sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ukuhlela kubalulekile ukuze usinde | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iphutha lale ndoda ecebile laliwukuthi ayikwenzanga lokho okwakudingeka ukuze 'icebe kuNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwakunezinkinga phakathi kwamaJuda namaGreki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ukushisekela impi kwamaBuddha namaShinto kwehluleka eMpini Yezwe II, futhi ngemva kwalokho umbusi wabenqaba ubunkulunkulu bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho Uguliswa Amakhemikhali | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imithetho nezinqubo zokwelashwa ngokuphathelene namalungelo esiguli iyahluka kuye ngezindawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umoya wanqamuka, kwaba nokuzola okukhulu " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sisebenzisa into elingana nombhobho ukuze azi ukuthi uzowubamba kanjani lapho ephendula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1913, umama waba ngumFundi WeBhayibheli, njengoba oFakazi BakaJehova babebizwa kanjalo ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amathemba aso aphela nyá; futhi konke lokho akuvezanga bungcono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo esifanayo saba khona ngemva kokuba amaJuda enqabe uMesiya, owayexwayise ngokuvinjezelwa okuzayo kweJerusalema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwezinkulungwane zeminyaka, lokho kukhishwa kwemisebe okwakuyingozi kuphuma elangeni njengemisebe efudumele yokukhanya okuphuzi - kungaselona usongo kodwa kulungele ukufudumeza umhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukho lutho emiBhalweni olwenza ukuphela kwenkulungwane yesibili yeminyaka kubaluleke njengoba ibalwa ikhalenda likaGregory. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ka - August 8, 2000, ikhasi 18 - 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenzeké kanjani lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Osomabhizinisi baseLydia abanobuhlakani kuthiwa kungenzeka babengabokuqala ukusebenzisa izinhlamvu zemali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova ufuna sikwazise ukuphila futhi sikujabulele ngendlela efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayeqiniseka ngokuthi uJehova uzomnikeza akucelile noma amduduze ngandlela thile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuzi omkhulu waba yizinqamu ezintathu, nemizi yabezizwe yawa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwangathi nathi singalondoloza ukholo oluqinile uma izimo ezinzima ziba inselele kithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuhlola kafushane kukwenza kube sobala kakhulu ukuthi umlando wezinhlangano zobumesiya ikakhulukazi uwumlando oyinkohliso, wamathemba ashabalele kanye namaphupho angafanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Amose uyawatshela: "Lungela ukuhlangabezana noNkulunkulu wakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuwasiza akwazi ukulwa nokuthambekela esonweni azalwe nako. - Genesise 8: 21; Roma 7: 21 - 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMzalwan 'uTimm waphetha:' Ukuze sizuze umklomelo wokuphila, kumelwe sibe nokuthula noJehova, uMniki womklomelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, ziqala ukuzinyeza, mhlawumbe zizibize ngokuthi "zimbi" nokuthi "ziyizilima" bese ziziphatha ngaleyondlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, uPawulu uyeluleka: "Masihlale sisangulukile futhi sigqoke isivikelo sesifuba sokholo nothando, sifake nethemba lensindiso." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele sikholelwe ukuthi ukuphela kungafika noma nini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1946, u - Eric waya eWatchtower Bible School of Gilead futhi wabelwa eRhodesia eseNingizimu, manje okuyiZimbabwe, futhi yena nomkakhe basakhonza ngokwethembeka njengezithunywa zevangeli eThekwini, eNingizimu Afrika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulondoloza indawo yezilwane ezinjengalezi, namahlathi emvula amakhulu angavikelwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamphendula: "Kwakumelwe bakhothame." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Walihlanganisa nomyalo wesibili, othi: "Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala basungula iqembu labazalwane nodade abazenza batholakala ukuze banakekele izidingo zabagulayo nabantu abadala ebandleni lethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
kufiphazwe amehlo abo ukuba angaboni, ugobe umhlane wabo njalo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwathatha iminyaka emibili nesigamu ukuqeda ujantshi ongamakhilomitha ayikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
usho ngamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uyathanda ukuvuswa lapho ulele zwi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucwaninga kuye kwembula ukuthi "amaphesenti angaba ngu - 90 ezibulala - zinambuzane ezisakazwa ngesifutho noma ngendiza enophephela emhlane ahwamukela emoyeni ozungezile phakathi namahora ambalwa nje futhi ahogelwa abantu abakulendawo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi kwakuyisihloko esibeka inselele somhlangano WaseCedar Point, eOhio. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho ubona abakhangisi abaphambili nabadlali basesiteji abayizikhondlakhondla ku - TV nakomagazini, kuyaqondakala ukuthi ungase uzinyeze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje sekunezinhlobo ezingaphezu kuka - 75 000 ezaziwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingcebo yolwazi lwezokwelapha etholakala kuleyo ncwadi yamenza waba ingqalabutho kwezokuthakwa kwemithi nokusetshenziswa kwamavithamini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esendaweni ayegcinwe kuyo eRoma, uPawulu wawumemezela ngesibindi uMbuso kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela lapho kuqhubeke, waqala ukuba khona emihlanganweni futhi akakaze aphuthe ngisho nakowodwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lendlela yokuklama izakhiwo yenziwe kahle ukuze kwakhiwe izakhiwo eziphole ngokwanele esimweni sezulu esishisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubungeke yini ulandele izinyathelo zakhe eduze, mhlawumbe uze unyathele lapho enyathele khona? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Owesine: "Niqaphe: ngamehlo nangenhliziyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngitshele okwengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe amazwe anjengeBrazil angenza amahlathi awo emvula abe ngazuzisayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngisho nakuba kunento enjengenkululeko yokukhuluma, awunakusho noma ukhiphe izinto ezithuka abanye noma wenze ukukhononda okungamanga emphakathini okungabeka engozini ukulondeka nokuphila kwabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsindo ozwakala lapho ephefumula kungenzeka ubangelwa umoya uma udlula emisipheni ekhipha izwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, umphostoli uPetru usibekela lo mgomo: "Ngcwelisani uKristu njengeNkosi ezinhliziyweni zenu, ngaso sonke isikhathi nilungele ukuvikela phambi kwabo bonke abafuna ngenkani isizathu sethemba elikini, kodwa nenze kanjalo ngomoya omnene nangenhlonipho ejulile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izimvu nezimbuzi zazivame ukweluswa nokuklabiswa ndawonye phakathi nosuku. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
USathane nezwe lakhe, kanye nenyama yethu engaphelele, kusicindezela kakhulu ukuze kusidedisele kude noJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuxilongwa okwenziwa ngemva kokuvivinya umzimba kwabonisa ukuthi amandla ezicubu zalabo bantu ayesephindeke kabili nangaphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolimi olusankondlo, umhubi uprofetha ukuthi 'imicibisholo yeNkosi ibukhali ihlaba enhliziyweni yezitha zayo' futhi 'yenza amaqembu ezizwe awe phambi kwayo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke ilanga belingangena shí ongqimbeni lomkhathi wethu, obekungasakaza ifu i - Oort. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
LAPHO kutholakala ukuthi othandekayo unesifo esibulalayo, umkhaya nabangane bacindezeleka kakhulu futhi bangazi ukuthi benzenjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho ukuvumela ukunqotshwa izifiso zenyama kungasidalela inhlekelele njengoba kwenzeka kuma - Israyeli angu - 24 000 emaThafeni akwaMowabi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, ukubhula ngezinombolo akuyona indlela ezuzisayo yokuqondisa ukuphila kwakho noma yokuhlela ikusasa lakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba isiyalo sikaJehova singabonisa indlela asizonda ngayo isono, singabonisa nendlela amkhathalela ngayo umuntu owonile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uma ngifika lapho, noma yibaphi abantu enithi bayamukeleka ngezincwadi, labo bantu ngiyobathumela ukuba bayise isipho senu somusa eJerusalema. "- 1 Kor. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova usinike umsebenzi osilethela injabulo, osisondeza kuye nakubafowethu futhi ovikela ubuhlobo bethu naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayizimisele ukushiya wonke amalungelo ayo ngokuba ibe umuntu futhi inikele ngokuphila kwayo njengesihlengo ukuze ilungise umonakalo owabangelwa uSathane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Iyiphi indlela yokubonisana nabantu oyithole iphumelela lapho uxoxa ngesihogo somlilo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bheka IPhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kepha wababheka, wathi: "Yini, pho, lokhu okulotshiweyo ukuthi:" 'Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho wenza umhlatshelo kuNkulunkulu, ayengagunyaziwe ukuba awenze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ithemba lokuthula kwezwe alive livusa amadlingozi, alive lingokoqobo, ukuba linganganakwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, izigidi zabantu, mhlawumbe zingaqapheli, zithandazela lo hulumeni womhlaba wonke lapho zisho la mazwi omthandazo ngokuvamile owaziwa ngokuthi uMthandazo WeNkosi: "Umbuso wakho mawuze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umshado KaIsaka Omkhulu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwe anezimboni afuna ukunciphisa lezinhlelo futhi aqede ukukhohlakala, ukuphatha budedengu, nokusaphaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Beqondiswa umphathi wesiteji, ochwepheshe abalungisa izinto zesiteji, abasebenza ngemishini, abasebenza ngogesi, ababazi, nezinye izisebenzi badiliza izinto obekuhlotshiswe ngazo isiteji behambisana ngokuphelele futhi bemisa imidwebo yasesiteji. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthuthumela, Inhlonipho Nokwesaba | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho noKristu akazijabulisanga yena. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuba amaNazi ethathe umbuso ngo - 1933, umsebenzi woFakazi BakaJehova wavinjelwa ezingxenyeni eziningi zezwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase ube namahloni okukhuluma ngemali, ikakhulu nomuntu oshade naye, mhlawumbe ngenxa yendlela owakhuliswa ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, uthi baphoqelelwa "ukuzimisela kwabo... ukuphishekela izinto ezibonakalayo," okuyisifiso sabo sokuveza "imibono enobufakazi obubonakalayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusatholakala izizwana ezintsha emahlathini ase - Amazon. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kuyiqiniso ukuthi "kunesikhathi sokukhuluma," sikhona 'nesikhathi sokuthula.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova uyakwesabeka phezu kwabo, ngokuba uyakuzacisa bonke onkulunkulu bomhlaba, bakhuleke kuye, kube - yilowo nalowo endaweni yakhe, zonke iziqhingi zezizwe. "- Zefaniya 2: 10, 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yisiphi isizathu esiyinhloko sokuzibekela imigomo njengoba sikhonza uNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke lalelisisa njengoba ethululela kuwe lokho akuzwa enhliziyweni yakhe. - Qhathanisa nezAga 20: 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhamba kwesikhathi leli ngqamuzana liyafa, kodwa ngemva kokuba selikhiqize izinkulungwane zezinhlayiya ezintsha zesandulela - ngculaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angisoze ngalukhohlwa usuku engayiswa ngalo esigodlweni sezindelakazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UmKristu owayeqinile angase akhukhuleke okholweni, mhlawumbe aze awele ngisho nasenkambweni engalungile, njengokuziphatha okubi, noma awele ekuhlubukeni ngenxa yokuhamba endleleni eshelelayo yokungabaza nokwamukela ukwaziswa okungeyikho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkululeko Engokwenkolo Icatshangelwa Kabusha EGreece | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwamahora ambalwa, amaphoyisa asikhulula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulo mongo, ukusebenzisa induku yokuyala akusho ngempela ukuyishaya ingane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, ungazithalalisi izingozi ingane yakho ebhekene nazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova usisiza kanjani ukuba sigcine ubuqotho bethu manje? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuziphatha okubi, ukungabi nasimilo nezingcindezi akutholakali emakolishi noma emayunivesithi kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uhlanganyela emsebenzini wokushumayela ngoMbuso, uyisisebenzi esikanye noJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinyangeni ezalandela, unembeza wami wavuselelwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGALESOSIHLOKO esikhulu iphephandaba lansuku zonke laseBuenos Aires iCrónica, kaDecember 7, 1990, labika ngomhlangano woFakazi BakaJehova owawuseRiver Plate nasezinkundleni zebhola likanobhutshuzwayo eVélez Sarsfield. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, unesihawu kophansi, kompofu nakowesifazane oyinyumba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wabhala ukuthi "izwi likaNkulunkulu liyaphila, linamandla." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Akusilali' nayinye ngokubheka kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibhalo egciniwe yase - Asiriya ichaza ukusetshenziswa kwe - anemone evamile ekudambiseni ubuhlungu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu onguMninimandla onke, uJehova, unguMsunguli wemizwelo ayifaka kubantu, kanti onkulunkulu abenziwe abantu, kanye nezithixo, bamane babe nezici noma izimfanelo zabantu ababenzile. - Genesise 1: 27; Isaya 44: 7 - 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, emangqamuzaneni egazi amhlophe kungakhishwa ama - interferon nama - interleukin, asetshenziselwa ukwelapha izifo ezibangelwa amagciwane kanye nomdlavuza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.