sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736 values | script stringclasses 7 values | domain stringclasses 70 values | lang_family_1 stringclasses 9 values | lang_family_2 stringclasses 21 values | lang_family_3 stringclasses 22 values | lang_family_4 stringclasses 44 values | lang_family_5 stringclasses 56 values | label stringclasses 746 values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngemva kokuvalelisana, silala ezindlini ezine ezingunxantathu ezifulelwe ngotshani futhi ezigxunyekwe ezinsikeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokulandelayo, uNkulunkulu wayala: "Suka udabule izwe, ubude balo nobubanzi balo, ngokuba ngiyakukunika lona." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekuyizinkulungwane zeminyaka abantu bezama zonke izinhlobo zohulumeni babantu, zonke izinhlelo zezomnotho nezenhlalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuphindaphindiwe, imizamo yamazwe ngamazwe yokuthuthukisa indawo ezungezile iye yabhuntshiswa izithakazelo zobugovu zamazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye ababhemayo baye baba amasela ukuze basekele umkhuba wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJanet usizwa umthandazo ukuze akwazi ukulawula imizwa yakhe futhi aqinise ubuhlobo bakhe noNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Amademoni Angokoqobo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwesinye salezibhebhe kwakulotshwe umthetho wesihlanu, manje ovela eBhayibhelini kuEksodusi isahluko 20 ivesi 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, abanye basuke bengahlosile ngempela ukusebenzisa izikhali ezibulalayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela uPompey awuxazulula ngayo umbango wokubusa owawuphakathi kwamakhosana amaHasmonea, uHyrcanus II nomfowabo u - Aristobulus, eminyakeni engaba ngu - 20 ngaphambili ayibajabulisanga neze abaningi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaqonda ukuthi lokhu kwakuwukuhleleka okusekelwe othandweni, hhayi ekusatshisweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwamadoda nabesifazane abangu - 94 elakwazi ukubathola, kwatholakala ukufana okuthile okuwubufakazi obuqand 'ikhanda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ibakhungathekisa kakhulu abazali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi wayenesimiso sasikhathi sonke sesifundo seBhayibheli somuntu siqu nomthandazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yilokho esakwenza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngacabanga ukuthi babefuna ukuseluleka ngokuziphatha kwethu," kwasho enye intombazane eneminyaka engu - 15 enguShereda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJoão Roberto Scomparim, umongameli we - Crami uthi: "Abazali abahlasela izingane zabo ngonya basuke beziphatha ngendlela nabo abaphathwa ngayo lapho besebancane, futhi bakholelwa ukuthi bayazifundisa izingane zabo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba abantu bengase babonakale sengathi sebethathe ukuma kwabo ngokumelene neqiniso, yiziphi izici ezingase zishintshe izingqondo zabo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze ukwazi ukuzihlukanisa, uyodinga incwadi eyisiqondiso ngezinyoni ezisezweni lakini noma endaweni yakini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini yakhe i - Les premiers siècles de l'Eglise (Amakhulu Eminyaka Okuqala Esonto) uprofesa waseSorbonne uJean Bernardi wabhala: "[AmaKristu] kwakufanele ahambe futhi akhulume kuzo zonke izindawo nanoma ubani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho iJubili laliyisikhathi sokukhululwa nokubuyiselwa kwamaIsrayeli. - Levitikusi 25: 1 - 46. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Hlobo luni lomlando iNkosi yakwaJuda uManase eyalwenza? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kudingeka usebenzise onke amathuluzi onawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangithandaza, "Kungani kwenzeka kimi lokhu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakulapha - cishe eminyakeni eyizinkulungwane ezine edlule - lapho uJehova athembisa khona u - Abrahama: "Lelizwe ngiyakulinika inzalo yakho." - Genesise 12: 6, 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umema abathobekile ukuba beze kuye ukuze 'bathole umusa ongafanelwe wokusiza ngesikhathi esifanele.' - Hebheru 4: 16; bheka ibhokisi elithi "Ukugqashula Ezithombeni Zobulili Ezingcolile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubunye nothando okuphakathi kwabo kwangithinta kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva uJesu wancoma ibandla lase - Efesu ngoba lalingakwazi "ukubekezelela abantu ababi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi abanalo uzwela kubantwana babo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwesinye isenzakalo, lapho uJesu efundisa ethempelini eJerusalema, wabona abaningi abacebile bephonsa imali ebhokisini lomnikelo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngonyaka ka - 740 B.C.E., i - Asiriya lanqoba iSamariya, elaliyinhloko - dolobha yombuso wakwa - Israyeli osenyakatho lathumba abantu bakhona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izitsha zobumba olushisiwe zeqembu lomkhaya waseAfrika; indoda engumIgbo kanye namakhosikazi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UCheri wangitshela ukuthi ukujabulela kakhulu ukusiza laba bantu baqonde iBhayibheli. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ULee uthi: "Ngezinye izikhathi mina nalaba engihlala nabo siyaphuma siyodla ngaphandle noma singase siye ezindaweni zemibukiso yobuciko." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuqhubeka nalobo buhlobo ngaphandle komshado kuyomane kukuchaye engcindezini yokuqhubeka uhileleka ekuziphatheni okungamjabulisi uNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufuna ukulalelwa, ukunakwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinsuku zangoLwesihlanu azibange zisaba mnandi njengoba zazinjalo ngaphambili. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukube wawuyilungu lebandla lokuqala laseKorinte, ingabe wawuyohlatshwa umxhwele ama - Epikhuru? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, kwakufanele ukuthi ngesikhathi sikaNkulunkulu esifanele, abantu bakhe ekugcineni balifanelekele leligama elikhethwe ngokwaphezulu - "oFakazi BakaJehova." - Johane 17: 6, 11, 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sagcwaliseka kanjani isiprofetho esikuMika 3: 12, futhi lokho kufanele kusithinte kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokusobala, ukululaza ubuhlobo bezingane zakho noyise kungazilimaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuwuphawu lodumo ngedolobhana ukuba nesikebhe esiyinyoka futhi kuwudumo olukhulu ngisho nangokwengeziwe ukuwina umjaho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
6, 7. (a) Iliphi ilungelo amadodakazi kaFiliphu ayizintombi aba nalo enkonzweni kaNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umprofethi u - Isaya uthi: "Abayikwakha, kuhlale omunye; abayikutshala, kudle omunye, ngokuba izinsuku zabantu bami ziyakuba njengezinsuku zomuthi, nomsebenzi wezandla zabakhethiweyo bami uyakugugela kubo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngemva kovuko lwakhe, uJesu wabikezela ukuthi abalandeli bakhe babeyosakaza lesi sigijimi "nasezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* INkosi yase - Asiriya uSaneheribi yaphoqa iNkosi yakwaJuda uHezekiya ukuba ikhokhe intela engamathalenta egolide angu - 30 namathalenta esiliva angu - 300. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngemva kwayo yonke le minyaka, isimo sabo sesithambile, njengoba bebona ukuthi angixhamazeli futhi nginokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufuna Iqiniso LeBhayibheli | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singasho kugcwale umlomo ukuthi lesi yisenzo sothando esizidlula zonke emlandweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho lapho kuvela ithuba lokuyokhonza eWallkill bebe bengahlali khona, bazi ukuthi kwakusho ukuhlukana cishe nabo bonke abantu ababebajwayele nezinto ababezazi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungalaleli nje kuphela amagama, kodwa nalokho akuchazayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, uJehova wayengafisi ukuba labo abanegunya embusweni wakhe ongokwasezulwini baziphakamise futhi izenzo zabo kwakufanele zibonakalise uMthetho wakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyo i - jw.org / zu incwadi ethi, "Lifundisani Ngempela IBhayibheli?" | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - United States Holocaust Memorial Museum eWashington, D.C., eyavulwa ngo - April 22, 1993, imi njengesikhumbuzo sangempela nesisangulukisayo sobuchwepheshe obuphendukezelwe omashiqela abangenazimiso baba umshini wokufa ohlasimulisa umzimba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Yimaphi amaqiniso okufanele sibhekane nawo uma lokhu kuphila kuwukuphela kwakho? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaphezu kwalokho, nakuba inani elikhulu lalabo abasejele liboshwe ngenxa yobugebengu obuhilela izidakamizwa, kuyakhathaza kakhulu ukuthi izidakamizwa ziseyinsakavukela ngaphandle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu okungukuphela kwakhe owanginika izimpendulo ezanelisayo wayengomunye woFakazi BakaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngamunye kubo wanikwa isembatho esimhlophe; batshelwa ukuba baphumule isikhashana, kuze kugcwale isibalo sezinceku ezikanye nabo nabafowabo abase bezobulawa njengoba nabo bebulewe." - IsAmbulo 6: 10, 11. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukufunda Okukhulu Esiqhingini Esincane | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgokweBhayibheli, uNkulunkulu usebenzelana nezinceku zakhe ngokuvumelana nenjongo yakhe ngazo ngaleso sikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ethi Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu iqukethe ingxoxo ecwaningisisiwe, ejulile yezinkolo ezinjengobuHindu, ubuBuddha, ubuTao, ubuConfucian, ubuShinto, ubulslam, nobuJuda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yaze yakubonisa ukuthembela kuJehova le nkulumo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uyobizwa ngokuthi... uBaba Ongunaphakade, iNkosana Yokuthula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Efesu 4: 17 - 19 "Ngakho - ke, lokhu ngikusho futhi ngikufakazele eNkosini, ukuthi ningabe nisaqhubeka nihamba njengoba nje izizwe zihamba ekungabini nambuyiselo kwezingqondo zazo, lapho zisebumnyameni ngengqondo, futhi zihlukanisiwe nokuphila okungokukaNkulunkulu, ngenxa yokungazi okukuzo, ngenxa yokungazweli kwezinhliziyo zazo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngasekuqaleni kosizi olukhulu, kuyokwenzeka okuthile okuyobethusa kakhulu abantu abaningi emhlabeni: ukubhujiswa kwayo yonke inkolo yamanga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kufanele Uthandaze? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu abalapha abaqapheli ukuthi banani. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho ngesikhathi ngikhonza eBethel ngahlangana nomunye udade ohlakaniphile osekuphele iminyaka engu - 58 ngihamba naye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igazi lenkunzi lithelwa esitsheni; lizosetshenziswa ngendlela ekhethekile ukuze kuhlawulelwe izono zesizwe samaLevi sabapristi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Isigaba somlindi sasizosebenzisa lelithuluzi njengeliwumngane weNqabayokulinda. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yakhishwa iWatchtower Bible and Tract Society of New York, Inc. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kungani ningezi nani ngokulandelayo? " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wake waxosha abantu ababi nababeziphethe kabi esiGodini esivundile saseJordani futhi waqinisekisa abantu abasha ababezonakekela lelizwe, ababesesivumelwaneni naye, ukuthi uma begcina izimiso zakhe, 'izwe lalingenakubahlanza nabo, nxa belingcolisa, njengalokho lahlanza isizwe esasikhona ngaphambi kwabo.' - Levitikusi 18: 24 - 28. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, uJehova akambheki kanjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Esinye isici sokwenza esikufundile sihilela ukusekela ukukhulekela kweqiniso ngobuqotho, naphezu kokuphikisa kwabangakholwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abazali abahlakaniphile bayayibona ingozi yokuthambekela okunjalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Bheka ikhasi 12.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngangiphazamile - wayesho kimina, futhi ngase ngilapho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, wacela ayebambisene naye, uDkt. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye zisikisela ukuthi abafowabo nodadewabo okukhulunywa ngabo empeleni kwakungabazala bakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namuhla iningi lendwangu ye - kente lenziwa ngemicu yokuzenzela futhi bese isetshenziswa ekukhiqizeni ngobuningi izikhwama, othayi, amabhande, izigqoko nezambatho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Intombazane yaseBrithani okuthiwa uJaimie iyalandisa: "Sasixoxa ngokuziphendukela kwemvelo ekilasini lesayensi, ngabe sengisho izinkolelo zami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungiphuca ukuzihlonipha kwami! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile, umbhalo weBhayibheli ubonisa ukuthi 'babewufeze ngokugcwele' umsebenzi uNkulunkulu ayebanike wona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(b) Iyiphi inkambiso enhle okufanele wonke amaKristu azame ukuyilandela? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyakuphakamisa, ngidumisa igama lakho, ngoba wena wenzé izinto ezimangalisayo. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa, njengoba nje ukudla okungenamsoco kubangela ukungondleki kahle, izifo noma imiphumela emibi nakakhulu, ukwehluleka ukwanelisa isidingo sethu esingokomoya ngendlela efanele kuyoba nomphumela olimazayo ekugcineni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Insali kaIsrayeli ongokomoya emhlabeni, manje ehlangene nesixuku esikhulu salezimvu ezilalelayo, inazo zonke izizathu zokujabula ngoJehova, iNkosi yaphakade, njengoba eletha izinjongo zakhe ezinhle emvuthwandaba ngoMbuso weNdodana yakhe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
SEKUPHELE iminyaka engaba ngu - 77 amaJuda abuyela ezweni lawo evela ekudingisweni eBhabhiloni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umzamo wokubonisa amaslide lapho washafiswa injini yokuphehla ugesi engasebenzi kahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela isimo sendawo saseGrisi yasendulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, ingabe ungaziguqula izigebengu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJesu wayethola injabulo ngokwenza inhliziyo kaYise ijabule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yimuphi umsebenzi omusha owamenyezelwa kulomagazini ngo - 1894? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Idolobha laqhibuka endaweni lapho kwakuhlangana khona imigwaqo yakudala esendaweni ewukuphela kwezibuko ezansi noMfula iTiber. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngiyajabula ngamalungiselelo kaJehova okunginakekela yonke iminyaka engamashumi edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka umahluko okhona phakathi kwezinceku zikaJehova ezisencane nentsha yaleli zwe! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu othile eBhayibhelini, uJohane uMbhapathizi, wabulawa ngomkhosi wosuku lokuzalwa. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iziqalo nezijobelelo zona wayengazigqamisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi ngokuba nesithakazelo somuntu siqu emamakini abo nasemsebenzini wesikole abawenzela ekhaya - ufune ukusiza ngokuzithandela ngezikhathi ezithile - ungenza okukhulu ekuqhubekiseleni phambili intuthuko engokwemfundo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.