sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Edolobheni elisentshonalanga, iPoitiers, abagibeli abafika ngesitimela ngo - 9, sebelitholile kakade ipheshana lapho begibele khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini Eyenza Ukuphila Kwanelise? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umsebenzi wabacwaningi bakulesi sikhungo abangu - 280 ubambe iqhaza ekuqondeni komuntu kangcono ukusebenzelana okuyinkimbinkimbi kwezinto ezihlala futhi ziphile e - Amazon. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ENtshonalanga Afrika, iziqubulo ezinjengokuthi "Umuntu uyahlongoza, uNkulunkulu ahlele" zivame ukubhalwa ezintweni zokuthutha umphakathi futhi zichonywe njengezimpawu ezitolo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indaba ethile ethandwayo ikhuluma ngesikhulu sikahulumeni esazithola sithunyelwe eNigeria esikhathini esingeside esidlule, futhi sabuza ngempesheni yaso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho, umuntu kuphela obuza lemibuzo ethi, Kungani ngilapha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UGerald osemusha ukhumbula imibuthano yokufaka ugqozi lwezemidlalo ayevame ukuya kuyo: "Yayinomsindo nokumemeza okuhlabayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabanga ngezibonelo ezimbalwa nje ezibonisa indlela okwenzeka ngayo lokhu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ikakhulu kusukela ngo - 1952, oFakazi BakaJehova baye balisekela ngokwengeziwe ilungiselelo elisiza ekuvikeleni ibandla - ukususa ekuhlanganyeleni izoni ezingaphenduki. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abaningi banomuzwa wokuthi banelungelo lokuzinqumela ukuthi yini elungile nengalungile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lalela isazi sezinkanyezi uSir Bernard Lovell: "Uma esikhathini esithile esidlule, iNdawo Yonke yake yanyinyeka yaba yinto eyodwa encane ngokungenakulinganiswa nethothene ngokungenakulinganiswa, kudingeka sibuze ukuthi yini eyayikhona ngaphambili... | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, lwaluselude ukhalo ayesazoluhamba nalaba baphikisi bakhe abanamandla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, umuntu akanakumenzela omunye lesi sinqumo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi: "Labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni nasogibeni nasezifisweni eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkambo enjalo yokuhlakanipha iyoletha injabulo enhliziyweni kaBaba wethu osezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonke abadlali beqembu elingashayi ibhola ngobuqili bamiswa kuyo yonke inkundla ngamabanga ahlukene ukusuka koshaya ibhola eliphonsiwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yini eye yaqashelwa izigidi zabantu, futhi uzizwa kanjani wena ngalokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungaqhenyi ukhethe imisebenzi, ngisho noma kufanele wenze umsebenzi ophansi noma ongafezi izifiso zakho. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uvivinyo lukaJobe seluphelile, konke okwakumlahlekele, uJehova wambuyisela khona kuphindwe kabili, wenezela neminyaka engu - 140 ekuphileni kwakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, uma sifuna ukuvuna okuhle, kumelwe sihlwanyele okuhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngendlela efanayo, udlulisa indebe yewayini elibomvu kubo, ethi: "Lesisitsha siyisivumelwano esisha egazini lami elithululelwa nina." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sasithi: "Obaba Namadodana: Udaba Olushaywa Indiva." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ekhaya, inkosikazi ebonisa umusa wangempela kumyeni wayo ogxeka izinkolelo zayo ingase inqande isimo ebesingaholela empikiswaneni evuthayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Imuphi umqondo wesithathu elithi "ibandla" elisetshenziswa ngawo eBhayibhelini? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwaphela amakhulu eminyaka izinceku zikaNkulunkulu ziqiniseka ukuthi uMesiya othenjisiwe, noma uKristu, wayezofika. - Luka 3: 15; 1 Petru 1: 10 - 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngemva kokufunda iBhayibheli noFakazi, wenqaba ukuthenga okuthile ayazi ukuthi kwakuyingozi kimi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungase uthi, 'uma unesifo esinjengesifo samathambo, lokho kulula ukukusho kunokukwenza.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlaselwa Kwamehlo Nezindlebe Zakho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Inhliziyo yolungileyo iya - cabanga ukuphendula, kepha imilomo yababi iya - phafuza izinto ezimbi." - IzAga 15: 28, iBhayibheli (cishe ngekhulu lesi - 8 B.C.E.). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wamisa imithetho ethile yokubavikela nokubondla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubaba nomfowethu omdala babengasebenzi, futhi abafowethu nodadewethu abancane babesesikoleni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, uNkulunkulu wayala abantu bakhe ukuba bavikele izwe labo, aze abasize nokubasiza banqobe izitha zabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela uthando lwemali luyimpande yezinto eziningi ezimbi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akazange afike, ngakho saba nomuzwa wokuthi abagibeli abathile bamabhayisikili ababedlula bambona ngobusuku bokuqala futhi cishe walahlekelwa umsebenzi wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kubantu abasanda kufika, amasiko amaningi alendawo abonakala ehlekisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isidakwa Esigembulayo Siyalalela | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, siyeza isikhathi lapho uNkulunkulu eyolapha zonke izifo zethu, ezingokomzimba noma ezingokwengqondo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokuthi uJosefa wakhula waba umholi onamandla, kuyacaca ukuthi lokhu kuqeqeshwa kwasebuntwaneni kwasiza kakhulu ekulolongeni ubuntu bakhe ngendlela efanele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sabnis, isikhulu esiphethe sezempilo seMunicipal Corporation yaseBombay, kwenye ingxoxo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Magid, owahlanganyela ekulobeni incwadi ethi High Risk: Children Without a Conscience. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kungenjalo, ngingakwenza yini lokho akucelayo? ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokuya eSikoleni SeBhayibheli Sabazalwane Abangashadile, ngathola isabelo esisha sokuphayona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyayidinga Inhlangano KaJehova, 1 / 1 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye Zezimpendulo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Gcina imiyalo njalo," kuphendula uJesu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Naphezu kwezinkinga zempilo, ngiyajabula ukusho ukuthi ngimbonile uJehova engisekela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NAKUBA kungase kubonakale sengathi abaningi bamelwa yinhliziyo bengabanga nazimpawu ezixwayisayo, izazi zezokwelapha zithi kuyaqabukela kwenzeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uye wenza abantu abanokholo ukuba babhale phansi imiqondo yakhe ngendlela esingayiqonda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaprofethi bawo bangamayiyane nabakhohlisi; abapristi bawo bayingcolisile indlu engcwele bawudlovulile umthetho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho uDade Porter nezinye izinceku ezithembekile bebheka emuva, abakukhohlwa lokho uJehova akwenzile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khona abaFarisi nababhali bafika kuJesu bevela eJerusalema, bathi: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku lweSikhumbuzo, oFakazi, kuhlanganise no - Abigayl, babehlanza iHholo LoMbuso belungiselela isimiso seSikhumbuzo ntambama. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Lapho umdala ongumKristu embuza ukuthi isiphi isici esimkhathaza kakhulu ekuphileni kwakhe, uJason waphendula ngokushesha: "Ngiyakukhumbula ukuba nobaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EJalimane akuthandeki ukubeka imibandela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda eyoku - 1 Thimothewu 6: 12, 19.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Babewile kodwa bengalimalanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zibuze imibuzo efana nale: | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UKristu noYise asibakweleti yini ukwenza wonke umzamo ukuze sihlale simsulwa ekuziphatheni? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UVera uyaphawula: "Ngezinye izikhathi ngiye ngasebenzisa izosha zale ngoma ukuze ngibonise abantu ukuthi ngawo - 1800 bakhona ababelazi igama likaNkulunkulu futhi bemdumisa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Luhlobo luni lwenkulumo ukuzonda ukungabi - namthetho okuyosibangela ukuba siluzonde? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokukholwa uEnoke wathathwa, ukuze angaboni ukufa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sinaziphi izizathu zokuqhubeka sikhonza uJehova ngenjabulo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kokukhululwa kwawo eBabiloni, amajuda ahlabelela amaHubo Okudumisa ngemikhosi emikhulu yaminyaka yonke. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho labo abeza ukuzothenga izimbali zemingcwabo, okungenzeka ngezinye izikhathi kube inkosikazi, izingane noma umyeni womufi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapha eNingizimu Yenkabazwe, ubusika buqala ngo - May. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani singaqiniseka ukuthi uLoti wayeyinceku kaNkulunkulu eyamukelekayo kuye? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bakhalela lokho okuyokwenzeka nakanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungenzeka ukuthi akukona konke okuhamba kahle, kodwa kukhona okunye okuhamba kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Wabatshela ngokuqinile ukuthi wayengakufuni ukwelashwa okwakuzokwephula umyalo weBhayibheli 'wokuyeka igazi.'" - IzEnzo 15: 20. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bengingaba sesimweni akuso. ' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaKristu eqiniso alalela uJehova ngoba emthanda, ngoba efanelwe ukukhulekela kwawo nangoba kuyiyona nto elungile ukuyenza. - IsAmbulo 4: 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngathenga imoto yohlobo lwePontiac ka - 1935 ngama - dollar angu - 150 futhi ngalungiselela ukuthuthela lapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindawo zokubolekisa ngemali ziyanda - kanjalo nobugebengu | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBrazil inamaRoma Katolika amaningi kakhulu emhlabeni, kodwa njengoba umlobi uSol Biderman ekubeka, "izigidi zamalungu esonto zikhanyisa amakhandlela ema - altare angaphezu kwelilodwa futhi zinomuzwa wokuthi kuyafana nje." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abadala abangamaKristu bakwazi ukukuphikisa lokho ngoba njengoba babengabameleli bakaJesu Kristu, babesebenzisa igunya lomBhalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu baseGibithe babekhulekela umfula iNayile njengonkulunkulu wenzalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Leivory yemifino yenziwa ngezinhlamvu ezonyisiwe zapholishwa zamasundu aseNingizimu Melika. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphandle kokusekela uSuku Lukamagazini lwasikhathi sonke, kungani ungaphathi amakhophi ukuze usebenzise wonke amathuba okuwahlanganyela nabanye - lapho uhamba noma uthenga nalapho uxoxa nosebenza nabo, omakhelwane, ofunda nabo esikoleni, noma othisha? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuhlukunyezwa kwabesifazane kungenxa yokungapheleli kwesintu, akuyona intando kaNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ukuze ngihambele iqembu elincane loFakazi elalihlangana epulazini eSifundeni SaseMato Grosso, kwakudingeka ngiwele uMfula i - Araguaia ngesikebhe bese ngihamba ngembongolo noma ngehhashi amakhilomitha angaba ngu - 25 ehlathini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ijele liyaziguqula izigebengu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kuye kwaholela ekuqothulweni kwezinhlobo eziningana zokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla, abantu basazazisa kakhulu zonke izinhlobo zezimpahla zokunethezeka zelineni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, akekho kithi onokuzithiba okuphelele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi iBhayibheli likhuthaza intsha ukuba ihloniphe abazali bayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangilokhu ngifuna ukwazi kakhudlwana ngoMdali wami futhi ngangilihlonipha iBhayibheli, nakuba ngangingazi lutho ngalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izisebenzi Zokuzithandela Ziyazuza Nazo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuhamba kwesikhathi, uWilner wangenela inkonzo yesikhathi esigcwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nezikhwebu zinobukhulu obuhlukahlukene. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngizama kanzima ukungamdumazi uJehova. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifiso senkululeko eyengeziwe engokombangazwe siye saboniswa kanjani eminyakeni yamuva? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abangenaluzwela ngokukhethekile yilabo abakhiqiza imithi yokwelapha eyinkohliso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bamangala kakhulu lapho lo mlisa ephuma endlini futhi exolisa ngokuthi wayengakaze anike oFakazi ithuba lokuba baxoxe naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, kunezinhlobo eziningi zamagciwane emfuluwenza nomkhuhlane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokushesha wasitshela ukuthi wayefuna ukuphendula eSifundweni sebandla se - Nqabayokulinda, okuyingxoxo yeBhayibheli yamasonto onke yemibuzo nezimpendulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa yeka ukuthi ukuhlakanipha kuzuzisa kangakanani! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igazi Elisindisa Ukuphila | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngimthukuthelele kabi uNkulunkulu," kuvuma uTerri oneminyaka engu - 14, oyise wamelwa inhliziyo wafa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukushaya indlwabu kwakuvamile kubantu abakhuluma isiGreki ezikhathini zeBhayibheli, futhi kwakusetshenziswa amagama amaningana esiGreki ekuchazeni lomkhuba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngosuku lokugcina lohambo lwethu lokuqala, saphelelwa uphalafini wesitofu kanti sase sisele nokudla okuncane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.