sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngo - 60 noma ngo - 61 C.E., lapho kubhalwa incwadi yabaseKolose, 'ithemba lalezozindaba ezinhle' zoMbuso kaNkulunkulu lase lizwakale kabanzi e - Afrika, e - Asia, naseYurophu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusebenzisa "inkemba" ngalendlela, siyoba ngabathokozisa ngokwengeziwe kuJehova uNkulunkulu futhi sibe nokuthula ngokwengeziwe nabanye kanye nathi ngokwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama layo kwakunguPhenina, futhi kwakubonakala sengathi ukuphela kwento eyayimjabulisa kwakuwukwenza ukuphila kukaHana kube muncu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sokulindela sabonakala nakubaFundi BeBhayibheli abaqotho, abaqala ukunyathelisa lo magazini owawaziwa ngele - Zion's Watch Tower and Herald of Christ's Presence ngo - 1879. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ubone ukuthi abanye baphumelela kanjani ukuyeka, bheka ibhokisi elithi "Indlela Esawuyeka Ngayo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esiqongweni salentaba, kugcwele imfucumfucu eshaqisayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Asikwazisi yini ukusebenza nabamemezeli boMbuso abashisekayo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenza ongakwenza ube ukuqaphela ngesizotha ukulinganiselwa kwakho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Badala, zamani ngazo zonke izindlela ukwenza okufanayo ngokuzithandela nangomusa ngoba enikholwa nabo bayanidinga. - IzEnzo 20: 28 - 30; 1 Petru 5: 2, 3. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singaqiniseka ukuthi uSathane wayebheke ngabomvu njengoba kwembulwa leli qiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EMidlalweni YasePythias, abanqobi babethola umqhele owenziwe ngesihlahla i - laurel. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Sunday Times yaseLondon yabhala: "IBrithani iyisizwe esingenabo obaba, ngokocwaningo olusha olubonisa ukuthi amadoda achitha isikhathi esincane esingaba yimizuzu engu - 15 ngosuku nezingane zawo.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izitimela ezinamandla zazithutha abantu besuka kwelinye idolobha elikhulu beya kwelinye, kanti imikhumbi yayibathutha besuka kwelinye izwekazi beya kwelinye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZizwe Ezihlangene ziye zamemezela unyaka ka - 2000 njengonyaka wokuthula wezizwe zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wayebeke isikhathi esimisiwe sokuba iNdodana yakhe ezelwe yodwa ize emhlabeni njengoMesiya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwaziswa okungokomBhalo kugcwaliselwa ngokucwaninga ngobuqotho nangendlela enegunya izindaba ezinjengokucindezeleka engqondweni, ukululama ngemva kokuxhashazwa, izinkinga ezihlukahlukene zenhlalo nezomnotho, izinselele intsha ebhekana nazo nezinkinga zasemazweni asathuthuka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, umkhaya wakwaGravier wawunomzila wokudayisa izincwadi owasabalalela eFrance, eSpain nase - Italy. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela uDavide. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa uMahluleli u - Albert Maris wasikhipha phambili ecaleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imvula ayibonwa nangokhalo, futhi ngenxa yokushisa okukhipha umkhovu etsheni, imvula encane eyehlayo ihwamuka ngaphambi kokuba ifinyelele emhlabathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuhlala kwethu siphapheme kuhlangene nokuma siqinile okholweni lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
KUNEMIBIKO ethi umqondo womklami u - Elias Howe wokwenza umshini wokuthunga wawusekelwe ephusheni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NguSawulu, kamuva owaziwa ngokuthi uPawulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, ingaphandle lawo lakhiwa ngensimbi engagqwali noma lipendwe ngopende oshelela kakhulu nohlala isikhathi eside. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho u - Evans echaza isizathu sokuzaca kwami, isikhulu sangitshela ukuba ngidle ukudla okwakusesiqandisini ngokukhululekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangilokhu ngibazonda abamhlophe, kodwa iTufts eyangifundisa ukulwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
