sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Lutho neze, ngoba lefektri ephelele ingokoqobo njengotshani ohamba phezu kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBHAYIBHELI liqukethe amaqiniso angasikhulula ezinkolelweni ezididayo noma ezingamanga ngoJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani uSathane ekwazile ukugqilaza isintu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, lapho abantu bengena ekhulwini lama - 20 elase lithuthukile ngokwesayensi, i - Encyclopædia Britannica ka - 1910 yabikezela ngethemba ukuthi kwakuyofika isikhathi lapho "izinkolelo - ze ziyophela nyá emphakathini ophucuzekile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ayebonisa ukungawuhloniphi ngokuphelele umthetho waphezulu ophathelene negazi? - Qhathanisa noNumeri 15: 30. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sihlome ngezinduku nangeziphambano zensimbi, sahlasela ababekhona ngonya, sabalimaza, abanye kabi kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, umhlaba wawusukhona kakade ngaphambi kokuba kuqale izinsuku zokudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi sihloko sithi: "Uma ufuna ukuqiniseka ukuthi izimpahla zakho ziyabazuzisa ngempela abampofu, kuyodingeka uziyise mathupha kubo noma uzithumele ngabantu obethembayo endaweni yenhlekelele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkulungwane zezibani ezincane ezimhlophe eziboshelwe emagatsheni ezihlahla angenamacembe epaki, kanye nezibani eziningi ezinemibalabala ezicwebezela kulemifanekiso ebenyezelayo, zakha isimo esihlaba umxhwele sokukhanya nemibala kulendawo ekhangayo ebusika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kunalokho, siyokwenza umkhuba ukufunda iBhayibheli nsuku zonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuthi amasinagoge amaJuda aqala nini ngokuqondile, kuphi, futhi kanjani akwaziwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwase kuqala 'ukubhikisha kwamaCristero,' futhi kwaqala ngo - 1926 kwaphela ngo - 1929. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngayo, izigidi zabantu emazweni angaphezu kuka - 230 ziye zafundiswa ukuba ziphathe bonke abantu ngesithunzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wazishaya indiva izimo zengqondo ezinjalo zokungamesabi uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kumelwe ubonise ukwazisa okukhulu kangakanani - ke lapho uzwa imibono yomkhaya wakini ngomngane womshado omkhethile! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nganquma ukugembula ukuze ngithole imali yokugibela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uDaniyeli nabangane bakhe betshelwa ngalesimemezelo senkosi, uDaniyeli wacela isikhathi esithile, anikezwa sona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ISIHLAHLA som - alimondi siphakathi kwezihlahla eziqhakaza kuqala emagqumeni aseLebhanoni nawakwa - Israyeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukungathembeki kuthé chithi saka namuhla kangangokuthi ngokuvamile abantu babheka ukuqamba amanga, ukungathembeki nokweba njengezindlela ezamukelekayo zokugwema isijeziso, zokwenza imali noma zokuba nenqubekela - phambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngengozi noma ngokuklanywa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwalabo abazelwe abesifazane akuzange kuvezwe omkhulu kunoJohane uMbhapathizi. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho uJesu wayenebala nezici ezifana nezamaJuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liyasiyala: "Ningathandi izwe noma izinto ezisezweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti abanye bathi ashiwo umprofethi uHoseya, encenga abantu ukuba babuyele kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imizwa ingalawulwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ekukhathalela kakhulu ukuphila kwethu, wanquma ukugcinela igazi indlela eyodwa kuphela yokulisebenzisa, indlela ebaluleke kakhulu nokuwukuphela kwayo eyenza ukuphila phakade kwenzeke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa leso sikhathi side ngokwanele ukuba amalulwane adla izithelo athole izimbali eziningi ezigcwele umpe futhi athathe impova eyisusa kwesinye isihlahla ayiyise kwesinye | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesihloko siqhubeka sithi: "Esimweni lapho ukuphathwa kabi sekuba okungenakubekezelelwa, noma ukuphila kuba sengozini, umngane okholwayo angakhetha 'ukwehlukana.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yabhala: "Umthandi wesiliva nje ngeke aneliseke ngesiliva, nanoma ubani ongumthandi womcebo ngeke aneliswe yinzuzo engenayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Le nkinga yaqala ekhulwini lesine leminyaka C.E. ngesikhathi ezinye izazi zemfundiso yenkolo zithi umoya ongcwele ungumuntu olingana noNkulunkulu ngandlela - thile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka indlela esijabula ngayo lapho imizamo yokuxazulula izinkinga iphumelela! - Roma 12: 18; Efesu 4: 26, 27. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* - IzAga 13: 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Louis, eMissouri, ngo - 1941. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyakwazisa lokho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bese nilwamukela uma nilunikezwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPeter Omkhulu wazama ukuba iBhayibheli linyatheliswe ngesiRussia | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Egijima, u - Ann wabona ikhanda likaNeil oneminyaka emithathu ligebelé nganxanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma sifuna ukuzuza ngokugcwele ekufundiseni kwaphezulu futhi sibonise ukuhlakanipha kwangempela, sidinga ulwazi oluqondile lwemiBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiziphi izindlela esizuza ngazo lapho siwavakashela njalo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amandla adonsela phansi yiwo abamba izinto emhlabeni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu baseMexico baphuza isilinganiso samalitha angu - 160 eziphuzo ze - cola umuntu ngamunye ngonyaka, kubika i - Mexican Association of Studies for Consumer Defense. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungase kube ukubaneka okuthathu, okushiyana cishe ngomzuzwana, noma uchungechunge lokubaneka okunezikhawu nobude okungafani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abanempilo enhle abamdingi udokotela, kodwa abagulayo abamdingayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ibutho likaNkulunkulu ophilayo, uJehova, lalingabaleka kanjani lesaba umuntu nje - umuntu wezizwe nokwenza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokubhalela indlunkulu ngesimo sethu, sathola incwadi enothando evela kuMfoweth 'uRutherford eyasikhuthaza ukuba sibekezele yasikisela nalokho esingakwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izilimi: IsiBelize Kriol, isiNgisi, iSpanishi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho abazali bethu bokuqala, u - Adamu no - Eva, belalela uSathane futhi behlubuka kuNkulunkulu, empeleni bakhetha uSathane njengombusi wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifo Sofuba Ngalujabulela kakhulu uchungechunge oluthi "Isifo Sofuba - Ukubuya Kombulali." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Futhi simbonga ngokungaphezi uNkulunkulu, ngoba ngesikhathi namukela izwi likaNkulunkulu, enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu, njengoba nje liyilo ngempela, okuyilona elisebenzayo futhi kini nina makholwa." - 1 THESALONIKA 2: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sizani, ningakhohliselwa ekucabangeni ukuthi okwangehlela ezweni akusoze kwenzeka kini ngendlela efana nsé uma ningasinaki iseluleko sikaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanjalo uJakób Jocz ube esesonga izinto kahle ngokuthi zombili lezinkolo "azinalutho ezifana ngalo obelungabeka isisekelo 'semfundiso yenkolo engavala igebe.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igagasi elinomfutho ladabula leli sondo leloli ngebhodi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
12 Bekani isibonelo sokudla ukudla okunempilo nokuvivinya umzimba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi lawo mazwi abuchaza kahle kanjani ubumnyama obukhulu obungokomoya nobungokokuziphatha baleli zwe - kokubili osukwini lukaPawulu nolwethu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sakujabulela kakhulu ukuyithola! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ngalesosikhathi ngiye ngaba nethuba lokuxoxa ngeBhayibheli nabagibeli bamabhayisekili abaningana esasinabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imicabango emihle, inkulumo, nezenzo kungaba namuphi umphumela ebandleni labantu bakaJehova? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasebenzisa amakhadi ethu obufakazi amadala nezincwadi esasizilondoloze ngaphambi kokuqala kwempi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa manje, wayesekulungele kokubili, ukulalela nokuthatha izincwadi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba kunjalo, uJehova wabona izimfanelo ezinhle kubona futhi waqhubeka ebasebenzisa enkonzweni yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusho ukuthi ngokushesha uNkulunkulu uzongenela ezindabeni zesintu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazange bakholwe ukuthi umuntu onjengami wayefuna ukuba umKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(UJosephus wayekhulume ngabaFarisi ababephila phakathi nokubusa kukaJonathan.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwenza lokho akulula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngajabula kakhulu lapho kamuva ebhapathizwa futhi eba udadewethu ongokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu ephenduka wambona, wathi: "Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eminyakeni eyalandela ngaqhubeka ngidla izidakamizwa ezinamandla kakhudlwana futhi ngaba isigqila sazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uFrancisco nomkhaya wakhe bephuma endaweni yokudlela, ngokukhulu ukulangazela umfana wakhangeza ukuze amukele izinhlamvu zemali ezimbalwa ngenxa yenkonzo yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abangane bayobe besisiza mahhala, hhayi ngoba befuna imali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuvamile abukelwa phansi, kodwa futhi ayesatshwa ngoba kucatshangwa ukuthi anomlingo omubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kubaluleka akubangelwa umbhalo okulezo zindengezi... kodwa kubangelwa imininingwane eyigugu yamagama abantu, amagama emindeni namagama ezindawo zakwa - Israyeli. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehova yena unguBaba ophelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Konke kwaqala ngo - January 28, 1992, lapho uLuz Nereida Acevedo Quiles, oneminyaka engu - 24, engeniswa eSibhedlela i - El Buen Pastor ePuerto Rico ezohlinzwa ngokuzikhethela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, akungabazeki ukuthi phakathi nayo yonke leyo minyaka amaKristu eqiniso - engawodwa noma engamaqembu - ayenza konke okusemandleni awo ukunamathela ezimfundisweni zikaKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba umuntu oshadile 'ehlukene phakathi,' umKristu ongashadile ukhululekile ukuba agxile 'ezintweni zeNkosi.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi lokhu kufanele kwenziwe kuphi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Omunye angase aphike, 'Kodwa ukwazi nje amagama ezinkanyezi eziyizigidigidi - noma abantu abayizigidigidi - akusho ngempela ukuthi uyabakhathalela ngabanye.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ulwazi lwanamuhla oluningi ngamazulu lusinikeza isizathu esikhulu nakakhulu sokuba novalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho evakashele isikhulu sebutho lamaRoma nomkhaya waso, umphostoli uPetru wakhuluma ngoJesu njengogcotshwe uNkulunkulu "ngomoya ongcwele nangamandla." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba usemusha, kungenzeka ukuthi awukawulungeli neze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanti - ke imbewu ngayinye ikhipha uhlamvu olulodwa lommbila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, lapho enye yezinceku zikaNkulunkulu ishukumiseleka ukuba isize enye, lokho kuwubufakazi bokusebenza komoya kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, esikhundleni sokuthukuthela yona yalungiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liyabikezela: "Kukhona amazulu amasha [uMbuso kaNkulunkulu wasezulwini] nomhlaba omusha esikulindele ngokwesithembiso sakhe, futhi kukho kuyohlala ukulunga." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwenza umuntu azuze inhlonipho yabantu akanye nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
BHALA igama elithi "parenting" (ukuba umzali) nelithi "advice" (iseluleko) kwenye ingosi edumile yezikhombo kuyi - Internet, futhi ngokuphazima kweso kuzovela izikhombo ezingaphezu kwezigidi ezingu - 26. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbono kaNkulunkulu ungatholakala kuLevitikusi 18: 20, othi: "Akumelwe unike umkamhlobo wakho isidoda sakho ukuze uzingcolise ngalokho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
U - Isaya waprofetha eJerusalema cishe kusukela ngo - 778 B.C.E. kwaze kwaba sesikhathini esithile ngemva kuka - 732 B.C.E. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekuyizinkulungwane zeminyaka uwumthombo wethemba kwabesifazane namadoda, anjengo - Abrahama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingani, kunezikhathi lapho obaba abanjalo beye benqaba khona ilobolo elisesilinganisweni abalinikwa abazalwane abangamaKristu ngoba abantu bezwe bethembise elikhulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukumane bazenzise nje ngokwenkolo nokuphindaphinda okuthile okunjengokuthi "konke kuhle" akuzange kwelaphe ukuwohloka kokuziphatha kwabantu bakaNkulunkulu, nemikhuba yokuhlambulula eyimicikilisho ayiziguquli izindinganiso zabantu zokuziphatha namuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khumbula owesifazane osemusha eBhayibhelini okuthiwa u - Esteri. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yalokho, kwakuzodingeka zijeze ngesono sazo nokungabi nalukholo kuJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayazi ukuthi lezo zici zaziyobonisa ukuthi akabugcini ubuqotho, ngoba wathi: "Uma ngangivame ukujabula ngokushabalala kongizonda kakhulu, noma ngesasa ngoba okubi kumtholile..., angizange ngivumele ulwanga lwami ukuba lone ngokucela isifungo ngokumelene nomphefumulo wakhe." - Jobe 31: 29, 30. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma yilokho abadlali abaningi, abaqeqeshi nabalandeli bezemidlalo abakukholelwayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlando weBhayibheli uthi: "Lapho uPetru esakhuluma..., umoya ongcwele wehlela kubo bonke [ababengewona amaJuda] ababezwa izwi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izenzo ezinjalo zingamenza abheke phambili ekubuyeleni ekhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka ukuthi kuhluke kanjani ngalabo abathola ukuhlakanipha kweqiniso okuvela kuJehova uNkulunkulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe izimiso zalo zikubusa ngokugcwele ukuphila kwakho, zikwenza ukwazi ukunquma okumelwe ukwenze lapho ubhekene namasiko endawo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akumangalisi ukuthi ngokuvamile "abantu abaswele imisebenzi bafuna umsebenzi ngaphezu kwanoma yini enye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.