sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
Yebo, kufanele kukhunjulwe ukuthi uJosefa wayethengiselwe ebugqilini eGibithe, nokuthi waphila ngesikhathi izinceku zikaNkulunkulu zingenawo uMthetho kaMose noma "umthetho kaKristu." - Genesise 15: 5 - 7; 50: 19 - 21; Galathiya 6: 2.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunemishini enjalo elinganiselwa ku - 420 000 eFederal Republic yaseJalimane, ematasa ikhuthuza cishe u - R2 550 - 000 000 kubantu baseJalimane minyaka yonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuyi - Mainichi Daily News kwanikezwa umbiko womnikazi wenkampane ye - benriya owathi komunye umngcwabo wesikhulu senkampane ake aya kuwo, cishe abantu abangu - 60 kwabangu - 100 ababekhona babeyi - benriya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umuzwa wokuphuthuma wokuhlonipha uNkulunkulu uyingxenye ebalulekile yenkonzo yomphefumulo wonke eyenzelwa uJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Le filimu yaqinisa ubuhlobo bami noNkulunkulu futhi yangisiza ukuba ngilungiselele ukukhuthazelela bonke ubunzima engizobhekana nabo esikhathini esizayo. "- UVladimir Kovash, e - Irkutsk.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kumelwe sibhekane namaqiniso, njengoba kwenza uJesu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba kulandisa uSolomoni, yiziphi izinyathelo ezaholela kancane kancane insizwa ethile ekuziphatheni okubi?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uzama ukuphoqa ogulayo, kuba yilapho impi iba nzima khona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
NGEMVA kokuphawula izimfanelo zikaJohane uMbhapathizi, uJesu uletha ukunakekela kubantu abamzungezile abaqhoshayo, abambuluzayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, izinceku zikaJehova ezimesabayo zasendulo, njengeNkosi uDavide, 'zazilwa emphefumulweni yazo' ngezinye izikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1969, ngemva kokuhlala iminyaka engu - 13 eTasmania, sathuthela esifundazweni sasenyakatho yeQueensland, lapho siye sahlala khona kusukela ngalesosikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Empeleni, iBhayibheli lembula ukuthi uJehova ubaduduza ngezindlela ezihlukahlukene labo abadinga induduzo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba uSathane eqhubeka nokusebenzisa usongo lokusifaka emajele ukuze amise ukushumayela ngoMbuso, makhulu amathuba okuthi abanye ohulumeni bawashushise amaKristu eqiniso.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Akumangalisi ukuthi uMark Griffiths, umcwaningi wemiphumela yokugembula entsheni, uthi: "Ukuphela kwendlela yokwenza imali ngomshini wokugembula ofakwa imali iwukuba ube nowakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Waphambuka futhi uNkulunkulu wethu onesineke akabange esambekezelela. - Funda eyoku - 1 AmaKhosi 11: 4 - 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
IBhayibheli liyasiqinisekisa ukuthi uma abantu abalungile bekhuthazwa futhi benziwa baqabuleke ngalo mbono, bayokwenza konke okusemandleni abo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanye ama - Israyeli ayekubheka kanjani ukuzidela kwalabo benzi bokuhle?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngempela kumnandi ukuba seduze nomuntu ophayo, wenza ukuphila kujabulise.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Angasuka yini kulesosimo aye esimweni esibusisiwe sokwamukelwa uJehova?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho, kwathiwa angimbe imisele yamasosha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isakhamuzi sathi: "Kwakuzwakala sengathi umhlaba uyabhubha."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho, ngakwazi ukuthola izimpahla zokugqoka nezicathulo futhi ngageza okokuqala ngemva kwesikhathi esingaphezu konyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UNkulunkulu wabangela ukuba izenzo namazwi kaMariya kulotshwe eBhayibhelini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kuwona nguBali owayebusisa izwe ngezimvula ekupheleni kwenkathi yokomisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziphi izifundo ezimbili esizithola emfanekisweni wemvu elahlekile nowohlamvu lwemali olulahlekile?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhathi esinikeziwe sokufeza lomsebenzi wokuhlukanisa silinganiselwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izigqoko ezazifakwa yimigundatshani yebutho lamaRoma zaziklanyelwe ukuvikela amasosha lapho eshaywa ekhanda, entanyeni noma ebusweni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kunalokho, abantu abaningi banokhahlo futhi bayazikhukhumeza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UPawulu wakubheka kanjani ukuba kwakhe semncintiswaneni?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthumela kukaNkulunkulu iNdodana yakhe ethandekayo emhlabeni kwakuwukubonakaliswa kobubele bakhe okukhulu kunakho konke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekilasini babefunda ngeMpi Yezwe II, kwabe sekuphakama indaba yokuQothulwa Kwesizwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwabaningi, ukuphelelwa yithemba kube sekuthathelwa indawo injabulo, futhi ukukhathazeka ngokungadingekile kuthathelwe indawo ukwethemba uBaba wethu osezulwini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngaleyondlela wayenolwazi namakhono angaphezu kwalawo abantu abavamile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UCraig uyakhumbula: "Ngangifunda esikoleni sabantwana abakhubazekile kwaze kwaba yilapho sengifinyelela ebangeni lesithathu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaningi, kusho lombiko, bayamukela imali, nakuba abaningi bathi bayibuyisela kamuva.