sangisiza ngoba ngezinye izikhathi ngizizwa ngithanda ukuba nomona ngodadewethu omdala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phawula lokho umphostoli uPawulu akubhalela amaKristu ekhulu lokuqala ayehlala eKorinte, eGrisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi izimfanelo zesigaba sezimvu eziboniswa emfanekisweni wezimvu nezimbuzi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungawenzi Lusizi Umoya Ongcwele KaJehova, 5 / 15 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amazwi ahlakaniphile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi senzakalo senzeka kuyiphi intaba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukunqoba Ubuqaba | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, qiniseka ukuba uhlele isikhathi sesifundo somuntu siqu nesomkhaya, kuhlanganise nokulungiselela kahle imihlangano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma imibuzo efana nalena ikukhathaza, ungesabi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalokho siyazi ukuthi siyamazi yena, uma sigcina imiyalo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukululaza Ukufa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje ngishade no - Esther, isikhonzi sikaJehova esihle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ochwepheshe bezokudlwengula banikeza izindlela ezimbili zokuthatha isinyathelo: ukwenqaba ngaphandle kokulwa noma ukwenqaba ngokulwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, nakuba uPawulu ayengaphelele, wagcina ubuqotho kuJehova kwaze kwaba sekupheleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kwalokho, babedlulisela amakhophi abo kwelinye iqembu lesifundo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eduze kwakunenqwaba yezilwane ezifile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Ngokwesibonelo, bheka uLuka 3: 1, 2.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singakuhlola kanjani ukufaneleka kohlobo oluthile lokuzijabulisa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EBolivia, intombazanyana eneminyaka emihlanu ubudala enabazali abangoFakazi yacela kuthisha wayo ukuba ingabi khona esikoleni ngeviki lokuhambela kombonisi wesifunda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova angakusiza unqobe izinto ezivamile ezibangela ukudabuka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubaba wenqaba, futhi amaGestapo [amaphoyisa kahulumeni omshoshaphansi] amsongela ngokumbopha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokukhuthazelela ukuvivinywa kokholo lwethu, njengomphostoli uJohane, siyokwazi ukuthi: "Lokhu kungukunqoba okunqobe izwe, ukholo lwethu." - 1 Johane 5: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uSathane embekela inselele yokuba aziphonse phansi esiqongweni sethempeli, uJesu wenqaba ngoba kwakuyoba isono ukulinga uNkulunkulu ukuba amhlenge ekuzibulaleni okwakungenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthatha isikhathi esingakanani lokhu kuzivuselela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nginikeza inkulumo yeBhayibheli ngoLimi Lwezandla LwaseFrance | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UNkulunkulu uyakuzonda ukwahlukanisa ngobuqili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma lemininingwane ingase inwetshwe futhi iqinisekiswe, kubonakala sengathi ukungenwa yizifo okubi kakhulu kwangemva kokuhlinzwa kungaba yisifo okuwukuphela kwaso esivame kakhulu esiyinhloko esihlobene nokumpontshelwa igazi lomunye. "- Transfusion Medicine Reviews, October 1990. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kungase kubonakale kungumbono okahle - nakuba omunye umphumela wawo ubé ukuhlukana enkolweni kwaba namahlelo amaninginingi angafani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"ILANGA liyaphuma futhi lishone, liphuthuma endaweni yalo lapho liyophuma khona," kusho iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayesabheke ikusasa ngokulangazela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu ohlakaniphile angasho kanjani ukuthi lesidalwa asiphili? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, ngokuyinhloko sikweleta uJehova ngokukhululwa esikuthola ngomhlatshelo kaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Egumbini lasenkantolo elaligcwele phama enyakatho yeMoscow, uMshushisi uTatyana Kondratyeva wethula icala, esebenzisa umthetho kahulumeni owasayinwa ngo - 1997 ochaza ubuKristu Bobu - Orthodox, ubuSulumane, ubuJuda nobuBuddha njengezinkolo ezindala ezamukelekayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kokuthandaza, ikuphi okunye okumelwe sikwenze? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona - ke, ngemva kokucabangela zonke izici, ukukhipha isisu kungase kubonakale kufiseleka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye baye bazivumela ukuba bakhutshwe abathile abahlanganyela nebandla lobuKristu noma baye bashiya ngenxa yokuba bengavumelani nokuqonda okuthile lokho inhlangano kaJehova eyayinakho ephuzwini elingokomBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibhayibheli Nemibhalo Yamamormon - izimfundiso Eziphambene | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani singaqiniseka ukuthi ukuqondisa kwezingelosi kuhilelekile emsebenzini wokushumayela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu BakaNkulunkulu Bazinikela Ngokuzithandela | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe uthando olunjalo lukhona