sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Okwesithathu, kumelwe sizithobe elungiselelweni likaJehova ngokufuna ukuzihlanganisa namanye amaKristu angadambisa ukucindezeleka kwethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela amabandla ajabula ngayo lapho ebona ukuthi lo mbhangqwana ozidelayo waphumelela ukuwahambela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngazizwa nginesizungu, ngibambeke esimweni esingcolile futhi ngiphoqelekile ukwenza ngokuvumelana nazo zonke izinhlobo zokusongela nobudlova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani abaye bamemezela obala nasendlini ngendlu izahlulelo zikaNkulunkulu kulesimiso sezinto futhi ikakhulukazi kweLobukholwa elifana neJerusalema? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abadala abaningi bangase baphendule ngokuthi cha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emifushane kuyo nebulalayo kuthiwa i - gamma rays. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli limbiza ngokuthi "umbusi waleli zwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukutadisha njalo, ukuthandaza nokusebenzisa lokho esikufundayo, kancane kancane kungasenza sibe nonembeza omuhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikheshi yamahhala ikuyisa phezulu emamitheni angu - 75 lapho ungabona khona inkaba yedolobha, okuthiwa iPlano Piloto, uphezulu kwelenyoni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kwentuthuko yezobuchwepheshe, ingabe ukusweleka kokudla kuthinta abantu emhlabeni wonke? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngabe sengikhishwa amabamba, ngakho - ke ngangingakwazi ukudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amaningi kakhulu aminza; amanye atakulwa amatilosi kanye nabadobi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Manje kunamahhashi asendle alinganiselwa ku - 300 000 kuleli zwekazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlasela kwezixuku kwakuvamile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
24 Lingisa Ukholo Lwabo - Wakhuthazela Naphezu Kwezimo Eziqeda Amandla | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova wembula nokuthi uKristu, iMbewu, wayeyoza ngohlu lozalo lobukhosi lukaJuda nokuthi 'izizwe ziyomlalela.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nabanye abantu abangenalo ulwazi lweBhayibheli bayazama ukuzigwema lezi zinto ekuphileni kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Womabili lamadoda akhulile - uJobe no - Abrahama - adlula ngokuphumelelayo ezenzakalweni ezinosizi kodwa aphila aze aba 'madala futhi aneliswa.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwadlula izinyanga, kwaze kwazalwa usana lwethu, uJudy. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngawo uMose wagcoba futhi itabernakele, impahla yalo yangaphakathi, izitsha ezingcwele, ngisho nomphongolo wesivumelwano. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanjalo, emazwini kaLaurence Justinian, umfundisi wekhulu le - 15 leminyaka, uMariya waba "isikhwelo esiya epharadesi, isango lezulu, nomkhulumelikazi ofaneleka kakhulu phakathi kukaNkulunkulu nomuntu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Lapho abantu bethi uNkulunkulu wenza zona kanye izinto azizondayo, basuke bengcolisa idumela lakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isibonelo esivelele ekuboniseni lemfanelo uJesu Kristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukugwema izinto ezinjalo kuyamthokozisa uNkulunkulu futhi kunethonya elihle ekuphileni komuntu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENgilandi, inkosikazi eyamukela iqiniso ngemva kweminyaka engu - 18 umyeni wayo alamukela, iyakhumbula: "OFakazi babesimema sobabili ukuba sizodla nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umthandazo nawo ubaluleke kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Udokotela wokusebenza kwengqondo nokuziphatha kwabantu uWilliam S. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho lesi sithelo sivuthwa siyaqhuma, izinhlamvu zaso zisakazeke emanzini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Luhlobo luni lomsebenzi olwaletha injabulo nokwaneliseka kuJesu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngolunye usuku uzwa kuthiwa litholakele ikhambi! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani kubalulekile ngawe ukuba ube 'nesimo sengqondo sokulinda'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa izimiso okuxoxwa ngazo ziyasebenza nasemantombazaneni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayazi ukuthi uPetru wayezomphika, ngakho wathi: "Ngikunxusele ukuba ukholo lwakho lungapheli; futhi wena, lapho nje usubuyile, uqinise abafowenu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kufanele aphathwe ngobumnene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani uJesu athi: "Nizoba ofakazi bami"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uPawulu ethi "abantu bakaNkulunkulu" wayebhekisele kumaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, ukumiswa kwezinsika ezingu - 144 enkundleni yaseNuremberg kwakungekhona ukuthi ucilo wethuka ezishaya endukwini ngokwezinombolo, njengoba ukusebenzisa ulimi nemifuziselo engokweBhayibheli kwezikhulu zamaNazi kugcinwe kahle ezincwadini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Wawuyini umongo womthandazo kaPawulu awenzela abaseFilipi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UGore ukholelwa ukuthi igalelo lomuntu endaweni ezungezile limelela usongo lokuphila oluseduze kakhulu lokusinda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi lokhu kungase kwenzeke unganakile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, onembeza bamaKristu akudingeki bacindezelwe ukuzisola nemizwa yokuba necala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, wena usabela kanjani ezidingweni zabanye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminye imithombo ibeka ingqikithi yezisetshenziswe eUnited States eduze kakhulu nezigidi eziyikhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abokuqala ababa magange ngewayini elihlohlozayo kwakungabaseBrithani, kodwa ngekhulu le - 18, isigodlo saseFrance sasithola lesi siphuzo esiphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lisenza siqonde "ukulunga nekhono lokwahlulela nobuqotho, yonke inkambo yokuhle." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Empeleni, amakhosi amaningi alandela uSolomoni, nakuba ayengathembekile, kukhulunywa ngawo ngale ndlela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa umbhalo wesiHebheru wolimi lokuqala ubonisa ukuthi lo mthetho wawukhuluma ngengozi eyayingase iholele ekufeni kukamama noma komntanakhe ongakazalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uJehova wayikhumbula inkambo yawo yokwethembeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke enye inzuzo yokuba khona emihlanganweni iyithuba lokuba nobudlelwane nokholwa kanye nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, uJehova 'unguNkulunkulu uMninimandla onke.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuwona wonke umuntu osamukelayo lesi sici sokuhlakanipha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yenza uhlu lwalabo okuyodingeka batshelwe ukuthi ushonile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho inkulumo yami isiphelile, kweza indoda ethile kimi, yangixhawula futhi yazethula ngokuthi inguBill Smith. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Qhathanisa neyoku - 1 Johane 2: 16.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi yini esiyenzayo enkonzweni kaJehova kufanele ibe injabulo, hhayi umthwalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bayakukhohlwa osekudlulile. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkolo Yamanga Yonakalisa Unembeza | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngibheka umuntu ohlezi yedwa eHholo LoMbuso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini eyasiza uJack ukuba ehlise umoya? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, izimpelesi (abangane bomkhwenyana nomakoti) akudingekile ukuba zibe ziningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengengoma, izinkondlo zingumxhumanisi omkhulu wokudlulisa imizwelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokho kuthambekela kuhlala enhliziyweni engokomfanekiso, uJesu athi ngayo: "Enhliziyweni kuvela izizindlo ezimbi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UTyndale wayenomuzwa wokuthi kwase kuyisikhathi sokuhumushela isonto lakhe nabantu baseNgilandi imibhalo yamaKristu isuka kweyesiGreki iya enguqulweni entsha, enembile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Baye "bathengwa kubantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Engeneliswa ngoba enomuzwa wokuthi izinto azihambi ngokushesha, abashiya abantu bakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngekhulu lesibili B.C.E., cishe ngesikhathi okwakopishwa ngaso uMqulu WasoLwandle Olufile ka - Isaya, amaPharithiya aqala ukulawula iBabiloni, ngaleso sikhathi elalibhekwa njengegugu izizwe ezizungezile ezazililwela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izakhamuzi ezingu - 170 000 zakulesi sabelo ziphila ngokuyinhloko ezindaweni zokuhlala ezingazodwa, zilandela amasiko. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova angakusiza ukuba ukhethe ngokuhlakanipha ebusheni bakho ngendlela engcono kakhulu ukudlula noma ubani omunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuthiwani uma kuphakama izidingo ezikhethekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwumkhuba ngabanye abantu ukuzichilizela eceleni njengezingabalulekile izilokazane kanye nokhula okuncane nokunganakekile, bekhohlwa ukuthi ibhu elinganakekile laseLatin America lasindisa amadlelo aseAustralia ekwembozweni umdolofiya, ukuthi i - periwinkle ebomvana yanikeza ikhambi lesifo sikaHodgkin kanye nesifo sezingane i - lymphocytic leukemia, ukuthi igxolo le - Pacific yew linikeza ithemba ngezisulu zomdlavuza wesibeletho nowamabele, ukuthi ikhemikhali esematheni ama - leech incibilikisa amahluli egazi phakathi nesikhathi sokuhlinza, futhi uhlu oselulude kakade nolumangalisayo luqhubeka njalo naphezu kokuba kukuncane ukucwaninga okwenziwayo kukho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubuhlobo bobulili benqatshelwe ngaphandle komshado. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukusungula Okukhulu Kakhulu Kosuku Lwethu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva nje komyalo wakhe, kwaqala ukushiswa kwamaBhayibheli ezilimi zabantu abavamile, kanye nokushiswa kwabathile ababenawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umhleli wezesayensi wephephandaba laseDolobheni laseNew York wabika: "AmaMelika ayizigidi ezingamashumi amathathu manje aneminyaka engu - 65 noma ngaphezulu - oyedwa kwabayisishiyagalombili bethu, ngaphezu kwanoma yinini ngaphambili, futhi: Inani lasebekhulile likhula ngokuphindwe kabili kunalo lonke inani labantu.... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intombazanyana eneminyaka engu - 14 okuthiwa uSandra yabhekana nezinkinga ezinkulu kodwa yazinqoba ngosizo lukaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zibuze, 'Bengingabangenisa yini kwami abantu abayizidlova, abasebenzelana nemimoya, izidakwa, noma abanokuziphatha okubi?' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 1990, umkhiqizo womhlaba wonke wawubiza ingqikithi yamaRandi ayizigidi eziyizinkulungwane ezingu - 83. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangifuna ukwazi okwengeziwe, kodwa ukuqhosha kwangivimbela ekubuzeni umyeni wami imibuzo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imikhuba engemibi ngokwayo, ngezinye izikhathi ingase yenze kube nzima ukuba abantu bakhulume nathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokujabulisayo, uJehova waqhubeka enginika amandla nesibindi sokuqhubeka nendlela yami yokuphila entsha enenjongo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lomthandazo kaJesu wawuzifikela futhi usuka ekujuleni kwenhliziyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufunda ukulalela nakho kuyosiza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esikhathini esingaphansi konyaka ngaphambi kokufa kwakhe, uJesu wabuza abafundi bakhe: "Izixuku zithi ngingubani?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti okunye, iqiniso ngoNkulunkulu lisivikela ekukhulekeleni kwamanga, njengokukhulekela izithombe nemifanekiso engaphili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa sabona ukuthi uJehova wayeyiphendula imithandazo yethu ngokusinakekela usuku ngalunye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKUBE bezingekho izincwadi eziphefumulelwe zomphostoli uPawulu, bekuyoba nzima ngathi ukuqonda okushiwo izici eziningi zoMthetho KaMose. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zenkolo ezithembekile emfundisweni yesonto ziye zasabela ngezindlela ezihlukahlukene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Kufanele sizizwe kanjani ngokukhanya kweqiniso namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imfashini yamuva e - United States naseCanada kuye kwaba yilokho okuthiwa "indaba eqanjiwe ekhexisa umlomo" - izindaba ezisabekayo ezihloselwe intsha eneminyaka engaba ngu - 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngingathi nje ngangingacabangi ngaye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwesaba okunenhlonipho ukungamjabulisi uJehova kuyosisiza siphishekele inkambo yobuhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isimo sakhe sengqondo sangithukuthelisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okubaluleke kakhulu, oTheodore no - Ann babebeka isibonelo esihle, bevamé ukukhonza njengamaphayona asizayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, musa ukuwela ogibeni lokukhathazeka ngokweqile ngokubukeka kwangaphandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaholi babavukeli basebenzisa isithixo ekuvukeleni kwabo esibizwa ngokuthi iSiphambano Esikhulumayo, okwakunomuntu owayekhuluma emva kwaso ekhuthaza ukulwa kuze kube sekufeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akuyena u - Estienne owasungula indlela yokuhlukanisa imiBhalo yeBhayibheli ngamavesi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lukhona usizo kulabo imishado yabo eye yaphazanyiswa inkulumo elimazayo, njengoba isihloko esilandelayo sizobonisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMartha Farrell Erickson, owalandelela omama abangu - 267 nezingane zabo iminyaka engaphezu kwengu - 20, uveza lo mbono: "Ukunganakwa kumane nje kuwuqede kancane kancane umoya wengane, kuze kube yilapho ingasenaso isifiso sokuxhumana nabanye abantu noma sokwazi izwe." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Elinye lawo yiHubo 118, elalihlatshelelwa yimikhaya yama - Israyeli lapho iphetha umkhosi wePhasika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova ukwazisa ngokukhethekile lokho esikwenzela uMbuso wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.