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa ekugcineni basisebenzisa iseluleko sikaPawulu futhi babonisa ukuphenduka okuqotho.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cabangela isibonelo sokugcina sendlela uJesu asebenzisa ngayo igunya lakhe ngendlela ecabangelayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kufa, luphi udosi lwakho na? "- Qhathanisa neyoku - 1 Korinte 15: 55.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma umuntu engayithandi iNkosi, makabe ngoqalekisiweyo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho abantwana babedlalela ubumnandi nje, babeya ekhaya uma belimele futhi bangadlali futhi kuze kube yilapho ubuhlungu sebuphelile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okungenani phakathi nesikhathi semiBhalo YesiHebheru, abenzi bobubi babebulawa kuqala, mhlawumbe ngokukhandwa ngamatshe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani besebenzisa isikhathi, amandla, amakhono, nezinto zabo ukuze bakhonze izithakazelo zabanye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kanti - ke abantu badla lezi zilwane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njalo ngemva kweminyaka engu - 50, kwakufanele libuyiselwe kumninilo noma emndenini wakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, inkulisa enhle, ithatha izixwayiso zokuvikela impilo ngokungathi sina.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuthi umuntu uyagula akusho ukuthi akasakwazi ukufeza indima yakhe njengobaba, umama nokunye. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngo - 1994, ezifundazweni eziningi zaseningizimu, lapho esikhathini esingeside esidlule ukugembula kwakubhekwa khona njengesono, sekwamukelwa ngenjabulo futhi kubhekwa njengomsindisi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kukho konke, wabona ukuthi izwi likaJehova lithembeke ngokuphelele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yiqiniso, kungase kudingeke ukuba umuntu aqale ngokuthambisa inhliziyo yakhe andukuba 'anxuse uJehova,' ngokushiya inkambo yokona nangokuphenduka ngobuqotho. - IHubo 119: 58; Daniyeli 9: 13.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
iminyaka engu - 70 582 Kuyaphela ukubusa
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wanikeza sonke isintu "ukuphila nokuphefumula nakho konke."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa yini eyenza into ishise noma ibande?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani uJesu athi abafundi bakhe babezoba "abadobi babantu"?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okokuqala, cabanga ngomongo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, idumela lakhe njengombulali wezinyoka liye lenza uchakide waduma.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kanti phakathi nesiwombe sokwesasa ngokweqile salesi sifo, ungase ulahlekelwe ikhono lokwahlulela okuhle futhi ungase ungayiboni ingozi yezenzo zakho. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ekugcineni, leliqhwa liba likhulu futhi liqine kangangokuba lentaba yeqhwa esindayo ikhukhuleka kancane kancane isuka emagqumeni aphakeme yehlele ezigodini futhi ekugcineni ingene olwandle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma ngokuthobeka nentshiseko senza ingxenye yethu, uJehova uNkulunkulu noJesu Kristu bayoyibusisa inkonzo yethu. - 1 Korinte 3: 9.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma uqhathanisa ingxenye ngayinye ye - DNA nencwadi eseshalofini lomtapo ophawulwe kahle, khona - ke ukuthola isakhi sofuzo kufana "nokuthola ingcaphuno encwadini eyodwa kunokuba uhlole kuwo wonke umtapo," kuchaza umagazini i - New Scientist.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho icebo labo lidaluleka, uJoshuwa wayala ngokuthi abaseGibeyoni babeyokhonza 'njengabagawuli bemithi nabakhi bamanzi kuyo inhlangano nakulo ialtare likaJehova.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukusuka eTuvalu sabelwa egatsheni laseSamoa ngo - 1985.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, ngokuvamile ukuba nesizathu nje kuphela akwanele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kwayilungiselela ngempela inhliziyo yami ukuba ibhekane nale nselele.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
KoFakazi baseMoscow naseKiev, isici esivelele esiyinhloko mhlawumbe kwakuyizihambeli zomhlangano eziyizinkulungwane ezazikhona ezazivela kwamanye amazwe amaningi, kuhlanganise namalungu eNdikimba Ebusayo yoFakazi BakaJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaningi bakholelwa ukuthi ngokuyisisekelo kunempilo "ukuveza imizwa yakho ngaphandle kokuzibamba" noma "ukuveza imizwelo enamandla noma intukuthelo ngendlela enamandla."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqaphela isenzo noma inkambo yokuphila engalungile kungakhathaza unembeza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ebona ukuthi inqola yethu iphukile, wacela ukusilungisela yona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ULuis uthi: "Luhlale lukhona njalo ugibe."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba amelana namanye amaphutha esonto, wahlala engumKatolika.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, izingane zithola amandla nesibindi lapho zizwa abazali bazo bezitshela ngobuqotho ukuthi bayazithanda futhi bayazazisa.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sifundo sizosisiza ukuba sikhuthazele ngokusikhuthaza ukuba sigcine izingqondo zethu zigxile kuJehova uNkulunkulu naseMbusweni wakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