phakathi kwabazali nabantwana emkhayeni wakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kufanele sizihluphe ngokukhethekile ngokubonisa isihe ebandleni lobuKristu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, isenethonya elinamandla ezindabeni zesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile lezi zaziwa ngokuthi imithi yesintu noma imithi yolunye uhlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Watshela uNawomi: "Ungangincengi ukuba ngikushiye, ukuba ngibuyele emuva ngingahambi nawe; ngoba lapho uya khona ngizoya khona nami, nalapho ulala khona nami ngizolala khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekuzalweni koMbuso wobuMesiya ngo - 1914 ekupheleni 'kwezikhathi zabezizwe,' kwagqashuka impi embusweni wasezulwini kaJehova uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakulayishwa izigqila eziningi ngangokunokwenzeka ngaphansi emkhunjini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nathi izinhliziyo zethu zajabula kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphumela uyisimiso sokunyathelisa esilula esisetshenziswa emazweni ayikhulu naseziqhingini zolwandle, esikuhlomele kahle ukunyathelisa izincwadi zeNhlangano ngezilimi ezicishe zibe ngu - 200 okwamanje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, izifundo zeBhayibheli zasekhaya ezingaba ngu - 180 ziyaqhutshwa kulendawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphansi kukaSolomoni, u - Israyeli wabusiswa ngokuthula nokuchuma okwalangazelwa amaJuda ayeseGibithe kamuva. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wayebikezele ngesenzakalo esimangalisayo sokukhululwa ekuthunjweni ama - Israyeli ayeyoba ofakazi baso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungazivikela kanjani izingane zakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abantu abavelele bezinsuku ezidlule bawubumba umlando wezwe, ngaleyondlela besithinta sonke, ngisho nangokungaqondile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kucindezeleka kwambangela 'umunyu' ngobusuku bakhe bokugcina: "Eba nomunyu waqhubeka ethandaza ngobuqotho ngokwengeziwe; futhi izithukuthuku zakhe zaba njengamathonsi egazi awela emhlabathini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abantu baseMelika abangu - 500 bebuzwa, "Ekuphileni kwakho siqu wake waba yini nomuzwa wokuthi izingelosi zikhona?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Endleleni, inkosi yaqhubeka inikeza iziyalezo ezingokwasezulwini nesikhuthazo, ibanxusa: "Kholwani nguJehova uNkulunkulu wenu, niyakuqiniswa; kholwani ngabaprofethi bakhe, niyakuphumelela." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Awuqapheli ngempela ukuthi uzokwehlelwa yini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ohulumeni bayashintshashintsha, kodwa ubugebengu abushintshi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UZiqu - zintathu uye wabizwa ngokuthi imfihlakalo, kodwa umfundi waseAustralia uthi incwajana ethi Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu - zintathu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakungasekupheleni kwehlobo, nehholo ababekulo lalishisa bhé kunzima nokuphefumula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, akulula ukuhluka kontanga yakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje isidla ukudla okunomsoco ebingakuthandi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Akukho Ukuthula Kwababi," 7 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusho ukuba nobuhlobo obuhle noBaba wethu wasezulwini, sikhumbula isixwayiso umphostoli uPawulu asinikeza kumaHeberu 4: 13: "Akukho - nto edaliweyo engabonakali phambi kwakhe, kepha konke kwambuliwe kusobala emehlweni akhe esiyakuzilanda kuye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma ingabe singabhekana nalezimo ngaphandle kwezinyembezi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kusenza sibe sohlwini lokuzuza ekubuseni koMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imaphi lawo mathuba? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze uyithole, kumelwe uvivinywe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, isikhathi sokulotshwa kwemibhalo asinakulinganiselwa phakathi nenkathi yeminyaka engu - 50. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela lapho, inkulu intuthuko eyenziwe emawashini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Williamson, isahluko 20, ikhasi 319. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
31 Ukusebenzisa I - video Enamandla Ngempumelelo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Silalela uJehova njengoba ekhuluma naso ngeZwi lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi: "Ngiyaqiniseka ukuthi ukulalela iseluleko esiseZwini likaNkulunkulu kuyindlela engcono kakhulu yokuphila." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.