sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngokuzayo lapho uthenga ukhaphethi, cabanga ngokuthi kungenzeka walukwa iminwe ekhuthele yabafana abaneminyaka eyisithupha ubudala abasebenza isikhathi eside usuku nosuku ngaphansi kwezimo ezimbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweTheresienstadt, ngokuvamile babethuthelwa emakamu okuhlushwa eJalimane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Futhi ngokuvamile kungaphansi kwalezo zimo lapho abantwana benukubezwa khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ukuthi 'lolusizi' luyobonakala lunjani kuwe kusasa - noma ngesonto elizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi abantu abashadile basondelana kangakanani lapho bezwa omunye wabo ezwakalisa injabulo yakhe ngephuzu elingokomoya abalithole ndawonye! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu waqhubeka wathi: "Uma izwi elakhulunywa ngezingelosi laba eliqinile, futhi konke ukweqa umthetho nezenzo zokungalaleli kwamukela impindiselo ngokuvumelana nobulungisa; thina siyophunyuka kanjani uma sidebeselele insindiso enkulu kangako ngenxa yokuthi yaqala ukukhulunywa ngeNkosi yethu futhi saqinisekiselwa yona yilabo abayizwa iNkosi, kuyilapho uNkulunkulu ehlanganyela ekufakazeni ngezibonakaliso kanye nemihlola nemisebenzi yamandla ehlukahlukene nangokwabiwa komoya ongcwele ngokwentando yakhe?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziqongo zezintaba ezilele iqhwa, ezinye ezingaphezu kwamamitha angu - 6 400 ukuphakama, ziyiziphethu zeningi lemifula engu - 25 ephakela iTiticaca. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lowomthombo awunakuba ngabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela yesithathu sonke esibonisa ngayo ukuthi singabangane bakaKristu iwukulalela isiqondiso esisinikezwa abadala bebandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyakhumbula ngicabanga ukuthi ngizofa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayemelelwa uhlamvu lokuqala lwegama lakhe, utau wasendulo owawuwuhlobo oluthile lwesiphambano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho umbono weSonto lamaKatolika ngobunye bobuKristu ngokuyisisekelo awuzange ushintshe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba uNkulunkulu eye wasivumela isikhathi salokhu, akumelwe siphambanise ukubekezela kwakhe nokwephuza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi alikho ikhambi enkingeni yeUFO elibe ngelanelisayo kubo bonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, singaqiniseka ukuthi iBhayibheli lizosinikeza izimpendulo eziqondile mayelana nokuba khona kwezingelosi nokuthi ingabe ziyasithinta yini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi nenkathi yeminyaka engu - 34, uChristophe Plantin wanyathelisa izincwadi ezingu - 1 863 ezihlukahlukene, cishe isilinganiso sezincwadi ezingu - 55 ngonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba inyatheliswa iSheshi neSonto LamaWeseli, le ncwadi entsha inezinye izingoma ezibhekiswe "kumama onguNkulunkulu othandekayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singihlalisile ebumnyameni... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Edward Zigler uprofesa waseYunivesithi yaseYale, ngo - 1984. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ososayensi Babona Izimanga OkunguNkulunkulu Kuphela Ongazichaza | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayenginika into engangilokhu ngiyifuna - umkhaya onothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye baye bacabanga ukuthi ingasebenza njengendlela yokuzethusela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umusa ongafanelwe kaJehova uyoqhubeka ngisho nangemva kokubhujiswa kwalesi simiso sezinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukulahla Izinja Ezazisemfashinini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihe sikaJehova nomusa wothando kuyosilethela imivuzo efanayo - uma sikhuthazela kuze kube sekupheleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi ungazuza kanjani ngokulukhuluma? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubani obengafuna umaHluleli onothando ukwedlula uJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungadaluli muntu! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izihloko zalowo magazini zinikeza ubufakazi bemivubukulo, bomlando, besayensi nobunye obubonisa ukuthi ngempela iBhayibheli liphefumulelwe uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ayazi ukuthi kwakunomsebenzi omkhulu okwakumelwe wenziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lapho ubhebhetheka ungasalawuleki, ungaba yinto enkulu ebhubhisayo esobozela yonke into esendleleni yayo - umuntu, isilwane, izihlahla, nohlaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuzoba Umbuthano Onjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ithemba lovuko liyisici esibalulekile sokholo lwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kweminyaka engu - 9 ishadile, indoda ethile iyavuma: "Ngiyaqaphela ukuthi ngisebuhlotsheni obugcwele ukukhaca nokuthi yimina engikubangelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho Ukukhathazeka Ngokubukeka Kuba Yisifo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka impendulo yakho ixhomeke ezinkolelweni zakho ezingokwenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ebikezela lokho uJehova ayokwenza, uJohane wabhala: "Ngezwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi lithi: 'Bheka! