sentence
stringlengths
1
163k
ISO-639-3
stringclasses
736 values
script
stringclasses
7 values
domain
stringclasses
70 values
lang_family_1
stringclasses
9 values
lang_family_2
stringclasses
21 values
lang_family_3
stringclasses
22 values
lang_family_4
stringclasses
44 values
lang_family_5
stringclasses
56 values
label
stringclasses
746 values
C Imibhalo yobuBuddha eyacashunwa 'kuyiNikayas yomthetho wePali'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UBenjamin Barton, owajikeleza isikhathi eside wake wathi, 'Ukube ngangidla zonke izibiliboco ezazibekwa phambi kwami, ngabe ngafa kudala.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi nokuboshwa kukaPawulu kwesibili, lapho ezwa ukuthi ukufa kwakhe kwase kuseduze, uLuka oqotho nonesibindi wayenaye, ngisho noma abanye base bemshiyile lo mphostoli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyabazi ngempela abantu abakunika leso seluleko nge - computer?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngiye ngalondoloza le mali ngokusiza ubaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, noma ngabe yikuphi esikwenzayo, kudingeka sikhumbule ukuthi nakuba singenakukulawula osekwenzekile, singayilawula indlela esisabela ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuqeqesha okunjalo kufanele kuqale izingane zisencane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla, onkulunkulu abakhulekelwa yilabo abasezinkolweni zobuShinto ubuHindu nakwezinye izinkolo zomhlaba babalelwa ezigidini.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwezinye izimo, indlela abanye abamphatha ngayo osemusha ingase imenze azizwe engabufanelekeli ubungane noJehova.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
(b) Yini eyaphawula abaFundi BeBhayibheli njengabahlukile kulaba?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esikhundleni "?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lapho ekhuluma namaJuda osuku lwakhe, uJesu wathi: "Nihlola imiBhalo, ngoba nicabanga ukuthi niyoba nokuphila okuphakade ngayo; yiyo kanye le efakaza ngami.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukufunda iBhayibheli kwaqhubeka kuyingxenye yokuphila kwami ngisho nangemva kokuba sengishadile ngo - September 1938.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yakho konke lokho okwakuhlangene nokufa kwakhe, uJesu wathandaza ensimini yaseGetsemane: "Baba, uma kungenzeka, akudlule kimi lesisitsha; nokho kungabi - njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu abaningi bezizwe basabela futhi beza bazokhulekela uJehova ngokuzihlanganisa nabantu baKhe abakhethiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Iziprofetho ezithile zokuqala ezilotshwe eBhayibhelini zazigxile ku - Abrahama - ezinye zazo zisaqhubeka nanamuhla.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi wayengazi ukuthi uMariya 'ukhulelwe ngomoya ongcwele,' kumelwe ukuba uJosefa wacabanga ukuthi uMariya wayengathembekanga kuye, ngakho wafuna ukumnika incwadi yesehlukaniso. - Mathewu 1: 18 - 20.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba iminyaka iqhubeka, abazali abanjalo baziswa ngokwengeziwe abantwana abaye bazuza emizamweni yabo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isimo sethu esinjalo sokuthobeka sisiza nalabo abasinikeza iseluleko.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Unogada wasebhange kanye nabanye bathi makayikhiphe le mali azifakele yona kwelinye ibhange.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lesi sibonakude sasinephutha elingalindelekile - iphutha elincane kwesinye sezibuko ezimbili ezibuyisa ukukhanya!
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isici esiholela ekuwohlokeni kwezibopho zomshado umbono wabantu ngobulili bangaphandle komshado.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Wahlela ukuba lo gogo angene endaweni yakhe ukuze asheshe athole usizo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakho, ukulandisa kwamaVangeli kuyavumelana kulokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nsuku zonke ngiyazibuza, 'Kazi injani?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Azimeleli izizwe ezingu - 12 zika - Israyeli ongokomoya.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Baphiwe ingqondo nonembeza futhi kumelwe baphathane ngomoya wokuzwana. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ezemidlalo "ETestamenteni Elisha"
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Zazicabanga ukuthi izilwanyana ezingabonakali ngamehlo enyama zaziyobe sezilushaye zaluqeda nyá noma yiluphi ukhuni okwakwakhiwe ngalo isikebhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe ngeBhayibheli, bheka incwajana ethi IBhayibheli - Uyini Umyalezo Walo?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ake ucabange ukuthi yini eyayingase yenzeke kuNowa nomkhaya wakhe ukube babengangenanga emkhunjini ngesikhathi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Amanetha akhukhulayo - amanetha avundliswa olwandle alenge njengamakhethini - aye ehliselwa emanzini asogwini izinkulungwane zeminyaka.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yilokho uBaba wethu, uJehova, asenzela kona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwadaleka umonakalo ezindlini zokukhulekela eziningana, kuhlanganise namaHholo OMbuso oFakazi BakaJehova angu - 15.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uyayazi imiyalelo ukuthi: Ungabulali, ungaphingi, ungebi, ungafakazi amanga, ungamamuki umuntu utho, yazisa uyihlo nonyoko. "
