sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngakho, ngemva kokubonisa uJohane 'umfula wokuphila,' uJesu wakhuluma noJohane ngenjongo yaKhe yokuthumela ingelosi yaKhe nalombono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayeneminyaka ecishe ibe ngu - 30 lapho uJohane umbhapathizi emcwilisa eMfuleni iJordani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyacaca ukuthi ayikho indlela engcono yokuhlonipha uJesu Kristu edlula ukufunda nokulandela izimfundiso zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
SIPHILA kulokho okungase kubizwe ngokuthi isikhathi sezinhlekelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyabonga ngokuthi uJehova uyakhumbula ukuthi siluthuli nje futhi akazibheki iziphambeko zethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akumelwe uzethembe ngokweqile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke yayinginika lezo zincwadi, bese ngizingenisa ekamu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakha imithetho yakhe ukuze sithuthukise izinga lokuphila kwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, njengoba uGenesise ebonisa, ngempela abantu bakhiwe "ngothuli lomhlabathi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulolohambo, abangu - 12 ngokunokwenzeka babhekana nokuphikiswa, kodwa abukho ubufakazi bokuthi bayiswa "phambi kwababusi namakhosi" ukuze banikeze ubufakazi "kwabezizwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lifanisa "amazwi abahlakaniphileyo" nezinkandi ezisiqhubukushayo ukuze siqhubekele phambili endleleni efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kunciphisa isiyaluyalu sezindiza emoyeni, umsindo nokungcoliswa komoya, kanye nezindleko zokuqeqesha nokusebenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ICatholic Encyclopedia iyavuma: "UMkhandlu Wesine Wesonto Ofundisayo ufundisa ukuthi bonke abantu, kungakhathaliseki ukuthi bakhethiwe noma balahliwe, 'bayophinde bavuke nemizimba yabo abahamba nayo njengamanje.'" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngomfoweth 'uMalcolm, owahlala ethembekile waze washona ngo - 2015. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami ilunge; owenza izinyawo zami zibe - njengezendluzelekazi, angimise emagqumeni ami. "- IHubo 18: 29, 32, 33. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ebuchosheni sinamandla angapheli okuxazulula izinkinga, kodwa ngeshwa umuntu usebenzisa kuphela ingxenye eyodwa kweziyishumi zamandla obuchopho ngokwesilinganiso," kugcizelela uJuhani Juntunen, umcwaningi wobuchopho nomqondisi wesibhedlela osebenza njengomphathi womklamo kulomkhankaso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunjalo inguqulo yakhe yaphumelela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liyafundisa: "Amacebo ayashafa lapho kungekho khona inkulumo eyisifuba, kodwa ngobuningi babeluleki kuba khona okufezwayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuzamazama komhlaba okwagadla eSan Francisco ngo - April 18, 1906. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kubonakala kuyinqaba, angikaze ngizizwe nginesizungu ngokuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Uma kuyilendlela uNkulunkulu asithanda ngayo, khona - ke nathi ngokwethu singaphansi kwesibopho sokuthandana." - 1 JOHANE 4: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wachaza: "Esibhedlela sethu siye salungiselela uketshezi olukhethekile olukwazi ukuthwala umoya - mpilo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo abasabelayo esimemweni esithi "woza" bayosindiswa osizini olukhulu, babe namathemba okudumisa uJehova kuze kube phakade. - IsAmbulo 22: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokunokwenzeka, bakwazi kangcono ukudlula noma ubani omunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibhubesi lona? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iphupho Lobunye BeYurophu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma engakholwa, lokhu kungase kube umthwalo wemfanelo womkakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EZwini lakhe, iBhayibheli, uziveza ngezindlela esingaziqonda - okuwubufakazi bokuthi akagcini nje ngokusithanda kuphela kodwa futhi ufuna ukuba nathi simazi futhi simthande njengoBaba wethu wasezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
9 / 06 Liphetheni Ikusasa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesinye isikhathi, mina nengangiphayona naye sasidla amasemishi e - parsley njengokudla kwasemini unyaka wonke, kodwa asikaze silambe, noma sintule izidingo eziyisisekelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uMarta wasamukela iseluleko sikaJesu esinomusa futhi wafunda kuso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sibikezelani isiprofetho sesine esikhuluma 'ngamazulu amasha nomhlaba omusha'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umqondo omuhle ngempela, kodwa akukhona lokho iBhayibheli elikushoyo.