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Jaap Broekmans, umqondisi we - Royal Netherlands TB Association, washo muva nje ukuthi umqedazwe we - TB "usuqale ukuba mubi kakhulu eMpumalanga Yurophu nasezingxenyeni zeNtshonalanga Yurophu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi sinethemba elimangalisayo lokuthi ngesikhathi esifanele uNkulunkulu uyokwenza abathembekileyo bakhe baphelele, abanike isipho sakhe sokuphila okuphakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ububele obunjalo bungakusiza ukuba uveze umbono wakho kubazali bakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uJesu ehlezi ekudleni, uMariya wathela izinyawo zikaJesu nekhandla lakhe ngamafutha anamakha abiza kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi ethi Old Testament Word Studies ithi igama lesiHeberu elihunyushwe ngokuthi 'umkhosi' kuDuteronomi 16: 16 lisho "isikhathi senjabulo enkulu... okwakwenziwa ngaso imihlatshelo namadili kugujwa okunye kokubonakaliswa okungavamile komusa kaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimiso sakhe sidinga ukuba afunde cishe amakhasi amane emiBhalweni YesiHeberu, isahluko esisodwa emiBhalweni YamaKristu YesiGreki, nevesi elilodwa encwadini yezAga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
kubuza unogada. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJakobe wabhala: "Ungubani ukuba wahlulele umakhelwane wakho?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje iNkosi esesihlalweni sobukhosi, uJesu Kristu, ihlukanisa abanye kwabanye, "njengomalusi ahlukanisa izimvu nezimbuzi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile isimiso salombhalo siyasebenza kubantwana. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - Australia, eCanada, eMpumalanga Ekude, e - United States naseYurophu, amakhulu abathweswe iziqu kulesi sikole baye bathunyelwa ukuba bayosiza lapho kunezidingo ezikhethekile kwamanye amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubufakazi obungokomBhalo bubonisa ukuthi izinceku zikaNkulunkulu zasendulo zazilisebenzisa ngokukhululekile lelo gama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uqinisile, Ukuphila Kumnandi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDaniyeli wayeyisithunjwa eBhabhiloni, idolobha elalinabantu abangenasimilo nababesebenzisa imimoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho siba nengxenye, sisiza ekugcwaliseni izAga 1: 20, 21 ngendlela engokoqobo: "Ukuhlakanipha kuyamemeza emigwaqweni, kuyezwakalisa izwi lakho ezigcawini; emashashalazini emigwaqo kuyaduma; ngasezikhaleni zamasango omuzi kuyakhuluma." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqhathanisa uGenesise 7: 11, 24 noGenesise 8: 3, 4 kubonisa ukuthi izinyanga eziyisihlanu - kusukela ngosuku lwe - 17 lwenyanga yesibili kuya osukwini lwe - 17 lwenyanga yesi - 7 - ziyizinsuku ezingu - 150. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uyembula, "Ngangiyisisulu sokushaywa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Siqondwa kahle nini isiprofetho seBhayibheli? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, babebheka ezulwini ukuze bathole izimpawu namabika azobaqondisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngikhumbula enye i - octopus eyake yamukulwa esinye isisebenzi sizidlalela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezikhathini ezidlule, ngangike ngabona izenzakalo ezinjalo emabhayisikobho futhi ngazibuza ukuthi kazi kunjani ukuvelela ngaleyondlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye bayakhandleka ukuze bathole okuncane nje - behlwaya emfucumfucwini, behudula imithwalo esindayo, noma beqhuba izinto ezingase ziphinde zithengiseke ngezinqola zasezitolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo 1: Njengomzali, ungenzenjani uma ingane yakho esiyevile eshumini nambili ithi ikuthola kunzima ukuvikela inkolelo yayo yokuthi izinto zadalwa lapho ixoxa nezingane efunda nazo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwamanje ngingumdala futhi ngiyiphayona eBandleni LaseBelconnen, edolobheni laseCanberra. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqondene nemihlatshelo yenhlanganyelo, esinye isazi sithi: "Ngempela, lena kwakuyinkathi yokuba nobudlelwane obujabulisayo noNkulunkulu weSivumelwano, [inkathi] ayezehlisa ngayo ukuze abe yisiHambeli sika - Israyeli esidlweni somhlatshelo, njengoba kwakuhlale kunguye uMamukeli wabo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umakhelwane wenza isikhokhelo somunye womagazini bethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayehamba nami siyoshumayela, egxilisa kimi uthando ngenkonzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleso sikhathi, umkhaya waseBethel yaseLondon wawunamalungu angaba ngu - 30, iningi lawo kungabazalwane abasebasha abangashadile kodwa kukhona nabazalwane abambalwa abagcotshiwe, ababehlanganisa uPryce Hughes, u - Edgar Clay noJack Barr, kamuva owaba ilungu leNdikimba Ebusayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile, "alukho uhambo lomuntu olunokubaluleka okunjalo olwaluyothathwa kuze kube yilapho u - Apollo 11 ehlala eNyangeni eminyakeni engu - 447 kamuva," kuloba uRichard Humble, kwethi The Voyage of Magellan. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthiwani ngezinyanga? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbhalo weBhayibheli wembula ukuthi lapho kudluliselwa noma yisiphi isipho esiyisimangaliso somoya, kwakuba khona okungenani omunye wabaphostoli abangu - 12 noma umphostoli uPawulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, njengoba kuchazwe esihlokweni esandulele, ukholo luyisici esiyinhloko sokusondela kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubizwa ngokuthi "uhlobo lobelelesi... olunobudlova nolwenyanyeka kunazo zonke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuba sifune ukuba uNkulunkulu asikhohlwe, yeka injabulo esingaba nayo ngokuthi uMdali wethu onothando unesithakazelo kithi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali, ikakhulukazi abangabodwa, bangase bathole ukuthi ukusebenza isikhathi esigcwele bebe bekhulisa izingane kuwumthwalo wemfanelo okhandlayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazalwane emazweni angomakhelwane basabela ngokumangalisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgoSeptember 17, 1969, ngashada noJulia, uFakazi owangazisa iqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeke alukhohlwe uthando abalubonisa egameni lakhe ngokukhonza abantu bakhe. - 1 Thimothewu 5: 17; Heberu 6: 10. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
30 Indlela Ongenza Ngayo Ukufunda IBhayibheli Kuzuzise Futhi Kujabulise | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Besekuphakameni kwaleyondlu, abalindi bebheke ngasempumalanga babona uJehu egibelise okohlanya ekhuphuka esigodini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe banayo insimu evumelana nezimo zabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zisize Wena Nabanye Ngokusebenzisa IZwi LikaNkulunkulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuzwa isizathu sokuba abe nesithakazelo kulowomagazini okhethekile, omunye woFakazi waphawula: "Indlela engcono kakhulu yokuba ungaphuthelwa nangowodwa womagazini abathakazelisayo iwukuba ube nesikhokhelo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Betheswe umthwalo wemfundiso abangayiqondi nabangenakuyichaza, abakhulekeli emasontweni bacindezelwa ukuba babone indlela ukufa kukaKristu okuhlobene ngayo nokuphila kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokululaza umuzwa wokuphuthuma okulo lonke iZwi likaNkulunkulu, laba bahleki bosulu abanjengezilwane bafuna ukulolozela abanye babe sesimweni sokunganaki ngokomoya futhi kanjalo babenze babanjwe kalula ukuyenga kobugovu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kokugqilaza abantu bendawo, abaMhlophe baqala ukulanda izigqila e - Afrika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - State of the World's Population 1991 ithi: "Izingane ezizalwa emikhayeni emikhulu, elamanisa eduze kakhulu kumelwe zibange ukudla, izingubo zokugqoka nothando lobuzali nabafowabo nodadewabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indaba Yokuphila Ngisanda kuqeda nje ukufunda isihloko esithi "Indlela Engazuza Ngayo Ekukhathaleleni KukaNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umyeni wami othandekayo, u - Arthur, owayesekhonze uNkulunkulu ngokwethembeka iminyaka engu - 57, wafa ekuqaleni kuka - 1986. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isazi - mlando esithile sichaza iConstantinople yasendulo ngokuthi "inodumo olukhulu kanye nengcebo enkulu nakakhulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wanxusa: "Ninakekela, hhayi ngesithakazelo somuntu siqu izindaba zenu kuphela, kodwa futhi ninakekela ngesithakazelo somuntu siqu nezabanye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezama ukuqonda ukusabeka kwempi, usomabhizinisi othile waseSarajevo washukumiseleka ukuba aphethe ngokuthi: "Ngemva konyaka wempi yaseBosnia ngikholelwa ukuthi uSathane uqondisa izinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi: "Lapho umoya [kaJehova ukhona], kukhona inkululeko." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu watshela abalandeli bakhe ukuba bagweme yiphi "imvubelo"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Kungani kufanele sizilungiselele manje ukulondoloza ukungathathi hlangothi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, kufakazelwe kahle ukuthi uKhisimusi namasiko awo kwathathelwa emithonjeni engeyona eyobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaholi bamasonto bangalesosikhathi baze bancoma iNhlangano YeZizwe 'njengewukubonakaliswa okungokombangazwe koMbuso kaNkulunkulu emhlabeni.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khumbula, yena lowo owadala izinyoni ezingesabi unguMthombo wesibindi esingapheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi, akuvamile ukuba zonke izinkulisa zibe ezezinga elihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa umphakathi waseBrazil nawo uye wanda, kusukela ezigidini ezingama - 41 ngo - 1939 kuya ezigidini ezingaphezu kwe - 135 manje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, abanye bangase bathintwe yizicelo zethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Labo abangaqondi ukuthi uyini uMbuso - futhi baningi abangawuqondi - abafundisi izinto ezinembile ngawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhona nemiphumela ebuhlungu yokweqisa ophuzweni - izifo ezinjengokoma kwesibindi, izingozi ezibulalayo, ukusaphazwa kwemali, ukuxhashazwa kwamalungu omkhaya nokulimala komntwana ongakazalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.