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba ukubusa kwabantu okuyosuswa yiloMbuso kugcwele ukonakala, siyasibona yini isizathu sokuba labo abahlanganiswe kulowohulumeni wasezulwini bakhethwe futhi bahlolwe ngokucophelela uNkulunkulu?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Usho kanje uJehova uMhlengi wakho, oNgcwele kaIsrayeli, uthi: NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo, okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kodwa kungase kube ngemva kokuba usuthathe isinyathelo sokufinyelela umgomo wakho kuphela lapho uJesu eyokuqondisa khona ngomoya kaNkulunkulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, emuva ngo - April no - May 1995 bahlanganyela namanye amaKristu emhlabeni wonke emkhankasweni wokusakaza i - Kingdom News No. 34, eyayinesihloko esifaneleka kakhulu esithi, Kungani Ukuphila Kugcwele Izinkinga Kangaka?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Igama lesiHeberu elisho "ukuhleka" lingase futhi lihunyushwe ngezinkulumo ezinjengokuthi "gubha," "dlala," noma ngisho nokuthi "iba nesikhathi esimnandi."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Umama wangikhulelwa ngesikhathi ehlala eMontreal, eQuebec, eCanada.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Phakathi kwazo kunesithi: Iqiniso linjengothingo oluhle, njengesiphethu samanzi ogwadule, futhi linjengehange lomkhumbi olwandle olugubhayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ixwayisa ngale ngozi, inkosi yakwa - Israyeli wasendulo, uSolomoni, ithi: "Zonke izindlela zomuntu zihlanzekile emehlweni akhe, kodwa uJehova ulinganisa imimoya." - IzAga 16: 2.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abaholi benkolo ngokwabo ababekhona abaneliswanga imiphumela.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
I - encyclopedia iyaphawula: "Nokho lowo mkhosi wamukelwa ngokushesha futhi ekugcineni wagxila kangangokuthi ngisho nezinguquko zamaProthestani zangekhulu lesithupha zahluleka ukuwuqeda."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OGWINI lwaseCalifornia, e - U.S.A., kunesihlahla esithwetshulwa kakhulu emhlabeni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esebenzisa umfanekiso onamandla, uNathani wabuza uDavide ukuthi yini okufanele yenziwe ngendoda ecebile enezimvu eziningi kodwa ethatha futhi ihlinze okuwukuphela kwewundlu, imfuyo eyigugu yomuntu ompofu, ukuze ijabulise umngane wayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngakolunye uhlangothi, nakuba sinomuzwa wokuthi asinawo amakhono akhethekile, singaphumelela enkonzweni yethu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubunye nokuthula obaphawuleka emihlanganweni yoFakazi BakaJehova eMpumalanga Yurophu phakathi neshumi leminyaka elidlule bubonisa ukuthi isiprofetho sika - Isaya sesiyagcwaliseka kakade ngezinga elincane.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yokuthi zonke lezi zinto zazitholakala ehlathini, kwakulula kakhulu ukulungisa izikebhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INkosi uDavide yakhumbuza uSolomoni ukuthi uJehova wayeyoba naye aze aqede ukwakha ithempeli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Esinye isici okufanele sisicabangele ukuthi imiphi imithwalo yemfanelo esinayo noma esifisa ukuba nayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Manje uMbusi wayesewathemba. "- The Discoverers, ngu - Daniel J.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ubuntu Bethu Bunqunywa Yini?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yazitshela ukuthi ubani okwakufanele athole izinto ezithile ezibonakalayo, futhi yachaza ngokucacile indlela umngcwabo wayo okwakumelwe uqhutshwe ngayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sinelungelo lokubizwa ngegama lakhe nokuba oFakazi bakhe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngenxa yesandla, abadlali bopiyano badlala amaculo amnandi ngokumangalisayo, abadwebi badweba izithombe ezinhle, nodokotela bokuhlinza benza ukuhlinza okubucayi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
2: 1, 2; funda iHubo 61: 1, 5, 8.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uke wakusekela yini ezikhathini ezinzima, wakwenza wakwazi ukuqhubeka umkhonza ngisho nalapho wawuzizwa uphelelwa amandla?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
INGABE kuyisifiso senhliziyo yakho ukubona uMbuso wobuMesiya uqala ukubusa emhlabeni wonke?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uma kungekhona ukuthambekela kwami okungokwemvelo, ingabe ngisebenzela kukho, ngizama ngempela yini ukulingisa uNkulunkulu ngokuba othethelelayo? '
