sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Owesifazane osemusha okuthiwa uRiziki uthi: "Yebo, amanzi adonswa ngamapayipi emifuleni eseduze ayiswe emathangini amakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgeBhayibheli nangezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini, abadala abavuthiwe ngokomoya ebandleni, nabafowethu abanothando. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UDavide waba nesibindi, walivuma iphutha lakhe lapho elulekwa, wangazama ukubeka izaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhlanganisa izenzo eziwukwephulwa okukhulu kwemithetho kaNkulunkulu futhi ezibonisa isimo sengqondo sokweyisa noma ukuba nenkani - isimo sengqondo esibonisa ukungahloniphi noma ngisho nokwedelela igunya, imithetho nezindinganiso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBophuthatswana | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, amasosha amaRoma asindisa umphostoli uPawulu ekuhlongozeni kwamaJuda ukumbulala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini ngempela ohlose ukuyenza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase ukhathazeke ngokuthi izenzo zengane yakho zonakalise idumela lomkhaya wakho, ikakhulukazi uma kuye kwadingeka ukuba isuswe ebandleni lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuvelelani imizindlo ezinhliziyweni zenu na? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, izigidi zabantu zithandazela okuthile okukhethekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nabanye abantu balubona lolu shintsho olukhulu kuSabina namadodakazi akhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngazizwa ngiphoxekile ngenxa yezinwele zami ezinde nezimpahla zami ezidabukile, kodwa ukwamukelwa oFakazi abasinikeza khona kwangenza ngazizwa ngamukelekile zisuka nje. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iyiphi indlela engcono esingazi ngayo uYise ngaphandle kokucabangela lokho okwafundiswa futhi kwenziwa iNdodana yakhe ezelwe yodwa? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akukhathaliseki ukuthi ngikhathele kangakanani. "- UMIRANDA WASENINGIZIMU AFRIKA. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuthembela kakhulu ezinkulumweni zabangane bazo nakho kungase kuphumele embonweni otshekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zesayensi ziye zetha lengqamuzana ngokuthi iRAG - 1 okusho ukuthi (recombination activating gene [ingqamuzana ebangela ukuhlanganiswa kabusha]). " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ezinye zezinkolo zaseAsia 'Ezifuna Indlela Eqondile' bezingenza ngcono? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekugcineni, ngo - March 7, 1941, ngahanjiswa neqembu elikhulu eligadiwe elalithuthwa liyiswa ekamu lokuhlushwa eNiederhagen. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imfundo eqinile engokweBhayibheli nayo kufanele isheshe iqale. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphansi kwesiqubulo sokwenza ukuhlola okuzimele, lomkhandlu uye walondoloza izigidi zama - dollar ukuze ulwe nabahlaseli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi yango - 2003 ethi Water Science and Engineering, ithi: "Njengamanje, inqubo yokwakheka kwamaconsi emvula ayaziwa ngokuphelele." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Incwadi kaRuthe iqukethe izenzakalo ezenzeka cishe phakathi neminyaka engu - 11 "ezinsukwini lapho abahluleli bephethe ezobulungisa" kwa - Israyeli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
▪ Ngomzamo wokubhekana nokwehla kwamandla emali ngamaphesenti ayizigidi ezingu - 2,2, elaseZimbabwe lasusa amaguncu ayishumi emalini yalo eyiphepha ngo - August 2008. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lezi zincwadi zibe sezithunyelwa emabandleni ngisho nasezindaweni ezikude kakhulu zomhlaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka isibusiso okuyiso ukuba ingxenye yenhlangano kaNkulunkulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kufanele Sihlukane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kokufakaza endlini ngendlu, sizama ukufinyelela izihlobo, osomabhizinisi esijwayelene nabo, nesifunda nabo ngezindaba ezinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko uthi: "Igatsha laseFrance lasisiza ngokusinikeza amaloli amabili nabashayeli abane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukunqoba Kokugcina KukaMikayeli, Isikhulu Esiqhamileyo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyakuthi uma kukhona lapho indodana yokuthula, ukuthula kwenu kohlala phezu kwayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusobala ukuthi izikhumbuzo zawasiza amaKristu okuqala ukuba ahlale eqinile okholweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Obani okubhe - kiselwa kubo ngokuthi "abafowethu"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho kithi ongabhekani nemiphumela yako. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPilatu wabuye wakhuluma kubo efuna ukumkhulula uJesu; | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Balandela iseluleko sikaJesu: "Bhekani! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sonke esasingu - 20 sayiswa ngaphandle ukuyokumba ithuna lethu elilodwa, sigadwe amasosha angu - 18 aseHungary. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngikhumbula ngokukhethekile ukuthi uMfoweth 'uKnorr, omunye wababefundisa, wagcizelela leli phuzu kithi: "Ungazami ukujabulisa abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, izincwadi ezitusa imishuwalense akufanele zibhekwe njengezingenaphutha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukudla leso sinkwa kwakungaphula amazinyo alowo osidlayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uMthetho wakuveza ngokucacile ukuthi njengoba babengenakuwugcina ngokuphelele, bonke abantu babenesono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Impendulo ngayithola kwabaseFilipi 4: 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhamba kwesikhathi, nayo le nkulumo yaqala ukunganambitheki kahle, okwenza izazi zezomnotho zaqala ukusebenzisa inkulumo ethi "amazwe asathuthuka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abasanda kushada bangase bangakuqapheli ukuphazamiseka kwezingane ngokomzwelo, ukungaqiniseki ukuthi zithembeke kubani nemizwa yesikhwele nentukuthelo ebangelwa ukufika kukasingamzali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Diane Medved wabhala: "Ngokwezinkolo eziningi, uNkulunkulu wathi umshado kwakumelwe uhlale njalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasiqukethe izinhlobo ezingaphezu kuka - 3 000 zezinto eziphilayo, kuhlanganise nabantu abangu - 8. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isikhombo sombhalo waphansi u - אnaso sinikeza ukuphawula komlungisi wale "codex" kokuba aqinise ukubuyiselwa komunci ocacile (the) emazwini athi "unkulunkulu ozelwe yedwa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezigidigidi zabantu abaNsundu, abelapha ngokwamasiko bawukuphela kwabaya kubo ngezokwelapha zanoma yiluphi uhlobo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EMALUNGWINI angaphezu kwezigidi ezingu - 220 eSonto Lobu - Orthodox, iNtaba i - Athos, ithafa elimagoxigoxi elisemaphethelweni enyakatho yeGreece, 'iyintaba engcwele kunazo zonke kumaKristu obu - Orthodox.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Aluthokozi ngokungalungi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yisiphi iseluleko esasifanelekile umphostoli uPawulu asinikeza amaKristu eJerusalema? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Uvuko' olunjalo lwenzeka ngo - 1919. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indodakazi yami yabhapathizwa ngaphambi kwami, futhi umkami, nakuba engazange abhapathizwe, wafinyelela ekulazini iqiniso leBhayibheli, futhi wayebambisana nami kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli liphinde libe nezibonelo zenye indlela uJehova alungisa ngayo ukucabanga kwezinye zezinceku zakhe ngemibuzo eshukumisa ingqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, kukhona okuthile okungalungile ngokuyisisekelo endleleni lomphakathi ophethwe ngayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlutha "kaBugs Bunny" noma "uTom and Jerry," okungenzeka ukuthi wabona labo balingiswa eminyakeni eminingi edlule ebhayisikobho, kungenzeka manje ungumzali futhi ngokucindezela nje inkinobho, angase avule i - TV ukuze abone imifanekiso yabo yamahlaya yanamuhla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eziningi zazo ziphethwe yizinkampani ezinkulu zamazwe ngamazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Kodwa asikho isitimela esihambayo namuhla," kuphendula udadewethu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, singazivuma izono zethu kuNkulunkulu, sithandazele intethelelo yakhe, bese sithatha izinyathelo zokulungisa esikwenzile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbuso wakhe omkhulukazi waba nengxenye ekusakazekeni kweSimiso Sokuguqulela Abantu EbuGrekini - ukubaguqulela olimini nasesikweni laseGrisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMgibeli Wenqola Okhazimulayo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angisoze ngayikhohlwa indlela asifanisa ngayo thina zingane zoFakazi nomprofethi othembekile uDaniyeli, abangane bakaDaniyeli abathathu abangamaHeberu, nabanye abantu eBhayibhelini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuthiwani - ke nokho, uma umenywa ukuba nizikhiphe kodwa ungaqiniseki ukuthi abazali bakho bazosabela kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqonda kuyosisiza futhi ukuba sikhumbule lokho uJehova asesenzele kona kakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Thokozani - Ngani Futhi Kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Gwema Ukuthandabuza Abakhethwe NguJehova | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva nje kwalokho, ngaphawula owesifazane othile owayehlukile kulaba abanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukucindezeleka kungabangela ukufa noma kwenze ukuphila kuthakazelise. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuphila ngemithetho yeBhayibheli enjengalena kuye kwangisiza ukuba ngithande abanye kungakhathaliseki ukuthi bamnyama noma bamhlophe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala ebandleni kufanele babeke isibonelo esihle kulokhu. - Efesu 4: 8, 11 - 13. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba izAga 22: 3 zisho, "oqondileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi badlula nje, bahlupheke ngakho." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumelwe azimisele ukulandela ipulani efanayo, iZwi likaNkulunkulu, futhi asebenzise izinto ezifanayo zokwakha eziqinile njengoba kwakwenza abazali bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Baningi asebewugijime ngempumelelo ngaphambi kwakho futhi baningi abasawugijima nawe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwesithathu, hlelani njalo izikhathi zokwenza izinto ndawonye, nobabili kuphela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi iNkosi yenceku ngokwayo iye yaba nemithwalo yemfanelo eyandisiwe kusukela ngo - 1914, "konke enakho" kumelwe kuhilele ezinye izinto ezengeziwe ngenceku kunasesikhathini esidlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko wekhomishane waphawula ukuthi izinkinga zempilo zabasha ngokuvamile zibangelwa ukuziphatha kwabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini yakhe ethi Christian Iconography, u - Adolphe Didron uphawula okwenzeka: "UKristu, ekuqaleni owayevezwa njengomuntu osemusha, uya eguga ngokudlula kwamakhulu eminyaka... njengoba nobuKristu nabo bukhula." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikilasi lama - 21 lalesi sikole laliseSouth Lansing, enyakatho yesifundazwe saseNew York, futhi lathweswa iziqu ngo - 1953 eMhlanganweni Womphakathi Wezwe Elisha eNew York City. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJehowashi wayala ukuba uZakariya akhandwe ngamatshe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umbiko owawuvela eBucharest wachaza izimo ngaphansi kombuso wamaNazi: "OFakazi BakaJehova kulelizwe babeshushiswa kabuhlungu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho sikwenza kanjani lokho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izibhamu - Indlela Yokufa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Imbewu enhle" yayifanekisela abafundi bakhe beqiniso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyangikhungathekisa ukuthi angikwazi ukwenza lokho abanye abakwenzayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombono ongokwesayensi, lokho iBhayibheli elikushoyo ngomhlaba esiphila kuwo kufanele kuvumelane namaqiniso angokwesayensi, ngoba uNkulunkulu akaziphikisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kukhona yini okuhle okungavela kuko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngothando, uJehova wabeka imithetho eningiliziwe ukuze isizwe sakwa - Israyeli sikwazi ukubona futhi sikugweme ukwenza okubi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma uma othile ebandleni okulo enze izinguquko ezinkulu ukuze ajabulise uJehova, ungase ummemele kwakho bese exoxa ngokuhlangenwe nakho kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, ukusiza abanye kusisiza sihlale sigxilile ngokomoya futhi kwenza lokho uNkulunkulu asithembise kona kube ngokoqobo kithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuwumbukwane engingeke neze ngiwukhohlwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
[Ibhokisi ekhasini] | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayisiqhosha kakhulu kangangokuthi yabathukuthelela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zemivubukulo ziye zavubukula ubufakazi bokuqala betshe elenziwa umuntu, eMashkan - shapir, idolobha lasendulo elenziwa incithakalo, endaweni manje esiyiningizimu ye - Iraq. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kusadingeka ukuba unakekele izingane zakho ezisele - ingasaphathwa eyomsebenzi wakho noma imisebenzi yasekhaya - ngeke uqhathe usizi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaphumelelayo bathola izinkulungwane zamarandi, imiklomelo, nemifundaze. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZILIMI: ISPANISHI, ISIBASQUE, ISICATALAN, ISIGALICIA NESIVALENCIA | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Embuzweni ngamunye kulena uPawulu waphendula ngokugcizelela: "Kwangathi kungelokothe kwenzeke lokho!" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulandelayo, kwabalwa wonke amazibulo akwaIsrayeli: Abesilisa abangu - 22 273. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kusenabaningi kweLobukholwa nasenkolweni yobu - lslam abakholelwa ukuthi uSathane ukhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungakhathaliseki ukuthi uyikholwa noma cha, cishe wake wezwa ngezenzakalo ezivelele ekuphileni kukaMose: ingxoxo yakhe noNkulunkulu esihlahleni esivuthayo, uFuduko lwama - Israyeli ephuma ebugqilini eGibhithe, nokuhlukaniswa koLwandle Olubomvu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wanezela: "Ngonyaka ka - 2000 siyobe sesinezinyoni ezingaphezu kuka - 1000 eTorishima iyodwa, kuzalwa amaphuphu angaphezu kuka - 100 unyaka ngamunye." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.