululeko yaso ngenxa yokudla okutholakala kalula emizini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi naleso sikhathi, ngamukela isikhundla esasizothatha izinyanga ezingu - 12 sokuba uMeluleki Wezempi woMphathi - jikelele Wase - Australia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Kungani oFakazi BakaJehova bebusiswa ngokomoya namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufanele ukwenze. - Daniyeli 1: 3, 4, 8; 6: 10, 16, 22. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphathi wancoma oFakazi ngokunikela ngesikhathi sabo ukuze bafundise abantu abadinga usizo amagugu angokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kukuhle kangaka ukuthatha izithombe eziningi zeX - ray, kungenye indaba ngempela ukuqonda zonke lezi zithombe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emhlabeni jikelele, esinye sezici eziyisisekelo zokuphila - amanzi ahlanzekile - asinakwa futhi siyachithwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuhlangenwe nakho kwabo ekuphileni, kulula ukuba ogogo nomkhulu banikeze iseluleko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaNefili noyise benza ububi baba bukhulu kakhulu kunangaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu ohlakaniphile namuhla uyoqinisekisa ukuthi zonke izinhlelo zebhizinisi azingenelayo, kuhlanganise nalezo azingenela nezihlobo namakholwa akanye nawo, zibhalwa phansi esivumelwaneni esingokomthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakwenzekani emgwaqweni ophakathi kwe - Jerusalema neGaza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emhlanganweni we - British Medical Association, owawuphathelene nokuguga, izikhulumi nazo zaveza ukuthi izitolo ezinkulu nezitolo umthengi azisizayo kuzo ngokuvamile zikhetha ukuqasha abantu asebekhulile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kakade zonke izinto ezibonakalayo esinazo zingezikaJehova ngoba unguMdali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENingizimu yeLansing ngesikhathi sisekilasini laseGileyadi le - 12 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gwenn Schurgin O'Keeffe wabhala: "Isiqondiso esingcono esokuba wakhe ubungane nabantu obaziyo kuphela nabasuke bengabangane bakho kakade ekuphileni okuvamile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ungase uzibuze, 'Ingabe ngiyamdumisa "uNkulunkulu wethemba" ngokuba nengxenye egcwele emsebenzini wokushumayela?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Fingqa umfanekiso kaJesu womhlwanyeli osakaza imbewu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwafa amadoda, abesifazane, nabantwana abalinganiselwa engxenyeni yesigidi, futhi ezinye izigidi ezimbili zashiywa zingenamakhaya noma zaphoqeleka ukuba zibaleke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akumangalisi ukuthi amabutho ayethunywe ukuba ayobopha uJesu ngesinye isikhathi akuthola kunzima ukumbamba! - Johane 7: 45, 46. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha kwaqaliswa isifundo seBhayibheli, futhi lona wesifazane osemusha wabhapathizwa eMhlanganweni Wesigodi "Wokufundisa Kwaphezulu" ngo - July 1993. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isinqumo sikaKhayini saphinde sonakalisa ubuhlobo bakhe noMdali. - Gen. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kudingeka esinye "isakhi" ukuze kuqedwe umsebenzi othakazelisayo wokudala: okuthile okufaka ukuphila futhi kwenze lomzimba uphile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eshukumisela ezinye izimvu ukuba ziyisekele ngobuqotho inceku ethembekileyo neqondayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INGABE uSathane ukhona ngempela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyaqaphela ukuthi uJehova angaba yinoma yini akhetha ukuba yiyo ukuze afeze izinjongo zakhe - uBaba onothando, uMahluleli olungileyo, iButho elinqobayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINGOMA: 136, 14 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi wesichazamazwi uMarvin R. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abaningi babengenazo izibhamu; kwakungekho emthethweni ngaphandle uma unemvume. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bengizozixhumanisa naye ngokuphazima kweso! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba kwakugqashuke iMpi Yezwe II ngo - 1939, ngokushesha ngajoyina ngokuzithandela ibutho elikhethekile elihlomile laseJalimane, i - Waffen - SS. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho oFakazi BakaJehova abakwamukeli ukumpontshelwa ngegazi eliphelele noma ngezakhi zalo eziyinhloko (amangqamuzana abomvu, amangqamuzana amhlophe, amaplatelets, noma uketshezi) okusetshenziselwa injongo efanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanjalo bakwenza usabele! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyaqondakala ukuthi kungani umphostoli uPawulu abhala: "Okufunekayo kubaphathi ukuba umuntu atholakale ethembekile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMarie - Paule oneminyaka engu - 74, eCanada, uthi: "Mina nomyeni wami sisanda kuthuthela efulethini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Libe selinezela: "Lowo ongayilaleli iNdodana ngeke akubone ukuphila, kodwa ulaka lukaNkulunkulu luhlezi phezu kwakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nangaphambi kokuba inqume ukuba nezingane, imibhangqwana eshadile kumelwe icabange ngokujulile ngalo mthwalo wemfanelo obalulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke kube ukubonisa ukumesaba okuhle uJehova, iNkosi yethu Enkulu. - Malaki 1: 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lombiko uyaqhubeka: "Uma isonto lingenaso isibindi sokumemezela iqiniso elambuliwe, khona - ke lizolahlekelwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waqala kanjani - ke uKhisimusi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Vikela iqiniso ngobumnene nangenhlonipho ejulile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Asinaso nesisodwa isizathu sokwesaba, ngoba ngisho noma izitha zethu zingazama zizamile, azisoze zasithulisa! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenkathi ngisemsebenzini lapho, ngaqaphela esinye isiboshwa, indoda ethule, ethobekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba khona kukaJehova uNkulunkulu, akunasiqalo futhi ngeke abe nasiphelo. - IHubo 93: 2; Isaya 40: 28. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho izinkomo zethu zihlushwa izinambuzane, sivele sishise lengxenye ethambile yesithelo, bese intuthu izixosha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intuthuko ephawulekayo yafinyelelwa ekuqaleni kweminyaka yawo - 1970 lapho incwadi ethi IQiniso eliholela ekuPhileni okuPhakade ihunyushelwa olimini lwesiNdonga nesiKwanyama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umama wayefundelwa oFakazi, kodwa akazange abhapathizwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunzima ukuthola isikhathi sokwenza zonke izinto eningathanda ukuzenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, kufanele wenze ngokusemandleni akho ukuba ugweme ukwenza izinto oyozisola ngazo kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshado onjalo ungabaphatha kabuhlungu bobabili, bangavumelani ezindabeni eziyisisekelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba sasihamba emigwaqweni emikhulu yamadolobha, sasifaka izingqwembe, noma amabhodi anokwaziswa, okwakubhalwe kuwo iziqubulo ezikhangayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe lawo madodakazi ayengabantu abadala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lisebenzisa imizwa umama anayo ngomntanakhe ukuze lisifundise lokho okushiwo ububele bukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini engeke iboshwe, futhi sikhuthazela ngokwenzuzo kabani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphayona Kuqinisa Ubuhlobo Bethu NoNkulunkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyo yonke indawo eyayiyiG.D.R. ngaphambili, oFakazi banikela isikhathi esengeziwe ekushumayeleni kunanini ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uyafisa ngempela ukudela ukuma okuhlanzekile noNkulunkulu ukuze nje ujabulise ofunda nabo ekilasini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yomsebenzi wokushumayela ngoMbuso, unyaka ngamunye amakhulu ezinkulungwane abonisa ukuzinikezela kwawo kuJehova uNkulunkulu ngokubhapathizwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukholo Luyaqiniswa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okuhlobene eduze nokubhujiswa kwamahlathi ukukhathazeka ngokufudumala kwembulunga yonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abagcotshiwe nezinye izimvu bakhonza ndawonye ezweni elingokomoya | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingeniso ezivusa isithakazelo nemininingwane ecacile equkethwe ezihlokweni eziningi kuyizibonelo ezinhle kubalobi abasaqala, abaphakathi nendawo, nasebethuthukile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kwamkhathaza ngoba ukuba ngokoqobo kokufa kwamshiya enomuzwa wokuthi ukuphila kwakhe kwakungenanjongo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, "uLucy" wayenobuchopho obuyingxenye eyodwa kwezintathu zobuchopho bomuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owokugcina kule mikhosi emikhulu emithathu yaminyaka yonke wawubizwa ngokuthi uMkhosi Wokuvuna, noma uMkhosi Wamadokodo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngayeka ukuhlanganyela nebandla lobuKristu isikhathi esingaphezu konyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambili, uJesu wayebezwe bephikisana ngokuthi ngubani owayemkhulu kunabo bonke phakathi kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisize ukuba ngithole iqiniso. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ufihla imizwa yakho, uyingcwaba iphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulandisa kuyasitshela: "Bathi komunye nomunye: 'Izinhliziyo zethu bezingavuthi yini njengoba ebekhuluma kithi emgwaqweni, njengoba ebesivulela imiBhalo ngokugcwele?'" - Luka 24: 32. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indikimba yasezulwini eseduze kakhulu nomhlaba inyanga, enethonya elisobala emhlabeni wethu, amandla ayo adonsela phansi abangela ngisho nomehluko wamamitha angaphezu kuka - 15 phakathi kwamagagasi aba semanzini aphakeme naphansi kwezinye izindawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uJesu wayengakuguqula lokho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJames uyakhumbula: "Ngangihlala ngibheke phambili ekuhambeleni kwakhe, ngoba wayenza iqiniso leZwi likaNkulunkulu liphile; umoya ayenawo wawuthelelana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uchwepheshe wezinto zasendulo zaseNyakatho Afrika, uSerge Lancel uyaphawula: "Ukusungulwa kweCarthage, ngasekupheleni kwekhulu lesi - 9 BC, kwanquma isigcino sezombangazwe nezesiko zamazwe asenyakatho yeMediterranean emakhulwini amaningi eminyaka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USawulu "wasukuma wabhapathizwa, futhi wadla ukudla wayesethola amandla." - IzEnzo 9: 17 - 19; 22: 12 - 16. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Yahlohla inganono kayise eyayinamandla amakhulu yokuzingela," kubika iNew York Times ka - August 26, 1989, "futhi yabulala ngokudubula intombazane eyayiyiqhoshela ngokuthi yayingcono kunaye emidlalweni yevideo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kubhekwa ukuphamba okuye kwakhinyabeza ukuba kwakhe umongameli, bambalwa abantu abayongabaza ukuthi wayekwazi ayekhuluma ngakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngikhumbula ningisiza futhi ningisekela izikhathi eziningi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intsha engahlanganyeli ezindleleni zezwe yenziwa izizwe inomuzwa wokuthi ingonkom 'idla yodwa nokuthi iphuthelwa yizinjabulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyafunda: "Umcwengisisi ubukela lenqubo, emile noma ehlezi, ngokuzimisela okukhulu, kuze kube yilapho... insimbi [esingamanzi] ibonakala injengesibuko, ibonisa noma yini eyizungezile; ngisho nomcwengisisi, njengoba ebuka lensimbi, angase azibone njengokungathi usesibukweni, khona - ke angenza ukwahlulela okuqonde kakhulu ngokuphathelene nobumsulwa bensimbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengeqembu, ababhali nabaFarisi babebonise ngokungaguquki ukuthi baluhlobo luni lwabantu; ngakho uJesu wathi: "Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma Unquma Ukuba Nengane Yokutholwa... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yize kunjalo, angizange ngikhule kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusebenzisa amakhemikhali akusho ukuthi umuntu sekufanele esabe umdlavuza noma ukufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wadebesela imisebenzi yobuKristu ngenxa yemibuthano nabangane bezwe bezamabhizinisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(IBhayibheli lesiZulu elivamile) Yebo, abazali abangamaKristu bayolandisa uma behluleka ukunika ingane isiyalo esidingekayo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - October walowo nyaka, i - video yemizuzu engu - 55 ethi Jehovah's Witnesses - The Organization Behind the Name yakhululwa - iyi - video yokuqala eyakhishwa yi - Watch Tower Society. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho lifakazela lokhu, iBhayibheli lilandisa 'ngesixuku esikhulu ebesingenakubalwa - muntu, esivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi' esasiyovela emhlabeni ngaphambi kweArmagedoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMichael, okukhulunywe ngaye ekuqaleni, naye kwadingeka alwisane nenhliziyo ebuhlungu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.