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye bayakwazi ukupha kakhulu, okusiza umsebenzi wokushumayela ngezinga elikhudlwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngothando wenzele inzalo ethembekile ka - Adamu no - Eva amalungiselelo okubona ukuphela kobuze nokuba ijabulele 'inkululeko ekhazimulayo yabantwana bakaNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, mina nani sinelungelo elikhulu kunawo wonke lokubizwa ngalelo gama elingcwele - oFakazi BakaJehova. "- Jeremiya 9: 24. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ubungaqale uthole ukuthi usikiselani, bese ugoduka uyocabangisisa ukuthi ungazihlela kanjani izimo zakho ngokubaluleka kwazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nangaphambi kokusetshenziswa kwe - DDT, nangaphambi kokuba i - penicillin itholakale emakhemisi ngo - 1944, ama - bacterium ayingozi aveza izimpawu zokuthi ayakwazi ukuzivikela ngendlela emangazayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa njengoba ilanga liqhubeka liphakama, ukwazi ukubona nakude. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imiphi imihlatshelo esiyenza ekukhulekeleni kwethu uNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulungele yini ukuvikela izinkolelo zakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ziningi izizathu zokuba ukwenza intando kaNkulunkulu kube yinto eza kuqala ekuphileni kwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayazi ukuthi abafowabo bamzonda ngempela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uJehova ngomusa wakhe wabavumela o - Adamu no - Eva ukuba baqhubeke bephila nokuba babe nenzalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMarku wayengeyena omunye wabaphostoli abangu - 12 futhi engeyena umngane kaJesu omkhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singawuthola kanjani umoya ongcwele? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhle bezindawo ZoMbuso Zokulondoloza Imvelo Ezisezintabeni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba 'sikhathale siphele amandla emiphefumulweni yethu' ngenxa yezinkinga ezingatheni noma ukuphikiswa okuncane esingase sibhekane nakho, kufanele sithuthukele ekuvuthweni futhi sithuthukise amandla ethu okukhuthazelela izinkinga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini eyayiya kwababekanye naye abangamaKristu, umphostoli uPawulu wachaza ngokucacile ukuthi izipho eziyizimangaliso zaziyophela ngokuhamba kwesikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubalulekile kulemfihlakalo engcwele, eyenza ibe nkulu ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Awubongi yini ngokuthi uJehova akanjalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga nje ngezizathu ezingenakubalwa esinazo zokwenza kanjalo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolunye usuku kwafika isikhulu samaphoyisa nomholi webutho lesizwe epulazini lakithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akufunda kuyo kwamenza watadisha iBhayibheli noFakazi BakaJehova, kodwa kwathatha isikhathi eside ngaphambi kokuba ahlukane nalo mkhuba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phawula lokho umphostoli uPawulu abe esekusho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombono 13, iyiphi impikiswano eyolungiswa phakade, futhi kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Janetos wathi: "Abaningi bazovuma ukuthi njengomphakathi sinomthwalo wemfanelo wokuvikela indawo yokuhlala yale planethi, futhi sibe abanakekeli abanesibopho bengcebo yayo yezinto eziphilayo ngenxa yenhlalakahle yomuntu yamanje neyesikhathi esizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenze khona kanye lokho iBhayibheli elisikhuthaza ukuba sikwenze, lithi: 'Qhubeka ufuna' ukuqonda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sebenzisa ukusikisela okulandelayo, futhi ungase ubamangaze abazali bakho - ngisho nawe - ngendlela yakho entsha yokukhulumisana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ungase ukwazi ukuphayona, injabulo oyoyithola iyokudlula kude noma ikuphi ukuzidela oyokwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
32 Induduzo kwabasosizini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke funa izindlela ongabonisa ngazo ukwazisa kubazali bakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Indoda Yeqhwa" Ishikilisa Ososayensi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu basemzini wakubo bamangazwa "amazwi akhangayo aphuma emlonyeni wakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, uma umuntu engezwani namaphutha futhi ezibekela izindinganiso ezingenangqondo, ukuhluleka ngakunye kungabangela umuzwa wecala ongafanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UFakazi owayeqhuba lolu bhapathizo oluyimfihlo wagcizelela ukuthi akulula ukuba umKristu weqiniso nokuthi kwakunezilingo eziningi ezaziseza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isancinza sakhe, uHagari, nomkakhe, uSara, babengezwani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amathuluzi ezobuchwepheshe esiwasebenzisa enkonzweni atholakala ku - jw.org athuthukiswa njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebiza lezi zidalwa eziyizingelosi ngamadodana akhe, uJehova wabuza inzalamizi uJobe: "Wawukuphi lapho ngisekela umhlaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - mako, edla izinhlanzi ezigijimayo zasolwandle, njenge - tuna, ingatshuza emanzini ngejubane lamakhilomitha ayikhulu ngehora ngokuvele isuke ngokushesha! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wabiza lo muthi ngokuthi 'umuthi wolwazi lokuhle nokubi' ngoba wawumelela ilungelo lakhe lokunquma ukuthi yini elungile nengalungile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, izinkinga eziningi ezidalwa "izimangaliso" zekhulu lama - 20 ziye zavela hhayi nje ngenxa yolwazi olungokwesayensi olunamaphutha kodwa futhi ngenxa yobuchwepheshe obusheshayo nobungalawulwa obushukunyiswa yizithakazelo zobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Womabili ayezondwa - kodwa ngenxa yezizathu ezihlukene kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayesezulwini ebuka njengoba izinto zazonakala ensimini yase - Edene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufuzo, ubuthaka esizalwa nabo, nezimo esiye sabhekana nazo kukwenza kungenzeki ukugwema yonke imicabango nezifiso ezimbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, lapho senza konke esingakwenza ukuze sinakekele iHholo lethu LoMbuso, sidumisa uJehova futhi asiyisaphazi imali abafowethu abayinikele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, uyahaha, futhi iBhayibheli lithi abantu abahahayo "abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu." - 1 Korinte 6: 9, 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhashana nje esifushane, idolobha laseMumbai lalihlaselwe yizikhukhula ezinamandla, imibhikisho kwase kuba ukuqhuma kwamabhomu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waqaphela ukuthi isakhamuzi sendawo, u - Andrew, sasishiyelwe ikhophi ye - Nqabayokulinda emnyango waso ezinyangeni ezithile ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UProfesa Chris Dewdney waseYork University wanikeza lesi sizathu esenza abathile babe namathemba obungcono: "Le nkulungwane isho ukuthi sizohlukana nekhulu leminyaka ebelilibi kakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intombazane okuthiwa uLeah nayo yathi yayinokwesaba okufanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwethembeka EYurophu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengomnakekeli wemfuyo, ngangingalitholi njalo ithuba lokukhuluma nabantu ngenxa yokuthi babembalwa abantu emapulazini engangisebenza kuwo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lizisholo ukuthi imithetho ekhona ngokumelene nongqingili isekelwe ekungazini nasobandlululweni, leliqembu laphawula: "Ukusekela kwethu lesimo kusekelwe enkolelweni yokuthi bonke abantu bayalingana phambi kukaNkulunkulu futhi kufanele balingane phambi komthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sisenkonzweni, sicabanga futhi sikhulume ngoJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlolisisa Iwashi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ELatin America, kungase kwenziwe lawo masiko ayisisekelo oKuzalwa kanye namanye anezelwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu waphetha uhlu lwakhe ngasiphi isikhuthazo esihle, futhi kuyini ukubaluleka kwaso? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuba uNkulunkulu kayithumelanga iNdodana ezweni ukuba yahlulele izwe, kodwa ukuba izwe lisindiswe ngayo. "- Johane 3: 16, 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwamukela iseluleko semiBhalo nokusebenzisa izimiso zeBhayibheli kuyowuthonya unembeza wethu - isici sangaphakathi esinikeza 'ubufakazi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela asekelwa ngayo la maqembu amaningi abahumushi emhlabeni ibonisa ukuthi inhlangano kaJehova iwubheka njengobaluleke kakhulu umsebenzi wokushumayela izindaba ezinhle zoMbuso emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalezo zinsuku sasiba nemihlangano emincane yendawo, futhi u - A. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwenzeka kumfelokazi oswele, ku - Eliya nakumlobi weHubo 102 kungasisiza kanjani ukuba sihlakulele ukuba nombono omuhle? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amandla ayebangela lokho uAymar akwenza ayehlakaniphile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngabona indlela uNkulunkulu abheka ngayo abantu." - UMichael | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
LOMBHALO uchaza sona kanye isizathu esiyinhloko sokuthi kungani iBhayibheli liwusizo osukwini lwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu ayengenabo ubutha kumbusi waseRoma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amanye aqaphela ngemva kwesikhathi esithile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimfundiso zakhe zazibonisa isifiso sakhe esisuka enhliziyweni sokujwayelanisa izilaleli zakhe nemicabango, imizwa nezindlela zikaJehova. - Johane 17: 6 - 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube ngangisheshe ngayithola le ncwadi, ngangingeke ngiyithenge incwadi yesikole entsha ye - physics. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.