sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
IzEnzo ULuka ERoma c. ngo - 61 33 - c. ku - | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, njenganoma yimuphi ubaba onothando, uJehova ufuna ukuba ngayinye yazo zonke izingane zakhe ibe nobuhlobo naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, ukuthi uJesu wayenguMesiya kwakuwukuhlambalaza; futhi labo ababesho leyo nto engenangqondo kanjalo kwakufanele bajeze njengabahlambalazi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, abacwaningi namanje abayazi indlela ephumelelayo yokufaka izakhi zofuzo ezingqamuzaneni ezilimele noma indlela yokwenza ukuba isimiso somzimba sokuzivikela singazenqabi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngeshwa, amathambo emilenze yami abuthakathaka ayengakwazi ukuthwala isisindo somzimba wami, futhi ngokushesha ngaphoqeleka ukuba ngihambahambe ngamadolo noma ngesihlalo sabakhubazekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Peters kuhilela ukufaka i - Bacillus Calmette - Guerin (BCG) esinyeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwase kungamakhulu eminyaka itabernakele laseShilo libusiswe ngokuba noMphongolo wesivumelwano, kodwa manje wawungasekho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umgomo wami ukuqonda ingxenye encane kakhulu yenjongo kaNkulunkulu. "- UHenry Schaefer, uprofesa wesayensi yokuthakwa kwamakhemikhali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, lencwadi yayitadishwe kahle futhi idwetshiwe kangangokuba amanye amakhasi ayesephuma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abantu bavame ukungigwema ngoba abakwazi ukuxoxa nami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abafaneleyo abaye bemukela abafundi ezindlini zabo njengabaprofethi, mhlawumbe bebanika "inkomishi yamanzi abandayo" noma ngisho nezindawo zokulala, babengeke balahlekelwe umvuzo wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku olulandelayo, njengoba isimo sikababa sasiwohloka ngokushesha, odokotela baqale bakhuluma nomama ngasese futhi kamuva nomfowethu omncane ukuze babacindezele ukuba bavume ukuba ubaba ampontshelwe igazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho kungenzeka ukuthi wayezibona eyize njengemvaba egugile abanye ababeyilahla njengengakufanelekele ukuphatha izinto eziwuketshezi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lelo themba lasekela umbhangqwana oshadile e - United States lapho indodana yawo eneminyaka emine ubudala ifa engozini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abahluleka ukulawula imizwelo yabo ngokuvamile bahlale becasukile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - Accra, eGhana, ngo - July 4, 1995: Imvula enkulu kakhulu cishe eminyakeni engu - 60 yabangela isikhukhula esikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Kunezinkulungwane zezinkulungwane ezimkhonzayo, nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi ezimi ngaphambi kwakhe.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yikuphi ukuqhathanisa 'izizukulwane' uJesu akwenza njengoba kubika uMathewu noLuka? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangazi ukuthi inkonzo yayizoba inselele enkulu kimi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - September 1939, lapho kugqashuka iMpi Yezwe II, umfowethu u - Erich wabuthelwa ebusosheni futhi angibange ngisakwazi ukuqhubeka nemfundo yami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Asafa uyaqhubeka: "Mina ngiyakube ngikuwe njalo; ungibambile ngesandla sami sokunene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yathi: "Ningayisebenzisa lendlu kuze kuphele umsebenzi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunjengokungathi ngabanye baye banxusa: "Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko sokugcina kuloluchungechunge sizohlola leyomibuzo neminye ehlobene nayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bafanelwe ukuba sibazise, sibathande, futhi sibathandazele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe engamele imikhaya yawo nabantwana bawo "ngendlela enhle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kusaphulukiswa Ngokuyisimangaliso Namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Singaqapha kanjani ukuba singazikhohlisi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abamemezeli boMbuso bayobe benza kahle ngokuphinde bafunde lesosenezelo futhi basebenzise iseluleko saso enkonzweni yasensimini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJohn nabafowabo ababili nodadewabo abathathu nomama wakhe bonke babengamaKatolika futhi babemphikisa ubaba wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imishado eminingi ibhekana nezinkinga kanye nezikhathi ezijabulisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INzalo yowesifazane, uJesu Kristu, yayiyochoboza inyoka engokomfanekiso, uSathane kanye nenzalo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, wenza ukushumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu kwaba umsebenzi wakhe oyinhloko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwakho konke, yazisa uJehova ngalokho okukukhathazayo 'ngoba uyakukhathalela.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba engakalapheki, uhlale enombono omuhle ngokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa njengoba ukholo selufikile, asisekho ngaphansi komfundisi. "- Galathiya 3: 23 - 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngamanye amazwi, qaphela ukuba ungachithi isikhathi esiningi ukhuluma ngezinto ezingenamsebenzi noma ngisho nangolwazi olulimazayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile, uMdali womuntu onothando akayena ongenamizwa ngokuphathelene nalesisifiso semvelo sabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uvuna okuhlwanyelayo. - Galathiya 6: 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi i - The Causes of War ithi, "Inkolo ibe negalelo kuzo zonke izimpi ezike zaba khona." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ake ngikutshele okwengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyo ndlela, labo abasesivumelwaneni esisha noJehova uNkulunkulu basesivumelwaneni soMbuso futhi noJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isiwula siyingozi emphakathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngicabanga ukuthi kubalulekile lokho ukuze ingane ingazizwa sengathi iyahlulelwa. "- UGerald, waseFrance. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, ngase ngikulungele ukwenza izinguquko. - Efesu 4: 22 - 24. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lamaza anamandla angahamba ngejubane elingamakhulu amakhilomitha ngehora. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo abadala kufanele bacabangele amathuba ommemezeli ngamunye woMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kwalokho, umqondo woKwenyuka KukaMariya usekelwe ekucabangeni kokuthi uJesu uqobo wenyukela ezulwini esenyameni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lejeune waphendula: "Anginitsheli lokho ngoba angikho esimweni sokwazi lokho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya ngamunye wawuzohlala endlini yawo futhi unakekele abantwana bawo baze babe neminyaka emithathu ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kuningi okudingekayo kunokuthola umsuka walo mkhuba nje kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
La mazwi - aziwa ngokuthi uMthetho Wegolide - ungawafunda emiBhalweni Engcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokuvamile luyahlanekezelwa ezincwadini nakumabhayisikobho, futhi kudayiswa inqwaba yalezi zinto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJeremiya cishe noNahume noZefaniya, abaprofethi nabalobi beBhayibheli, babehlala kwaJuda ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulawo mazwe, leli qembu labuye labizwa ngokuthi iMoravian Church (iMoravia ingenye yamazwe aseCzech), esekhona namanje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho sisand 'ukuzinikezela kuNkulunkulu, sayiqala ngentshiseko indlela yokuphila kobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Useyakucabangela nokubuyela eqenjini okukhulunywa kulo olunye ulimi! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ukuxoxa nje njalo nothile, ngisho nakuba lokhu kwenziwa ngocingo, kungasho ukuphola? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Lapho kunomoya kaJehova khona, kukhona inkululeko." - 2 KOR. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - World Book Encyclopedia yawuchaza ngale ndlela: "Ama - Aztec ayethuthuke kakhulu kunamanye amazwe aseMelika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Nginibekela isibonelo, sokuthi njengoba nje ngenzile kini, nani kufanele nenze kanjalo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangifuna ukuya ngokushesha ukuze abafowethu bangalitholi ithuba lokungidumaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi uMongameli uTruman wayekwazi yini lokhu noma cha, umphostoli uPawulu wakhuluma ngobumnyama obukhathaza isintu, futhi waxwayisa ngabo emibhalweni yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phela, uRuthe wathola ikhaya lokuphumula nokuthula noBowazi futhi wanikezwa "umvuzo opheleleyo"! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje, isixuku esikhulu esivela kuzo zonke izizwe, izizwana, abantu nezilimi 'sigeza izivatho zaso sizenza zibe mhlophe egazini leWundlu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisekisa, uDkt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, kodwa kudinga isikhathi nothando ngeqiniso ukusithola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulandelayo, igcoba ingubo ngayinye ngesigaxa esikhulu sensipho eyenziwe ngamafutha esundu bese iyishuka phezu kwetshe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyothola ukuthi ngaphezu kokubheka phambili ekujabuleleni izwe elisha, uba nenjabulo khona manje, njengoba nje kwenzeka nakumhubi. - IHubo 1: 1, 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, abangane bomshado abaningi abathembekile, kungengaphutha labo, bathola ingculaza ngokuba nobuhlobo bobulili nomngane womshado onayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ohambweni lwakhe lwesibili njengesithunywa sevangeli (umugqa onsomi ebalazweni), uPawulu wafika eFilipi, manje eseGreece. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ongibonile mina ubonile uBaba; usho kanjani ukuthi: 'Sikhombise uYihlo,' na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphesheya kwechweba laseTobobe kunendawo okuthiwa iPunta Escondida. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yasho njalo indoda ehlakaniphile uSolomoni eminyakeni ecishe ibe izinkulungwane ezintathu edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu wakusho ngoba eMthethweni awanika wona, kwakunamalungiselelo okunakekela abampofu ngisho nawokwesula izikweletu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe sikuqaphela ngokugcwele ukuthi lesimiso siyaphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe umuntu oqhoshayo wayeyokwenza kanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izingelosi zingobani, futhi zivelaphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Uma ama - wolf ebuyiselwa eYellowstone, ukuqashisiswa kwama - wolf ngaphandle kwalelipaki kuzoba into esemqoka," kusho isazi sempilo yama - wolf uL. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizoxoxa ngokuningiliziwe ngalokhu esihlokweni esilandelayo. - Marku 14: 22 - 25. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kwalokho, uma ubanikeza ithuba, ungase uthole ukuthi bangakunikeza izeluleko eziningi eziwusizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlolwa kweminye imikhaya eyizi - 2 000 yaseU.S. okwathatha iminyaka eyisikhombisa kwembula ukuthi "njalo ngonyaka cishe umbhangqwana owodwa kweyisithupha yaseUnited States uhileleka okungenani ekwenzaneni isenzo esisodwa sobudlova kumlingane womshado.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ucabanga ukuthi umbono wakho ngayo awukhona okungavamile futhi ngalokho ukubheka njengokulungile ukuyinxanela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihambi esizihambela emakethe yase - Indonesia singase sibone izikhwama ezenziwe ngesitayela se - batik, izinxabulela, amalambu ngisho nezembozo zama - laptop. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okufundiswa iBhayibheli: UJehova uNkulunkulu akabubangeli ububi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akwaziwa ukuthi izinhlanzi zingahlala isikhathi eside kangakanani uma zigcinwe ngale ndlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama layo kwakungu - Alfonso X, yayaziwa nangelithi u - Alfonso Ohlakaniphile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
nokunye, kudinga isibindi ukuze ubaphendule futhi ubachazele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, uNkulunkulu uyakhathalela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, njengoba kubonisa amazwi kaDarwin ngokuziphendukela kwemvelo kweso, wayengenandaba nenkinga yokuthi ukuphila kwaqala kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Ngokwesibonelo, cabanga ngodoli owenziwe ngobhanana! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi ngenhlangano yakhe uJehova uye walungiselela usizo oluhle lokusisiza ukuba sifaneleke njengezikhonzi eziphumelelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uhlelo oluhlanganisa izici eziningi lokuthuthukisa inhlalakahle engokwengqondo kufanele luhlanganise ukunaka ukudla, ukuvivinya umzimba, ukulala nemibuthano yokuzijabulisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova usabela kanjani ekuzinikezeleni kwethu, futhi kungani kuhlakaniphile 'ukufuna kuqala umbuso'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizamile ukukunqanda, kodwa asibanga nampumelelo etheni. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yicala Likabani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zincwadi ziqinisekisa umkhuba owawandile kusukela enkathini yamaSumer kwaze kwaba ngasekupheleni kwenkathi yokuguqukela ebuGrekini eGibithe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lokhu akulona neze iqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singabatshela ukuthi sibakhathalela kangakanani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.