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani sonke singakhuthazeka ngokusebenzelana kukaNkulunkulu noAbrahama?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izinkolelo - ze eziningi zihambisana nezinkolelo ezingokwenkolo ezithandwayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abantu bangena kanjani kulolu gibe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokufanayo, inhlangano kaJehova yasemhlabeni ibonakalisa ubunye obungenakuqhathaniswa emfundisweni nasebuzalwaneni.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Abafundi bakaJesu balubonisa kanjani uthando kwabanye?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izivakashi zezwe ngalinye kulawa amabili zachitha imali engaba yizigidi eziyizinkulungwane ezingu - 756 zamaRandi.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngokwesibonelo, ake sithi siya emzini wothile sifike singqongqoze emnyango.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kepha yizwe lesitha leli.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Engxoxweni eyakhishwa ephephandabeni laseBrazil iO Estado de S.Paulo, uprofesa waseFrance noyisazi sezifo zengqondo uClaude Olievenstein wagcizelela isidingo sokuba neziqondiso nokusekela kothando.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Yenza ukufunda kube lula.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UJesu uyaphendula: "Lokhu kugula akusikho okokufa, kodwa kungenxa yenkazimulo kaNkulunkulu ukuba iNdodana kaNkulunkulu ikhazimuliswe ngakho."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Uthi: "Ngemva kokujoyina iqembu, izinkinga zaziziningi kakhulu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Njengoba babetadisha imiBhalo, baqinisa ukholo lwabo kuJehova, bamvumela wababumba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukulondoloza ingokomoya lomkhaya kubalulekile.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze yokhelwe kwathathwa encane, yabekwa esihlokweni sothi olufakwe isulfur, lwase luthintiswa kuasbestos ecwiliswe kuyiacid yesulfur.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze sixoshe umphangazane sawangenela, sidla amabele angaphekiwe.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungakhathaliseki ukuthi iziphi izinguquko ongazenza ukuze wandise inkonzo yakho, ungaqiniseka ngokuthi uJehova uyokubusisa ngokucebile. - IzAga 10: 22.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ungase umangale ngenjabulo ngalokho okukhona.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Emva kweminyaka engaba ngu - 400 leyo nzalamizi ifile, umprofethi uMose wabhala wathi: "Ngokwazo, izinsuku zeminyaka yethu ziyiminyaka engamashumi ayisikhombisa; uma kungenxa yamandla akhethekile, ziyiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili, nokho ukuphikelela kwazo kusezinkathazweni nasezintweni ezilimazayo."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Namuhla sinenhlangano eye yanda yafinyelela emhlabeni wonke.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Okubaluleke ngokwengeziwe, ubungayisekelaphi impendulo yakho?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukuze uthole ukuthi iziphi izinto ezibalulekile kulowo ofuna ukumupha isipho, kubalulekile ukuba ube umuntu olalelisisayo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UWashington waphinda waba nezinkinga ezingokwengqondo ngenxa yokuphazamiseka akuthola lapho ekhishwa amazinyo nangenxa yamazinyo okufakelwa angameneli kahle.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ngemva kokuhlola ukuziphatha komuntu ngokucophelela, iNkosi ehlakaniphile uSolomoni yaphetha ngokuthi "akukho okusha phansi kwelanga."
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Ukwazisa umusa kaJehova kusishukumisela ukuba sizikhandle ekusebenziseni lesi seluleko: "[Khulumani] noma yiliphi izwi elakhayo kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuhle kwabezwayo....
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungalesosikhathi kuphela lapho eyosindiselwa khona ekuphileni okuphakade. - 9 / 15, ikhasi 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Lowomnikelo 'wezwe elinezingxenye ezintathu wawuhlanganisa ingxenye yamaLevi angebona abapristi nengxenye yabapristi enethempeli elingokombono.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Sondela kuNkulunkulu; uzokusiza ngoba ukukhathalela ngempela. - 1 Petru 5: 7.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Nokho, umKristu ozinikezele kudingeka ahlale elinganisela futhi asebenzise isikhathi sakhe ngokuhlakanipha.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Izindinganiso zethu zobuKristu zisenza sihluke, ngakho izwe lingase 'lisihlambalaze.'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Isikhulu uDonald E.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
AbaFarisi bathukuthela ngisho nangokwedlulele ngokuthi omunye wabo uvikela uJesu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kwakuyindlela yokufaka abanye ngaphansi kwesifungo.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kusukela ngo - 1733 kuya ku - 1743, cishe amadoda angaba yinkulungwane ayengaphansi kukaBering ahamba engamaqembu angu - 7 eyohlola ugu lwaseRussia oluse - Arctic nasePacific.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
idingida yona kanye lendaba.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
UDetlef uthi: "Ngifikelwa izinyembezi uma ngicabanga ngalokhu.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
'Ukuphindukuzalwa'
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
Kungani siqiniseka ukuthi uJehova uyabathanda abantu bakhe?
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn
OFakazi BakaJehova bayajabula ngokusekelwa ubuzalwane bomhlaba wonke obenza ukuba balusebenzele "ndawonye ukholo lwezindaba ezinhle." - Filipi 1: 27.
zul
Latn
mt560
Niger-Congo
Atlantic-Congo
Volta-Congo
Benue-Congo
Bantoid
zul_Latn