U - Amy, ongumama, uye wathola izixazululo ezisebenzisekayo ekuphileni kwansuku zonke kuyi - Phaphama!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izimvu zithola ukuphila okuphakade, izimbuzi ziya ekubhujisweni kwaphakade.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AmaBrahma, okucatshangelwa ukuthi avela emlonyeni wakhe, ayengabaholi benkolo; amaKshatriya, avela ezingalweni zakhe, abaholi bezempi nabezombangazwe; amaVaisya, avela emathangeni akhe, abalimi, izingcweti nabahwebi; namaSudra, avela ezinyaweni zakhe, izigqila.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Cishe kuyo yonke imihlangano, abafowethu basitshela indlela abakwazisa ngayo ukuba khona kwethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - video Ehloselwe Ukuthinta Izinhliziyo Zentsha
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJEHOVA unguNkulunkulu ophendula imithandazo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze umqondo wakhe, ziwenze umqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindawo zezitolo, amafekthri, izindawo zokugcina izimpahla zasesitolo - konke kwaba izisulu zokuhlasela kwemvelo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isibonelo sikaJesu sibonisa ukuthi imithandazo inamazinga ahlukahlukene okujula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"BENGILOKHU NGIHLUSHWA IMIZWA YOKUNGABI YILUTHO KUKHO KONKE UKUPHILA KWAMI," KUBHALA OMUNYE WESIFAZANE ONGUMKRISTU.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJohane uyabhala: "Uma sihamba ekukhanyeni njengoba naye [uNkulunkulu] ngokwakhe esekukhanyeni, sinaso isabelo esisihlanganyelayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
"Kodwa okuningi ukuhlola okwenziwa iEPA," esho, "kwenziwa ngemishini yokuhlola ebekwe emakamelweni angezansi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lokhu kuye kwaveza amazwi athi "izisulu zomlando ezilibalekile."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isaga siyaxwayisa: "Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke, kepha oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe." - IzAga 14: 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umoya kaNkulunkulu waqinisekisa ukuthi ukungapheleli kwabantu akusonakalisi isigijimi sakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ingabe esikukweleta uKesari kugcina ezinteleni zemali?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UKristu uyiso kanye isisekelo okwakhelwe kuso ukuphila kwethu okungokomoya, ukholo lwethu nethemba lethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
kanye nomagazini owumngane wayo, INqabayokulinda:
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yini eyayingabangela le gesi ukuba ihambe ngejubane elingako?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho engekho amalungiselelo amisiwe, kukumzali owine abantwana ukunquma ukuthi ubudlelwane nowayengumlingane bungaba nazo yini izingozi ezingokomzimba noma ezingokomoya. - ED.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Khuluma: Ukusho ngokuzwakalayo uthi, 'Kumelwe ngishayele uJohn ucingo kusihlwa,' kungenye indlela engakusiza ukuba ukhumbule ukukwenza.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abagembuli abaningi bakholelwa ukuthi imishini yokugembula noma amasondo eroulette kunenkumbulo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho uNkulunkulu ebhubhisa amazibulo aseGibhithe, wangcwelisa amazibulo ama - Israyeli, wawahlukanisa ukuba abe ngawakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wawuyokwenzenjani ukube wawungenye yezinceku zikaNahamani? - Izinceku ziyambuza: 'Ukube bekuyinto enzima u - Elisha akucele ukuba uyenze, ubungeke uyenze?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezinganeni, ukuntuleka kwe - iodine kunganqanda ukukhiqizwa kwama - hormone kanjalo kuthiye ukukhula komzimba, kwengqondo, nokwezitho zobulili - isifo okuthiwa i - cretinism.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakubonakala sengathi inyanga yayihamba kancane idlula phambi kwelanga.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nakuba kunjalo, kwakunento eyodwa eyayingethusa - ukulindela ukusha esihogweni somlilo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yalokho, akukhona ukubhekana namaqiniso ukuyithatha kalula inqubo yokuvala inzalo yabesilisa noma yabesifazane, uyithathe njengokungathi iyindlela yokuvimbela inzalo yesikhashana.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ukulandisa kwamaVangeli kuyasikhumbuza: "Hlalani nilindile"; "yibani abakulungele"; "hlalani nibhekile, nihlale niphapheme"; "hlalani nilungele".
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn