sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
NgokomBhalo, isivumelwano soMthetho saphela futhi sathathelwa indawo yisivumelwano esisha ngePentekoste.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nathi kumelwe silobe umthetho kaNkulunkulu ezinhliziyweni zethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umphakathi wabathengi, kungakhathaliseki ukuthi useShayina noma kwenye indawo, uye washintsha lokho okuthandayo nalokho okufunayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokusobala, kubalulekile ukuba sithole umbono onembile ngokuthi singobani ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kudala ingozi yesikhumba. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
* Ithemba lokuphinde sibe nabathandekayo bethu asebafa liyasithokozisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungathola nokuhlakanipha okusebenzayo kokubhekana nezinselele zokuphila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wathi: "Cabangani ngezimbali ezikhula endle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Biza Egameni LikaJehova Futhi Ukhululwe!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uzembulile kithi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungase kudingeke bafunde ulimi olusha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umthandazo oqotho noqondile mayelana nalesi sinyathelo esibalulekile ungase ubashukumise futhi ubanike isibindi sokuzivumelanisa ngokugcwele neZwi likaNkulunkulu, bazinikezele ngokungazigodli kuJehova uNkulunkulu, babhapathizwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe isenzo sikaSamsoni e - Ashikeloni sasiwukuziphindiselela?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukululama Kuwumthwalo Wakho Wemfanelo
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba isimo somntwana kakade sisuke sesilolongekile isikhathi eside ngaphambi kokuba angene esikoleni, umbiko wathi: 'Kuncane uthisha angakwenza ukushintsha lokho.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usizo Ekuqhubeni Isifundo SeBhayibheli Somkhaya
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa iBhayibheli libonisa ukuthi uyazikhetha izinto afuna ukuzazi ngokuphathelene nekusasa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lezi zamuva, iningi lazo elivela ongqimbeni lweqhwa olukhulu olumboze iGreenland, ziwusongo olukhulu kakhulu kubantu, njengoba zingase zikhukhuleke ziye emizileni yemikhumbi enqamula i - Atlantic.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekhuluma nendodana yakhe endala, uyise wathi: "Mntwana, ubulokhu unami ngaso sonke isikhathi, futhi zonke izinto ezingezami zingezakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungenzeka ukuthi ibisemzini lapho uJesu ebegubhela khona iPhasika futhi kamuva yase ilandela isixuku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukungawunaki owodwa kuvala umnyango wokwazi ngoNkulunkulu. - IHubo 119: 105; Isaya 40: 26.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulowo mhlangano, ngahlangana noMaria Pizzato.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqonda kuyokusiza futhi ukuba usheshe usabele emizweni yabazali bakho futhi uzame ukubasiza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyakwamukela ukuthi kudingeka asilinde ngesineke "isithelo somhlaba esiyigugu."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli alifundisi futhi ukuthi konke ukuphila kuyoqothulwa yimpi yomhlaba wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(c) Ukulandisa kweBhayibheli kukuchaza kanjani ukudalwa komfazi wokuqala ongumuntu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, kumelene nalesisimiso ukwakha umtholampilo wokuhlinza inhliziyo uma ungenzi lutho ngezimbangela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangisisa Ngale Mibuzo:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva konyaka nengxenye, uDavid wabhapathizwa njengomunye woFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lo mprofethi osegugile waqamba amanga wathi ingelosi kaJehova yayimyale ukuba abonise umoya wokungenisa izihambi kulo mprofethi okanye naye.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe "Ukuba Olungile" Yikona Kuphela Okubalulekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
3, 4. (a) Ukukhulumisana kubaluleke kangakanani ekuphileni komkhaya, futhi kungani ngokuvamile kuphakama izinkinga ngokuphathelene nakho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova emhlabeni wonke bakusebenzela kanzima ukuba neqiniso, belingisa uNkulunkulu wabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, emakhulwini eminyaka abantu abaningi baye bakujabulela ukugcina izimfihlo, baye bahlangana ndawonye bakha amaqembu omshoshaphansi befuna ukufinyelela umgomo ofanayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ongqingili 'bazitholela umvuzo ofanele ukona kwabo.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma udokotela esitshela ukuba sidede otshwaleni, besingeke sizizwe sikhululekile ukuzijova ngabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakhathaliseki ukuthi ucela ukugitsheliswa noma cha, ukuhamba ngaphandle kokuhlela - nakuba kukhanga kwabathile abangafuni ukuzizwa bebophekile - kuwukuzidonsela amanzi ngomsele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu okwenzekayo akumangazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AMAVIKING AYEHAMBA KANJANI NGEMIKHUMBI?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho noma into ethile ingasingathiwe ngendlela okufanele isingathwe ngayo, akufanele yini sibe nokholo kuJesu Kristu njengeNhloko ephilayo yebandla lobuKristu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusho ukusindiswa ekubhujisweni kwalesi simiso sezinto esibi samanje futhi ekugcineni nasekufeni ngokwakho!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kanti uma ingane yakini inamakhono avelele, inezinkinga ezingathi sína, noma inesithakazelo noma izici zobuntu ezifana nezabazali bakho, ungase ulwe kanzima ukuze uthole ukunakwa nje okuncane!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uzakubona okukhulu kunalokho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngisho nabangane abanezisusa ezinhle bangabacindezela kakhulu bengahlosile abantu abangashadile ngokubelesela ngokubuza ukuthi, 'Uzoshada nini?'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli lisitshela lokho okudingeka sikwazi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuqinisekile abazizwa bekhululekile ukunikeza uKesari noma yini engase ithathe isikhathi esingase sisetshenziselwe imisebenzi engokwasezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sizwa ngezinguquko ezihlongozwayo kwezemfundo, kwezenhlalakahle, nasemajele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yaleso sizathu, sithandaza njalo kuJehova ukuba asisize sikwazi ukuzibona, futhi sifuna isiqondiso sakhe sendlela esingazenqaba ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
□ Umuzi uyofanekiselani phakathi nokuBusa Kweminyaka Eyinkulungwane, futhi kungani igama lomuzi lifaneleka?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izifundo Ezivela EmiBhalweni: Zefaniya 1: 1 - 3: 20
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Utshani buyabuna, imbali iyavuthuluka," kwasho umprofethi uIsaya, "kepha izwi likaNkulunkulu wethu limi kuze kubephakade." - Isaya 40: 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Muva nje abadala baye baluleka abashumayeli ukuba bangagcizeleli kakhulu 'ukuphela kwezwe' nesiphelo esidabukisayo esiyofikela izoni, kodwa kunalokho ukuba bachazele izilaleli ukuthi uJehova ubanikeza ithuba lokuba bathole 'ukuphila okuphakade epharadesi emhlabeni.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kulapho uMdali aqala khona ukukhulekela okuhlanzekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kwesikhathi esingangenyanga, i - hashish yayingasangidaki, ngakho ngaqala ukubhema ama - amphetamine kanye ne - hashish.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngoba akubona bonke abavela ku - Israyeli [wemvelo] 'abangu - Israyeli' ngempela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wayeseqale 'ukuzifunela izinto ezinkulu,' mhlawumbe ingcebo, ukuvelela, noma ukulondeka ngokwezinto ezibonakalayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wazilungisela kanjani umhlaba izinhlobo eziningi kangaka ezihlukahlukene zezidalwa eziphilayo, wawulungiselela kanjani umoya izinyoni ezazingandizela phezulu kangaka kuwo, wawalungiselela kanjani amanzi okuphuza nemifino ukuba isebenze njengokudla, wayenza kanjani inkanyiso enkulu ukuba ikhanyise usuku futhi yenze ukuba umuntu abone, futhi wayenza kanjani inkanyiso encane ukuba ihlobise ubusuku?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokuvamile, benqaba ngenkani ukuvumelana nesimo, 'njengomuzi onamandla' ovinjezelwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izithombe ezisesahlukweni sokugcina ziyimifanekiso emihle kakhulu yePharadesi esake sayibona!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
USamuweli walinikezwa kanjani ithuba lokudumisa uJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Alukho usuku olwaludlula ngingazange ngicabange ngokungathi sína ngokuzibulala. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungazelele, kube sekuvela udedangendlale wethafa eliphakeme - i - Altiplano eseningizimu yePeru.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wahlanganyela ecebweni elabangela ukuwa nokubulawa kukaCromwell.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Umphefumulo' ubhekisela kumuntu ewonke, namakhono akhe wonke omzimba nawengqondo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyavunywa, leyonhlawulo ayizange imkhulule uJobe esonweni, ngakho ngokuhamba kwesikhathi wafa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba lomthambeka usendaweni egcinelwe isizwe samaNdiya, lolu bumba lungathathwa amalunga alesi sizwana kuphela, acishe abe ngu - 2400 eSanta Clara Pueblo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakunabangane abangu - 1 300 enkonzweni yesikhumbuzo kaJeffrey noFrieda.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli aligcinanga nje ngokungifundisa ukuhlonipha abanye, kokubili abesilisa nabesifazane, kodwa liye langisiza ukuba nami ngizihloniphe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela nesibonelo sikaMariya, umama womlobi weBhayibheli uMarku.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Laphawula ukuthi imfundiso eyisisekelo yobuKristu akuyena uZiqu - zintathu, njengoba abaningi besho, kodwa ukulwelwa kukaJehova ngoMbuso wakhe ngaphansi kukaKristu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, banomuzwa wokuthi akukho okungalungile ngokukhulekela uNkulunkulu nganoma iyiphi indlela abayithandayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu umelelwa 'u - Israyeli kaNkulunkulu' emhlabeni, amaKristu agcotshiwe 'agcina imiyalo kaNkulunkulu futhi anomsebenzi wokufakaza ngoJesu.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, kusukela ngawo - 1960, izikole eziningi zemfundo ephakeme ziye zaba izizinda zokungabi - namthetho nokuziphatha okubi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphezu kwalokho, kuye kwafakwa amasiko angokwenkolo, amaKatolika amaningi awabheka njengabaluleke kakhulu kuneBhayibheli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwesaba kwethu uJehova okunenhlonipho akukhona ukwesaba ukwaliwa noma ukungamukelwa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, 'baqhubeka bakha' futhi "baqhubeka benenhliziyo yokusebenza."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba iBhayibheli laprofetha, abantu namuhla 'bangabazithandayo.' - 2 Thimothewu 3: 1, 2.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho echaza umsebenzi wanamuhla woFakazi BakaJehova wabonisa izilaleli zakhe amapheshana anezithombe zamahhovisi egatsha ahlukahlukene kanye nezithombe eziningana zamaHholo OMhlangano.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Idrama elandele, ethi Yiba Ongokwasezulwini, Hhayi Othanda Izwe, ibonise ithonya elibi izihlobo ezithanda izwe ezinengqondo yokuzibusa ezingaba nalo," kuphawula uJesse noMichelle Duncan.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, akwanele ukumane uhlanganise indaba ethile engokomBhalo esifundweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UClara, oneminyaka engu - 69 ubudala, uthi izingubo ezinjalo ezibonisa ngalé kubonakala zithiya "injongo yokuqala yokwenziwa kwe - kaba," okwakuwukuba "imboze ngisho namahlombe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"UJehova uNkulunkulu wathi: Bheka umuntu usenjengomunye wethu, uyakwazi okuhle nokubi; kepha manje makangeluli isandla sakhe, athathe nakuwo umuthi wokuphila, adle, aphile kuze kube - phakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inkulumo yeningi ntambama inesihloko esithi "Ukuhalalisela Izwe Elisha LikaNkulunkulu Lenkululeko!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iqaphela ukuthi umculo osho phezulu ungase ubangele "nokutubeka, ubuhlungu bekhanda, ukuzula kwengqondo noma ukuqwasha," i - Przyjaciółka ayibakhuthazi abazali ukuba benqabele ukusetshenziswa kwama - stereo kodwa isikisela ukuthi abazali bafundise izingane zabo ukuba zilinganisele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba ngamunye wethu kumelwe azithwalele owakhe umthwalo, sinxuswa ukuba sisizane ukuze sibhekane ngokuphumelelayo nobuthaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela ezinye izibonelo zokuqonda elizinikezayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho intengo yelayisi ikhuphuka ngamaphesenti angu - 60 ezweni elithile laseNingizimu - mpumalanga Asia, izihloko eziphambili emaphephandabeni zathi: "Kungenxa Yokuhwebelana Kwembulunga Yonke!"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanye amakhosi abusa kwa - Israyeli ngemva kukaJerobowamu oNadabi, uBhahasha, u - Elahi, uZimri, uThibini, u - Omri, u - Ahabi, no - Ahaziya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole ukwaziswa okuningiliziwe ngesiphetho seBabiloni Elikhulu, bheka incwadi IsAmbulo - Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!, amakhasi 258 - 66, enyatheliswa yi - Watchtower Bible and Tract Society of New York, Inc.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esikholwa nabo abangamalungu ebandla lethu bangaba "usizo oluqinisayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyamenza wakwazi ukwenza intuthuko enjalo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaphandle kokungabaza, sonke siyobhekana nokudumala okuthile esikhathini esizayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(a) Yiziphi izindlela uJehova aye wagcizelela ngazo iseluleko esilotshiwe ngokufundisa ngomlomo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiyoba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekuphileni kwakhe kwangaphambi kobuntu, wayeye wavuma ngokuzithandela ukuthunywa nguYise emhlabeni, lapho ayeyohlanganisa ekushumayeleni kwakhe izinto ezazibhalwe nguIsaya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho itabernakele seliyifezile injongo yalo futhi sekwenziwa amalungiselelo okwakhiwa kwethempeli, uDavide wenza umnikelo omkhulu wethempeli elalizokwakhiwa indodana yakhe uSolomoni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani umpristi othile aphawula kahle ngoFakazi BakaJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ENorfolk, eNgilandi, muva nje kuye kwatholakala izinto ezihlukahlukene zegolide; phakathi kwazo kukhona amatorque, imigexo eqine ngokukhethekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Inyama yethu engaphelele ingakwenza buthaka ukuzimisela kwethu ukuhlala siqaphile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umhubi wanikeza lesi siqinisekiso: "Phonsa umthwalo wakho phezu kukaJehova, yena uyokusekela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn