sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ingxenye enkulu yonyaka, isiqongo seHermoni sisuke sembozwe iqhwa, futhi lokhu kwenza umhwamuko ofudumele wasebusuku odlula ngaphezu kwaso uphenduke amazolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke lezizikhonzi ezingamaKristu zisebenza kanzima ukuze zilondoloze idumela elihle, noma igama, noJehova uNkulunkulu, eyethiwa ngaye imindeni yonke ezulwini nasemhlabeni. - Qhathanisa nabase - Efesu 3: 14, 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
13 - 15. (a) Yimaphi amaqiniso ayisisekelo ayisihluthulelo sokuqonda ukuthi kungani uSathane adalulwa ngokulinganiselwe emiBhalweni YesiHeberu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphambi nje kokufa kwakhe, uJesu watshela abafundi bakhe: "Ngeke nibe nami ngaso sonke isikhathi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UFred Hoyle naye ukhuluma ngalezi zici ekhasini 220 lencwadi yakhe ecashunwe ngenhla: "Izici ezinjalo zibonakala ekuklanyweni kwemvelo njengochungechunge lwezingozi ezijabulisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele sibonise uthando ngabanye abakhulekeli bakaJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuye kwaqhubeka kusukela ekubulaweni kuka - Abela kuze kube sezimpini zanamuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ImiBhalo ithi, uJesu 'uvivinyiwe ezicini zonke njengathi, kodwa akanasono.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imizamo yokwakha ubunye iyaqhubeka ithenwa amandla yizimfundiso ezenza kube nzima ukubuyisana, izithakazelo ezingqubuzanayo zezombangazwe, nokungethembani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ungasamukeli isimemo sakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amathuluzi okufa ayobe engasekho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyise ka - Origen wavalelwa ejele ngokuba ngumKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imibiko efanayo iyezwakala emhlabeni wonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomnyuziyamu wavulelwa ukuba ubukwe umphakathi ngo - April 1993. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Waphinda wenqaba ukubambisana nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Aweve ethinta inhliziyo ngempela amazwi omphostoli uPawulu, owabhala: "Saba mnene kini, njengalapho umdlezane enakekela abantwana bakhe ngozwela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esontweni i - Cathedral of the Assumption, uyaguqa futhi uthandaza phambi kwesihenqo esikhulu esihlotshiswe ngamatshe ayiyigugu - esinemidwebo kaJesu, uMariya, izingelosi, 'nosanta.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inhloso yayo eyinhloko kwakuwukubala inani lezinyathi ezivalelwe zohlobo olungaxubile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imikhiqizo engekho ezingeni elifanele nayo inengxenye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lowo umbiko owasakazeka njengomlilo wequbula kulo lonke idolobha laseCalavi, ezweni laseNtshonalanga Afrika, eBenin, ngoLwesithathu, ngo - April 19, 2000. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZINGOMA: 68, 42 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(IzEnzo 17: 11) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuyisisekelo, igazi labantu abanegciwane lesifo se - hepatitis B liyajiyiswa bese kubulawa noma yimaphi amagciwane akulo, bese kwenziwa into evikela esifweni se - hepatitis B. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala abazithandayo izimvu zikaNkulunkulu bayoziphatha ngesisa. - IzE. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, iBhayibheli lisifundisa ukuba sibe nesineke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
150 kuya ku - 215 C.E.) naye ubiza iNdodana ngokuthi "uNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela zisezincane, ingane ngayinye sasiya nayo emihlanganweni yobuKristu kanye nasemihlanganweni emincane nemikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakusasa ekuseni kwakwedlulele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, akuve kujabulisa ukubona umama ontantayo etete inkonyane emhlane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, ukungabi nabulungisa kusadlangile, futhi amaKristu eqiniso aye ahlupheka ngokweqile, aba "izinto zokuzondwa yizizwe zonke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, lihlukaniswe nolwandle ngamakhilomitha angu - 10 kuphela ezintaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngicela nize ngokushesha! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enibafundisayo mababone ukuthi nilithanda kakhulu iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMLANDO: Ngihlala e - United States futhi ngisebenza e - National Aeronautics and Space Administration emkhakheni we - laser physics. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthulula isifuba kumngane omethembayo kungakunika induduzo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokushesha kuzoba nezinkinga eziningi ngokugembula kwentsha kunangezidakamizwa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mihle ngempela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye babhekisela kuTruganini, owesifazane owafela eHobart ngo - 1876, abanye kowesifazane othile owafela eKangaroo Island ngo - 1888. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nalabo enihlangana nabo ningabatshela ukuthi benikwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ziqaphele wena kanye nesifundiso, ume kulezo zinto; ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nabakuzwayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lolu ketshezi olunezakhi ezishintshayo lunama - carbohydrate okuzalela kuwo amagciwane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangimangele ngokujabulisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi yamaHubo iqukethe izingoma zokudumisa uJehova nemithandazo yokucela umusa nosizo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungase kwenzeke okuthi akufane lapho umqhubi encisha abanye amathuba okukhuluma engxoxweni ngokuthi akhulume kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, wasiqinisekisa ngokuthi injabulo yakhe iyoba injabulo yethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyinselele enkulu ukukhulisa abantwana "ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukhona nje ukuthi abakha leli qembu babephila ngo - 1914, kodwa ngalowo nyaka noma ngaphambi kwawo base begcotshiwe ngomoya njengamadodana kaNkulunkulu. - Roma 8: 14 - 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphela okunyantisayo kwePompeii neHerculaneum kwakungelutho uma kuqhathaniswa nokubhujiswa kweJerusalema okuyinhlekelele eminyakeni engu - 9 ngaphambili, nakuba leyo nhlekelele yayenziwe abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ungazikhethela lokho ikusasa lakho eliyoba yikho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa lokhu kungamanga avela kuSathane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umprofethi kaNkulunkulu wathi: "Inkazimulo yokugcina yalendlu iyakuba - nkulu kuneyokuqala, usho uJehova [wamabutho]." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uhlola ubufakazi futhi ukholo lwakho lukhula, uyoqiniseka ngokuthi lapho ufunda iBhayibheli, usuke ulalela uMdali uqobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukhona yini ukuphuza ngokweqile, okungukuthi, ukuphuza kusukela "ekuseni" kuze "kuhlwe"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuvaleka kwemithambo kwezinye izingxenye zomzimba kungabangela ukufa kohlangothi, izilonda ezibhucukayo emilenzeni, ngisho nokungasebenzi kwezinso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, kwezinye izizwe inhlamba ibilokhu ingeyona indlela yazo yokukhuluma yemihla ngemihla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Besadla, wathi: "Ngiqinisile ngithi kini: Omunye kini uzakungikhaphela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela lesi simo esenzeka esikhathini sethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IWorld Book Encyclopedia ibala ezinye izimpawu, njengokuntuleka kwamangqamuzana abomvu egazi, inzululwane, ukubanjwa amajaqamba, ukuphelelwa amandla, ukukhubazeka, ubuhlungu besisu, nokuhlanza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phela, ngezinye izikhathi ungazithola ungangqubuzani nje nontanga yakho kuphela, kodwa nezwe lonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikhambi leBhayibheli 'kulamaphutha' lifingqwe emiyalweni emibili: "'Kumelwe uthande uJehova uNkulunkulu wakho ngenhliziyo yakho yonke nangomphefumulo wakho wonke nangengqondo yakho yonke.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkampani ezinkulu zathenga izindawo ezinkulu ezivundile zasebenzisa nemishini ukuze zivune izilimo ezingenisa imali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singase sizibuze: 'Ingabe ngikhulekela uJehova ngoba ngimthanda futhi ngiqaphela ubukhosi bakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJoshuwa wayefuna ukuwavimbela lamadoda, kodwa ngokuzithoba uMose wathi: "Unomhawu ngenxa yami na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ingabe uye wakuthandazela ukuba uNkulunkulu abusise umsebenzi wakho wokwenza abafundi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakho - ke uPawulu noSila "bakhuluma [kumgcini wejele] izwi likaJehova kanye nabo bonke labo ababesendlini yakhe" ngaphambi kokuba laba ababesanda kukholwa babhapathizwe. - IzEnzo 16: 32, 33. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkolo yamaJain ibheka ukuzila ukudla njengendlela yokuthola ukusindiswa komphefumulo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uwulungele umshado? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela Ongagwema Ngayo Izinkinga Lapho Useholidini 15 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini amaKristu eqiniso adlula kuyo phakathi nempi yezwe yokuqala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho esekhulile, uma engawuthola umsebenzi, angase ahole imali engaba ngu - R925 kuphela ngonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi olunye uphawu olwengeziwe kwakuyoba ukulandela isibonelo sikaJesu ekushumayeleni uMbuso kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yandisa namathuba omshado ophumelelayo lapho iphendukela eBhayibhelini ukuze ithole isiqondiso salo ngokuphathelene nokufeza izindima zayo njengendoda nomfazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthando lobuKristu luyosisiza ukuba silandele lesi sikhuthazo sokuqiniseka ngezinto ezibaluleke ngokwengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa iqiniso ngesimo somuntu ngemva kokufa linjengoba liphawulwe eZwini likaNkulunkulu eliphefumlelwe kumShumayeli 9: 5: "Abafileyo abazi - lutho." - Bheka futhi neyabaseRoma 5: 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1954, cishe eminyakeni eyishumi ngemva kokuba eye wasiza ekumiseni nasekuthuthukiseni iTed Bates & Company eAd Alley, uRosser Reeves washintsha ubuchwepheshe bezemisebenzi yezimemezelo zokukhangisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKhadinali Unezela Emazwini KaPapa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umkhaya WamaKristu Usiza Asebekhulile, 9 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ukubaluleka kwalo akukhona okungokoqobo futhi kunobugovu, kushintsha kanye nezimakethe zamasheya nezimakethe zegolide zezwe lonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho umntwana ezalwa, umama usehlonyiselwe ukumondla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ochwepheshe manje bathi ingxenye yayo yonke imishado emisha eUnited States iyophela ngesehlukaniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenye yaleli zwi lesinqumo yayithi: "Siyizinceku zikaJehova uNkulunkulu ezithunywe ukuba zenze umsebenzi ngegama lakhe, futhi zilalele umyalo wakhe wokuba zikhulume ngobufakazi obuphathelene noJesu Kristu, zazise abantu ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso onguMninimandla onke; ngakho - ke silamukela ngenjabulo igama eliye laqanjwa yiNkosi uNkulunkulu uqobo, futhi sifisa ukwaziwa futhi sibizwe ngegama elithi ofakazi bakaJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba impi yezwe yesibili yayiya ngasekupheleni, abaholi bomhlaba baqaphela ukuthi usongo lwempi lwase lulukhulu kunanini ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uzimisele ukuzama izindlela ezintsha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okumelwe bayenze? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikhundleni sokugxilisa ukunakekela kumuntu oyedwa wobulili obehlukile, umuntu ongashadile unamathuba amaningi okwenaba othandweni lobuKristu ngabaningi ebandleni, kuhlanganise nasebegugile nabanye abadinga usizo lothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ngithola ukuthi ngifinyelela abantu abaningi ngenxa yesibonelo sakhe esihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze athole okungcono kakhulu enganeni ngayinye, uthisha kufanele athole ukuthi yini eyithakazelisayo noma eyishukumisayo nokuthi yini eyenza ingane yenze ngendlela ethile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba uMark ayengumhloli wezokwakha onolwazi, samukelwa isicelo sabo sokusiza esakhiweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele sibanikeze inhlonipho ekhethekile. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ziseyizinsizwa eminyakeni eminingi edlule, zazizama ukubulalana phakathi neMpi Yezwe II. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UTom useqede iminyaka engaphezu kwengu - 22 eyisikhonzi sesikhathi esigcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi likaNkulunkulu likugcizelela kakhulu ukubonisa udumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMbuso kaNkulunkulu usubuse iminyaka engaphezu kweyikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kungasilethela induduzo nokuthula kwengqondo okungenakulinganiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova akalokothi abakhohlwe abamesabayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba le ndlela yenza imbaza inyakaze kalula nakakhulu lapho idla noma iya kwenye indawo, lezi zintanjana zibonakala zithambe kakhulu ukuba zingabekezelela ukushaywa amagagasi olwandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bazali, ingabe niyaziqeqesha izingane zenu ukuba zikhuthaze abanye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abakholelwa ukuthi uJesu wafela esiphambanweni, njengoba kuye kuboniswe ezithombeni ezivamile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kunqanda ukuqhubeka kwalesi sifo esisulwini futhi kwenze ukudluliselwa kwaso kwabanye kungasheshi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Entshumayelweni yakhe edumile yasentabeni, uJesu wathi: "UYihlo uyazi ukuthi yiziphi izinto enizidingayo nangaphambi kokuba nicele kuye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.