sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Umphostoli uPetru wathi kudingeka 'siphenduke futhi siguquke ukuze kusulwe izono zethu.' - IzEnzo 3: 19. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indoda enomusa iyophatha umkayo ngenhlonipho nakwezinye izici. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayengazi lutho ngokwahlukaniswa, izithiyo, nokuphikiswa ayezobhekana nakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UAymar - kanye nabalingisi abaningi - basebenzisa induku yokubhula ukuze badalule izigebengu kulo lonke elaseYurophu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwelapha kwaqhubeka, futhi ngokuhamba kwesikhathi, isilonda saphola ngokuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, kusekelwe ebuntwini bukaJehova nasemfanelweni yakhe eyinhloko yobulungisa nakwezinye izimfanelo zakhe eziyinhloko eziwuthando, ukuhlakanipha namandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunenqwaba yezinye izibonelo ezihlanganisa abantu abakwazi ukunqoba imikhuba emibi eyayisigxilile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye zezibonelo nezifundo ezikule ncwadi yeBhayibheli kungasekelwa kuzo izidingo zebandla eMhlanganweni Wenkonzo emabandleni oFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungalendlela okwathunyelwa ngayo izithombe zeMars emhlabeni, ngezicucu ezimbili, noma indlela imisindo ephendulwa ngayo yenziwe izicucu ukuze kurekhodwe futhi kuzwiwe lokho okurekhodiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalesosikhathi kwakunamabandla angu - 15 oFakazi BakaJehova eKigali nasezindaweni ezizungezile, okuyinhloko - dolobha yaseRwanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zikhona yini izincwadi zezikhalazo ezatholwa uHitler zivela kubaholi bamasonto mayelana nonya lweNational Socialists, noma lwamaNazi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zihlolele ubufakazi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Enkulumweni yokunikezela, uMfoweth 'uBarr wakhumbuza izilaleli zakhe ukuthi nakuba le ndawo yokunyathelisa ingase ihlabe umxhwele, into ephambili kuyo akuyona imishini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwa - Israyeli, abaningi bamane bamshaya indiva uJehova, ngomqondo othile bethi: "UJehova akenzi okuhle, akenzi nokubi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje izazi zendawo ezungezile eHawaii zikhathazekile ngokuthi lezinyoka zizohlasela ngokufanayo lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe ukuba kwabonakala kuyindawo enhle ayengazinza kuyo nomkhaya wakhe, njengoba 'uLoti azikhethela sonke isiFunda saseJordani' wayesekanisa eduze kwaseSodoma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izivakashi ziye zonakalisa zona kanye izindawo ezivakasha kuzo ezikhangayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Evesini lesithathu, siyafunda: "Lokhu kusho ukuphila okumi phakade, ukungenisa kwabo ulwazi ngawe, owukuphela kukaNkulunkulu weqiniso, nangalowo owamthuma, uJesu Kristu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yima bezama ukuthola ukuthi zisebenza kanjani ezinye izinto komakhalekhukhwini babo! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthola abangane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokolunye ucwaningo, amantombazane ayeya ocansini cishe ayecindezeleka izikhathi ezingaphezu kwezintathu kunalawo angayi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Osukwini lukaNowa "inyama yonke yayonakalisile indlela yayo emhlabeni," futhi uNkulunkulu wamemezela: "Umhlaba ugcwele ubudlwangudlwangu ngenxa yabantu; bheka, ngiyakubachitha kanye nomhlaba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphuma ehhovisi layo ngimbonga kakhulu uJehova, owangifundisa esinye futhi isifundo sokumethemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ayishumi abuya enetwetwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyakwazi manje ukubhalelana izikhathi ezimbalwa ngonyaka, kodwa kunzima ukusho ngokuvela ezincwadini zabo ukuthi siyini ngempela isimo ngenkolo eCambodia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kwaba njalo, uP. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho nje sekwenziwe lokhu, ungazama ukuthatha izimvilophu bese uzibhala amagama ngohlobo ngalunye lwezindleko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngesikhathi sihlala eBelgium, ngangifunda esikoleni sesonto. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma, njengoba kunjalo ngeminyezane ecwebezelayo nesemincane, ingase ibe namaqabunga abanzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uthi: "Ngafikelwa umuzwa onamandla wokuba isehluleki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNGCWELE, ungcwele, ungcwele uJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye umlobi weBhayibheli wathi "izimfanelo zakhe ezingabonakali zibonakala ngokucacile kusukela ekudalweni kwezwe kuye phambili, ngoba ziqondakala ngezinto ezenziwe, ngisho namandla akhe angunaphakade nobuNkulunkulu bakhe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
9 Ukwenza Isikhathi Sezinto Ezibalulekile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu ubabheka kanjani labo abadelela igama lakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Thina ziboshwa ezintsha sayiswa engxenyeni yekamu okuthiwa Eyokuhlukaniswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umprofethi uMika wakuchaza ngale ndlela: "Bayakuhlala, kube yilowo nalowo phansi komvini wakhe naphansi komkhiwane wakhe; akakho oyakubesabisa, ngokuba umlomo kaJehova Sebawoti ukhulumile." - Mika 4: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singaze siqale ngisho nokuphila ukuphila okumbaxambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imiphi leyo mithetho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenza insika eyodwa yaba eyabaphilayo futhi enye yaba eyamakhanda. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwamholelaphi lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, njengovemvane, ngizophindela - futhi ngibabonise okwengeziwe ngoMbuso kaNkulunkulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phela, izikhulu zazinohlu loFakazi futhi zakwazi ukuqoqa inani labo elikhulu ngokuthanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imishini ikhanya izibani eziningi zesixwayiso ezibomvu neziphuzi njengoba umshayeli oyinhloko ezama ukuzinzisa indiza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kunikeza isiqinisekiso sokuvuka kwezigidi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphathelene nomakhelwane abanengculaza, abantu abasemazweni angawobuKatolika ngokuyinhloko njengeItaly, iSpain, neIreland babonisa ubutha obukhulu kakhulu kuyilapho abantu baseBelgium bebonisa ubandlululo olukhulu lobuhlanga nolungokwenkolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, ingelosi yayiyeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, kudingeka 'silulwele kanzima ukholo.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) ELobukholwa kufanele liphendukele kubani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Awuvumi yini ukuthi lolu uhlobo lokufundiswa izingane eziludingayo namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izikhulu zikahulumeni zabambisana nathi ekusekeleni lomsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa abefundisi abashumayeli futhi bafundise iqiniso ngalowohulumeni wasezulwini, owawuyisihloko esiyisisekelo sokushumayela kukaJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Okuhle" uPawulu ayehluleka ukukwenze, 9 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi bakholelwa ukuthi baphulukisiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"OFakazi abangaphezu kwe - 1 000" ababebuthene ngaphandle kweHholo LeDolobha eDolobheni LaseNew York ngaleyontambama yangoSeptember bamane nje babonisa ngezinga elincane indlela oFakazi BakaJehova abaziphatha ngayo njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okunye ukugula akunakugwenywa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uzokwenzani lapha? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EmiBhalweni Engcwele, uNkulunkulu usitshela ngezinjongo zakhe ngesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke eqinisweni, impilo ingaphezu nje kokuba ongaguli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izincwadi zesonto lethu i - Evangelical Lutheran Church azizihlanganisi izihloko ezinjalo, zikhulumela kakhulu ongqingili besilisa nabesifazane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani uPawulu aloba la mazwi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonica ekhuluma ngobuhlungu lwathi lomqondo "uphakathi kwentuthuko ebaluleke kakhulu emkhakheni wokucwaningwa nokwelashwa kobuhlungu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angikabi omunye woFakazi BakaJehova, kodwa ngaqala ukutadisha iBhayibheli nabo, futhi njalo lapho ngikwazi ngiyaya emihlanganweni yabo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"UMama noBaba babemelwe amakhanda ngokuthi bazokwenzani," kukhumbula uDon. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izipoki nabathakathi, AKUNANGQONDO! "- UKatie, oneminyaka eyishumi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti enye indaba eyayihlupha ibandla laseKorinte yayiphathelene nobuhlobo bobulili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva, lapho amaIsrayeli efika eZweni Lesithembiso, imithetho eyayinikezwe uNkulunkulu yavikela abaswele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaholi benkolo manje bazama ukuthola ofakazi ukuze bakhe icala abangambeka lona uJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuye kwangisiza ukuba ngizwelane nabanye abanokulinganiselwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ngamhla bedla kuwo,' bafa ngokombono kaNkulunkulu futhi imizimba yabo yaqala ukuwohlokela ekufeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe wacabanga, 'Badlala ngokukhanya kwasemini!' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubaba osebenza kude nasekhaya angahlela ukuba lapho esekhaya enze imisebenzi ethile nezingane zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UEsari - Hadoni, indodana encane kaSaneheribi nowamlandela, uphawulwe izikhathi ezintathu eBhayibhelini - kumaKhosi Esibili, kuEzra, nakuIsaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eyoku - 1 Johane 1: 3 - 6 ikubonisa kanjani ukuthi amaKristu kumelwe abe nomoya wobuzalwane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini edingeka kubazali ukuze abantababo bakhule besaba uNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMBUSO WASENYAKATHO (UJerobowamu) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lo Mbuso uyofundisa izikhonzi zawo ngezindlela zikaJehova uNkulunkulu, kanjalo uzisize zihlakulele ukholo nothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gwema ukuba nobungane nabantu abahlambalazayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singabonisa kanjani ukuthi siyamthanda? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, ungalokothi ukhohlwe ukuthi uJesu wathi ngabafundi bakhe: "Abayona ingxenye yezwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunokuvukwa ulaka lapho uqhathaniswa ngokuzayo, linda luze lwehle ulaka, bese ukhuluma nomzali wakho noma nanoma ubani okuqhathanisa kabi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi babeshukunyiswa ubugovu nje kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuqaleni komlando wabantu, ingelosi ethile yavukela uNkulunkulu yabangela ukuba abantu ababili bokuqala nabo bavukele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sihlola obunye bobufakazi obungokomBhalo obuhlobene nezimangaliso ezenziwa uJesu Kristu, yini esizoyithola? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba omunye uFakazi asho, "ukususa ekuhlanganyeleni kuyindaba yokuthembeka kuJehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga nangazo zonke izingane ezikuphila kwazo koniwa ubugqila noma ukuxhashazwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izipho okungenzeka sinazo sizithole ngenxa 'yomusa ongafanelwe' kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabantu abahahayo, abazicabangela bona kuphela nabathanda imali. - 2 Thimothewu 3: 1 - 5. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukho konke lokhu, uDavide akazange athi vú ngezono zakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, emuva ekhulwini lokuqala leminyaka C.E., uJesu Kristu washo lokhu ngokuqiniseka: "Mina ngingukuvuka nokuphila; okholwa yimi, noma efa, wophila." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubaba, owayehlushwa isifo sofuba, wayengahambi nathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenza Izinqumo Zakho Ngokuhlakanipha | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Injongo yesibili iwukuba imfundo elinganiselwe isisize ukuba sifunde ukubhala ngokucacile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bheka ethi Insight on the Scriptures, Umqulu 1, amakhasi 266 kuya ku - 1021, enyatheliswa yi - Watchtower Bible and Tract Society of New York, Inc. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Andreya wamyisa ngokwakhe uPetru kuJesu, noKorneliyu wahlela ukuba izihlobo zakhe zibe khona zizozwa lokho uPetru ayezobatshela kona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Mhlawumbe ibizwa kanjalo ngoba imila ogwini lwaseYurophu nolwase - Asia. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Thandaza ngalokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uhambo lukaMagellan lwakamuva, ukuzidela, nesibindi sakhe, akuyinciphisi inzondo kaManuel. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomqashi omusha ungumashiqela! " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kusho ukuthi, ukwenza lokho uJesu akufundisa kudingeka kuze kuqala ekuphileni kwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuyoqaphelisa amanye amalungu omkhaya wakho ukuba akhululeke ukuze akusize lapho kudingeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.